Guys let's not be hard on this poor lady,she did more than others would do.She sacrificed a lot as well to keep this child.And she did put her through school.Everywhere she went she took this child with so let's not be insensitive.And this child should respect and love this poor lady.Better that this girl didn't end up at a children's hope.This child is disrespectful and unappreciative
Cha! bo!bo! This story is deep mhlampe lengane yantshontshwa akekho umuntu ongehlenyuka nengane ingazazi izihlobo omkhulu abazala etc.. Siyawucela Part 2 ,ayiphelele lengxoxo nhlobo Umawengane wangcwatshwaphi tjooo its a lot😮
My thoughts exactly...mamkhulu did a good job but the grandmother would've taken the child as a baby in consideration to the wayward way she was living... ayi inkunkhu iyawusola ummbila mmmhhhmmm!!? Part 2 please
Psychologically, every human being wishes to know where they come from. The only problem is that they don't approach trauma properly. They need to also accommodate the person who raised them's feelings and emotions. Anger is not the answer from the person looking for their history.
Umama unenhliziyo enhle. Kumele umntwana abonge ngoba umama umphathe njengengane yakhe njalo uyamnakakela. She did the right thing ukungatsheli ingane how she was born at a young age ngoba wayezahlukumezeka. From Bulawayo Zimbabwe
What is important is to appreciate the soul that took care of you the time you were still young regardless of any problem, this young lady is disrespect.
Yoh kuningi nkosi yam 😢ngiyakuzwa mina umama wenze konke wayikhulisa ingane kubuhlungu kona ngoba ezwa ezindaba manje I hope uzoxola aqhubeke nempilo udinga I counseling
Wenze umsebenzi omuhle Dadewethu ngokunakekela igazilakho ngiyethemba nodadewenu umoya wakhe ulele ngikuthula ❤❤❤❤
Wow blaqlife uyakhula sekunane show entsha n ebalulekile syabonga🙏 big up ✊️ blaqlife
This woman has suffered a lot. Ngane yami please be grateful. Ukuhlaza wena ngane. Usisi kuningi abhekene nako. 😢
Best mom ever even ibuhlungu
Guys let's not be hard on this poor lady,she did more than others would do.She sacrificed a lot as well to keep this child.And she did put her through school.Everywhere she went she took this child with so let's not be insensitive.And this child should respect and love this poor lady.Better that this girl didn't end up at a children's hope.This child is disrespectful and unappreciative
U nailed it
Uyaphapha lomama
@@TholakeleNgwenya-gu6rr ngoba why usho njalo?
Uqinisile lomama mina ngyamkholwa.
Cha! bo!bo! This story is deep mhlampe lengane yantshontshwa akekho umuntu ongehlenyuka nengane ingazazi izihlobo omkhulu abazala etc..
Siyawucela Part 2 ,ayiphelele lengxoxo nhlobo
Umawengane wangcwatshwaphi tjooo its a lot😮
My thoughts exactly...mamkhulu did a good job but the grandmother would've taken the child as a baby in consideration to the wayward way she was living... ayi inkunkhu iyawusola ummbila mmmhhhmmm!!? Part 2 please
Aybo cc bonga kth wakhuliswa kahle okunye nokunye khohlwa yikho
So yaze yahlaza ingane shame. Akangene ezinyaweni zalo mama omise impilo yakhe wathatha yokuba umzali wakhe. Isile lengane
@@sandralobisamashala135 Inkinga la izimfihlo, lengane njengoba inje iyenziwa izenzo zabomama bakhe bo2. Baba selfish. Owazibulala nalo waduba abakubo wahamb-ehlala nengane.
@@sandralobisamashala135 Wayengayihambisi ngani kubo, ngoba phela babekhona abazali, Ngibona engathi waqamba amanga kubo ukuthi ingane yakhe,. Why engayitshengisi ingane komalume? Nanikhulumisa kwabantu abangaziwa emakhaya ukuthi nikuphi. Kukhona umuntu okhulisa okwesilwane angazi umuntu nje ohlobene naye. Lo cc wayegqiba eyokungabi nanzalo.
@@SindiNdaba Abongeni, ngoba I birth right yengane yokuthi kumzali ayikhulise. Lomama wafihla ukuthi ingane ekadadewabo, open your eyes,wamngcwaba nobani udadewabo, bathing abazali Bali cc? Ngoba umndeni uyahlngana ekugcineni mekukhona izintandane. Nina nasenikhulumisa okwabantu bokufika, hayi niyangixaka!
