Dr mngcwabo uyahlehla echaza ngokundlula kwe ndodana yakhe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 фев 2025

Комментарии • 115

  • @davidntimba2915
    @davidntimba2915 3 года назад +1

    Dr Dlamini, I pray baba ukuthi uMdali akuphe amandla nesibindi kulesisimo esinzima obhekene naso nkosiyami.
    Sibuhlungu sonke baba ngokukuvelele. Sengathi izingelisi zezulu zingakusingatha zikududuze baba emoyeni wakho. Ngiyazi baba ukuthi lesi yisilonda esingayuphola, ngoba ukulahlekelwa yingane ngendlela enjena akulula. Duduzeka Dlamini, duduzeka Lokothwayo.
    Maye kwaze kwabuhlungu nkosiyami!

  • @thandabantuluzuko1373
    @thandabantuluzuko1373 3 года назад +1

    Phephisa Mkhulu!! What a humble,handsome boy he was! I’m glad I came to see you personally , I drove all the way from Pmb because bengingeke ngiphumele emfihlweni. Kuzodlula Mkhulu yize kuzothatha isikhathi.

  • @mhlobomawethuoscarmvundlel933
    @mhlobomawethuoscarmvundlel933 3 года назад

    Molo Mphathi ngxeee akulahlwa mbeleko ngakufelwa akukho mnandi ukuswelekelwe dokotela kodwa sithi dudu sonke Kweli lizwe siyanduluka yomelela Mphathi nosapho lonke Amen

  • @philelasithole3213
    @philelasithole3213 3 года назад +1

    I pass my condolences to you Dokotela... for the fact that you are strong may God grant you more power this year.

  • @ruthmaphuthuma6462
    @ruthmaphuthuma6462 3 года назад

    Compliments of New Year, ngibuye ngikududuze kanye nomndeni ngokushiywa indodana akwehlanga kungehlanga uyazi Nkulunkulu uyosivala ngani isikhala esivulekile kubuhlungu okukuvelele mkhulu.

  • @lawrencelekgowane4754
    @lawrencelekgowane4754 3 года назад

    Dr Dlamini no words can ever describe your pain. My condelance to you great man and i know that the Dlamini's have welcomed Dlamini junior with both hands.
    May his eternal peace ♥️♥️🙏

  • @Beastofelkabulan
    @Beastofelkabulan 3 года назад +6

    Condolences for your loss... may you find comfort.

  • @sthembilembatha9356
    @sthembilembatha9356 3 года назад +1

    Ngaze ngababuhlungu mkhulu ngivula ngithingizobona umkhulu kadengamgcina 😭😭😭

  • @melustshuma5710
    @melustshuma5710 3 года назад

    Skhala sonke mkhulu nkosi benawe amen

  • @bonganemusa3896
    @bonganemusa3896 3 года назад

    Nxese kubuhlungu kakhulu okukwehle Dr Dlamini .
    Engathi ungaba kahle baba wethu.

  • @nomondemorris2405
    @nomondemorris2405 3 года назад

    Xola mphefumlo
    Zola ntliziyo.. aluhlanga lungehlanga
    You words cut deep.. condolences to you and your family... Shalom baba

  • @norahnkosi4617
    @norahnkosi4617 3 года назад +2

    Happy New year my Dr, Duduzeka ngoNdodana nkosi yami kwaze kwaba buhlungu ukulahlekelwa. Please be strong in this difficult time.

  • @fikilemfeka2692
    @fikilemfeka2692 3 года назад

    Ncese Dr nomndeni wonke sinani ngokomoya silapha ekapa nkulunkulu aniphe amandla okwazi ukumelana naĺobubuhlungu, siyanithanda kakhul🙏🙏

  • @tshepohonoko5346
    @tshepohonoko5346 2 года назад

    UNKULUNKULU NOMDALI AKUQINISE NJALO KHEHLA LETHU AMMMEN

  • @drschomanesenyangaenhletv563
    @drschomanesenyangaenhletv563 3 года назад

    Phephisa Doctor nami bengifisa ukubakhona ngathola sekulate kodwa sobonana bhuti wena ufana nomfowethu wololoooo sengathi unkulunkulu angawapholosa amanxeba🙏😭

  • @melwabatlokoa3617
    @melwabatlokoa3617 3 года назад +1

    My sincere condolences Baba. Unkulunkulu abenani no mndeni wonke. Kubuhlungu ukulahlekelwa ikakhulukazi ingani. Alale ngoxolo umtwana.

