Usesulile kwi MK Party owasuswa kwesokuhola leliqembu eKZN "Bathi ngangiyi mpimpi kwi ANC"

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 июн 2024

Комментарии • 218

  • @user-qf7fh7bs2o
    @user-qf7fh7bs2o 20 дней назад +36

    Bayaqala bayaphuma ababezele izikhundla ku MK sebelokhu besho izinto ezingekho

  • @zanelepromise-jz1qs
    @zanelepromise-jz1qs 20 дней назад +9

    Siyabonga ukuthi u Jehova ukuvikele ,wangashiya bantabakho

  • @user-nz5rd8yd8l
    @user-nz5rd8yd8l 20 дней назад +18

    Bebengeke bamususe if bengenayo proof yokuthi wimpimpi. Mina I trust nxamalala

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p 20 дней назад +19

    Mhlambe udinwe ukth MK ayiphathanga eKZN Ubesebhekile isikhundla Akahambe sosala sincenga Njengoba izinto sezinje Sizazobabona abanye beyishiya iMK Esingazi ke noko ukth mawushiya iMK uyaphi Njengoba iANC isivele yayiDA

  • @jabulilehlongwane9897
    @jabulilehlongwane9897 20 дней назад +8

    This is a crucial time for Mk, siyanidinga ma Commander asilwelweni izwe lethu nekusasa lezingane zethu💚🖤💚🖤

  • @ZachariaMhlongo-wi8bw
    @ZachariaMhlongo-wi8bw 20 дней назад +12

    Hlomuka asibonge mfowethu ukuthi ufikile wedlula futhi ke asinankinga nawe mfowethu uhambe kahle.phambili ngeMK party phambili. ❤amandla.

  • @DumisileNjapha
    @DumisileNjapha 20 дней назад +6

    I feel sorry for you if you didn't do this, but thanks for whatever efforts you 've put in our organisation. Our organisation is where it is nw just because of you. I salute you.

  • @user-tf7si7qk3n
    @user-tf7si7qk3n 20 дней назад +6

    Ubebheke isikhundla Lona,akudlalwa Kwa MK ,wasolwa nje stap are sife

  • @NathiMathenjwa-st8sh
    @NathiMathenjwa-st8sh 20 дней назад +6

    Uyabonakala nje lo ukut uthanda ukudla vele ngeke alunge ku MK. i Intelligence kaZuma inzima kabi bonke abacashile la bazovela obala. Kdw lo uyabonakala nje ukut ngeke angaymukeli imali lo.

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 20 дней назад +6

    Siyabonga ubuzosisebenzisa kabi eqenjini asiwafuni amaxoki kuMKP.😊

  • @user-fq6lm5bo9h
    @user-fq6lm5bo9h 20 дней назад +4

    Hamba Baba if kuyisikhathi buvele ukhuluma kakhulu sidinga abantu abazokwakha la asinandaba nawe viva mkhonto vele maningi amaxoki ezele izikhundla la byooo

  • @khayelihlemakhanya1623
    @khayelihlemakhanya1623 20 дней назад +15

    Vele bebegijimisa izikhundla

  • @Amor-zone
    @Amor-zone 20 дней назад +5

    😂😂😂😂😂😂😂 Mkhonto will never seize to amaze us

  • @SmangeleMkhize-qj3rc
    @SmangeleMkhize-qj3rc 20 дней назад +12

    Its fine it shows ukth wayezele iskhundla😮

  • @SnenezNenez
    @SnenezNenez 20 дней назад +23

    Mxxm uyimpipi vele nakhu usuze uzofuna ukuzwakala phuma kwiMk buyele kwiAnc🙄

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 19 дней назад +1

      Impimpi iyohlala iyimpimpi

  • @ThiyoNgcobo
    @ThiyoNgcobo 20 дней назад +6

    Insila ye ANC sazoba inkinga vele la bafuna kuzodla

  • @Qhawemusic7384
    @Qhawemusic7384 20 дней назад +10

    Ayinuki ingosiwanga this guy akayeke lokhu ezochaza inkinga yakhe ko social media kwakona lokhu kuyamveza ukuthi unguhlobo ongeke uthembele kulo so yena he must prove himself if lokhu akushoyo kungelona iqiniso skhathele abantu abadala balokhu bezozenza ngcono ngenxa yokufuna izikhundla bajike badayise ngabantu ngenxa yemali "ake nifunde ukuba qotho madoda niyeke ukuba zincelebana zamanye amadoda"

