Ingane ye Taxi owner eyalalwa Taxi Driver iyachaza “Ngikhulelwe” P3

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 авг 2024

Комментарии • 1,6 тыс.

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Месяц назад +135

    😢lobaba nje uthwele ngayo lengani isiwumkhovu walapho ekhaya

  • @ngoakosemenya5890
    @ngoakosemenya5890 Месяц назад +16

    💔💔💔Very painful s story 😭I learn lot from this as mam pls guys let's give our children's support cos sometimes u can regret what you course to ur children's let's not be the lion to our kids 🙏

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Месяц назад +83

    Dankie KING ZOSO cha mfethu muhle kakhulu umsebenzi wakho uphephe bhuti

    • @khulekanimbatha7847
      @khulekanimbatha7847 Месяц назад +3

      Mina ngibona esencupheni uZoso ngoba ukhuziwe ukuthi akacishe lentl even before Aqale😭😭😭

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my Месяц назад +3

      @@Wisemangumede0 kodwa nje manje usedunga abazimqapha ngoba akasaphephile okuny useyidyondo futhi kusadingeka aphekwe kodwa umsebenzi wona uyawazi kodwa akakaqini ngokwanele

  • @CharlesMpephe
    @CharlesMpephe Месяц назад +20

    Running out of words..😭😭😭 Jehovah ngenelela Baba kulesi simo kubuhlungu kakhulu xm

    • @SamMthembu-ej4uf
      @SamMthembu-ej4uf 24 дня назад

      Kubuhlungu kithina bazali, kuphela siyamkhulekela kuSmakade ukuthi angenelele , kungaze kube nokuthi kufe abantu, kukhona nengane ezayo

  • @BhekaniDlamini-u4e
    @BhekaniDlamini-u4e Месяц назад +95

    King zoso nghlezi ngbuka umsebenzi wakho muhle kodwa lento izophela kunesdumbu phansi loBaba uthwele ngalengane umcebo wakhe uzophela nxa lengane ijola Goodlike Bhuti uJehova akusikelele

    • @ErickThusi
      @ErickThusi Месяц назад +7

      Engathi seydinga umthetho namasoshal weaker

    • @NtomboxoloKwepile
      @NtomboxoloKwepile Месяц назад +5

      Uthwele ngalomntwana lo no taxi kutheni ethwasa kangaka kodwa naye umama walomntwana wamlala njengale ndoda afuna ukuyibulala

    • @HenbroGlobal
      @HenbroGlobal Месяц назад +4

      Kunzima sfiso ubaba akasale axole ekwezekile sekwezekile

    • @jabuphakathi37
      @jabuphakathi37 Месяц назад +1

      @@NtomboxoloKwepileimpela

    • @LindaMpapa-zj9ij
      @LindaMpapa-zj9ij Месяц назад +1

      ​@@NtomboxoloKwepileEwe kuthwa bathwala ngawo ama virgin yazi unganyanisa🙆‍♀️

  • @ThabitaLettah
    @ThabitaLettah Месяц назад +40

    Yaz lo baba uzoybona le video njengoba eseshilo nasekqalen kuthi uyalibuka le hlelo n believe me ngekhe kubemnandi🤞 let's just pray for king zoso guy's

    • @samkelosibiya2700
      @samkelosibiya2700 Месяц назад +3

      Eyii nam ngisaba lokho,,wiii kuyochithekq buyayiwe,,haboo akahleki lowababa,,and akasabii muntu

    • @charlottematseliso5450
      @charlottematseliso5450 Месяц назад +3

      @@samkelosibiya2700 kodwa Zonke izinto esizenza emhlabeni ziphambhi ka Jehovah 🤞

    • @lwazimaqubela7684
      @lwazimaqubela7684 Месяц назад +1

      I m sure umcacisele uba ngekhe buvele ubuso coz icamera uyaybona n uthule

    • @user-rs1nr8lk1v
      @user-rs1nr8lk1v Месяц назад +3

      King Zoso hlala endabeni ingane ayina sikhathi HLALA ODABENI

    • @user-lt8ec2xy4h
      @user-lt8ec2xy4h Месяц назад +1

      Nam ndoyikisela lonto uzoyibuza iphume kanjani izoba ngati u King Zoso ubeyoyihlanganisa no Driver

  • @user-ob6ob8zy8d
    @user-ob6ob8zy8d Месяц назад +64

    Uyasebenza king zoso usamcane nkos yam nkulunkulu akugcine uhloniphe umhlaba❤

  • @Tgal1876
    @Tgal1876 Месяц назад +12

    Zixolele baby gal sonke siyawenza amaphutha wawungazi ukuthi ubhuti ushadile. Ukhulise leyongane ngothando, iyisipho esivela kumdali. Uphile impilo yakho ube happy ungalokhu uzisola akekho umuntu o perfect kulomhlaba. Kwayena ubaba wakho lowo akekho perfect

    • @balusithole3163
      @balusithole3163 Месяц назад

      Uzoyiphilaphi kodwa kwayona leyo mpilo ngoba nanti ibhoklolo elingu Baba wakhe liyamu lawula lifuna aphile impilo efunwa yilo. Ayi lengane isenkingani mani. Lo Baba uyisilwane uqobo lwaso

    • @irisnsandlana5966
      @irisnsandlana5966 Месяц назад

      ​@@balusithole3163🎉m

  • @BernardMlungisi
    @BernardMlungisi Месяц назад +82

    Sicela nabomthetho bangenelele King Zoso

  • @xolilehlengo6785
    @xolilehlengo6785 Месяц назад +13

    Let pray ingabi intombazane lengane oyithwele be strong baby girl god will protect you ❤

