@@nkanyisondlovu3151 niyathanda kubakhulumela, ngabe ayikho inkomo ethengwayo in the first place if abaydayisi, sometimes we need to lecture our women instead of always swinging back the blame to men. Kunezingane ezisuka emakhaya aright but bavele bathengise because belandela abangani or ilifestyle, we need to start making women take accountability because they know they have people like you abahlale bebakhulumela. Kudayisa ngisho abantu abashadile kungonakele lutho, wenza konke as indoda
Syabonga kakhulu ngezimfundiso mpunga
Iqiniso lihamba phambili 💖
Iqinisile impunga yesintu,,,kubalulekile ukuganwa ubenomkakho ave kumnandi kukuhle futy
Yaphinda futh yashaya iMpunga madoda!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Ngake ngayisho lento egrupini yezinsizwa kwi Facebook, bangthuka bangqeda, bethi umsuthu usazelaph isintu😢
Makwande njalo Mkhulu Mpunga, syabonga!🙏👏🏾👏🏾👏🏾👍🏾
Ey Mpunga waze wangigudla mnewethu kodwa iqiniso lihle noma libaba. Mina mnewethu ngiyafisa ukuganwa futhi sengikulungele, inkinga nje ukuthola umuntu oqondile ngoba sekugcwele laba abacela ama favor kakhulu. Manje umuzi uwuvusanjani nomashonisa. Ngithandazela ukuthi inkosi uShembe ing'busise nami ngithole umakoti ovuthiwe🙏
Kmele uphahle Bhuti umcele, noma uye nakhona koShembe unikele, uzomthola. Good luck!
Sikhona nje
Hhayi lona liyababa impela 😂🤣😂🤞🏾 hheyi umuntu uyasha
Inkosi ikubusise nkosana
@@NtokozoGumede-h2s Nitholakala njani MaMnguni?
Yashaya kwezwakala iMpunga🙌🏽🙏🏾🙏🏾
Ngyabonga kakhulu , mina ngingowoku gcina kubafana abayisithupha kubazali bami , abathathu sebeshadile Kodwa, njengoba ngibuyile emakhaya. Omunye usisi wathi kimi thina kwa-Shabalala siyakholelwa ethatheni omakoti , abazali bahlebethi asishade ngoba umasihamba emhlabeni singashadile , nangelena kwethuna kusho ukuthi siyobe siyabafana , ngeke sihlale nezinsizwa ,
abanye kweminye imizi uthi umuntu esefuna ukushada kuthiwe akaqale ashadise ubaba wakhe ngoba wahamba emhlabeni engashadile, ngeke ukwazi ukuba umnumzane wena ubabawakho ewumfana 😢 .
ngyabonga ngokuku chasisa lokho , kuningi ongisizile kukona ,
Aaaaah suka Zulu uyesabeka❤❤😊
Akube njalo 🙏🏿✨👣
Dankie, kazi Hulumeni kungani izincwadi zeMpunga zingekho ezikoleni.
Ziqukethe ubuthina, kodwa ezondlebe zikhanya ilanga sifuqwa ngazo kuze kuyovalwa😢!
Siyabonga mkhulu🙌🏽👏🏼👏🏼
Isikhulumile Impunga, isingibhaxabulile. Ngizwile, ngifundile, ngizolungisa😅
Walikhuluma iqiniso mpunga yesintu
Siyabonga Mpunga ukusigwuquzela ijule kakhulu imfundiso yakho Fuze asbonge ungadinwa sizwile
Camagu Mpunga 🙏🏽
Truth stands alone!
Siyakha isizwe Mpunga 🙏🏾
iQiniso Liyaphilisa. 🙏🏾
Ugwanse kakhulu lom'bele we mpunga yesintu..
Ngyabamba kakhulu kwele sigcawu mina
Omunye boJacob Zuma iMpunga❤.
Uthini wena wabhala into engazwakali nje
Haibo weMkhulu siyabonga ngo hlelo. Ngiyacela ungithandasise kuse izinqanama ziphela ngizo ganwa nami
Siyabonga izimfundiso siyacela Baba uke usibizele Nkululeko Hlongwane Mlondo kwi Podcast yakho unolwazi olujule ngendlela eyisimanga
Amen
😂enye intsizwa esonta ka'shembe yathi Ongashadile akangeni ezulwini😭
Siyabonga Mpunga
Mpuuunga nakhuke ngiganiwe kuthi nokuhamba kwesikhathi induku iyawa sengibathe ngiyagadla lutho ngize ngibe namahloni kunkosikazi kwenziwanjani Mpunga yesintu ngenelela unkosikazi sengaze ayokha uqadolo ngoba ngimshiya elambile
Mina mkhulu zonke inkulumo zakho ngyazizwa Mpunga yesintu yesizwe
Iciniso liyahlaba
Impungaaaa! 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Thengani izincwadi webantu.. Nami nginazo zonke..
Ngfun ukbonga futhi mpunga yesintu. Yimina umbulazi, ngizi thole zonka namhlanje. Ngyabonga futhi ukuth ungfonele, inhliziyo yami igcwele ngempela
Zitholakala Kann izincwadi?
Washaya mpunga
Impungaaah!!!❤
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Umkhulu akaganiwe ugogo akasekho nomndeni kagogo awusekho ekhakomama, nathi akuhlangani
👏👏👏👏👏👏
Into ebuhlungu, amantombazane amanje aseyakbona kwiyinto elula ukdayisa inyama or bakhohlisane ngokbheda. Manje ayikho insizwa efuna ukdlala ngezinkomo zayo, nalaba abaziphethe kahle, abanye babo abafundisiwe indlela yokphatha umuntu wesilisa, bakuhlaza and ngeke ukthole ukuthula and banomqondo wokukhuthuza umuntu weslisa.
Leyonyama yomlenze bayidayisela bani? Asikhuzaneni nathi singabantu besilisa ukth asingathengi ukungcola
@@nkanyisondlovu3151umbuzo omuhle loyo...idayiselwa obani?
@@nkanyisondlovu3151 niyathanda kubakhulumela, ngabe ayikho inkomo ethengwayo in the first place if abaydayisi, sometimes we need to lecture our women instead of always swinging back the blame to men. Kunezingane ezisuka emakhaya aright but bavele bathengise because belandela abangani or ilifestyle, we need to start making women take accountability because they know they have people like you abahlale bebakhulumela. Kudayisa ngisho abantu abashadile kungonakele lutho, wenza konke as indoda
Masibonge Mpunga Lolwazi lufuneka kuma Road Shows for men
🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿
😂😂😂😂😂👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿
Yiqiniso lelo Mkhulu
Liyababa iqiniso yooo
Izimpohlwa namadoda awezwani
Onganawo amandla okughanwa?
Ungazalisi ngoba awunawo amandla okuganwa
❤❤❤❤❤ amen 🙏
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Ai Vusi, yeka lombuzwana wakho.
Yeka isibongo, una usenalenkinga yokuzikhandela mnewethu!
Uyolithwala icala ngalento.
Ayihluphi lento ewuvusi 😂😂😂😂😂
ahlala kamngomezulu
Ave uneSdina we Vusi Mngomezulu
@@MbaliButhelezi-r5w Isizulu sithi ukubuza akunacala, kusho ukuthi anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu 😭