Best mom🎉🎉🎉🎉
Ngiyakuzwa mina mama ❤️😍 kubunhlungu kodwa Cha ubile umama enganeni uzama konke nidinga kwalulekwa ngokwenqgondo nonke 😢😢😢
mft kodwa manje ngth unecala indlela lengane esilhuluma ngayo ithi uya acter kanjan ashonelwa ucc wakhe naye ai mani😢
Blaqlife anizange nasiphoxa niza neziqendu ezidingekayo elunytwini big up guys
Kwaze kwabuhlungu bandl kodwa siyabonga kulomama ngokuythanda aykhulise ingane yadadewabo engath bangathol amandla bakwaz ukuzimela bangalokhu behlala kulamadoda
Mmmmmm this is painful sorry Mama you also gone through a lot
Mamkhululu you deserve a👑,uwe uvuka nengane kasisi udelwe abazali nawe wangayphila impilo yakho . Bhuti don't judge usisi ukuthi waxoshwa ekhaya akusho ukuthi she's useless mina ngibona isimilo ku dadewethu 3 boyfriends at her age . Ungumama oqotho ingane yathola umzali la kuwena❤
I LIKE your COMMENT ❤
😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢aw Jesu kufanele athule lomama ngoba kuningi😢😢😢😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu okwenzeka siyabonga ngokuthi umkhulise umtwana kadadewenu kufanele ubonge ukukhuliswa kahle
Psychologically, every human being wishes to know where they come from. The only problem is that they don't approach trauma properly. They need to also accommodate the person who raised them's feelings and emotions. Anger is not the answer from the person looking for their history.
Best mom ever ❤waze wawukhulisa udoti ongakwazi ukubonga mdedele sisi azizwele impilo ikuhlazile nje lengane phuma kuyona ngihleze ngisho ezinye izintandane aziphatheki.
Wayibeka kabi inkulumo yakho , kuncono ukuba lomama wayitshela ingane ngaloludaba.
Uyasangana wena! Ubani udoti? Lomfazi kwakufanele bathathe lengane kayise ku gogo nomkhulu, and ngiyacabanga ukuthi lesgebengu sayigihla ngoba akukwazi ukuthi abazali abayngcwabanga iindodakazi yabo, automatically umzukulu wayezosala ekhaya.
Uyagula wena ngathi ubanjwe zinkinga unenhliziyo embi
Vele uthenge imfene yakho ethi wena
Akukho okubi kulenkulumo ubuhlungu benhliziyo
Tnx for this show cz baningi abantu abaludingayo usizo lokwazi obaba babo
Sicela bhuti upart 2 kuze nifike nimbuzisise ukuthi wadlwengulwa kuphi akamazi lomuntu amdlwengula kuze ingane izazi isibongo sayo nje sona sibalulekile
Le show i fake i know some of the ladies who appeared here before 🤣🤣🤣this thing is fake yoo
Are you serious right now..come on ,this woman went thru hell for this child…well done mum ❤
@NandiShezi-l4i Wayethunywe ubani ngoba nomkhulu nogogo babesaphila? Ungitshela nomuntu owahlula abazali esemncane, wakho a nazi ngani ukuthi owabika ngokufa kuka dadewabo ngoba abazali babezoyithatha lengane. Nase niyakhohlwa abazali?
Uzamile mama iphutha kube ukuthi ungamtsheli iqiniso
Kanjalo
siyabonga kulomama nomake bekunzima ukuyazisa ingane
Angisho lutho kodwa angimthembi kahle u sistaz, alikapheleli iqiniso, I just pray ukuthi u Nana uthole iqiniso ne peace one day
UNKULUNKULU akubusise cc wami omuhle ungumama oqotho.Wena ngane umbonge lo mama❤
Yena umama wasebenza kakhulu ukukhulisa ingane kasisi yizeke ubesalinde ingane ikhule ngokwanele abese uyayichazela yonkeinto
Sisi usebenzile😘😘😘
Syabonga kuMama ngokukhulisa umntwana ewa evuka naye emzamela impilo encono noma engabongi nje ekhombis kuba luhlaza
Usebenza umsebenzi mkhulu siyabonga ukukhulisa ingane
Niyamdakelwa lomama
King Schaka keep it up my boy
Nxese kininobabili at least iqiniso liphumile engathi Ndodakazi ungabanokuthula uqhubeke umthande uMama wakho 🙏❤
Lengane idinga induku 😢akukhulunywa kanje nomzali wakho 😢noma nomuntu omdala
Ey mayisithi bucabanga amadoda ilihlaza shame
Sibonga ummncae ngoukhulisa ingae ksisi wakhe bekungelula kuningi
Nkosyami cc I feel your pain 😢😭😭😭ngifisa lomntwana sengathi angayiqonda lestory oschazayo Jehova ngenelela moyogcwele😭😭😭😭😭
Good mother❤
Hayi bo mama uyachaza ingane ikhwela iyadilika kumuntu omdala kwakungesona isono ukuyikhulisa ngiyazwelana naye
lengane isinga induku. lomama tried her best siyabonga mama you are the best
yhooo waze wadelela umntana ndingashiya apha estudio 😮
Andsambaweli ngempama
Thanks Blaqlife for the new show it's going to help a lot of people who are searching for their father's.