    • @NoncebaDaka-l1g
      @NoncebaDaka-l1g Месяц назад

      And remember to use protection when ever u find yoself in that situation

  • @GasoGa
    @GasoGa Месяц назад +14

    Ungazisoli sisi anenzanga lutho olubi you are adults who fell in love with each other. Ukuthi unomfazi is nothing isithembu sivumelekile futhi. I don’t see anything wrong with what these two lovebirds did. Viva ngothando viva 💪💪💪

  • @Anthea-u4c
    @Anthea-u4c Месяц назад +6

    Cha siyabonga sisi uyi star ngokuphumela obala u Thixo uzokusiza kodwa ubaba wakho uthwele ayikho lento yakhe sisi nibusiseke ❤❤

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt Месяц назад +28

    Baba Somandla hamba phambi kwalabantwana bakho badinga wena Nkosi, akekho omunye ongaxazulula lesisimo thambisa izinhliziyo noma sizwa kunzima kodwa ngiyakwethemba Baba

    • @user-iz8kl6xl1k
      @user-iz8kl6xl1k Месяц назад +2

      Amen❤

    • @user-fe4dr3qb2k
      @user-fe4dr3qb2k Месяц назад +1

      Baba wethu oyingcwele wise wenkosi ujesu ngenelela mnini mandla ngenelela dwala laphakade thambisa inhliziyo ya baba akwazi ukudlulisa lesimo akukho okuhlula wena😢

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Месяц назад +9

    Oh moyongcwele angikaze ngibuzwe ubuhlungu obunjena. ngenelela nkosi kulodaba. phephisa sthandwa sami uNkulunkulu uzoba nawe pray harder my dear uNkulunkulu angeke akulahle😭😭😭😭😭

  • @user-mf7ze2ps9t
    @user-mf7ze2ps9t Месяц назад +40

    We baba lezingane zethu zigangile xolela umfana

    • @user-oj5fm6bj1e
      @user-oj5fm6bj1e Месяц назад +2

      Hayi kodwa musudlala ngengane ivalelelwani yini kusatshiswa abantu abathandana nayo ikhulile ingane nayo ibisifuna ukuqoma

  • @NkosiDlaminiSpeaks
    @NkosiDlaminiSpeaks Месяц назад +2

    Big ups sisi on your personality and character, u're very respectful and modest indlela okhuluma ngayo, kuyevakala kutsi you are a very good person at heart

  • @user-tf7si7qk3n
    @user-tf7si7qk3n Месяц назад +47

    Uyabona ukuvalela ingane engathi inyamazane akulungile neze,ngisho ingane isikhule kanjena ai,manje yena lobaba okungenzeka uthwale ngayo lengane,Phela bathwele osomatekisi siyakwazi lokho,why lobaba ezovimba ingane engaka ukuthi ingaphumi izithole ai khona

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk Месяц назад +3

      Or uyayilala naye, kuningi phela okwenzeka la ngaphandle kulezinsuku zokugcina.

    • @thembzahsouthafrica5945
      @thembzahsouthafrica5945 Месяц назад +2

      ​@@SifisoShange-cm5tkithe ingane Ibiyi virgin yavulwa udriver yingakho iqinisekisile ukuthi ingane eyikhulelwe eka driver

  • @AmandaGumede-ku9ed
    @AmandaGumede-ku9ed Месяц назад +6

    Yoooo kwanzima but yonke into unohlelo lukaNkl akamukele ingane blessing from God .Jehova unohlelo lwazo Zonke into ezenzakalayo
    Jehova akangeenelele

  • @SidumoNgetu
    @SidumoNgetu Месяц назад +14

    God will make away for you sisi you have alot of respect a good heart much love❤️🙏

    • @NeliswaNdebele-uo6ry
      @NeliswaNdebele-uo6ry Месяц назад +1

      Sukulokhe udabukela lengane ayidabukisi ekhaya Kubo banemali idla kahle ulale ndlini.kunengane yomfazi edlala ezinkalweni inomfazi inezingane ibashiye bodwa

    • @SidumoNgetu
      @SidumoNgetu Месяц назад

      @@NeliswaNdebele-uo6ry I was not talking to you but anyway, everything you said it got nothing to do with me or that girl it have everything to do with the government.

  • @malebomathabi1310
    @malebomathabi1310 Месяц назад +4

    💔💔💔💔💔My heart its broken awooaa bathong please GOD help this young man 🙏🙏😭😭😭😭😭it's 💔💔

  • @marthamotuba3825
    @marthamotuba3825 Месяц назад +58

    Police and Social workers MUST intervene 😢🙈🙆

    • @beltarngwenya
      @beltarngwenya Месяц назад +1

      sethembeke ukuthi abomthetho bengachemi nalomuntu wemaa mhlambe ke nabo abomthetho banokumesaba kwazbaa?

