KWENZAKALANI!!?? FULL EPISODE 20(04/08/24)INDIDA KUMITHISANA ABANDAWONYE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии • 1,2 тыс.

  • @Xintu_Organics
    @Xintu_Organics 5 месяцев назад +9

    ...much respect for umfo kaMthembu. Yebo intombi ayaliwa kodwa ukwazile ukuyimela indaba yesintu!!!! 🙌🙌🙌

  • @LuccyMasuku-nc2mk
    @LuccyMasuku-nc2mk 6 месяцев назад +1

    Hello my favorite presenter bo bhuti bami Gwajooo lo Malandela ❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @ThuliyThandeka-qh7it
    @ThuliyThandeka-qh7it 6 месяцев назад +79

    Lo cc ngathi khona okushodayo ngeke angimtholikahle😂😂😂😂

  • @nosiphodlabaShezi
    @nosiphodlabaShezi Месяц назад +3

    Mesethi ucc woooooooooooooow uthi yabona mina wena mina ngkuthanda ngenkani uzozwa ngami mangasakufuni

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 6 месяцев назад +51

    Uyedelela lontombazana ubiza umalumewakhe ngesidakwa hai uluhlaza

  • @phindilemalinga9495
    @phindilemalinga9495 6 месяцев назад +22

    Wengane uzwakala nje ukuthi unamanga uhluleka nokuphika nami ngiyasola ukuthi unamanga kwakuthi umithi

  • @NontobekoMkhize-hx6fw
    @NontobekoMkhize-hx6fw 5 месяцев назад +14

    We cc cha uyahlekisa 😂😂😂😂😂😂angazi noma stezi asisebenzi yini kodwa ngathi akuhambanga Kahle ngeke😂😂😂

    • @AneleNgcobo-v2p
      @AneleNgcobo-v2p 5 месяцев назад +1

      Khoninyon engandizanga laklosisi

    • @PhumzilePatience-lx2qe
      @PhumzilePatience-lx2qe 5 месяцев назад +1

      Asisebenzi ngempela isitezi uthi ngikuthanda ngenkani wena uthando anilwazi nina😂😂

    • @AZolaMAJOBE
      @AZolaMAJOBE 5 месяцев назад +1

      😂😂😂😂😂😂😂ayy uyagula loCc xem ngeke into ayihlinayo iyangiqeda xem😂😂😂😂

    • @BonnieMasina-rp3wb
      @BonnieMasina-rp3wb 5 месяцев назад +1

      Kukhona intambo engathinti kuparafini

    • @NokuthulaMbuyisa-k8n
      @NokuthulaMbuyisa-k8n 11 дней назад

      Uyagula lo😂

  • @nokuthulamncwabe1284
    @nokuthulamncwabe1284 6 месяцев назад +1

    Gwajo and Malandela ngayithanda indlela enisebenza ngayo .u both got a good teamwork❤

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 6 месяцев назад +8

    Lo cc ngathi akaphilanga kahle. Uloku uyashalaza nje, uzibhekela leh😅 and the faces she's making, hay she's not make sure

  • @sishieman1734
    @sishieman1734 24 дня назад

    Ungasondelikakhulu kusho.my brother Mvelase

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 6 месяцев назад +16

    😂 usisi uyafoster uyefana nalo buti cc yeka umhlobo wakho, maningi amadoda😂

  • @LorraineHlomuka
    @LorraineHlomuka 4 месяца назад

    Ayiii 😂😂😂😂angikuboni ukukhulelwa la😂😂😂kudlalwa ngo Thulani la😂😂😂

  • @makhonyuswa
    @makhonyuswa 6 месяцев назад +14

    Nomama washona esengtshelile bt angykholwanga loyo kant uzokholwa bani f umuntu owakzala uktshela ungamkholwa😂😂

    • @nosiphodlabaShezi
      @nosiphodlabaShezi Месяц назад

      😢😂😂😂😂akusille lokhu wooooooow

    • @agnessenzeniphakathi6301
      @agnessenzeniphakathi6301 Месяц назад

      Ungimangazile uma ethi umam wamtshela ukthi owakwabani kodwa akakholwanga wayefuna Athenian ngempela

    • @WendyNxumalo-q4v
      @WendyNxumalo-q4v 20 дней назад

      Weta mabomu cc usigangi

  • @NoluvoMavukwaa
    @NoluvoMavukwaa 3 месяца назад

    😂😂😂😂😂😂ngeke ngiyibone vele into engekho ai ngaze ngahleka🤣🤣🤣

  • @RoseHlabane
    @RoseHlabane 6 месяцев назад +17

    Cha la ni dealer ne sycho lentombazane,kuyaguleka strong we thulani kulo girl.