  • @msikelelinyandeni
    @msikelelinyandeni 20 дней назад +4

    Siyabonga hamba kahle

  • @ThabsileLeshoro
    @ThabsileLeshoro 20 дней назад +9

    No no no people knew before ukuthi there's no permanent position awukho strong why ukhipha izindaba zama intelligence sengathi uyaxova

  • @user-nr1iq9jz3d
    @user-nr1iq9jz3d 20 дней назад +4

    WENZE KAHLE BABA WASHIYA PHANSI, IMPILO YAKHO IBALULEKILE EZINGANENI ZAKHO

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie 20 дней назад +13

    Wawuyaphi ungajimile ??💪💪wawuyaphi!??

  • @sabelojaxa7688
    @sabelojaxa7688 20 дней назад +5

    Qubula Ndoda utshone khona ngoba vele yimpi yiyo lento vele iMK beyivele ihlose kona.
    Izihlalo ziyaphela ulibele yithina la kuMedia...
    Hamba uyolwela isikhundla sakho...yekela ukubalisa la.

  • @nxumalonkululeko4198
    @nxumalonkululeko4198 20 дней назад +6

    Politic of stomach

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v 20 дней назад +4

    Kuningi, kodwa nawe baba izindaba ezingaka, mhlambe kugcono uthi Khumu ngempela, nami angikuthembi ngingakwazi!

  • @Zmahle
    @Zmahle 20 дней назад +2

    Yoooo kodwa umuntu owubaba okhuluma kangaka nezindaba ezingaka... Siyabonga baba siya understander

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 20 дней назад +8

    Lezinto zenu zepolitiki zinobugebengu kakhuku angeke sazi okuyikho nokungeyikho ngeke futhi sivume enizithethelela ngakho iqiniso laziwa inina.

  • @ZwaneZB
    @ZwaneZB 20 дней назад +4

    This is politics injalo nje kuyashaywana kuchathelwane , ungakhali baba uyayazi politics zidlana imilala masekuziwa ngasezikhundleni.

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 20 дней назад +9

    Asinendaba baba sorry if bebekuqambela amanga buyela eqenjini lakho asikho isidingo salento oyibikayo

    • @user-lu2xt8cn2f
      @user-lu2xt8cn2f 16 дней назад

      Ikhona veza amahlazo eqembu lezinkabi. Baningi basazivela

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 20 дней назад +7

    Niyalayeka Zuma can't be trusted. 😂😂

    • @Zmahle
      @Zmahle 20 дней назад

      And your phalaphala is the only trusted one nehh

    • @wandilemaphosa-mx8ud
      @wandilemaphosa-mx8ud 20 дней назад +1

      @@Zmahle
      Yebo akaze angafiki Ku rally or meeting.
      Liyanilaya lexoki lekhehla 😂😂😂

    • @Junetsh67Mash
      @Junetsh67Mash 13 дней назад

      Terrible person,uyobaqosha one by one

    • @Junetsh67Mash
      @Junetsh67Mash 13 дней назад

      ​@@Zmahlea man of integrity bonke balandela yena,bayabaleka

  • @AndileNyembezi
    @AndileNyembezi 20 дней назад +2

    Kodwa ke mlalazi ka noxhaka isiZulu sithi anuki ingosiwanga okubalulekile ukuthi ugeze igama lakho

  • @SmangeleMkhize-qj3rc
    @SmangeleMkhize-qj3rc 20 дней назад +9

    Nd wayene hidden agenda bazolilimaza iqembu lethu😮

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 20 дней назад +6

    Kuqale ngo Jabulani khumalo manje sekuwu Nhlanhla ngidi ayngeke kukhona uxovayo phakathi kwi MK party.