  • @lindonsele1909
    @lindonsele1909 3 года назад +1

    Akwehlanga lungehliyo mkhulu ujehova anibophe amahlenxeba wena nomndeni wakho.

  • @BongiweZimu-xg8zc
    @BongiweZimu-xg8zc 4 месяца назад

    Ncese baba sengathy engalala Nokthula bakithy

  • @wisemantthango5365
    @wisemantthango5365 3 года назад +1

    Phephisani muzi waka Sibalikhulu akwehlenga lungehlanga nkulunkulu abenani bhuti maan

  • @nomsebenzi1
    @nomsebenzi1 3 года назад +3

    Ngxese Mkhulu💛

  • @thembigwala2282
    @thembigwala2282 3 года назад +1

    Duduzekani dokotela hmmm kwaze kwabuhĺungu!!!!!

  • @euginianoxolo8309
    @euginianoxolo8309 3 года назад +1

    Oh Anele bantu..unyana kagogo..May your soul rest in peace mzukulu wami. Nkulunkulu uyazi

  • @tembalikayisemjobo5018
    @tembalikayisemjobo5018 3 года назад +2

    Eyi kwabuhlungu baba uThixo abenani lapho ekhaya kwa Dlamini

  • @senzomasondo9274
    @senzomasondo9274 3 года назад

    Uthwele, lo izimpawu zokuthwala kushona amalunga omndeni

  • @nunumtshali389
    @nunumtshali389 3 года назад

    Phephi mkhulu mkhaya wami unkulunkulu uphile futhi thathile yindlela yethu sonke. 🙏🙏

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 3 года назад

    Phephisa Malandela, uNkulunkulu akuhlahlamelise no Mndeni aniphe namandla okudlula kulobuhlungu.

  • @matildadlamini6742
    @matildadlamini6742 3 года назад

    We were all shocked when the news unfolded jnow it's nice to hear the whole story ,we are thinking about you and your family Dlangamandla 🙏💕🌹

  • @pietskosana8522
    @pietskosana8522 3 года назад +2

    Phephisa baba udlamini kwaze kwaba hlungu ngaleso sehlo ngathi inkosi ingaba Nani mdeni wakhadlamini

  • @yolandajanuarie1966
    @yolandajanuarie1966 3 года назад

    Condolences to you and the family Mkhulu. Mama u Klaas e Cape Town

  • @lomibusiswa5737
    @lomibusiswa5737 3 года назад

    Nkulunkulu abenawe mkhulu and family yonke be strong.

  • @gqibelotwala1892
    @gqibelotwala1892 3 года назад

    Kwaze kwabuhlungu Dr Dlamini duduzekani

  • @simbonilejongile8178
    @simbonilejongile8178 3 года назад

    AWU MANDODA KWA BUHLUNGU KE NGOKU SWELE MKHULU UNGAMSOLI USOMADLA WA NGA UPHEMFULO WAKHE ANGALALA NGOXOLA ENKOSI NGOKUSAZISA MKHULU THOKOZA UBENOSUKU OLUMANDI 😭😭😭😭😢😢😢😢😢😢❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 3 года назад

    Babadlami akukho ziyanyane le mbube ladliwa ingwenye kacwela iziziba unkulunkulu akupholise amanxeba

  • @tebogomathibedi2999
    @tebogomathibedi2999 3 года назад +1

    Condolences mkhulu 🙏

  • @sisandafodo4332
    @sisandafodo4332 3 года назад

    Kuxolo Tata akulahlwambeleko ngakufelwa , uxole ngokuba uThixo ukuphe izingane ezizele izwelonke