    • @mandlazikhali6420
      @mandlazikhali6420 Месяц назад

      Yes agree we need the intervention of police and social workers

    • @ZaneleDaisy
      @ZaneleDaisy Месяц назад

      Wea amaphoyisa azomdayisa ngempela ke

    • @thenjiswadidi2221
      @thenjiswadidi2221 Месяц назад

      Injlo nam klk bayasebenzisa ababantu and lo tata kuthiwa connected ​@@ZaneleDaisy

    • @taddiedlamini315
      @taddiedlamini315 Месяц назад +1

      Syakhalisa nkosiyam lesistorie😭😭😭😭😭😭 ngaze ngamzwela umfana wabantu

  • @NtombikhonaZwide
    @NtombikhonaZwide Месяц назад +5

    Ungazibulali mfowethu kuzolunga umah wezingane uzosal nobani kuncono buyela emakhaya uhambe nje alpha okhona hayi uzibulale angikuphasisi bhuti wami inkosi uzokusiza 💔😭👏

  • @AlexMotaung
    @AlexMotaung Месяц назад +38

    King vavele waphelelwa amazwi uma ezwa elokumitha

  • @lindokhumalo1744
    @lindokhumalo1744 Месяц назад +7

    The problem with us parents is that we want our kids to be like us and do as we want..If we only we can allow them to experience life and make their own mistakes and they will learn from them..uJehova gave us this kids ,we teach ,we lead them and hope they become better udults...but if they decide to make things their own way..its now up to them to decide ngezimpilo zabo..as a parent uwenzile umsebenzi wakho..asiyekeni bazali lomkhuba wokuba too strict to them.these are the results if we are not careful with our actions..you heard what the daughter said.can you blame her???..to the father..accept what has happened and deal with it and move forward ..she will also kill herself ..kunzima nakuyena..free her..

    • @thandiwemthethwa3534
      @thandiwemthethwa3534 Месяц назад

      Exactly yolokhu engikubonayo lengane izozibulala kwaze kwabuhlungu kubuhlungu nakubaba wengane sihleze sibafisela okuhle abantwana bethu kodwa manje yiskhathi sokuba amukele n this will pass uma sekhona umuzukulu yobe semthanda

  • @nosiphobangura6118
    @nosiphobangura6118 Месяц назад +109

    We are not judging you nana.Okwenzekile sekwenzekile it cannot be undone.I encourage you to seek help from the social workers. King Zoso, the situation is too serious for you to handle. This child is experiencing significant emotional pain. My heart shatters into countless fragments, being both a mother and a mental health professional. The possibility of a severe mental collapse is considerable in this case. It is crucial to take quick action.

    • @mxolisikingjuniormakhoba8792
      @mxolisikingjuniormakhoba8792 Месяц назад +7

      Njengoba ngaboni ngyalaz sizi lokuhlala ungaphumi uphume mje ngyazwelama nalo cc nobhuti futhi ngyalqonda ulaka labava yize nganangane lapho ngikdingan thola izntombi ezdlalayo bt ngungayulutho bt if ubaba engamdingi u driver atingoba ngimdelela bt bengicela with all my heart sikhulise naye locc ngane yakhe kube mna naye atingoba ngbona amathuba kdw locc udinga muntu onjengam ongazuli kakhulu ocrc ngempilo like me syadingana kongakwaz angihlanganise naye Kanye nabakubo ngyabonga kakhulu khathel abadlalangam akaze ngamtgola crc ngyacabanga kukhonakonke adlula kukho locc kuba nm engaphola nm ngizmisele kumsupport ngazozonke izndlela ngisho ngabe u drive umthelel ngamamukela ngyayifeeler lepain yalocc bt ngyacela ningixhumanisenate yize ngaguli bt ngamthatha angfisi azbulale or azblame kakhulu mn zobanaye ngyafunga umhlaba ubuja angek ngadlala ngalo cc yonke imthetho yakubo soyihlunipha bt ngane angayikhiphi cdl cela sakhe umnden okwadriver aqhubeke nomndeni wakhe bt ngibuhlungu ngaye ngyatholakal kuwhatsapp ku0764316089 kwamacalls 0763839471

    • @BongiweSelematselaSelematsela
      @BongiweSelematselaSelematsela Месяц назад +3

      Ndikhathazekile ndibuhlungu ngulomfana...ndimcelela uxolo kuYehova naku Tata wentombi....yhini Yesu ngena!!!

    • @FelixMahlombe
      @FelixMahlombe Месяц назад +6

      Eish it's true but uzoya njani kwi social work evalelwe endlini? ubaba wakhe he's 2 abusive strue🤞 my question yena akasheli ingane zabanye obaba nomama? It's really hey🥲💔

    • @FelixMahlombe
      @FelixMahlombe Месяц назад +5

      Ekekho ryt lobaba oyena mgodoyi nguye, ingane ayikwazi nophuma ivalelwe endlini that's y eye wabona isoka indoors, andimsoli she's not free at all money can't buy happiness 😢

    • @NtombimpelaVilakazi
      @NtombimpelaVilakazi Месяц назад +2

      Lo Bhuti angaze azibulale for lobaba onenkanuko yomtanakhe ukube y indoda yami loyobaba bengizake ngimbuze ukuthi ucabanga ukuthi lengane beyiyogcina ngani ngoba impilo kwamele ungene kugame nayo 🙄

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula7724 Месяц назад +3

    This is too serious king Zoso libhubesi kaloku lobaba girl we are not blaming you at all Zoso contact the social workers and the police cause hell will break loose here please help these two people ybomi babo buxhomekeke kuwe ngoku we are praying for a good outcome to come out of this situation ❤

  • @user-vj2wp4sv2b
    @user-vj2wp4sv2b Месяц назад +15

    Yehlisa umoya Boss sekwenzekile abantwana bayathandana pls umzukulu usendleleni i blessing come from God pls

  • @user-dl2hl5vh4v
    @user-dl2hl5vh4v Месяц назад +2

    I like this lady for her honestly, u baba wakhe ku mele ba understand the situation that sometimes it's not about him every body have his or her own fillings .i feel for this kids it is so sad may good make a way for them to be together

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e Месяц назад +123

    Kuthwelwe ngawe Sisi uyisilwane esidonsa imali ekhaya ingakho ubaba engafuni lutho

  • @user-eu8pm6yd9z
    @user-eu8pm6yd9z Месяц назад +3

    Mnxm, lobaba is more than crazy, lengane isenkingeni. Nobody can control love especially at her age. Yena nje, uma ecabanga, ubethi lengane iyophelelaphi. Izo vele izihenge nje ngoba vele ihlala endlini. Uzoyithola ilenga. Hopefully he will Celebrate.

