My brother kuzolunga uzophola sibonga nje impilo phezu kwakho ungu muntu o muhle futhi o strong 💪 My god bless you Kodwa lo sisi ..yena umthetho maudlale indima. Yao ahlale ejele ngoba umoshe impilo yakho😢
Ayikho nje into esile eshiwo yilocc and ukuxolisa kwakhe kune pride phakathi akusuki enhliziywen ,UCC deep down uyajabula nje ukbona lobhuti enjena by the look of things nangokukhuluma kwakhe
Lo cc angimukholwa nje mina even nokuxolisa kwakhe kunokuhleka phakathi umane uyasho nje ukuthi uyaxolisa but uyajabula deep down ayikho nje into ekholisayo kulo cc coz ukhuluma izinto ezihlukene njalo useyayphika eyokuthi ubhuti wabulala ingane
If bekuwu brother wami engaboshiwe lo nondindwa omthele nge acid, I would just do worse kuye anye usatane nyii. Awkwazi kulimaza omunye umntwana kanje.
Kuyiphutha leli, mina ben gicabanga ukuthi Kade aboshwa lo cc, why esengaphandle, namanje, ngoba ukuba lokhu okwenziwa ILO cc, kwenziwa owesilisa ngabe uboshiwe/uphakathi, njengoba exolisa phela makajeze, she mus go to prison, for what she has done , wazithathela umthetho ngezandla zakhe. 💔
Uphantsi umoya ka Phakamani oko ndamazi uyinto enye lomtana wabantu mna if bekundim nge ndinomsindo ngihleli ngikhala😢so big up my brother ndikufisela ukululama..
Its do sad ukuthi abantu besilisa have less rights than abesifazane because ngabe usejele icala libe liqhubeka oweslisa kodwake ngoba owesmame dololo 💔
Lo cc ukhohlakele makathelwe ngeacid naye bafane,fuseg uxolisa amasimba Wena mthakathi iacid Pho,ngiyakuvuma ukhohlakele,uyibulele ingane yomfazi
@@phumigamede394 yeka esemphuzisa phela mucabanga unjani ngaphakathi lobhut umonakalo owenziwa yile acid
Ligqwirha waye nomona efunu mosheli mpilo
Wayemchathisa ngayo wamphuzisa wamthela nangayo uyinja nj lontombazane wambulala ephila kodwa ubhuti wabantu xolisa nj ayin̈gbezisola wamshisa ngbomu
Wayindoda sgqemeza kulengxoxo nguwena umsakazi okhulume into enengqondo engikuzwe kahle , Big! Up! Sonyahikazi
@@ma-teeq2789 uSgqemeza uyindoda uzwelana nendoda kulesimo ekuso ngoba nomthetho uyahluleka ukuthath indawo kant uMroza uku side lomuntu wesfazane even enze uWrong usamsaphotha
Kdwa ukubè bekumuntu weslisa owenze lento ngabe ubhadle ejele okukhombisa kona kuthi samadoda thina asikobi nayo inkululeko😢😢😢
Ngingumuntu wesifazane nam ngizele uma kunje akumele ukubukele kude lokhu😢😢
Ngabe akanikwa kwalona ithuba lokuchaza iside lakhe emsakazweni. Akukho okuyoshintsha umonakalo awenza losisi ufanelwe isgwebo esiqinile
Ubuzothi uya e police station uzwe kuthiwa amaveni awekho kanti aphume onke ayobopha leyondoda, babuye nayo sebeyphathise okukaplastiki wegrosa, kulkhuni ukuba yindoda.
😢😢😢 ey ibuhlungu ngampela indaba yabantu beslisa yaz iyezwele and iqiniso ukuba umuntu weslisa lo ngabe usejele kwabheyili ngbe abamnikanga
Kodwa naye u Phakamani akamsulwa. Uyayazi ayenzile ukuze kufike kulesisigaba.
She must be arrested. Ubuthakathi isenzo sasisi. Wow!