Khuphuka Blaqlife TV ILove this❤️❤️🙌
Ngiyabonga Mina king
Yaze yawudoti ingane ihlulwe yini ukukhuluma nonina kunokuthi imbukise ngomhlaba wonke ingane zabafazi nje odoti kuncono uvele uwuyeke udoti uyohlala ezintandaneni ubesazochaza umama akangaxinwa King kukhulu akwenzile
umama she deserve the best
Syabonga bakith ngokusandisela izinhlelo nina benkashana kamenzi eyaphuza umlaza ngameva😊
Uyimbokodo sisiwam ,umqnele.sister wakho okwakbe yakokwakho woow intle nhliziyo yakho mgozalwanaye although wabanephutha ebazalini ,ungumnt kekodwa ngeze ndak ndaksola phutha lliyimpilo emntwini ngokohlukana kwawo ..... dankie mbomodo ngokhulisa ufundize mntaka dadwenu wangowakho sengasekho wammela
I respect this lady,lengane iyazibhedela nje uyizwa ngisho ikhuluma yilama2000
Siyabonga king schaka I new show
Big up to our host King. Gud job like always❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Ikhula ngamandla iblaqlife🎉❤
Waze waqgoka kahle wezpresenter hayi lezikhindi ubuyqgoka today you.make shure❤
Umama unenhliziyo enhle. Kumele umntwana abonge ngoba umama umphathe njengengane yakhe njalo uyamnakakela. She did the right thing ukungatsheli ingane how she was born at a young age ngoba wayezahlukumezeka. From Bulawayo Zimbabwe
Umama wawenza umsebenzi shem
silokhu skhona kwaBlaqlife 🎉🎉
What is important is to appreciate the soul that took care of you the time you were still young regardless of any problem, this young lady is disrespect.
Tattoo is cute until ubengugogo😂
Yohhh izigaxa ezilana hhayi, nalengane kumele ngabe iyabonga ukuthi ikhulisiwe u auntie wayo
Ewe nyhani Kuba khange azibone naye UBA akazalwa nguye
Kodwa ke lomama akashayelwe izandla, usebenzile kakhulu, nokungasho kulengane ukuthi akayena unina uright lomama, angasho kanjani isigaxa esingaka enganeni encane ka so? Plus isizathu salengane unina wadlwengulwa, umtshela njani umntwana ukuthi you are product of rape vele? Kudos mama
Siyabonga mama ngokumondla umntwana, I think laye she tried her best. They need counselling
Usebenzile mama syabonga asingadlali ngomama asikho iskhathi esibekelwe ukubhobokela ingane ngezinto ezinje ngoba ukube wayitshela wayezoyitshela isinemnyaka emngaki yayengeke futhi ithi uyigqilaza ingqondo
😢nkosi yami umama usebenze kakhulu naye akamyise kumkhulu wengane komalume wayo kuze nengane uthole ukuthobeka enhlizweni 😢
Yaze yawu Rubishi ingane engakwazi kubonga 😢😢😢😢 uyazi iyangicasula ngoba kumele imthande kakhulu lomama ngoba ngabe ihlezi ezintandaneni.
Yazi ngabe iyehla ibonge kulomama
Syabonga ngomsebenz wenu omuhle🙏🙏
Mama awunacala umkhulisile mntwana syabonga awumlahlanga
Umama akazange akulahle. Fanele ubonge. Ukuqoma kukaMama wakho akuhlangene nawe. Nawe uzoqoma k
We listen. We don't judge. Ungamehluleli umamkhulu wakho. Eqoma enjalo, azange akulahle
Siyabonga nge new show
Shwiiii nomntekhala angimazi ubaba wami😢big up guy's
Siyabonga kumama ngokukukhulisa kodwa usuyamhlambalaza mele ixolise nje Lengane kumama. Ubile umama oqotho kulengane ukuyitsheli kwak benzela ingazweli ubuhlungu.