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 3 года назад

    Mmmmmmmmm uqine mkhulu inkosi ibenawe siyathobeka

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 3 года назад +1

    🥺 kwaze kwabuhlungu Mkhulu phephisa

  • @carolnkambule4047
    @carolnkambule4047 3 года назад

    Condolences to you and your family dokotela. Umdali anithobe amanceba

  • @bonganiamogelang1805
    @bonganiamogelang1805 3 года назад +2

    Sorry dokotela and may his soul rest in peace 😢😭
    Kumele ajeze okwenzile😢

  • @calvinmzangwamali8092
    @calvinmzangwamali8092 3 года назад

    Eish xolo mkhulu phephisa Tata

  • @Gaba2024-q8g
    @Gaba2024-q8g 3 года назад +1

    Molweni apho Dr Mngcwabo kunye nabasebenzi bakho.Eish kubi loko kokudlula kwengane yakho emhlabeni.Amabhadi kaDecember.May his soul rest in peace💔💔🙏🙏

  • @brightvision6450
    @brightvision6450 3 года назад

    Kwaze kwabuhlungu baba ukuthi unyaka wakho uqale ngokulahlekelwa indodana yakho.siphinde sithi alwehlanga lungehlanga

  • @siphamandladlamini963
    @siphamandladlamini963 3 года назад

    Madudu Dlamini alwehlanga olungehlanga,yobe inhlitiyo mayicole

  • @ngcebosgemshan6758
    @ngcebosgemshan6758 3 года назад

    Dokotela Kanye nomndeni wonke unkulunkulu aze anibophe ngebhande likamoya ongcwele..... duduzekani Dokotela......... unkulunkulu Mkhulu....uzonipholisa....indodana iphumule ngokuthula....

  • @Gaba2024-q8g
    @Gaba2024-q8g 3 года назад +1

    Phephisa Dokotela kunye nomndeni wakho,kuzokudlula ekuhambeni kwesikhathi🙏🙏

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 3 года назад

    Phephisa Dokotela mese kufike iskhathi enganeni yakho 🕊️

  • @fathercityfathercity3624
    @fathercityfathercity3624 3 года назад +1

    Stay strong mkhulu, may his soul rest in eternal peace

  • @zanelechamane8047
    @zanelechamane8047 3 года назад +1

    Qina enkosini nase mandleni hlomani izikhali zika Moya may his soul rest in peace

  • @mduduzimanyatsi9311
    @mduduzimanyatsi9311 3 года назад

    May the Almighty be with you Dlamini family kulesikhatsi lesibuhlungu

  • @elvisnkonde401a5
    @elvisnkonde401a5 3 года назад

    Phephisa mkhulu ngendodana😥

  • @blessingmaphumulo4983
    @blessingmaphumulo4983 3 года назад

    Makalale ngokuthula uNdodana wakho, uJehova akuqinise akubophe ngebhande likaMoya oNgcwele.

  • @tsepisomzalah6843
    @tsepisomzalah6843 3 года назад

    Akalale ngokthula Dokotela 👏👏👏😢😢

  • @mncediliwani
    @mncediliwani 3 года назад

    Thuthuzeleka Mkhulu - Wanga uMphefumlo wakhe ungaphumla ngoXolo.

  • @nomvanomableka825
    @nomvanomableka825 3 года назад

    Oh zaza zabuhlungu iindaba😭😭💔uxolo tara Dokotela nefamily yonke

  • @sphiwegwala3143
    @sphiwegwala3143 3 года назад

    Siyabingelela kuwe Dr Umngcwabo Uyahlehla kwanzima ukuzwa lezondaba zokudlula kwendodana yakho sithi qina Dokotela kuzodlula impilo yasemhlabeni leyo akuwena wedwa okhalayo sonke siyakhala ngendlela intsha esebenzisa izidakamizwa ngakhona akukho ukuphepha kulelizwe