    • @bongekahabe9656
      @bongekahabe9656 16 дней назад

      Exactly haiboo bazifunela izikhundla baqamba amanga ngabanye wooo askies Ngidi

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 13 дней назад

      Akekho ibona ababeze nge agenda yabo

    • @ayandashadows7851
      @ayandashadows7851 13 дней назад

      @@NomvuseleloNkomo waznganike wena are u into politics?

  • @MuziBShiyabedlaMathenjwa
    @MuziBShiyabedlaMathenjwa 20 дней назад +3

    Vele ke Baba uNgidi kuyqbonakala ukuthi ubugaqele iskhundla,bekumele uhlale ugeze Igama lakho kulokho o bona ukuba usolwa kukhona.Asibonge nakho indicated oyidlalile ekuqiniseni isinglass zalombutho Sethu iMK

  • @vusinovangkuthandile3956
    @vusinovangkuthandile3956 20 дней назад +3

    Awuhambi yini no Khumalo baba why manje ngoba khumalo ehlulekile emacourt manje sewuza nale information. Why ungayanga kuZuma uyikhulume naye umuzwe uthini. Sewufuna kuthiwe MK Ikhohlakele hai cha bakithi. Bewufuna comfort zoze yini baba. uZuma washo wathi azikho izikhundla ezipermanent la kuqembu lakhe. Wish you all the best

    • @mlungisipetrosndwandwe7285
      @mlungisipetrosndwandwe7285 18 дней назад

      Inkinga iqla lapho iqembu eliphethwe umuntu oyedwa engathi uphethe ituckshop yakhe, uZuma uyakhipha uyafaka wemame!!

    • @Junetsh67Mash
      @Junetsh67Mash 13 дней назад

      😂😂😂

    • @Junetsh67Mash
      @Junetsh67Mash 13 дней назад

      ​@@mlungisipetrosndwandwe7285I Court,spaza shop

  • @user-py5bu5ck5d
    @user-py5bu5ck5d 20 дней назад +10

    Niyobulalana nodwa nina 🤞🤞🤞

  • @sanlamwizzpass7442
    @sanlamwizzpass7442 17 дней назад +1

    Yeah king zoso uphi baba wakho uNgizwe

  • @ntombifuthimabaso-ir3pl
    @ntombifuthimabaso-ir3pl 20 дней назад +3

    Ungakhathazeki Comanda ngabe ungaphumi uJehova uzobaveza.uNxamalala akaboni lutho . Siyakhukeka ukuthi amaqili uJehova avele . Phunelela ngoba ngoba uJehova ubekile ubuqhawe kuwe uyi thread mina ngiyazi awenzanga lutho .

  • @TurboWealth_888
    @TurboWealth_888 16 дней назад

    My advice to our organization MK is that we should quickly have structures in place province to province so that we may not have problems like this in the near future as you can see most people are after positions.

  • @samkunene7521
    @samkunene7521 20 дней назад +3

    Lobaba uthanda ispotlight

  • @AngelMathonsi-hi9co
    @AngelMathonsi-hi9co 20 дней назад +3

    Ayi hamba uyinyoka nje nawe ...uyabhampa okuzele awukutholi sowubanezindaba mxm 😏 hamba kini

  • @giftmtshali2046
    @giftmtshali2046 20 дней назад +3

    UMkhonto Wesizwe akuwona umbutho wamasela

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 20 дней назад +3

    Wawuzele skhundla

  • @HappinessMhlongo
    @HappinessMhlongo 20 дней назад +6

    Uryt baba ngokusho lapha k media ngathi Kade kugxekwa IFP masekungamahlazo enu senithi wrong Chanel khuluma baba

    • @Zmahle
      @Zmahle 20 дней назад

      Hayi dade asikhule emqondweni phela... bheka okwenzekayo abanye bathisa ngezwe lakho nawe... Ukuthi uthanda leliqembu uzonda leliya akubalulekile njengamange

    • @mlungisipetrosndwandwe7285
      @mlungisipetrosndwandwe7285 18 дней назад +1

      Isiqalile leMK iyahlakazeka like Cope. Sizoke sibone leliqembu elingena leadership nasigungu

  • @sanlamwizzpass7442
    @sanlamwizzpass7442 17 дней назад +2

    Wonke umuntu uyispayi kwiMK ksasa kuzoba uNhlamulo ispayi😂😂 and the

  • @Dazzle-pf7yl
    @Dazzle-pf7yl 20 дней назад +2

    uhamba ngoba awutholanga isikhundla kanti hamba Baba asikufuni

  • @hlengymkhulise4708
    @hlengymkhulise4708 20 дней назад +5

    😂😂kodwa yabona lento yenu ezikhundla izokwenziwa njan? Ngoba uZuma wayeshilo kuty azingajahwa izikhundla. Ayy nina yaz nje...