  • @LELOUR97
    @LELOUR97 5 месяцев назад +7

    Akamithi lona unamanga aisuka😂😂😂😂futhike nokuhlanya ngazathi kukhoja siyabonga bhuti ngokuziqhelisa kulomuntu ogulayo

  • @ThembekaPrincess
    @ThembekaPrincess 6 месяцев назад +22

    Ngeke cc phuma esihlotseni sakho ,nami ngeke ngiqhubeke nomuntu sengazi uyisihlobo sami

    • @KhanyisileThwala-jn1km
      @KhanyisileThwala-jn1km 6 месяцев назад

      Akusiwo isihlobo umfowabo nje

    • @mazet5732
      @mazet5732 6 месяцев назад +3

      Kuthiwa isihlobo asiyekeki 😂😂nangu cc engihlekisa

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 6 месяцев назад

      ​@@mazet5732lool awu bizo 😂😂 aii nam uyangihlekisa...

    • @ArthurNdwandwe
      @ArthurNdwandwe 5 месяцев назад

      cha akusiso isihlobo sakhe udadewabo uma engu Mthembu isihlobo ilaph uzalwa khon keamalume isihlobo lesi lona ucc wakubo nje

  • @ZamaNdlovu-d8r
    @ZamaNdlovu-d8r Месяц назад

    Ayi lo cc unamanga xem uhlulek ngisho nokukhulum 😂😂😂

  • @ZaneleSweetness-i5k
    @ZaneleSweetness-i5k 6 месяцев назад +6

    Cha niiyasebenta guyzin well done❤

  • @Slayking123rsa
    @Slayking123rsa 6 месяцев назад +1

    Can't wait for P2. Danki, angibonge Malandela no Gwajo❤

  • @NomsaHlehle
    @NomsaHlehle 6 месяцев назад +3

    Yikho ungafuni ukuhlukananalo bhuti yingoba yisihlobo sakhe ,locc nje usile uzenza ngathi akaphili ekhanda,futhi uguliswa ukuthi ithandana nesihlobo Sakho

  • @GuguNkuna-i8k
    @GuguNkuna-i8k 3 месяца назад +1

    Good job bafethu❤❤❤❤

  • @Francinah-j8k
    @Francinah-j8k 6 месяцев назад +11

    "uzongthanda ngekani ngeke dlale Wena mina"🤣😂🤣yoooh ngaze ngahleka ekseni😂

  • @user-tj8gj2wy6d
    @user-tj8gj2wy6d 4 месяца назад

    ❤ hai kodwa yena u cc ume kahle uphakile mani

  • @nonenemkhwanazi5922
    @nonenemkhwanazi5922 6 месяцев назад +4

    Ungaqhubeka njani sewazi uba ngucc wakho baleka 🏃 bhuti kuyahlanya lokhu kwentombazana😢😢

  • @Bonganimanyathela
    @Bonganimanyathela 6 месяцев назад +14

    Inamanga lentombazane ifuna uthando ngenkani 😅😅😅

  • @AlbertinaMakalima
    @AlbertinaMakalima 5 месяцев назад

    Yhoo hayi amadoda ,azalwa ebaleka,enamanga hai bo Nawe ntombazane Musa ukulandela umfo omgasa kufuni ,lo mfo akekho kuwe .Be proud of yourself .Shape your life Khohlwa ngu Thulani.😅😅

    • @lupawu
      @lupawu 5 месяцев назад

      Zimbabala 😂

  • @getrudemangwaya
    @getrudemangwaya 6 месяцев назад +42

    Ucc lona ngokubona kwami akakhulelwanga ufuna ukubamba umfana kuphela ngokuthi ulesisu

  • @penelopesindisiwe8019
    @penelopesindisiwe8019 3 месяца назад

    Engan vele history ithi sngabandawonye so angiybon nkinga mina lapha as long bengazalwa same sende😮

  • @NkosazaSukwana
    @NkosazaSukwana 6 месяцев назад +2

    Yhooo, yingxaki enkulu Lena🤣🤣🤣 ndisizela ubhuti Shem umntanabantu, wow😮😮

  • @marshallm96...
    @marshallm96... 5 месяцев назад +2

    "Ngikthanda ngenkanii wena, uzozwa ngam mangasakuthandii" good girl😂😂😂🙌🏼

  • @aneziemazibulamadubela8593
    @aneziemazibulamadubela8593 6 месяцев назад +26