Thank you blaqlife🎉🎉🎉
Well done cc ngokunakekela ingane kadadewenu sbonga uthando
Mfoka luqa ngalendlela o present ngayo uyangichaza uzalelwe Yona lento ❤
Ngane yehlisa Moya Musa ukuphakama ubene pride
Lengane ayibongi
Uthixo akusise sisi nomntwana wakho❤❤❤
Ngiyakuzwa mina mama syabonga kukhulisa ingane
Ihlaza lengane kumele ngabe iyabonga kumancane ways kth uyikhulisile
Muuh kwaze kwabuhlungu Nkosi kodwa uzamile mama ukumkhulisa
Ingane should be grateful 🙏 umama it's been through alot😢😢😢
Happy belated birthday 👑 🎉🎉🎉
Hhayi kuyasetshenzwa kwa blaqlife oschaka nabomatufuza baphumile emaofisi phambili maqhawe ❤❤
Lengane ayi appreciate
Usisi ukwenzile okuhle for ingane nodade wabo namhlanje usemubi nomangabe ingane idinwe knjn njengoba ithi isikhulile kumele icabange ijule bese Ibonga kumamncane
Mama muhambise ekhabo mama wakhe mama kuze ezophepha kulamadoda
Haybo shukuthi akabonge nokuthi lobaba uyambambabamba tjoo a,a nami ngekhe ngivume
Syabonga cc kakhulu muhle umsebenzi owenzile ngokukhulisa ingane kadadewenu..ngane yami kmele uzifundise ukubonga akusizi ukuthi uthi awuxoli kodwa ukukhulisile.weqa ebsuku nawe uma umazisa ukuthi lobaba uyakuthinta kusho ukuthi wakuvikela.as for uma wakho naye mxolele wahluleka ukumelana nesimo sokuthi uzokubheka kanjani uma sewumdala njengoba wadlwengulwa nje ukuze ube khona nceseni nobawu2 nginifisela impumelelo
Yoh kuningi nkosi yam 😢ngiyakuzwa mina umama wenze konke wayikhulisa ingane kubuhlungu kona ngoba ezwa ezindaba manje I hope uzoxola aqhubeke nempilo udinga I counseling
Yes and lengane isencane bengeke avele amthwese umthwalo wezundaba ezijulile futhi zibuhlungu😢😢
Siyabonga mama, yehlisa umoya mntwana ube ryt
Cc ebzama kuvila uMah wakho umxolele😢😢😢😢
Akhona amanga kulento eshiwo yilosisi. 20 years engayi ekhsya, wazibulalelani udadewabo. Kubukeka adlwengulwa amasoka akhe noma yena losisi walala nesoka likadadewabo. Mfoka Luqa ake usitholele ukuthi wazibulalelani udadewabo
If awuyizwangi kwi blaq life
Angeke usayizwa ndawo phambili ngale channel💯
Yhooo khaze locc wakho wabulawa ubaniii
Kwaze kwanzima Jesu! 😢
Not uKing Schaka acting ku Mkhokha🥰👌🏽🔥
Kwaze kwakuningi
Kuningi Jeso🙌🙌🙌
Sad storry ,Xola baby qondana nesbongo sakhabomawakho qha izinto zakho zizolunga
Hay hay Presenter sugxama locc udlule ezintweni ezininzi
umama naye uyaludinga naye ukhathazekile emoyeni uyambona bakithi siyabonga nanokuthi umkhulise kahle umntwana moma ke bekunezinkinga abhekena nazo
Ikhona into engeyonyani apha kulomama khome ndicinge lomama bekumele abazali bakhe bamnthatha akakho ryt ayonyani part2 plz funa ukwazi kwenzekalani
Ewu kwaze kwabhlungu nkosi yami yho jesu
Yaah hai bafowethu impilo inzima yeyiii but syabonga mama omdala to take care of this little 😢😢😢so sad bro
Ubengumama oqotho. Kodwa mawungehlisa emadodeni awasizi nganto
Akukho late umama bekzlinde ufunde uqede kungkhathi ekudlulisela lenkinga😢
God bless you, mom. You are the one in millions
😢😢😢It's devastating 😢