Kukho konke obhekene akho sisi wam qina for abantwana bakho uyinto yonke kubo uThixo ukhona i experienced the same problem after the passing of umama wengane zethu the inlaws look even tea spoons besazi ukba ndisele ne 3 kids
They even stole my title deed yendlu im at joburg ngiyafisa ukuthi if it was possible to contact you sisi wam just to wipe you those tears kodwa kukho konke ndithi qina and fight for justice to be done vele i hankie yomntu omnyama li plate leskhohlela lomyeni wakho makakulwele loo rubish ye detective mayibanjwe and also thengisa loomzi
Phephisa dadewethu,yaze yabhlungu indaba yakho. Uyavivinywa,ngicela uzijwayeze ukukhuleka,uSathane akazwani nento enhle. Mina I love u,take care of urcf nezingane❤
Nceseni ngihlushwa ifoni ivele ibhale noma yini nje 🙏🏾Ngithi angibonge nje kunina nonke abeni zwelana nami no mndeni wami ngo Thando lweni ngiya phila ngo Thando lwenu ngizizwa ngina mandla amakhulu 🙏🏾🙏🏾💕Ngiya bonga
Mmmh sis wami uJehova uzokulwela baze bakhohlakala xem
I can relate namanje ndlela engahlukumezeka ngayo angikakhohlwa, Futhi ngisekude.
Askies cc, nami. Kwathiwa , ngimbulele indoda yam, ngehlanhla, indlu yayi thengwe yimi, icase yakho ifuna u X ripo
Noba ikhona kuyafana
Dayisa umuzi noma behleli phakathi bayokhishwa ukubona abantu sebezongena emzini abawthengile udayise nemoto bazolayeka kuzophela ukusa babaveli begaqele zonke lezinto bayadelela
kwaze kwanzima phephisa sistaz
Bambulala umnikazi womuzi OCC bakhe bafuna indawo ngoba bengena lutho
askisi ccwami into engingayisho funa enye indawo ebese masekuryt uthola X RIPO uyothatga izinto zakho nomyenwakho ubashiye bengenalutho kwamoto uyithathe bakhohlakele labantu💔
Indoda yafa ibulewe wena uma ufile kulungile base kabi izinja lezi
Thengisa cc basile labantu
Kukho konke obhekene akho sisi wam qina for abantwana bakho uyinto yonke kubo uThixo ukhona i experienced the same problem after the passing of umama wengane zethu the inlaws look even tea spoons besazi ukba ndisele ne 3 kids
Phephisa lezikhohlakali ngeke zokuthole uthula ngoba izinja obhekifa bqsazoholela konke lokho sephindiwe😭😭
Sis wami akaye ku Gagasi akhulime with Alex or Manelisi uzosizakala. kuloludaba lwakhe
Ok uma uyakhona uvele uyenje noma inini ?¿
Noma nini nje uhlez bahlezi belhona Uma ungatholi Alex uthola Manelisi benza into eyodwa.
Unjalo ke Umndeni waka ndoda,Sorry Sis😭😭
My God kodwa umshado uyini mara. Hai ngeke Nkosiyam 💔💔 pls don't stay on that house bazoisebenza indlu nife bayaloya angithi . Or bazokufunela inkabi
Ubhekene nesambane 😢
X repo izokunceda sisters and after uthengise lowomuzi uthenge omunye cc
Ngiyamu fisa inkinga akangi phendulile pls siZeni ngimu thole 🙏🏾🙏🏾
Sisi uma bephuma idayise leyondlu ngoba uzohlaselwa.Ngcono uthenge enye indawo.
Mmmmm ama in-laws ngyawesaba
Kunzima emendweni kuncono uma indoda ingasenabo abazali nodadewabo yooooo unkulunkulu uzokuphendulel cc umseshi wayengene ngani
Nayo kuyafana 😢😢😢😢
Yho cc uthole esam mybe if ngingabhodla ndingaryt💔coz ngesinye iskhathi abayazi kukhona esikwaziyo😭ngabo
Phephisa cc khuleka uJehova uyabona
Mntaka baba😢kunzima emhlabeni be strong,ubaba uyanyakaza lapho elele khona ngeke balunge,phendukela ngasenhla kuzolunga kholwa yimi nakumina kwaba kanjalo..