    "vele ngeke ngiyibone into engekho akukho ngane la"😂😂😂😂😂😂😂😂yey wangbulala lo bhut

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 5 месяцев назад

    Uyagula u cc srs udinga usizo🤞🤞

  • @NobuhleNdlovu-z8v
    @NobuhleNdlovu-z8v 6 месяцев назад +7

    Waze wakhohlakala cc wabantu uze uzobukwa ngombhedo sewushalaza into engekho uzifihlelan bo. Ukhuliswe kaZulu owakabani

  • @zolekamotlhaoleng9423
    @zolekamotlhaoleng9423 6 месяцев назад

    Part 2 pls bafowethu😊😊😊

  • @nomusabuthelezi6281
    @nomusabuthelezi6281 6 месяцев назад +6

    Aike Sisi manje awukholwanga uMzali wakho ekutshela ungowaphi, Mmm....wonakele ngane yam😢

  • @sbongilegetty4255
    @sbongilegetty4255 3 месяца назад

    😮ntomazane phuma kubhuti wakho yhooo Kanti useze wamitha Kanti vele ihlobo Meke zathandana akuhlukaneki yhooo

  • @MawelaTshidiso
    @MawelaTshidiso 6 месяцев назад +18

    Hi Inyone TV work hard for your channel guys

  • @busanzinhlemthembu6251
    @busanzinhlemthembu6251 5 месяцев назад

    Kodwa qhudeni owakithi wena, ei angyazike le ka cc wami awww nanku mhlola😂😂owakithi nje naye mamnisi wemvula ilanga libalele 😂😂😂ei ngzokthanda ngenkani mayeee

  • @nosindisosdudla3317
    @nosindisosdudla3317 6 месяцев назад +16

    Aiii ucc waze wakhohlakala bo uyabonakala ukuth uqamba manga...baleka ngempela webhuti

    • @thembiencube-s2u
      @thembiencube-s2u 6 месяцев назад

      Umzweleni u Cc uyazithandele bantu kubuhlungu ukuthanda umntu ongakuthandi 😢

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 5 месяцев назад

    Ngafa kuhleka liyoshona yoooo😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂impene kulezinhlelo zenu 😂😂😂😂😂bakwethu waze wangiphoxa Mntwana ndabezitha umuhle kanje 😂😂😂😂 ubhuti wakho akujiki😂😂😂😂

  • @TeeLawrenz
    @TeeLawrenz 6 месяцев назад +8

    Hayi u cc ngathi unokugula ngekhanda thizeni.

    • @sthabilesyblezuma9577
      @sthabilesyblezuma9577 6 месяцев назад

      Cc ngathi akuphelanga kugula ngekhanda lpkhu eshalaza

    • @NkuliDyani
      @NkuliDyani 6 месяцев назад

      Ewe

    • @NkuliDyani
      @NkuliDyani 6 месяцев назад

      Yhuuuu umile kakuhle girl qha ingqondo dololo ayikho

    • @ThokoZulu
      @ThokoZulu 6 месяцев назад

      😮😮😮😮😮😮😮 haibo

    • @zolekamotlhaoleng9423
      @zolekamotlhaoleng9423 6 месяцев назад

      ​@user-nk4ef😂😂😂😂😂😂😂

  • @ThembelihleLihle-y5c
    @ThembelihleLihle-y5c 5 месяцев назад

    😂😂😂😂😂kodwa u cc kwenzakalani ngaye ekhanda noma ephikisa umzaliwakhe owamtshela isibongo sakhe yikho engathathikahle unina uyakhombisa ukuthi akakuthathi crc

  • @sebenzilepretty9347
    @sebenzilepretty9347 5 месяцев назад +18

    Nokuth losis uvele akhulume kany namadoda singabe sisezwa ukuth uthini. Waze wama kahle-ke kodwa ❤

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 5 месяцев назад

    Ngaze ngahleka yooo sisi ungaze ufune ubhuti wakho😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂labhubha izwe sisi ithini into yakho 😂😂😂😂😂😂😂

  • @MandlaDlamini-we3sx
    @MandlaDlamini-we3sx 5 месяцев назад +23

    Three months khulelwe Three months badukelana Three years bethandana. We number 3 auphume kimi😂

  • @SakhileGumede-id7mb
    @SakhileGumede-id7mb 6 месяцев назад

    Pipi lobuhlobo shut limnandi 😄😄😄😄😄 Ayi labo cc abame kahle Laba banebhadi bukanje ungala ntombi emikahle kanje 😄😄