  • @user-vf9lg5xi8w
    @user-vf9lg5xi8w 20 дней назад +14

    Kunzima Uma usuku Mk usufana nomuntu osejele akusamele ukhuluma neANC noma lFP uZuma futhi bazomubona lobaba unenhliziyo embi ngapha phambi kwabantu umoyizela ubala baningi abasazo shiya loyababa akalunganga iqembu lomndeni leliya

  • @ndubanesol111
    @ndubanesol111 20 дней назад +2

    Mkhonto must deal with this manu Nhlanhla Ngidis who sell out irivolution yomuntu omnyama njengo Ramaphosa no Zweli Mkhoze😂😂😂

  • @SiphoMathunjwa-mg2nz
    @SiphoMathunjwa-mg2nz 19 дней назад +2

    Sory kodwa yilokuthathwa udumo kulenhlangano yenu. Kuningi okusazovela ngale MK. Inhlangano yamayagqubu le

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 20 дней назад +2

    Ayinuki ongosiwe baningi abanye abeneyizimpimpi zika ANC omunye angithi beku Khumalo obedizelwa ngezimali uRamaphosa wagcina eselwisa uMsholozi, ngeke bakusukele kwavela vese before election ukuthi uMkhize utshale izimpimpi zakhe la e KZN mina akungethusi uma usolwa ngobumpimpi

  • @chrismazibuko2740
    @chrismazibuko2740 20 дней назад +7

    Inkulumo zakho ezinde ezithinta abanye abantu ziyakufakazela ukuthi awumile kahle. Noma ke udinwe ukulahlekelwa isikhundla

  • @shane-uk7on
    @shane-uk7on 20 дней назад +9

    This is so sad, the downfall of this party will be the internal FIGHTS with positions and Zuma is the one to be blamed, he's now doing adume ngazo, remember him as the state president changing ministers like nappies, the man and his daughter Duduzane are bitter SHAME, having listened to this audio, Zuma has indeed formed MKP for his family and friends now he's opening spaces for his old friends from the ANC, Zuma and his daughter are taking this party to the grave, pity many ordinary people joined MK BECAUSE of him, l see no future here, this is just COPE number 2

  • @lindokunene5422
    @lindokunene5422 20 дней назад +2

    Ey comdrades akwehliswe umoya. Kuzolunga😢

  • @gloriathabileximba-ss9hq
    @gloriathabileximba-ss9hq 19 дней назад +1

    Ayinuki ingosiwe hamba kahle ndoda

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 20 дней назад +2

    Uhlakaniphile uZuma ngake ngazibuza nami kuthi yini ethi akukagcotshwa muntu kuba nesikhundla abantu bengakahi ikhundla isikhundla uzosithola ngokusebenza 😂

  • @mfanafuthiSzulu2167
    @mfanafuthiSzulu2167 20 дней назад +2

    Hamba mpimpi hamba uye kwi GNU ka phalaphala

  • @JosephMolotshwaMolotshwa
    @JosephMolotshwaMolotshwa 20 дней назад +3

    Ziyakhala manje kusezoshuba

  • @syabongsmfeka6720
    @syabongsmfeka6720 20 дней назад +1

    this is very sad but the problem is we do not know now who is a spy but by the look of things the ANC is trying by all means to infiltrate MK. It is not nice to see comrades fighting like this, I hope these guys don't destroy this movement with the infighting.

  • @shane-uk7on
    @shane-uk7on 20 дней назад +4

    More terrible stories are coming...