  • @diwaunitymasuku4548
    @diwaunitymasuku4548 Месяц назад +21

    Thanks weee ngane ngokuphumela obala

  • @user-vp6rd3dg5y
    @user-vp6rd3dg5y Месяц назад +3

    Waze wayigwala uKing Zoso, uyagqiha ushaya ikhwela, yilokhu ekhale njalo 😂😂😂😂😂😂

  • @user-tn4rw2tf1j
    @user-tn4rw2tf1j Месяц назад +18

    😭😭😭😭😭😭lwaze lwabhlungu udaba lomfana ey ukube wayazi nkosyami 💔💔💔kuzwela kim masekunje ey lobaba

  • @user-qm4qn9yi9k
    @user-qm4qn9yi9k Месяц назад +2

    My heart pained a lot when I heard the taxi driver crying shame he's really scared of this monster

  • @bongiemabaso9053
    @bongiemabaso9053 Месяц назад +15

    Siyabonga King uyanconeka kakhulu umsebenzi owenzile ngokuxhumana no gal

    • @vincentmkhize6219
      @vincentmkhize6219 Месяц назад

      Noma ungamncoma kodwa uyigwala bo! Zwana nje eselokhu ethi "yo, yo, yo!"

    • @Nozipho-bh5zd
      @Nozipho-bh5zd Месяц назад

      Yo yo yo 😅😅😅😅 ​@@vincentmkhize6219

  • @MariaAiseng
    @MariaAiseng Месяц назад +2

    Iyoo aubutii tswarelo eteng keakopa .keakopa keatlhaloganya gore outlwilebotlhoko boskakeng lerona raboitsi iblerabotllhalosa mmehela .raitsibotshlo botha jaka kgetsi ya letswai le babereki basetseng kenagana baithutile sengwe kawena thata haifitllha mo baneng bagago oneng oneng aleka sengwe setswanang lese atle alebale abereke gosireletsa merelo wagage aubuti tlhe marumo hatshe obone a kasetlhole moiyswarele kakopo😊

  • @sabeloinnocent6762
    @sabeloinnocent6762 Месяц назад +34

    Nawe zoso ngicela ucele u Godole akulekelele cz usevuthiwe yena ludinga yena njenge nqwele endala

    • @user-wh7vm9ys6l
      @user-wh7vm9ys6l Месяц назад +1

      Hhay kahle senifuna ukubuye niqambr amanga ukuthi nguye uGodole owaxazulula loludaba akazibambrle nje umfana are aluphethe uzogcina amukele ubaba wengane ngeke abulale ingane yakhe ephila kahle ekhanda

    • @sabeloinnocent6762
      @sabeloinnocent6762 Месяц назад +3

      @@user-wh7vm9ys6l inkinga u King zoso buye aphelelwe namagama kwesinye iskhathi Angasazi zothini koda asimugxeki ngalokho usemncane mfana kanti lolu daba lusuke lwangenhla kakhulu kuye bt akalubambe koda kumele asondele kugodole aykabi lobaba udiniwe n nalengane inencindezi Eningi yadinga muntu ekhuluma nayo ethi ekhuluma ebe eyiduduza

    • @TzzDahomey
      @TzzDahomey Месяц назад +1

      😂ngike ngamcabanga nam uGodole ey kdw akulula

    • @IsiphileMatya
      @IsiphileMatya Месяц назад

      Hayi uGodole ngeke bafethu

    • @user-mx1rm9ir3o
      @user-mx1rm9ir3o Месяц назад

      Ungazibulali pls cabangela umfàzi nezingane nale ezayo uzogcina exolile ubaba wengane ngoba uyayithanda

  • @mayaproject8325
    @mayaproject8325 4 дня назад

    It is her mother's duty to support the young lady. She can't just dump her. Just get the psychologist and the social worker involved. She needs a lot of support. Whats done cannot be undone, they need to find a way forward

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 Месяц назад +23

    KOBA KANCANE IYIHLO ENGATHWELE NGAWE ...AKAKWAZI UKUDINWA KANGAKA....KHONA LENTO ABAZALI BAKHO ABAYIFIHLAYO... WENA BEKUFANELE UHLALE UYI VIRGIN KUNGAKHO UBUKHIYELWA ...KANGAKA....IZOQHUMA KODWA INGQUMUNGA ....SOTHULE NJALO SIYI COUNTRY SIYABONA KODWA .....