  • @sithembhileconco1630
    @sithembhileconco1630 5 месяцев назад +12

    Ngisayodlala uMshayina bafwethu 😂😂😂, unamba 3. Sithandane 3 years, wangibalekela 3 months, ngikhulelwe 3 months 🤣🤣🤣. U girl ngathi kunoDoli ongadansi, 😂😂😂 akuphilekile estezi say Girl😂😂😂

  • @NtombifikileNgcobo-f9p
    @NtombifikileNgcobo-f9p 5 месяцев назад

    Yey locc abandawonye ukuthi shuthi ekhanda ngathi alaphilile

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 6 месяцев назад +3

    😁😁😁😁 naloyo muntu angimzwanga thatha Sisi😜😝 Ukhulele komama wakhe myekeni bo ufuna u Thulani yena🤐🤐

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 6 месяцев назад

      😂😂😂😂ulalela izinyanga wena 😅aiii

  • @SiphoXaba-vb3vf
    @SiphoXaba-vb3vf 6 месяцев назад +9

    😂😂😂😂😂😂Ngizokthanda ngenkani,ukuth uwumfwethu angiyngen leyo mina😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @lethiwendlovu9558
    @lethiwendlovu9558 6 месяцев назад

    😂😂😂ungimithisile lona ai baf2 ucc uzifunena indoda yakhe 😂😂😂kunzima ukuthola uthando kuleskhath samanje yangihlekisa ucc wabantu

  • @nhlanhlazwezwe7758
    @nhlanhlazwezwe7758 6 месяцев назад +4

    Esirhi wooooow kuyagula lokhu😂😂😂

  • @zakheleketeci4838
    @zakheleketeci4838 5 месяцев назад +1

    Noma ngabe abukho ubuhlobo angeke ngiqhubeke nentombazane engenanqondo kanje into evele ikhulume engathi yehla emthini

  • @NobuhleNdlovu-z8v
    @NobuhleNdlovu-z8v 6 месяцев назад +7

    King Ginger asimkholwa mayethi type I'm pregnant😂😂 yes bayasho masebefun mali emadodeni ai cc 😂😂😂

  • @ThembaNhlapo-le4rq
    @ThembaNhlapo-le4rq 5 месяцев назад

    Ngithanda i chemistry phakathi kwenu majita,ibambeni iqine ,kuhle ukubona lokhu,mabasizeke abantu🙏danko

  • @thokobhengu8295
    @thokobhengu8295 5 месяцев назад +24

    Abantu abefani bandla. Mina ngeke ngilandele umuntu engishiyile cz kuchaza khona ukuthi akangicabangi noma akangidingi. Yingakho ngithi abantu abefani.

    • @GeorgeMemela
      @GeorgeMemela 5 месяцев назад

      Injalo nje Thoko❤

    • @NeoSehloho-p1f
      @NeoSehloho-p1f 5 месяцев назад

      Struu!

    • @BigmamaMama-oh6rv
      @BigmamaMama-oh6rv 5 месяцев назад

      🎉logwaja anifoneli ngani lomama walentombazane nizwe kuye ukuthi wakabani cc sibongo sakhe uzosho lomama bafo

    • @ThandiMthembu-p4s
      @ThandiMthembu-p4s 5 месяцев назад

      Ngeke ungibone..ngisho ungangishiya nengane

    • @lungilegcwensa9273
      @lungilegcwensa9273 5 месяцев назад

      yin eyenza angamkholwa mah wakhe aybo lo cc

  • @mbhekiseninala
    @mbhekiseninala 5 месяцев назад

    Wow wokunukani ufuna ubhut wakho...wafihlelani ukt ungowakubo kwakhe ai nx intombazane ebolile

  • @ThobaniNtshangase-bf9eb
    @ThobaniNtshangase-bf9eb 6 месяцев назад +2

    Usisi akafuni nokuyizwa eyesbongo shuthi sthandeka ngempela isihlobo sakhe😅😅

  • @AbigelAbigel-k8q
    @AbigelAbigel-k8q 4 месяца назад

    Unamanga lo cc akakhulelwe NAMI ngiyabona

  • @ManoyabakakhathiniMnguni
    @ManoyabakakhathiniMnguni 3 месяца назад +5

    Yooooh ukhohlakele Ntombazane ulala ka njani nomfowenu eqala ezibika nje kuwe ezisho ukuthi uyisibongo sakho uqhubeka kanjani umshelise umfowenu
    Yooo ngeke using udinga amasiko cc uyagula nje ebuchosheni bakho imizwa ivuma kanjani nje kumuntu origami lakho
    Mhh using a usizo Jabulile cc strong