Vele ngeke alale athule esibona sihlupheka sithwele kanzima
Sorry Sisi lwazelwababuhlungu udabalwakho sibonga ukuthi naphepha wena nezingane banjalo abasemzini bayatshintsha
Ngiya bonga 🙏🏾ziya khula izingane
Phephisa mthiya
Dayisa umuzi share imali nezingane ngoba bazokubulala
Uphi umseshi okhohlakele😢
Unesbindi cc uyakwazi ukubekezela
Bayawathanda amafa
N bangakubulala thengisa konke uhlukane naleykhohlakali bahleka bengozinyobulala
Sisi kwenzeka kimina kumyeni wami mgahamba ngahlala phansi bengthuka bethi imina engambulala even today izingane zakhe zazi ukuthi ngabulala ubaba wazo waywnezingane komama ababili nonoina no bheko hlongwane usathane ngiyamzonda even today after 21 years
Sorry cc kodwa. Baku qinisa ngikuku hlukumeza 🙏🏾💖💖💖💐💐💖💖💐💖
They r like that, the in laws shem
Ama policies awayekwe tyoooo and khokha in double in terms of accident 😢😢😢
Dayisa umuzi nemoto sisi wakhele ingane umuzi ungayi kohlala kuwona.
Kuba xa kushoniwe
Ncese wena bhalela uXpo uzokusiza
Ngendlela engizwa ngayo bomancela laba njengoxamu awuphephanga bafuna izinto okungasizo ezabo.mine lapho ngizalwa khona bakhona abagada ukuvuna kuphela bangalimanga.AWUPHEPHANGA.
Kwaze kwabuhlungu bakithi kanti uNkulunkulu usuke esukuphi uma abantu bakhe bekhala behlupheka kangaka. Sthandwa sami uhambe uyolanda ingane kaMyeni wakho uma usuthole indawo uhlale nayo uNkulunkulu uzonisiza
Sisi if kunendlela yokuthi uphilile nalabantwana bayeke because ungahle ulahlekele impiloyakho izingane zakhoziyakudinga kunzima emzini akwuwedwa .sisi sonke abomakoti siphethe nganzima
Waganela esgebengwini safela kubo subasabheka emuva hamba
Yho cc you been through a lot 😢😢😢
Ei inkinga umdeni ngiphuma kuyona leyonkinga
X-repo cc uzokusiza zama mtase
Bazokubulal nkosi yami kumele uwudayise umuzi nkosi yami cc😭😭😭😭😭💔💔💔💔
Ai kwanzima cc and kubhlungu ukuhlukunyezwa umndeni lapho ushonelwe umyeni wakho ngapha Ilona ai kunzima okwezingane nkosi abangasazicabangeni
Abasazi nokuthi silala kuphi sidlani abanendaba nje badla nemali yemiqasho bodwa. Nezingane zabo 💔😭
Umntu ongumama nguye obulele indoda yakhe but kwakusweleka umfazi soze uve kuthethwa nto, kubuhlungu shame kude kuthiwe umbeke phi, andinabhongo
Awungenelela Jehova😭😭😭
Mmmm phephisa cc waze wabuthwala ubunzima😢
Eish 😭 kubuhlungu sisi 💔engathi ungaluthola usizo
Hamba ku EX Repo
Eyi akhohlakele ama in laws ngenxa yemali nje kuyayiwa phambi kwesihlala sobukhosi 🤞
Molweni nonke nje ngithi anginazise ukuthi baphumile endlini abase Mzini u Cc omndala Wathatha o Khiye Munumunu Zanele Skhakhane ohlala ka Mancinza use Qashise ngendlu engaphandle imali idliwa uyena .mina fike ngakhiya ngezi ngidi kuma gate emnyango waze wanobu sathane udla imali ingane yami igugelwe izicathulo yena uyasebenza udlakahle nezingane zakhe 😭😭😭😭💔kanti iNkosi ithuleleni ngithwele kanzima kanje 🤦🏾🤦🏾💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭
X repo is the answer
Kwaze kwabuhlungu 💔💔💔💔😭😭
Waze wangikhalisa cc