Imibuzo ka...Sgqemeza ave ishaya khona🙌🙌🙌🙌🙌🙌💪💪💪💪❤️
Ayigwetshwe lenja
LoCc uphambene struu. Akukwazi kuthi ungalimaza muntu kanje bese uxolise like nje wee aimina bengoxola nami mhla ngambona enescar azosikhomba
Kodwa cc wammbulala ephila umtanomuntu awunazwelo unesihluku ngyabazwela nabantu ophila nabo nalabo ophila eduze kwabo
Mina ngizwela lendoda asethandana nayo or asazothandana nayo ngoba namadoda ukuhamba eshela coz ngyaz khona abasamshela nje bemazi ukuthi unjan,locc akabulawe
Ngabe wamyeka . Hayi ukumshisa. Ungumthakathi wengane yabantu.Ungumbulali
Vele y angamshiyanga?ukhohlakele o
Njeeee
👍🏼👍🏼
Sisi ufanele li jele nje qha ama sikazi akubhuti ngeke aqedwe yikuxolisa kwakho 😢
Cc akafanelwe nje lijele naye fanelwe acid ezoyiva ukban injan
Maka boshwe uzo chaza axolise mhla waqeda isigwebo princess wokunuka
If lo cc uyaxolisa ngempela njengoba esho akube uyena,okhokhela i surgery kabhuti qha
THATHAPHI IMALI LENJA BHUTI 😂
Yebo azithwale zonke izindleko
Ndiyakungqinela makakhokhele umnntana wabantu
Uyambona nje umuntu oxolisa ngoba kuthiwe akaxolise deep in her heart akaxolisi locc xem wenza ngoba kusho abantu ngelinye ilanga uyolikhumbula lelithuba cc😢
My brother kuzolunga uzophola sibonga nje impilo phezu kwakho ungu muntu o muhle futhi o strong 💪 My god bless you
Kodwa lo sisi ..yena umthetho maudlale indima. Yao ahlale ejele ngoba umoshe impilo yakho😢
Looking much better now syabonga abancedile,and sisi hhay
@@PhumzileMakhoba nami ndbona lonto akasafan njengakqala usencono ngoku
Ayikho nje into oybongayo mroza uyabheda nje
Ayikho nje into esile eshiwo yilocc and ukuxolisa kwakhe kune pride phakathi akusuki enhliziywen ,UCC deep down uyajabula nje ukbona lobhuti enjena by the look of things nangokukhuluma kwakhe
Uyabona uMroza ungiphathele kabi ngempela angaz ubongani ngempela wangivusela uhlevana🚮
Beng'cela ukuthi uCc ake athelwe nge acid ke naye, ukuze a azi kahle-Hle ukuthi sib'hlungu ka ngakanani isimo afake uBhuti k'sona😡
Njje akathelwe nge acid naye asizwe isimo esibuhlungu kanje.
@@user9x-n4u Ngibuke I court hearing yakhe,.... HAIBO👀 iyadelela lenja yomfazi. She deserves no mercy at all, nasi🤞🏼
Ukube umfana owenza kanjena kulocc ngabe kade waboshwa bekungeke abe ezobanga iscefe lana okhozini mxm ngaze nganyanya
Bakhohlakele nje labo
Hayyyyiii bandla kazeeee UYOFAAA nini nalelicala elingaka engikwaziyo noma uyazi qinisa Kodwa unembeza awukshiyile futhi uyokudla impilo yakho yonke soze ukuthole ukuphuma wena Ntombazane UYOPHUMULA ethuneni 🤞🤞🤞kumanje uPhakamani uncono kabi kunawe kunalesisgwebo osizwa ngapha Kathi kwakho usetilongweni wena likanembeza waba nomona Hayyyyiii wayemuhle umtanomuntu kodwa akulutho Kuyayiwa 💔💔💔💔
Wena u deserve ukufa ubungamshoyi ngani ingane yomfazi ngena ezicathuleni zakhe njengoba esenje mina angamukeli xolo lwakho kumina ubuzonya jele isigwebo esincane ngikuxonda ngingahlobene nalomnfana
Lo cc lona ungusathane ufanelwe kugwetjwa njengembulali ngoba naye bekambulala lobhuti mine lucolo lwami ngingajabula ngingubhuti ngingatsi naye angimtsele ngayo I acid bese ngimshada ngoba sesifana ,ambadalele uboso beplastic ngoba sewukabemali ,ngale kwaloko alumfaneli mbamba lucolo losathane wesfebe😢,💔
Lo Sisi Y ungaphumanga. Wambulala ephila ukhona ntombi ukhohlakele ,,angiboni kukhona ongakulungisa njengoba enjee ,,ntombi uyofa uyilanda fusek😮
Ayikho nje into exoliswa ilosis uyasenyanyisa nje Thina siy country akukho nje ukuzehlusa lah asilimukelu loxolo lakhe udinga nje induku
Weeeea akahambe eyolanda iacid yakhe azithele,achathe ngayo njengoba enzaaa,wayembulele.