  • @Sphiwe-el1
    @Sphiwe-el1 6 месяцев назад +1

    Jehovah salesewbuya baba🙆🙆🙆🙆🙆 losisi uphilile kodwa? Washonje unina before ashone yn Kanti🙆🙆🙆🙆🙆

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 6 месяцев назад +14

    Nakhu ethi Malandel u sisi asitshel khon okuny akuyikh😂
    U Sis nina anilwaz uthando😂😂

  • @malibongwengubhu3526
    @malibongwengubhu3526 4 месяца назад

    Gwajo lomfazi makoti wakho uyakphekela mfe2 unteshe😂😂

  • @nomfundonolwazi7244
    @nomfundonolwazi7244 6 месяцев назад +11

    Kodwa ubhuti ngathi uqinisile methi beno sis bahlobene

    • @MthandeniKunene-sw1kn
      @MthandeniKunene-sw1kn 6 месяцев назад +2

      Kuyacaca ukuthi bahlibene lunamandla olwezihlobo uthando kuba isthaqa into enamathele

    • @MthandeniKunene-sw1kn
      @MthandeniKunene-sw1kn 6 месяцев назад

      Sekuyobulawe igula ukuze ingane ikhule kahle

    • @NomazwiGwebu
      @NomazwiGwebu 6 месяцев назад +1

      They even look alike

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 6 месяцев назад

      ​@@MthandeniKunene-sw1knlunamandlakakhulu😮

    • @BhekiFuze-v3j
      @BhekiFuze-v3j 6 месяцев назад

      Uqinisile vele umalume wentombazane ufakazi.

  • @lungilengcobo1279
    @lungilengcobo1279 5 месяцев назад

    Lo cc ngathi azithi mzala upstairs 😅😅😅

  • @TeneleDlamini-q7c
    @TeneleDlamini-q7c 6 месяцев назад +11

    Baze ba confuzeka oGwajo noMalandela😮😮😮sisi khuluma iqiniso ungahluphekisi ingane

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 6 месяцев назад

      Loool eii i confuser ngampela lo ghell 😂😂 ngaze ngabadabukela oGwajo...😂

  • @BonisiweGumbi-s5e
    @BonisiweGumbi-s5e 3 месяца назад

    Niyahloniphana Gwajo noma Landela niyathobelana nibambisene siyayabonga muhle nomsebenzi wenu uyasiza abantu.

  • @NomsaPrecious-l3m
    @NomsaPrecious-l3m 6 месяцев назад +3

    😂😂😂ayashoda amadoda lol sebefuna ngisho abafowabo

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca 5 месяцев назад

    😂😂😂😂😂ngeyuyibone naleyongane ngayibona knjn into engekho vele uzazala eselicosha amaphephake yena

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 6 месяцев назад +16

    We call this INZUKAYIKEYI ubolile ntombazane🤔👋

  • @sihleprecious2007
    @sihleprecious2007 5 месяцев назад

    Cha u cc akekho ryt 100% ngendlel akakhuluma ngayo

  • @ZamandabaPurity
    @ZamandabaPurity 6 месяцев назад +7

    Naze navelelwa Gwajo noMalandela ay lo cc angimtholi kahle

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa 5 месяцев назад

    Akuhamba kahle kulosisi😂 sicela part 2❤

  • @TeneleDlamini-q7c
    @TeneleDlamini-q7c 6 месяцев назад +27

    Useze waba nomkhaba ngenxa yam😅😅😅😅

  • @celumusazikhali7040
    @celumusazikhali7040 6 месяцев назад +6

    Haibo cc wabantu ungowaphi vele kanti 😮😮

  • @YakoubBilalHoncho
    @YakoubBilalHoncho 6 месяцев назад

    Locctaz hhay angeke angivumi 😅 I ñetwork ngathi aydonsi Kahle laa😂😂,🤞ngyanchazela

  • @ThobaniNtshangase-bf9eb
    @ThobaniNtshangase-bf9eb 6 месяцев назад +12

    Kusisi kunekamero elinganamuntu😂😂

  • @WendyWendy-x5x
    @WendyWendy-x5x 5 месяцев назад

    🤣🤣🤣 Ngithanda ngenkani 😂😂😂😂 Aybo u cc

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe1254 6 месяцев назад +7

    Waze wangcola ntombazane umawakho uktshena isbongo sakho wena uyoqoma kulesosbongo

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 6 месяцев назад +1

      Izwe liyabhubha👋

    • @xoliswa2934
      @xoliswa2934 6 месяцев назад +1

      Ingane yaziwa umama wayo,wengeke amtshele intengekho umama ka Sis

  • @laurencemphikeleli
    @laurencemphikeleli 5 месяцев назад

    Wena ngik,thanda ngenkani wena😂😂

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 5 месяцев назад +6

    Ume kahle u cc ,yikho ukuthi ekhanda akuphilekile kahle kahle.