  • @precioussimangele6930
    @precioussimangele6930 19 дней назад +1

    U ll never fool Nxamalala

  • @user-ei1cq5pt1w
    @user-ei1cq5pt1w 20 дней назад +1

    Ayinuki ingosiwe , but kwakuthiwe ama interim structures y ukhala

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 15 дней назад +1

    We don't need mpimpi ku MK so please stay away from MK. Leliqembu alizifuni izimpimpi lifuna abantu abazolwela abantu abansundu ukuze bathole inkululeko ephelele

  • @bongisiphomhlongo2898
    @bongisiphomhlongo2898 20 дней назад +1

    Heyi baba ohamba cz uyazi nawe ukuthi busebenza kanjani... Ngeke inuke ingosiwe

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 20 дней назад +3

    Liphela kancanekancane

  • @DumisileNjapha
    @DumisileNjapha 20 дней назад +2

    If it's true, what you have said sorry sorry bafo I'm sympathizing with you. May be as the time goes on, truth will prevail. We are very sorry

  • @Octavia-iw3ky
    @Octavia-iw3ky 20 дней назад +3

    Mcm, indoda endala kangaaaka.stay with your family.

  • @user-vf9lg5xi8w
    @user-vf9lg5xi8w 20 дней назад +3

    Kunzima kusazoba nzima

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 20 дней назад +2

    😂😂😂yingakho nje le game yepolitiki ngiyesaba😂😂

  • @user-zc4zp7gi2x
    @user-zc4zp7gi2x 19 дней назад +1

    Aynuki ingosiwana

  • @princedlamini5130
    @princedlamini5130 20 дней назад +1

    Politics is a dirty game. Never let your expectations decide your future. Unfortunately the leader of mk p is a true politician and with his experience in chess he can easily detect the winner.

  • @xolilemaphumulo2763
    @xolilemaphumulo2763 18 дней назад

    Kuyiqiniso ukuthi uMsholozi akathembi muntu ikakhulukazi owayeniskhundla ka ANC . Kona ke kulomhlaba awazi uthembe Bani ungathembi Bani. Maize Nkosi Jesu umsondezele abantu abazothembeka ukuze iqembu liye phambili .

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 20 дней назад +2

    Abaholi benu basezobulalana bebanga izikhundla 😂😂😂

  • @HastingsKhuzwayo
    @HastingsKhuzwayo 17 дней назад

    Noone is permanent leader all interim

  • @Weplayfreefire
    @Weplayfreefire 20 дней назад +1

    nangu uyisi bhuqe bhuqe sezizumbulu edayisa ngeqembu kunjena nje ngumenzi wobubi qinisekisa ukuthi lomcebo ubuyaphi njengoba wayeka kuhulumeni

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 20 дней назад +2

    Icala umphikwa vele

  • @siphongxongo8589
    @siphongxongo8589 20 дней назад +1

    Akahambe...

  • @ukwebetv
    @ukwebetv 20 дней назад +1

    Ok baba bye bye siyabonga

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j 20 дней назад +4

    Bashiye basezawzibonela ayikho kwalento bebezakhela imbiza ya ma tender zitshintshile izinto I leadership iphethwe zezinye ingwedane

  • @bibo5649
    @bibo5649 20 дней назад +1

    We uhamba ubizwa nje.

  • @miningcitycryptoprenuer1923
    @miningcitycryptoprenuer1923 20 дней назад +1

    😂😂😂😂😂😂😂😂ubefuna isikhundla

  • @cyrilgumede222
    @cyrilgumede222 15 дней назад

    Lento yokukhethana e Dinning Room isazokhalisa abaningi kuleso stokofela.

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 20 дней назад +1

    Yaqala ku Msholozi noDoctor Mntungwa😂😂😂😂😂❤liyaphela ungaze zi I IFP indla kule game

  • @r.1qwaberob390
    @r.1qwaberob390 20 дней назад +3

    Akabuyele khona lasukakhona

  • @nursenkosi9438
    @nursenkosi9438 18 дней назад

    Pho ucoshelwani mawusebenza ku intelligent,awzwizwa ukuthi uthini bakucoshele lamanga obathusa ngawo we intelligent,bakulayile leave Jz kulomsangano wakho

  • @user-xc3xt7gu4k
    @user-xc3xt7gu4k 14 дней назад

    Ubobuza koNhlanhla Nene bayokutshela

  • @user-th1vb3gm1e
    @user-th1vb3gm1e 19 дней назад

    indoda nje ayibalisi kanje ngathi yingane kagogo, ayyy suka Ngidi uyasolisa vele.....