Uzoxolelwa ngubani ufunu banjwa yena sathana ufunu vutha wena uvuthe uhamba .. Xolo lwani .. mnike million sizakuxolela
Mara ke locc akakaboshwa....basafuna which evidence ngoba nangu uphakamani uyi evidence himself
@@pheladitau6762 mina ngsol ukhuth locc it's either uthandana nephoyisa or ukhiphe bribery 💰💳 ,but wenze lento eyenziwe Kelly Khumalo
Wangidina kabi cc ukumusha umntabantu wena uyaphila umuhle yena qhubeka naye angithi owakho
Yaz Mina nginombuzo othi Kant umuntu,uxolelwa Uma enzeni? Kunzima , Mthiya ubuza Kahle kakhulu🤝
Law must take it's course 😢 ilokho engingakusho mina ....udlalile ngo Phakamani namuhla usefana nenkubela kubuhlungu uxolo luhle kakhuluuuuuu kodwa akukho lula Princes 😢
Wawu ngamyeki ngani umawayeku hlukumeze kunokuthi umshise
Lo cc angimukholwa nje mina even nokuxolisa kwakhe kunokuhleka phakathi umane uyasho nje ukuthi uyaxolisa but uyajabula deep down ayikho nje into ekholisayo kulo cc coz ukhuluma izinto ezihlukene njalo useyayphika eyokuthi ubhuti wabulala ingane
Every dog has it day. Kuyeza nakuwe sisi.
Yaz mina ngokubona kwami ubhuti kunento vele engambophisa yingakho exola kalulanj ngeke uxole usumubikanj. Impiloyakho yonke never naye ubhuti kuneqiniso abaleka nalo
Uyedwa umahluleli uNkulunkulu uyena futhi obona okusenhlizweni yakho ukthi uxolisa ngampela noma usubona ukuthi kanti uPhakamani akafanga,Sengathi singabantu besifazane singafunda ukuthi singathathi izinqumo sidiniwe egcineni sizisole
Yooh ntombi iphutha lokubulala ingakho engakwazi ukuchaza uma umuntu ungasamfuni myeke izingane zethu zifela uthando 💔💔
Man will be kept behind bars...ngokunjalo nosisi akavaye...hhaybo safaa abafaz nxeh
Awu ngeke y gal uwuPrincess😢😫ayi mabizo okhohlakele
Uzobheda lo cc yini ezoshintsha,uyenyanyisa nje.
Masukuchaza ntombazane uchazani vele hambejele
Wena Phakamani usamdinga yn lomuntu if buyela kuye ungayi naye KwaCeza ngoba sombamba simdedele thina
Why engakaboshwa losisi?
Why vele
Nami ngizibuza lokho
Kmele Abulawe lowo
Ingoba owesifazane ingakho engaboshiwe
Ukube bekuwumuntu wesilisa ngabe usegwetshiwe ngisho ukugwetshwa😢
Khohlakele nondindwa akaboshwe
Uthin ngempilo yabazali baka Sbiya ngisho ingane yakhe ebona ubaba esenje yena uzokhuluma ngoxolo
Akayoboshwa
If bekuwu brother wami engaboshiwe lo nondindwa omthele nge acid, I would just do worse kuye anye usatane nyii. Awkwazi kulimaza omunye umntwana kanje.
Kumele nje wena cc uyojeza for life uyofakwa eKokstard uyisilwane kahle kahle, kwabanzima ubuka full video ku Thuleleni
Mroza ubonga ini ,,Hai,,uxolisa ini.
Bekuyoba kuhle ukube nje uMroza uthe cha angizukuphawula kunalomhlila abewusho silalele singabantu yena ukubo umfowabo ubezosho lokukubonga okungenangqondo
Uyinja hayi iso ngeso usakhamise ngaphandle akaboshiwe ngani ngikuzondela ukufa njandini
Kanti losisi akakaboshwa ukube washona lomntwana wabantu akaboshwe Lona usile
Ngiyazibuz nami
cc hamba uyoboshwa ayikho into oyixolisayo umuntu enjena😭kwakumele umyeke mungamufuni ,noma ungaxola bhuti bt akaboshwe sies !! mayengaboshwa lo udinga inhlavu straight
Sgqemeza 😢😢 uyayifeeler lento yoooh kunzima khona alukho uxolo lapha
My point exactly, uxolo lwani nje alufunayo Lo sathane
Aw Waze wasiphoxa wasihudulela odakeni izibongo ntombazane sesohlala singathembekile thina
Wawumtshiselani uPhakamani mgodoyi. Mele ujeze. Unkulunkulu mele akugwebe
Ukube kwakuyindoda eyenza lokhu kumuntu wesifazane wayengabulawa, nokubulawa,kodwa izinhlanhla zabantu azifani,
Siyabonga ubhuti looks better now
Is too late cc if it was my child you were going to marry her like it or not I'm telling you 😢
He was gonna finish him
English is Englishing this side😂😂😂.. " marry him" and another one..."she was "..