  • @Muzi222
    @Muzi222 6 месяцев назад

    Wena ngikuthanda ngenkani 🙆‍♀️🙆‍♀️

  • @diphalepashe5361
    @diphalepashe5361 6 месяцев назад +19

    Unomkhaba ngenxa yami Nami ngikhulelwe ngenxa yakhe 😂😂😂😂😂

  • @thembekazuma4465
    @thembekazuma4465 4 месяца назад

    😂😂😂lo Sisi bakithi aiybooo "mina ngifuna yena angiyizwanga yesibongo,ngifuna yena mina"

  • @sthabilesyblezuma9577
    @sthabilesyblezuma9577 6 месяцев назад +31

    Kodua cc ngathi akulaphekanga kugula ngekhanda

  • @LungiDlamini-o8b
    @LungiDlamini-o8b 2 месяца назад

    😂😂ingane yaziwa nina uzuyanyiph girl uyangdin uyalaz qiniso girl umthanda kanje na nje lo gal bhut ingob igazi lakhe yangdin gal uyaz abandawony
    Mmm unehlelibi enjalo unyokoloz kambi Thulan nehlo lasesthenjini

  • @nonkululekomdluli4026
    @nonkululekomdluli4026 6 месяцев назад +48

    Ucc akaphilile ekhanda ngeke

  • @lindokuhletembe349
    @lindokuhletembe349 5 месяцев назад

    😂😂😂😂ayyyy imnandi lena
    Shiya lodoti wemvelase uyakweyisa

  • @SyabongaLukhozi
    @SyabongaLukhozi 6 месяцев назад +5

    Lo cc waseyashalaza Mase kukhulunywa eyesbongo

  • @BonkekileNdlovu
    @BonkekileNdlovu 5 месяцев назад

    Yooh! Kanti watshelwa nawumawakho! Inkinga ke phela lena. Kwaze kwanzima. And bathi kujwayelekile ukuthi abantu uma beyizihlobo omunye amthande kakhulu

  • @SimangeleSibili
    @SimangeleSibili 6 месяцев назад +8

    Top presenters

  • @BanoNgwane-tp1bi
    @BanoNgwane-tp1bi 5 месяцев назад

    Uyahlanya locc wamtshela nje mawakhe ukuthi owaka mthembu 😮😮

  • @UnathiPiyose
    @UnathiPiyose 5 месяцев назад +2

    Abantu abangaphilile ekhanda banokuma kahle nge body

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 6 месяцев назад

    Gwajo no Malandela I have been waiting for you guys phezukwabo they can run but can't hide❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @sluweeKay
    @sluweeKay 6 месяцев назад +5

    uGirl ngathi usomanga ongaphilanga nasekhanda👐🏽😂

  • @sihlentuli3768
    @sihlentuli3768 4 месяца назад

    Malandela wadideka wafuna ikhaya uma ethi ngikuthanda ngenkani 😂😂😂😂😂

  • @CheerfulRedRose-jj7px
    @CheerfulRedRose-jj7px 6 месяцев назад +5

    Number 1 sengihleli

  • @OdwaNdamane
    @OdwaNdamane 5 месяцев назад +1

    😂😂😂😂uyaxoka locc akamithanga and ugwajo nomalandela abakwaz buza imibuzo kakuhle mxxxxxxxm locc ligxoki

  • @hlengssangweni1160
    @hlengssangweni1160 6 месяцев назад +4

    Eiy oGwajo noMalandela bayibuza imibuzo eyodwa belokhu beyiphinda and bayijwayelento babambezela ubhuti ngemibuzo asebeyibuzile

    • @SthuliGumede
      @SthuliGumede 6 месяцев назад

      Ai lento yabo baqina kakhulu

    • @ThobekaNgconde
      @ThobekaNgconde 6 месяцев назад

      Pls ndicela.oyaziyo inumber yabo andiphe pls ndiyaxoisa ngoku phuma emxholweni