Noted. Yize ibingekho indlela yokubagwema. Ukube bakhuziwe yimi ngingeyena umgcotshwa bebezowubanga kakhulu umsindo bephendulana nami. So it was best to let them be
Lendaba yensizwa zemoto ingshwaqisa ngenwele🔥🔥🔥😢...... I don't like the way lamakhosana a commenta ngayo especially kulenkosana ebenengozi.... Siyabonga Nomfundo from university of Pretoria approves 🙏🔥
uShembe owakhethwa emazulwini ugijima ngemizwa yabantu🔥🔥🔥
Sibonge inkonzo, Kepha ngelinye ilanga anoqaphela laba bantu ababanga umsindo on your background.
Noted.
Yize ibingekho indlela yokubagwema. Ukube bakhuziwe yimi ngingeyena umgcotshwa bebezowubanga kakhulu umsindo bephendulana nami.
So it was best to let them be
🔥🔥🔥🔥Siyabonga
zamnandi lezindaba 🥰🥰💕
KAZI nabanjani wenakhosana abanga umsindo eThempelini asisezwa nenkonzonnjenxa yenu yini kodw nokhula mini sukani eduze kwezipikha ngoba nibangabumsindo
iNkinga yento le. Kunabantu othi noma ubabuka ukuthi ubakhuze uvele ubabone ukuthi nazokuphendula ivele yonakale kakhulu iRecording
Amen
Lendaba yensizwa zemoto ingshwaqisa ngenwele🔥🔥🔥😢...... I don't like the way lamakhosana a commenta ngayo especially kulenkosana ebenengozi.... Siyabonga Nomfundo from university of Pretoria approves 🙏🔥
Hawu sekuphele 30 minutes umshumayeli elwa nje engashumayeli yini kodwa
OLWETHU UNYAZI LWEZULU
Inkonzo akuyona eyokuziphindiselela futhi lana kmele kuthiwa eyabashumayeli not Nabachu
Umnikazi wayo wathi uma eyaba lenkonzo wathi eyeNabachu. Manje @Lindelani uthi ubani owaba wrong, omsolayo?
Uyalenza yini kombe iphutha uShembe?
Siyabonga invuselelo bantwana benkosi... But ke siyacela bantakwethu eduze kwe keyboard umsindo plz bantakwethu 🙏
Ameni💯
Empeleni umsindo was'eThempelini lo, akuwona owaphambili. Abantu abekade beseduze nala ebesiRecord(ela) khona
@ Nonhlahla, uqinisile sisi bayaphazamisa labantu abaxoxa indaba eduze nemibhobho...Siycala admin if kwenzeka nisikhuzele bengabangi umsindo iNkonzo iphakathi bayaphazamisa....siyabonga ngomsebenzi omuhle wokusifakela, uNkulunkulu anandisele
Ngiyabonga kakhulu ngesincomo, ngiphinde ngixolise kakhulu ngomsindo wabantu eceleni. Kahle-kahle, labantu abekho eduze nombhobho, kodwa babanga umsindo eduze nala bengiRecordela khona.
Kunabantu othi noma ubabuka ukuthi ubakhuze uvele ubabone ukuthi nazokuphendula ivele yonakale kakhulu iRecording