😂@@saddamphodzo6400
Mxxm usezithoba ngoba esebona ukuthi icala liyaqhúbeka ubona ijele manje useyesaba locc akaboshwe njeh
Kanti akakaboshwani???
Bongazithobi ngani dodi wawungamshiyi ngani mina ngithi iso nge somina ngithi. Phakamani akaphole nje konke u. Nkulunkulu uzophendula
Aze kwabuhlungu ukuba ununtu wesilisa emzansi ngendlela umthetho wakulelizwe osicindezela ngakhona thina njengabantu besilisa.yabona la kulecala ukube bekungumuntu wesilisa owenze lento kowesifazane ngabe kade avalelwa naleskhathi sokucela uxolo ngabe ulicela esezikhindini,ngokinjalo nginesiqoniseko sokuthi neshwebo sakhe megcine egwetshiwe ngeke sifane nebesizotholwa owesilisa. kaze thina besilisa sokhala kuzwebani ngoba ikakhulukaz kuma relationship ithina esishawa emotional masiphindisa ngesandla siboshwe okungakananike kwalosisi ubedinga udilikajele lo ummbulele ephila umuntu wabantu
Ngowasekhaya marhadebe but uyasihlaza and ukhohlakele
If locc esebenza syayicela imali provident fund before agwetshwe iye eskhwameni se fund kaPhakamani
Kuyiphutha leli, mina ben gicabanga ukuthi Kade aboshwa lo cc, why esengaphandle, namanje, ngoba ukuba lokhu okwenziwa ILO cc, kwenziwa owesilisa ngabe uboshiwe/uphakathi, njengoba exolisa phela makajeze, she mus go to prison, for what she has done , wazithathela umthetho ngezandla zakhe. 💔
Abenzeke ubulungiswa bakwethu kungadlalwa ngo bhut wabantu
Uphantsi umoya ka Phakamani oko ndamazi uyinto enye lomtana wabantu mna if bekundim nge ndinomsindo ngihleli ngikhala😢so big up my brother ndikufisela ukululama..
Akazisoli locc ,akukho ukuzithoba uyamuzwa nje.
Ukuxolisa ngeke kbuyise isimo ubhut aksona cos lento wayiplana kahle ngoba ubhut mechaza ukut kwenzeka kanjan mhla umthela nge acid kyakomba wawuyihlelile lento unosatane nje
Lesifebe lokhu sintanasa phandle
Sokwaba Lula kuwe ukuthi ubulalale kulokuyabophisa wena wule ungazondlala ngathi 😢😢😢😢😢😢😢msunu
Bantu besifazane abanye inkinga bafwethu manje uphakamani mangabe enjena....uxolisa ukuthini....noma ngabe wayefeba kodwa akusho ukuthi ashiswe soo.nge acid...sidaliwe asizidalanga.....relationships mayi toxic awuyeki ngani ngoba awu boshelwe
Ubungamshiyi ngani kunokuty umemze into ebhlungu kanjena winja nje wena nx
Locc waPhakamani uyamdayisa umfowabo mina bengeke ngbuye ngimthembe nanini💔
Wawungamushiyi ngani kunokuthi umlimaze
Ayikho nje into ayxolisayo locc umbulele ephila lobhuti wabantu ufanelwe ijele nje straight
Akhokuzisola lana inja njelena wayeqonde ukumbulala, bemkinya, lapho bemlinda ukuth efe bengafuni ukumisa esbhedlela Ai ngeke, lona ufanelwe isgwebo sentambo straight 😢😢😢😢😢
Wena princes ngykzonda uyezwa uzondwa yimiina ngingakwaz I nje nomangabe wayenzen uPhakamani kodwa kuncono kube wambulala mbulali ndini wayona ingane yomfaz I Kade yinhle kanje kwakmele umshiye ungamenzintebhlungu kanje Mina ubhuti wam bengzothi ufanelwe udilikajele wen uyathakatha wena
Mmmh yazi 🤔 sabantu besilisa sihlukumezeke ngendlela esingeke siyibale salinyazwa Abantu ebesibathembile sibathanda
😢😢😢😢
Yooooo uyinja akakuthele nawe nifane,akusiphutha leli ungumbulali Wena,why ungamyeki makakuhlukumeza kunokuthi umbulale ephila fuseg mthakathi
😢😢😢Usu late ngokuzithoba sisi
Wawungamyeki ngani
Akasiyeke ngo- Toxic amuzwe ngendlela lodoti wentombazane uzithoba ukunuka umuntu emoshakele enjena , ukhohlakele ntombazane wngingakusho kuwena ungusathane uqobo lwakhe , kungani enganshiyanga kunokuba amenze nje nxa suka hamba uyothola izintanga zakho ejele ayikho eyakho
Suka wena ungamlimata kangaka umntfwana wemfati ukhohlakele wena. Kahle kahle ihloso yakho bowumbulala lobhuti. Leni bongahambi ngan umshiye aphila acubeke nemphilo yakhe.....suka slima wena ngatsi ungasha ngesonto .AKABHANDLE EJELE LOYO APHIDZE AFELE KHONA NGUTHAKATSI LOO 🤞
Inkinga yakho cc wena waba nomona wafuna ukumshiya umlimazile ngoba uyambona nje ukuthi waye handsome...uma wayekuhlukumeza wawungamshiyi ngani..kungani umthele nge acid ...that's jealous
Sekezode azithobe efemelini yakho wakutshisa nge acid yena?