Umndeni onjani loyo😢😢😢
Mmm nxese sisi 💔💔💔💔💔
Kumele axolise phela ngoba sekuvelile ukuthi awumbulalanga umyeni wakho
awuh hamba XREPO ngakulungiselela
Angazi ukuthi mele ngenzeni ukuze ezongi phendula 🤦🏾🤦🏾
I lokhu uzama uzokuphendula
Thula dadewethu bakithi💔💔😭😭😭😭😭
X rip cc number 1
Abangi phenduli ngisizeni Xhumane nayo 🙏🏾
Sisi ufana nami anilazi ngisho ithuna ngane yami ifuna ukuyobona ithuna angilazi
Im deeply hurt cc wami omncane,lezonyembezi ngeke ziwele phansi..ncese Philile😢😢😢
Ngiya bonga 🙏🏾💕
Ngiya bonga kakhulu 🙏🏾
1 day iNkosi iyophendula 🤞🏾🤞🏾🙏🏾
Hamba kuxREPO uzokusiza
They even stole my title deed yendlu im at joburg ngiyafisa ukuthi if it was possible to contact you sisi wam just to wipe you those tears kodwa kukho konke ndithi qina and fight for justice to be done vele i hankie yomntu omnyama li plate leskhohlela lomyeni wakho makakulwele loo rubish ye detective mayibanjwe and also thengisa loomzi
Yoooh ncese sthandwa sami dayisa umuzi ungalinye uphindele khona 😢😢
Fonela uX rapo uzoyilungisa lento mama
Phephisa dadewethu,yaze yabhlungu indaba yakho. Uyavivinywa,ngicela uzijwayeze ukukhuleka,uSathane akazwani nento enhle. Mina I love u,take care of urcf nezingane❤
😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔yah kunzima xaim
Ukhona uJehova ubona konke
Bakhiphe ukuledlu uyidayise awukaphephi sorry cc
😢😢😢😢😢😢😢😢
Ngaze ngabuhlungu 😭😭😭😭
Mhhhhhhh😢😢
Kodwa Phili buthwele kanzima kanje. Kulomendo
Ukuba umndeni ophilayo ngabe bangi geza izinyawo indlela engiba siza ngakhona ngabapha uthando ngiyamu saba umuntu 💔💔💔💔💔🤞🏾🤞🏾🤞🏾
Mina cc ngiyamu saba umuntu 💔💔🙌🏽🙌🏽
God will deal with them😢
Eyi obhekifa nxese cc
ncese cc wmi phephisa banjalo bantu baka sikhakhane nomi ngowakhona abantu bakithi banenhliziyo ezimbi ngobazi kahle nami o aunti bami same lento oychazayo umama washonelw ngane zakhe babe nikela nge shumi bathi asiye kambombela ngba abazali bami bengasebenzi phephisa dadewerhu
😢😢
😭💔
Edlini kulula biza X
Indlu uyayifela uboqaphela ngempela
Umuntu ngokaNkulu nkulu
AYI CC KUBUHLUNGU LOLUDABA LWAKHO NKOSI YAMI LUFANA NCIMISHI NABAKWENZA KIMI INDODA AYIZIFELI KODWA ANGAZI NGOBANI UPHOLE CC NGATHI UNGANCEDEKA
Ngiya bonga kakhulu 💕🙏🏾🙏🏾
Phephisa Cc kuzo dlula nje ngelinye ilanga kuzo dlula 🙏🏾🙏🏾
Phephisa mtase ...qina ..abantu banzima....baxolela....
Hmmmm😢
Ngisanda ukungcwaba ubaba wami ongizalayo ubengenaye uNkosikazi kodwa engikubonile kuAunty, ugogo ozala ubaba no babomkhulu kunzima.... abantu babolile langaphandle
Sisi dayisa umuzi ilokhu iphakathi lemikhovu ungathi.ungathinta U ex repo konke ubufakazi.unabo ukuthi izinto zakho. Danko 🦗🐜🕷️👎
kwd nje ungabayeki dayisa muzi wena
Yayikephi ingane yendoda lena17years ebulawa uYise wayo
Cc ibivele ihlala no Gogo umawayo sewadlula naye so bahlala no Gogo nje
Sorry mu luv dont stress uknw the truth , stay strong nd pray hard, god wil answer ur prayers😢
Mhmmmm
Sorry cic vele abantu bomndeni bakuthanda uma kusekhona umyeni wakho, uzokuphendulela unkulunkulu😢