  • @CelimpiloNzamoSithole
    @CelimpiloNzamoSithole Месяц назад +1

    Askis cc wami, yazi wena uryt n ubhuti uryt. Lana ubaba kehlise umoya kukho kuzoshintsha, ngiyakuthanda cc ngokuba neqiniso❤❤❤

  • @saintdagawd
    @saintdagawd Месяц назад +25

    sounds like utatakhe been keeping her hostage for the rest of her life, which is the reason why she did that

  • @za9940
    @za9940 Месяц назад +2

    u Boss une pride kakhulu akananhlonipho nokuzithoba , yingakho Izinto zizomosheka , Futhi ke usemncane ukuziphatha ngalendlela

  • @user-vg8uh5ng2b
    @user-vg8uh5ng2b Месяц назад +46

    The father of this lady is very very abusive

    • @user-sm5yb7qm2h
      @user-sm5yb7qm2h Месяц назад +2

      Uthwele nge ngane lobaba

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 Месяц назад +3

      Too much abusive aii okunescefe...

    • @MatshabalalaMavuso
      @MatshabalalaMavuso Месяц назад

      Very Very 💔😭😭

    • @aaronbreakfast1420
      @aaronbreakfast1420 Месяц назад

      I honestly don't think its intentional, utata uthanda intombi yakhe kakhulu kwaye uzama ukumkhusela. Lento yenziwa kukubona indlela amadoda abaphatha ngayo kabuhlungu abafazi kwaye wayibona akayithanda (in his subconscious). I dont think uthwele kwaye masiyiyeke lento yokuthi umuuntu omnyama ongathi unempumelelo uthwele.

    • @thabanimsweli9823
      @thabanimsweli9823 Месяц назад +1

      He is protecting his daughter from umgulukudu. Ngeke ucoshe umuntu bese ezobona inganeyakho kuyintombi

  • @DumoluhleZikhali
    @DumoluhleZikhali Месяц назад +10

    Zoso Siyabonga noma ubaba engaxolanga kodwa muhle emsebenzin wakho ❤

  • @user-fv7nf2fy5o
    @user-fv7nf2fy5o Месяц назад +10

    😢😢😢Jehova unamandla yonke makasize kunzimakakhulu angabikhona ochitha igazilomuntu

  • @user-zq7rx7wj2o
    @user-zq7rx7wj2o Месяц назад +1

    Well done King Zoso uyaqcomeka umsebenzi wakho but ukupimpana kunzima kakhulu cabanga Abantu ba Selfish kabi

    • @sontomabuza1099
      @sontomabuza1099 Месяц назад

      Umona bekayifuna ingane kanti izokhetha Spha

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +7

    Siyabonga King Zoso umsebenzi wakho muhle ke sizwe i side lengane eselwe kangaka ubaba ezoze adubule abulale kanti yena uthwele ngengane yakhe yini wabe eselwa kangaka noma ufuna ukulala nayo yena ingane YAKHE

  • @nonduduzodlamini4136
    @nonduduzodlamini4136 Месяц назад +5

    I pray she doesn't commit suicide and the guy as well.This is a very serious matter and the country as a whole need to be involved badinga usizo laba

    • @thandiwemthethwa3534
      @thandiwemthethwa3534 Месяц назад

      Eyi🥺🥹😭😭ngesaba lokho nje Jehova ngenelela lokhu kungaphezu kwethu

    • @SamMthembu-ej4uf
      @SamMthembu-ej4uf 24 дня назад

      I've made 2 comments. so I don't understand why I must make more than 2 comments

    • @SamMthembu-ej4uf
      @SamMthembu-ej4uf 24 дня назад

      /It means I must stop the comments

  • @KhayalethuMhlongo-zt8uw
    @KhayalethuMhlongo-zt8uw Месяц назад +13

    Eyi nkosazana sibonga confession yakho ngoba insizwa isilala ezinkalweni manje, Uma usukhulelwe uphinde nobhuti ubene phutha lo kungasho ukuthi unonkosikazi. Kodwa kunjalo nawe imizwa yakho ibisi gxilekakhulu kubhuti and asazi ke manje ukuthi uzokwenza njani uZoso ukwazisa leli owner kona nalo kumele lamukele isimo. Ngoba manje sekuno mphefumulo ozayo.
    Ikinga yokuthi usekhuleliswa ubani akusho lutho lokho, akamukele and ehlisele ukuba wu Goliyadi ngoba umzukulu kuzoba buhlungu kusasa sekhul3 wamdala sezwa ukuthi ubaba wakhe wabulawa umkhulu koba indzondo yanaphakade leyo.
    Okunye akulona iplan lokuthi ubaba kasisi, athathe isinqumo sokuthi ingane isikhiphe isisu ngoba nasenganeni yakhe kungaba isilonda sanaphakade. Mina ngibona ukuthi ubaba (owner) aka xolise inhliziyo yakhe bathelelane amanzi.
    Okwenzekile kwenzeke ngentando ka nkulunkulu, ngaba imicabango nezenzo ezethu. Kodwa isinqumo esika Nkulunkulu.
    Zoso ikinga leli owner kumele ulitshele kodwa ku ngaphinde kukulethele amanzi ngomsele ukuthi ulithathe kuphi igunya loku khuluma nale ngane. Kodwa usisi okanye kungamusiza ukuthi aye nama social worker including namaphoyisa ukuthula lolu daba.
    Kodwa eyii! Yinzuka yikeyi lena🤞

  • @sifisomediaproduction4280
    @sifisomediaproduction4280 Месяц назад +2

    😢She is even pregnant ,lobaba uzombulala uspha ngempela😢

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Месяц назад +12

    Mina KING ZOSO ngingathi bafo lendaba inzima iyasinda kuze lengane ingagcini ngokuzibulala naye lomfethu othintekayo bengingathi kuzodingeka abomthetho baziswe kuze nengane ivikeleke umthetho awudlale indawo yawo plz KING ZOSO AMAPHOYISA IWONA ANGASIZA KULENTO BAFO

    • @willsonweduwedu9668
      @willsonweduwedu9668 Месяц назад

      Undithathele amazwi, lomntana osesuswini angabi yisihlabelo nkosiyam.