Cc wam ngingu waka hadebe mina bt onenhliziyo embi ufanelwe isigwebo umubi bohlosile ngoba ecidi uyithathephi uzengayo ngenhloso boshwa njayakithi
Wena njer u deserve ukubolela ejele
Nx lo cc uzozbisela amapats njengoba wambulala ephila uxolisa ini ngoba wayehamba nendoda wam pyta wamthela wuuu nkosi 😢😢😢
This is too much yeeer😢...I would find it hard to forgive her
Yeyi losisi umbulele lobhuti kakhulu ephila ufanelwe wudilikajele nje 😢😢😢usiphoxile singabantu besifazane
Kumele lomuntu wesifazane abolele ejele izikhiya zilahlwe olwandle akumele ahlale nabantu losisi unesihluku😮
Noma kngathiw kukhona osenhlizweni fusegi uysikhohlakali empeleni uyngozi emphakathini y wawngamyeki uyngozi ntombazane😮😢
Losisi nje akaxolisi ingoba usaba nje ijele,umthetho awdlale indima yawo nje akangaphumi ejele uyingozi embi kubantu,uyinja awunanembeza
Ngokwami isgwebo esimfanele losisi ubhuti akanikwe i chemical naye amshise finish nd klarr
Koba kuhle ukuthi akazele lo cc ngoba lokhu akwenze kuPhakamani kobuya sekuphindiwe kuye
Its do sad ukuthi abantu besilisa have less rights than abesifazane because ngabe usejele icala libe liqhubeka oweslisa kodwake ngoba owesmame dololo 💔
Kukho konke "ELOKUXOLISA", nje. Usuxolelwe ntombi. Kubi impela noma ngabe wawuphazamiseke kanjani, lokho kwakungakuniki igunya lokumenzakalisa. UPhakamani njengamanje kumele athole usizo kulowo nalowo obona ububi besimo esehlakalela UPhakamani.
No lo cc ingoba esebona ijele ukt limbhekile akaboshwe wimoshile ingane yabantu
Kwakumele uhambe kini uhlukane nengane yabantu mthakathi ndini.awukaze umthande vele.
Angikuzwa ukuzisola kulo cc😢😢
Lo.cc akazisoli wenzela ukuthi ehliselwe isgwebo akaboshe
Walibulala ikusasa lomnye uma esinje na yini vele oyixolisayo umbulele ephila
Ayi cc wabantu nale ndoda onayo uzoyibhubhisa kanje kwakunani ukuthi umyeke adlulele phambhili uye kuleyo engeke ikuhlukumeze nathi besifazane siyawahlukumeza amadoda ethu kodwa masesihlukumezeka thina siya zwela cc hambha juba bayoku......phambili😮
At some point imthetho awukho fair kwabantu besilisa umfazi wamtinta nje ngempama ku
Kugijima amavan angafika phose ten , Cha akabotshwe lomuntu
Khokha 10 million wena skhohlakali
Uyowthathaphi u 10 million lomasaka😭
Akulona iphutha leli,ubuthakathi nje lobu🥺
Uyinja nje kumele ugwetshwe uzozithoba Ini wawungamshiyi ngani wawuhlangene nesokalakho umele ukufilikelwe ijele hambofa doti
Cc ndicela uthethe inyani ,ukuze uxolelwe or uxole funeka uthethe inyani eS.A.xa unengxaki nomntu uyambophisa wawungambophisi ngoba? Andikujurge uzokuxolela kuba akusekhonto anokubamba ngayo sekwenzekile.