THEMBA MASINGA - ISIKHONZI SENHLUPHEKO PART 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 сен 2024

Комментарии • 15

  • @user-jn2pi5eo3v
    @user-jn2pi5eo3v 6 месяцев назад +6

    Khula Masinga kulomsebenzi wakho Inkosi isigcinele wena baba.igalelo lakho liyamangalisa siyakubona asikuzibi ukuthi nje isizathu uyasazi nawe.kodwa khona igalelo lakho kulelibandla siyalibona uyisibonelo esihle lithi.

  • @SifisoXimba-x6h
    @SifisoXimba-x6h Месяц назад

    Sbonge baba masinga amazwi anothile unyazi lwandise amen

  • @msongiwensimbijobe9196
    @msongiwensimbijobe9196 Месяц назад

    Ngibonga kakhulu baba uMasinga ngokuthatha isinqumo sokufaka umsebenzi wakho lapha. Uyinqolobane yebandla, uyinqolobane kaZulu.
    Bengike ngikulalele okhozini fm ezinhlelwen zoMavuso, ugeqa amagula ngesintu sethu, pho ke ukukhanya imisakazo yethu iyakushalazela uma kungokwesintu. Ume njalo.

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset 8 месяцев назад +5

    Unqombothi💯✨✅, ngilangazelela impindwa.
    Siyathobeka baba Masinga✨⭐

  • @nontokozoduma9850
    @nontokozoduma9850 6 месяцев назад +3

    Ushembe unkulunkulu bantwana benkosi amen

  • @makhosonkemvelase5596
    @makhosonkemvelase5596 9 месяцев назад +5

    Ngilokhu ngimamele njalo nje Khehla lami 👏 ngiyabonga wange thembisa ukuthi uzozifaka ngiyavuma impela usuku nosuku ngilokhu ngi download nje 👏👏👏👏

  • @user-yq8ho3ch3u
    @user-yq8ho3ch3u 9 месяцев назад +4

    Ushembe ngumsindisi ,ufanelwe ukukhonzwa

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 5 месяцев назад +1

    Eyy la mazwi akho ajulile. Uma uwakhuluma kubantu ukluluzwa ngeso lokotshi ngenxa yokuthi ubuthi obafakwa abezizwe wangena wajula.

  • @SboneloMalinga-f5m
    @SboneloMalinga-f5m 9 месяцев назад +6

    Baba Masinga... Bengicela (i)video lapho ukhuluma khona ngokubekwa kweNkosi uThingo Lwenkosazane esihlalweni, nange msembezi yenkosi uThingo Lokubathiya...
    Nkosi ik'busise Baba Masinga

  • @mlungisizothani9002
    @mlungisizothani9002 9 месяцев назад +4

    baba wethu 🎉

  • @PhumzileMabanga
    @PhumzileMabanga 3 месяца назад

    Amen 👏

  • @ndabezinhlendlovu9702
    @ndabezinhlendlovu9702 5 месяцев назад +1

    Siyabonga

  • @ThabaneKhumalo-qb5uj
    @ThabaneKhumalo-qb5uj 3 месяца назад

    Baba masinga ngyavuma nceku yenkosi uqhubeke njalo
    Bengsacela eyamakhosi onke asekphakamen eyayishiw ubaba umthiyan

  • @msongiwensimbijobe9196
    @msongiwensimbijobe9196 Месяц назад

    Ngicela ngane zakwethu niqinisekise ukucofoza u "subscribe" ukuze siluthole njalo lolulwazi.