    • @willsonweduwedu9668
      @willsonweduwedu9668 Месяц назад

      Undithathele amazwi, lomntana osesuswini angabi yisihlabelo nkosiyam.

  • @bhekiemanuel6250
    @bhekiemanuel6250 Месяц назад +3

    Lobaba walengane kukhulu akwenze ngalengane ukuthi umcebo wakhe ukhule 😢abomthetho abangenelele

  • @phililedlomo5180
    @phililedlomo5180 Месяц назад +37

    King kunzima lendaba ayisengangawe isidinga zonke inhlaka zomthetho nje iziphathimandla lento inodlame sekungase kuphume ngisho imiphefumulo King pls zama ngenyindlela we love you sikudinga uphephile

    • @PrimroseZungu
      @PrimroseZungu Месяц назад +3

      Hhmm kwaze kwanzima shame jooo ayi isingaphezu yonke lento impela idinga abomthetho

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my Месяц назад +2

      Kunzima kumoshakele

    • @thandothuthani4676
      @thandothuthani4676 Месяц назад +1

      impela ingaphezu kwamandla akhe manje makazsme ukulekelelwa

    • @user-kt7fd1vz3f
      @user-kt7fd1vz3f Месяц назад +2

      Ayibo! Angabulala u King Zoso? Musa ukungisabisa. Engabe enzeni ngoba phela wenza umsebenzi wakhe Jesu

    • @phililedlomo5180
      @phililedlomo5180 Месяц назад +2

      Hayi bo lendoda ine anger too much any thing can happen

  • @Dikela......Tom-mo5ve
    @Dikela......Tom-mo5ve Месяц назад +1

    Ngibuka ngise Cape Town bafo udaba lujulile😮akamkele u boss ayozama esinye isithwalo ayeke umntwana lo athwele ngaye yebo umcebo uzokwehla ngoba akaselona i vergin umntwana lo wakhe yiyo lonto ebukhali nje😮

  • @HappinessMhlongo
    @HappinessMhlongo Месяц назад +9

    Zoso please include ma social worker nama policeman k shubile la kwawena ungalimala kodwa Wena ungamtshela boyfriend ngesimo

  • @Skotiz1
    @Skotiz1 Месяц назад +5

    King nawe you need therapy!!😂😂😂😂

  • @user-pr2gd7or2c
    @user-pr2gd7or2c Месяц назад +12

    Yaz yabuhlung indab ingifikisel ngezinyembezi indlel asedabukis nganj 😭😭😭😭😭

  • @sibusisoMalwane-zh8cd
    @sibusisoMalwane-zh8cd Месяц назад

    Loludaba seludinga ukuthi lungenelelwe ama Phoyisa nama Social worker, Kuze luphele kahle👏👏

  • @BernardMlungisi
    @BernardMlungisi Месяц назад +14

    Yaz Mvelinqangi unamasu okuveza ubukhulu bakhe. Siyanxusa kuwe Mkhulumkhulu wobabamkhulu ungenelele kulesisimo.

    • @user-ti8nz2rp6y
      @user-ti8nz2rp6y Месяц назад

      Hai shame ubaba wentombazane uthwele ngayo ingane yakhe kwathiwa ayilethe isayitshitshi ingakho nje kuthi akabulale umuntu

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu1307 Месяц назад +1

    Yhuu waze wakhohlakala baba wakho babes ,yimali le imenza ukuthi abize abantu ngo Skhotheni tjuu . Umntwana ovalelwayo vele apho aphume khona uyamosha . Jonga ngku konakele kanjani . Yhuu makehlise umoya sekonakele vele ngku yhuuu . Ekugqibeleni bekumele alale nendoda ,ungaze uzilengise buti wami cebo lizozivelela thixo ukhona . Eish kazi umfazi wakho akazi kunika ubunzima😢

  • @sluweeKay
    @sluweeKay Месяц назад +22

    Uthwele ngengane uBaba wayo!!!

  • @Leonliaralee99
    @Leonliaralee99 Месяц назад

    Ey kodwa sometimes we believe our kids to be very perfect we grow them nice but behind our back they do this ..I feel for this guy running for his life😢❤

  • @user-mc5cs5lg8c
    @user-mc5cs5lg8c Месяц назад +21

    Muhle umsebenzi kodwa mina ngifisa uphume kulodaba uzoba nenkinga ndoda

    • @beltarngwenya
      @beltarngwenya Месяц назад +1

      mina nje ndodana sengesabela nempilo yakho lokho nje kukodwa ukuthi ize ngakuwena lapho epark ,

    • @TzzDahomey
      @TzzDahomey Месяц назад

      😂😂😂seqalile waythola inpama kwi previous episode

  • @MinathiGama
    @MinathiGama Месяц назад +1

    Ubaba ka-girl akehlise umoya ngoba vele amanzi asengenile endlini yakhe, nakhu kuna nomphefumulo ozayo. Kudingeka umhlangano womndeni which will be facilitated by a social worker. An organisation like FAMSA is handy for this kind of situation.