  • @mpume131
    @mpume131 3 года назад

    Was just passing by then I came across this condolences Baba🙏

  • @fikilentuli1870
    @fikilentuli1870 3 года назад

    Nxese Msengi wamabhubesi nomndeni wakho niphole bo, akwehlanga lungehlanga 😭

  • @nokuthulanyembe5982
    @nokuthulanyembe5982 3 года назад

    🥺😭 kuzolunga Mr Dlamini

  • @vusishoes9723
    @vusishoes9723 3 года назад

    Duduzeka dokotela my condolences

  • @boikokobetsomalefane2389
    @boikokobetsomalefane2389 3 года назад

    Whaaaat? 😭😭😭😭😭

  • @lukhanyodlamini8442
    @lukhanyodlamini8442 3 года назад

    Phephisa dokotela kubuhlungu kodwa uThixo uzowapholisa lomanxeba

  • @mthwakazimediatv358
    @mthwakazimediatv358 3 года назад

    My condolences to your loss mkhulu

  • @cyprianmngadi794
    @cyprianmngadi794 3 года назад

    Ewu kwaze kwabuhlungu kodwa inkosi iyazi yona singeyisole .Lala ngenxeba Dokotela

  • @saragora3331
    @saragora3331 3 года назад

    Alwehlanga lungehlanga. INkosi iphile iNkosi ithathile. Engathi angakuthwala uSomandla kulobu buhlungu obhekene nabo. INkosi ithele umusa.

  • @preciousndebele9871
    @preciousndebele9871 3 года назад

    Induduzo kuwe lasemdenini mkhulu makalale ngokuthula ..

  • @sizwenzayo9086
    @sizwenzayo9086 3 года назад

    Dokotela wam nxesi ngokwehlele zaze zabuhlungu ezondaba nathi e Western Cape nase Eastern cape. sithi ubuhlungu obuvayo nathi siyabuva ngoba sikhe satshonelwa ngesi bathandayo.linxeba elingapholi elo. May his soul rest in peace 💔💔

  • @simphiwedlamini40
    @simphiwedlamini40 3 года назад

    Awu phephisa baba. Ey u ndodana be ngihlala ngimfica ezimele esangweni lapho endumbeni kuyena ochazayo ukt angishone ngase mumva awu sengoyalelwa ubani. Kufa kulinuku

  • @petdlamini2006
    @petdlamini2006 3 года назад

    Ngisagqhubeka ngiyabonga namanje kunina nonke zihlobo zami

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 3 года назад

    Phephisa Sibalikhulu uyapha aphuce thina ngapha siyahle ngokwethu yena omdala wezinsuku athathe izinqumo .....dudu nakuzihlobo nabangani

  • @banjanithulisa1646
    @banjanithulisa1646 3 года назад +1

    Sekwenzeke kònke,kepha yena ubekhona.Eyi owafika nalombulalazwe asazi soshonaphi Ndodana.Qina Ndodana nomndeni wonke.

  • @sizweninkosi9502
    @sizweninkosi9502 3 года назад

    Dudu mndeni wakwa Dlamini ngokushiwa indodana yethu ngalokuzumeka ngalesikhati esihle wonke umuntu ehlanga ngana no mndeni nihlagene ngisizi Dudu mfowethu ngise Goli yimi u Sizweni Nkosi sinawe mkhulu. Ngifisa kuta kulonyaka ungisize mkhulu asibonge

  • @lunganimbhele5855
    @lunganimbhele5855 3 года назад

    Condolences to you and the family Bab'Dlamini🙏

  • @siphenangu1954
    @siphenangu1954 3 года назад

    Condolences to you and your family Mkhulu . ♥️

  • @prettyshabalala6620
    @prettyshabalala6620 3 года назад

    Kwaze kwanzima Mkhulu phephisa

  • @khayalethujonga1871
    @khayalethujonga1871 3 года назад

    Condolences Dr akwehlanga lungehlanga

  • @mashotoboshego8646
    @mashotoboshego8646 3 года назад

    Condolences mkhulu, may his soul rest in internal peace

  • @thandabantuluzuko1373
    @thandabantuluzuko1373 3 года назад

    To all Mkhulus followers::
    It’s a suggestion since abanye bethu singaphumelelanga emfihlweni,,,
    Bengicela ukuthi uMkhulu uma engasivumela KUTHI WHEN WE VISIT FOR CONSULTATION KUBE NEBOX NJE LAPHAYA EOFFICE WHERE WE CAN JUST PUT OUR CONDOLENCES 💐 FOR UMKHULU AND FAMILY, could be anything from your heart and love. Uphonse nje mawufika…NGAKITHI KE SITHI YIDUKU!!!
    Thanks bazalwana nisazophendula!