  • @user-mw7bi7vy8h
    @user-mw7bi7vy8h 20 дней назад +1

    Vele akahambe ebengazele.ukuzokwakha

  • @sluweeKay
    @sluweeKay 19 дней назад +1

    yona ikhona into eOFF ngaleMK party.

    • @Amangwe_ZAR
      @Amangwe_ZAR 19 дней назад +1

      Thula ubuke wena kancane kancane bayavela🤞

  • @seanmyers8380
    @seanmyers8380 19 дней назад

    Ei abantu abamnyama ngokuba abadatisi...sis niyizinja nonke man arrgah

  • @user-ny1kx6mx7m
    @user-ny1kx6mx7m 17 дней назад

    Ufuna izikhundla hamba.

  • @mercymercy3584
    @mercymercy3584 18 дней назад

    Unezindaba baba amagama abantu khona manje 😂😂😂

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 13 дней назад

    Abahambe abahambayo sosala siyincenga

  • @SibusisoMavimbela-dm5zl
    @SibusisoMavimbela-dm5zl 20 дней назад

    Ma MK listen uma ngimlalels his true speaking noma singathini lendonda iyazihlambululs Baba Msholozi lalela abakutshela amanga ngoba befuns izikhundla

  • @nomalungeloseme4054
    @nomalungeloseme4054 19 дней назад +1

    FUTSEK mpimpi

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli 20 дней назад +8

    Useqalile Zuma I blame game. That old man is not OK up stairs

    • @user-cm8ol3nq9u
      @user-cm8ol3nq9u 20 дней назад +1

      Kanti Sonke umuntu oxoshwa iMk.uyimpimpi..ayikho.lento..izinyembezi.zabantu..abazitshalayo..ziyobuya nomvuni.wazo..

    • @Phila-zd3ps
      @Phila-zd3ps 20 дней назад

      inhlonipho ungangawe yini umsholozi😮😮😮

    • @user-lu2xt8cn2f
      @user-lu2xt8cn2f 16 дней назад

      ​@@Phila-zd3psigolo umsholozi

    • @Junetsh67Mash
      @Junetsh67Mash 13 дней назад

      Very sick

  • @LindiweThwala-vj6jn
    @LindiweThwala-vj6jn 20 дней назад +1

    Uyithathephi Marceedes entsha

  • @alsonmbatha3844
    @alsonmbatha3844 15 дней назад

    Kunzima inkombankombane emadodeni kubike nokho uma indlu ingawa abantu bengakahlali kuyo phakathi.

  • @busisiwegumede953
    @busisiwegumede953 18 дней назад

    🤐🤐🤐🤐🤐🤐mina nguwena uZuma ulwela wonke umuntu orojiwe la nina nijahe ukuyohlangana ukusebenza ukusebenza kwani nirojiwe nanka amaresults ashintshile manje uthini kulokho musuba isdomu ☹️☹️

  • @user-ej2rj6xu3c
    @user-ej2rj6xu3c 10 дней назад

    Kwayena uThobani Zuma ukhala ehlathini njenge Cellphone elahliwe. Iningi lalaba abaseParliament bazoshintshiswa okwamasokisi. Asidlali isiwula esinguZuma. Thula ubuke, uzobona😮

  • @thandiconstance1325
    @thandiconstance1325 20 дней назад +1

    Aynuki ingosiwanga angithi noKhumalo besingamazi ukuthi uthengiwe untill abanjwe ukhulumelani futhi la and why ukhulume manje wawuthuleleni wena wadakwa wazisholo wena usudakiwe

    • @thandiconstance1325
      @thandiconstance1325 20 дней назад

      Unxamalala ubhizi neqembu musani ukusivukela la yini Lana eningenisa izigebengu zintshontshe amavoti ethu