  • @Gugu-wp3dc
    @Gugu-wp3dc Месяц назад +17

    Baby gal uzoba right kunzima but kuzondlula

  • @portiamaseko4228
    @portiamaseko4228 Месяц назад +1

    Ingabe ukhona part 2 ,n ingabe udriver usaphila,I'm just asking lestory sibuhlungu😢😢

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Месяц назад +23

    Lodabaludinga kungenelele amaphoyisa nama Social workers lubucayi kakhulu

    • @UnathiMacingwana
      @UnathiMacingwana Месяц назад

      Finish ayikho enye indlela

    • @bridgetkhumalo9085
      @bridgetkhumalo9085 Месяц назад

      bribery amaphoyisa azoyithatha kubaba

    • @MawethuNgqebe
      @MawethuNgqebe Месяц назад

      Zama abantu abadala bangenelele ne social worker lomfo unobungozi igazi lomntu akanaxesha lalo😢

  • @TeneleDlamini-q7c
    @TeneleDlamini-q7c Месяц назад +22

    UZOSO unenswebu kaMPUMELELO MSELEKU😅😅

  • @francewilliam2066
    @francewilliam2066 20 дней назад

    Guarding a child on the leap doesn't mean a child has no feelings for a man. It is part of her human rights to fall in love. As parents, Bea easy on a girl child.

  • @user-mf7ze2ps9t
    @user-mf7ze2ps9t Месяц назад +8

    No bazali asimusa ukuvalela izingane noma sesindala bathi lengane zowuthola kanjani umendo uyise udlala ngengane isikhulile syamxolisela baba umntwana nkosyami

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Месяц назад

      Inkinga isithwalo masithi...sifuna ingane yakho iyi Vargini???

  • @user-le7pn7ku1g
    @user-le7pn7ku1g Месяц назад +1

    Mina nge Ngan sola kakhulu on the first day, spiritual people we've other eye on this matter. But the father ( taxi owner) o theele ngaye u Nana.

  • @thandahngwane2339
    @thandahngwane2339 Месяц назад +12

    Tholelani ubhuti umsebenzi ezokwaz ukukhokha ama damages myb bazom xolela

  • @BongiweGladysNkosi
    @BongiweGladysNkosi Месяц назад +6

    Sorry wena baby ubabakho uthwelengawe kodwa makatshelwe Ababa kuzodlulalokhu wenamtanami sorry❤❤❤

  • @ayamagula4715
    @ayamagula4715 Месяц назад

    ❤boy umkhulu kakhulu umsebenzi oenzayo kakhulu umsebenzi well Done br your job it's very hard br❤

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Месяц назад +14

    Okunye we KING ZOSO if amaphoyisa kubonakala engangeneleli kuloludaba as ubaba eyi TAXI OWNER kunganjani nixhumane ne OFFICE le ASSOCIATION yamatekisi oGCABA mfethu kuze bakhulume naye niye nasoKHOZINI FM bafo usizo angikholwa ukuthi bangamuyekela Ixoxwe lendaba plz KING ZOSO kubi impela bhuti

    • @NoziphoMuhle
      @NoziphoMuhle Месяц назад

      Ayi isingaphezu kwakho Zozo sengakusho nje kuzophuma isdumbu la kdw kugcineni kumele uyisuze lengane njengoba izisola umtshele Baba wayo kuthi ikhulelwe ufonele ayikumbona ngamehlo ngoba kuzofawena kuqali mingamtshela face 2 face ngiyacabanga nesoka sulibikele kth imithi lengane Uma kudingeka kth nihlangane nalobaba ubikile amaphoyisa ungayi wedwa

    • @NontobekoMthethwa-tw9bh
      @NontobekoMthethwa-tw9bh Месяц назад

      Ingane ayivalelwa bakithi Mele ikhethele njee muntu emthandayo❤

  • @WinnieKhonkhobe
    @WinnieKhonkhobe Месяц назад +1

    Now I understand ukuthi u cc why ayenze lesi senzo , ukuvaleleka e kheyijini , lobaba ka girl unenkinga u girl u deprived of living her life . Mina ngisola u

  • @yolandantabeni6988
    @yolandantabeni6988 Месяц назад +8

    Lobaba u worried ngomcebo wakhe ukuthi uzophela ngoba nje uthwele ngale ngane yakhe

  • @Mathimlisa
    @Mathimlisa Месяц назад +1

    Mina I'm not blaming you sisi wam, it's only nature to fall in love
    Baba wakho indlela akukhulise ngayo was wrong, if wayefuna kukuvikela kwakumele angakuhlanganisi namatax
    Phela it same as ububoshiwe namanje usaboshiwe
    Baba wengane if uyifunda le msg izwa la
    If wawufuna kuyivikela ngane yakho bekumele ungahlali nengane yakho kungaziwa kuth ingane yakho, u are the foundation of the whole situation,

  • @user-hu2vt8bi6i
    @user-hu2vt8bi6i Месяц назад +8

    Umpheki webhodwe yilobaba livuthiwe ke manje makaliphake yena kade ethi wenza ukuhlakanipha

  • @nomsaMofokeng-mg5jb
    @nomsaMofokeng-mg5jb Месяц назад +1

    Kubhlungu kusho ukuthi lobaba wetombazana u funa lengane I thathwe umuntu ocebile kusho ukuthi nomzukulu ngeke athandwe lobaba uzothi akhishwe I sisu yooh ngiyabazwela umthetho mawuthathe ndawo yehla baba kubuhlungu ngiyazi 😢😢😢

