benza itulo gadani madoda

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 сен 2024

Комментарии • 39

  • @Mzo619
    @Mzo619 2 месяца назад +1

    Siyabonga sisi inkosi ingathi ingangenelela.
    Bengicela ukubuza usawenza ukuhlola ngamaCalls ngoba Kade ngikuzama kodwa lutho ukubamba amaCalls
    Ngicela usizo 🙏🏿

  • @makirams
    @makirams 2 месяца назад +1

    Syabonga maMbotho sengathi u Nkulunkulu nabakini bangasisigcinela Wena akuhlenge nawe kwi zitha uqhubeke nesiphiwo sakho

  • @jabulileshongwe3599
    @jabulileshongwe3599 2 месяца назад +1

    Siyabonga Mbhotho, God bless you ♥

  • @nokukhanyandlovu3829
    @nokukhanyandlovu3829 2 месяца назад +1

    Usizi lodwa sisi, sebeqalile ngemikhuba yabo. Kuyimanje izwe libuyele kubelungu nakhu nezinga lokulahleka kwabantu selinyukile. Buningi ubunzima obuzayo, sekuyosiza umkhuleko nokuthi sidlulisele lomlayezo nakwabanye

  • @lettienkwanyana3166
    @lettienkwanyana3166 2 месяца назад +2

    Siyabonga Mbotho,engathi abantu bangalalela sicela UNkulunkulu kaShembe asivikele kulomoya omubi.

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 2 месяца назад +4

    Siyabonga kakhulu sisi kodwa ungenza kanjani ukuthi uyisabalalise lento uzwiwe abantu abaningi ukuze abantu behleli beqwashile ngicela sisi uzame indlela uShembe akavikele 😢avikele nesizwe esimnyama

  • @thandekashoyisa6017
    @thandekashoyisa6017 2 месяца назад +2

    😢 Sekuqalile langikhona bakhona abantwana abaphunyulile

  • @mamizamzimela-ro6vq
    @mamizamzimela-ro6vq 2 месяца назад +1

    Siyabonga kakhulu sisi Hlengiwe ngesexwayiso,engazuthi abantu bangalalela nathi esesizwile siwuhlabe siwulawule bonke abantu baxwayiseke.Amen🙌🙌🙌

  • @Esther-hr4un
    @Esther-hr4un 2 месяца назад +1

    Thank you Mam Mambotho for information GOD bless you👏🏾👏🏾🙏🏽🙏🏽

  • @sandilelindanisithole1066
    @sandilelindanisithole1066 2 месяца назад +2

    Hello Hlengiwe, mina ngivuke ngikhala ngibona kune tulo lokubulala uNxamalala ...ingithusile leyanto, bazoletha chaos enkulu e KZN .

  • @ntombiyoxolomajola7873
    @ntombiyoxolomajola7873 2 месяца назад +1

    Ngicela ukubuza Uma uphupha ukhuluma nomshumayeli wase Buhleni ucela ukubkna uNyazi lwezulu

  • @shirleysamela2902
    @shirleysamela2902 2 месяца назад +1

    Siyabonga 🙏🏿🙏🏿

  • @SibongileMchunu-jw7ck
    @SibongileMchunu-jw7ck 2 месяца назад +1

    Siyabonga kakhulu ngesexwayiso
    Hlengiwe
    Kudingeka kujulwe ngomkhuleko sinzima isikhathi esiphila kusho
    Ithemba lethu asilibeke Ko Mdala Wezinsuku
    🙏🙏🙏

  • @LOVElives_there
    @LOVElives_there 2 месяца назад +1

    Thank you so much for this mam, God bless 🙏

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 2 месяца назад +1

    Sbonge maMbotho ngokusicwashisa .UNkulunkulu nezidalwa zikusibekele zikukhanyisele. Mabaphile abantu❤

  • @Leah-pw9fn
    @Leah-pw9fn 2 месяца назад +1

    Siyabonga kakhulu mama endzaweni yakitsi sebacalile bantfwana Bayantjontjwa
    Siyabonga kakhulu
    Tuesday ntsambama ngikufonele saphazamiswa I network ngingaphindza ngikufonele nini. Ngyabonga ❤🙏🙏.Amen

  • @mandisapali7992
    @mandisapali7992 2 месяца назад +1

    Camagu Ndlondlo ❤👋🏿👋🏿

  • @angelmaduma2720
    @angelmaduma2720 2 месяца назад +1

    amen kudingeka umkhuleko.. Masiguqe simbikele omdala wezinsuku

  • @user-fv5kb6ds7p
    @user-fv5kb6ds7p 2 месяца назад +1

    Ngiyamzwela uRamaphosa ngenca yokusayinda leyo "GNU"umonakalo uyeza

  • @nomthandazomnisi6703
    @nomthandazomnisi6703 2 месяца назад +1

    Siyabonga gogo ngesixwayiso u Thixo ngathi angaphakisa isandla sakhe esinamandla asiphephise. UNkulunkulu akuphe Amandla ukwazi ukubona okunye okuyingozi kikthi.