  • @zimmangala3007
    @zimmangala3007 3 года назад

    Hhauu malume kwaze kwabungu kodwa ngithi kulo ewenze lesenzo uzithwese isijingi esishisayo

  • @njabulisosiboniso7599
    @njabulisosiboniso7599 3 года назад

    Ncesi doctor wam.

  • @kwazikhwakhendimande9040
    @kwazikhwakhendimande9040 3 года назад

    Umvelingqangi akuphe ukuphola wena nomndeni wakho dokotela

  • @sthembilembatha9356
    @sthembilembatha9356 3 года назад

    Mkhulu phephisa unkulunkulu akuthobe amanxeba

  • @amosmtolo5780
    @amosmtolo5780 3 года назад

    Sorry baba Dlamini lehle lingehlanga,

  • @Onke242
    @Onke242 3 года назад

    Kubebuhlungu kakhulu okwenzekile mkhulu

  • @bonisibonakaliso7582
    @bonisibonakaliso7582 3 года назад

    Awu ngo Anele bafweth

  • @skhumbuzogazu5079
    @skhumbuzogazu5079 3 года назад

    Phephisa dokotela nomndeni wonke. Ngicela nibhekise enkosini kukho konke enidlula kukho. Ngingafisa ukuba namazwi angikududuza kodwa uNkulunkulu uhlezi enamazwi afanele sonke isimo odlula kuso.

  • @luckythandonose701
    @luckythandonose701 3 года назад

    Ngxee

  • @sslm3081
    @sslm3081 3 года назад

    Molo mkhulu phephisa kodwa ngoAnele ngibuhlungu

  • @zibonelezondani8755
    @zibonelezondani8755 2 года назад

    Zindaba ezimbike ezi

  • @musawenkosimhlongo6028
    @musawenkosimhlongo6028 3 года назад

    Ewu kwabahlungu dokotela yazi ngavele ngashintshelwa umoya😠😠😠😠 ukube impela.... ayi ncono ngithule... lomfana...

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 3 года назад

    phephisa khehla

  • @lungelaniveloh5662
    @lungelaniveloh5662 3 года назад

    Phephisa mkhulu sengathi ungakuthola ukuxola

  • @banjanithulisa1646
    @banjanithulisa1646 3 года назад

    Akusashoki nokuthi Happy!!!

  • @sisatshabalala1858
    @sisatshabalala1858 3 года назад

    Awu indaba ezibuhlungu lezo kodwa sithi qina Mkhulu omunye nomunye unendlela yakhe. Kuneskhathi sokuzalwa kuneskhathi sokuwu shiya lomhlaba. Sikhala nawe Mkhulu.

  • @ebenezerapostolicchurchinz4582
    @ebenezerapostolicchurchinz4582 3 года назад

    UNkulunkulu uyabona bab'uDlamini

  • @lindozayomhlongo6921
    @lindozayomhlongo6921 3 года назад

    Phephisa khehla

  • @labanisibiyanina4129
    @labanisibiyanina4129 3 года назад

    Phephisa Dr Dlamini

  • @balungilelydiazulu499
    @balungilelydiazulu499 3 года назад

    Phola sotsa uSmakade namathonga Baku gone nomakoti aphole

  • @sydneythapelomanthoa5561
    @sydneythapelomanthoa5561 3 года назад +1

    Phephisa dokotela ngiyazi ukuthi kubuhlungu ukulahlekelwa yindodana, condolences to you and your family may his soul rest in peace 🙏

  • @njongomatole6037
    @njongomatole6037 3 года назад

    Awuvakali mkhulu

  • @mzimasi0685
    @mzimasi0685 3 года назад

    😢😢😢