  • @user-bj9ye5te8z
    @user-bj9ye5te8z Месяц назад +45

    Uthwele ngawe ubaba cc😪

  • @dumisanikwanele167
    @dumisanikwanele167 Месяц назад +1

    Wena bathwele ngawe kini akukwaz nje sdalo mina ngizwelan nawe sisi😢

  • @MlondyMkhwanazi
    @MlondyMkhwanazi Месяц назад +4

    Ayinikwe u 3 second loludaba uzolungisa ngokushesha kshube ngempela manje😢

  • @user-jh9vw4dj8f
    @user-jh9vw4dj8f Месяц назад +1

    Syabonga ngokukhuluma iqiniso Lala kwangathi ubaba wakho ayibone le Vidoe.weee ubaba uzothi yikhiphe lengane jeso.ne protection nje kodwa nkosyami.

  • @user-yw2il6ce1c
    @user-yw2il6ce1c Месяц назад +18

    Uzoythola enye impama weZoso ngyaktshela uyezwa😂😂

  • @londiweqakamba8491
    @londiweqakamba8491 Месяц назад

    kubuhlungu kodwa lobaba walengane makaxole sekwenzwkile and nono zixolele suzithwalisa icala ❤

  • @aykay9328
    @aykay9328 Месяц назад +6

    Well mannered child, sorry my dear for all you're going through. I understand children are a blessing from God kodwa tell your father the soonest

  • @uphangisa8907
    @uphangisa8907 Месяц назад +1

    Ubafo akenze iprotection order, itax owner ibizelwe enkantolo izochaza bese lixwayiswa ngokuthi watholakala eFile liyoba yi first suspect. Ingane nayo ayime nayo isho ukuthi iyamthanda ubhuti. Utax owner akangatshelwa ngokukhulelwa uzothi ayikhishwe ingane. Okuncono ingane ayivele ibaleke itohlala ezihlobeni ize ibelethe.

  • @BusisiweMajola-m6k
    @BusisiweMajola-m6k Месяц назад +5

    Wezoso akusiwo umbuzo ongawubuza lo woku chesha yooo😮uqhubeza ixabano iyephambili ukuthi bebedla imali ayingeke

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 Месяц назад

      Eii cha uphambukile impela nam ngiyamjaja ngalokho,uqhubeza udweshu aii ngeke sibe sisimbi vede isimo aii bandla uZoso...

  • @user-jo3cb9wr1y
    @user-jo3cb9wr1y Месяц назад

    Hmm Nkocyami kwaze kwabuhlungu kwezwela 💔 manje Nkosi ngenelela enhliziyweni kaBaba ayixolele ingane🙏🏻🧎🏻🙏🏻Xola bandla Baba

  • @ziyandangubane-gv5kz
    @ziyandangubane-gv5kz Месяц назад +19

    SINGAKHOHLWA UKU PRESS U LIKE TO SUPPORT THE CONTENT🙏

  • @ZandileSithole-nn7go
    @ZandileSithole-nn7go Месяц назад

    Ngaze yanzima Indaba awuuu kodwa mntanami😭😭Jehova ngenelela uthambise inhliziyo yeOwner awkodwa angikujudge mntanami uJehova uzongelela🙏

  • @user-dp1id6hq8x
    @user-dp1id6hq8x Месяц назад +5

    King zoso lunzima oludàba ama Hawks must be present next time lobaba uzambolulala lo Taxi driver

  • @hlengiwemkhonza698
    @hlengiwemkhonza698 Месяц назад +1

    Obviously uthwele maybe besekusondele ukuthi alale naye yena lobaba mmgghhu kwanzima weKing lodriver akavele ahlale police station esikude nalapho to protect him coz angawathenga namaphoyisa bambulale kodwa lento inomcebo phakathi

  • @mandlamfanuzile7849
    @mandlamfanuzile7849 Месяц назад +16

    King zozo good job bhut keep it up

  • @ronaldswart7101
    @ronaldswart7101 Месяц назад +4

    Dis girl's parents must accept situations and give their daughter support..

  • @user-lj7lh3hj7g
    @user-lj7lh3hj7g Месяц назад +7

    Hopefully in Part 3.. We will see a softer side of uBabezala.. He must accept that small baby boy is on the way.. Uyena uNdlalifa.. Umkhwenyana must be re-hired.. at least abeyinduna..

  • @LuckyMtambo
    @LuckyMtambo Месяц назад

    We King Zoso musa kudlala ngalomfana uluke uthi akachaze,,, into engekho uthe kuzoba khona namaphoyisa cha udlalile ngalomfana😭😭😭

  • @SiyabongaAlexMabuza
    @SiyabongaAlexMabuza Месяц назад +4

    Uthwele babakho Sisi hamba KU doctor khehlelezi uzokusiza amaphoyosa awangenelele
    Uthwele babakho 😢😢

    • @wisemanmajola6487
      @wisemanmajola6487 Месяц назад

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂Khona umuntu osathemba okhehlelezi

    • @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr
      @SIPHINDILENGCOBO-tq4lr Месяц назад

      We shembe lutho mtakababa angay lapho ngyala

  • @gixoupa4898
    @gixoupa4898 Месяц назад +1

    Ngiyaluzwa lona udaba luka sisi. Kodwa bengicela ukubonga kumphathi wohlelo ngokusilalela uma sikhalaza. Siyabonga ngokuthenga iMicrophone entsha