  • @KgameKgame-ve1ci
    @KgameKgame-ve1ci 2 месяца назад +1

    Saubona Gogo Mbotho❤❤❤, Siyabonga, Rekholeboga, Siyabulela, Gogo, Siyathokoza, Baie Dankie, Realeboga, Inkosi iiiii, Inkosi ikuphakamise❤❤❤

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 2 месяца назад +1

    Sijulile lesi sibonakaliso...okungathi uMdali weZulu noMhlaba angavikela abantu bakhe 😢

  • @luckykhumalo8052
    @luckykhumalo8052 2 месяца назад +1

    Amen siyabonga MaMambotho umyalezo 🙏🙏🙏

  • @angelam6466
    @angelam6466 2 месяца назад +1

    Kwaze kwanzima sisi Hlengiwe syabonga kakhulu ngesibonakaliso I just shared this video with everyone on my WhatsApp contacts ngyacela nabanye benze njalo ukuze lomyalezo ufinyelele kubo bonke abantu so that people would be aware of what is going to happen. Please bandla together we can fight this. Unyazi nonkulunkulu kanye namadlozi ngeke sehlulwe inkosi yobumnyama.

  • @user-fv5kb6ds7p
    @user-fv5kb6ds7p 2 месяца назад +1

    Lamaphoyisa labawalethe eKZN bawalethe for a reason bayazi ukuthi bendzani.Ene why bavele bakhetha iKZN Kuma Provinces angaka✌️

  • @user-yg1lt9en2f
    @user-yg1lt9en2f 2 месяца назад +1

    Siyabonga ngokusixwayisa d🙏🙏

  • @lindamochoari7716
    @lindamochoari7716 2 месяца назад +1

    Siyabonga sisi..

  • @elizabethmbewe9100
    @elizabethmbewe9100 2 месяца назад +1

    Ngiyabonga

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 2 месяца назад +1

    Kwaze kwanzima siyabonga kodwa sisi hlengiwe uku sikwashisa inkosi ukusise

  • @cynthiamtshali1954
    @cynthiamtshali1954 2 месяца назад +2

    Asbonge dadewethu inkosi ikubusise.

  • @cynthiacele3959
    @cynthiacele3959 2 месяца назад

    Amen sisi siyabonga ngezexwayiso siyambonga unkulunkulu ngomprofethi ofana nawe ngoba usukubonile siyakholwa ukuthi sekunqotshiwe egameni likaJesu Kristu nasegameni likaBaba Unyazi Lwezulu devil is a liar amen

  • @philapaul2389
    @philapaul2389 Месяц назад +1

    Madam I have reposted this video on tick tock I hope to God that you don't mind because it feels soo important... Thank you God bless you

  • @user-fv5kb6ds7p
    @user-fv5kb6ds7p 2 месяца назад +1

    MPOX seyivele ifikile iyabulala.It's for MEN only

  • @user-sh4wk9ue1h
    @user-sh4wk9ue1h 2 месяца назад +1

    Siyabonga 🙏

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 2 месяца назад +1

    Makwande muntomdala!🙏

  • @Inqensenqense
    @Inqensenqense 2 месяца назад +1

    🙏🤝❤️

  • @bhekabakubombele6781
    @bhekabakubombele6781 2 месяца назад +1

    Siyabonga gogo

  • @NonsikeleloaliceTshazi
    @NonsikeleloaliceTshazi 2 месяца назад +1

    Enkosi cc kakhulu inkosi ikubusise

  • @simphiwesibisi9438
    @simphiwesibisi9438 2 месяца назад

    Sebeqalile sisi Hlengiwe. Kuthiwa iMonkey pox. Bathi ihlasela abantu besilisa futhi bathi isifikile eThekwini 😢 Shembe uze usikhumbule baba usivikele kwinhlelo zasathane 🙏🏾