KWAZI NSELE - ISANGO LASEKHAYA [OFFICIAL MUSIC VIDEO] ft (QINISO NSELE.)

Поделиться
HTML-код

Комментарии • 205

  • @mthiyaneonlinetv9713
    @mthiyaneonlinetv9713 3 месяца назад +48

    Kwazi the Greatest🥺🔥🔥
    Cela udlule ngo Like ukuze ngzobuya laa

  • @nondumisocawe
    @nondumisocawe 3 месяца назад +34

    Surely you spent a lot of money here in this video, may the god bless you brother

    • @KwaziNsele
      @KwaziNsele  3 месяца назад +4

      Thank you very much😢

  • @MbaliMbali-t3g
    @MbaliMbali-t3g 3 месяца назад +9

    Yaze yabhlungu inhliziyo yam muntu usalelwe yicala bobabili abazali basaphila ey Nkosi ngyambonga ukungigcinela bona noma impilo ingahlangani kimi kodwa one day kuyolunga😢😢😢😢

  • @ZethembeWander-r8f
    @ZethembeWander-r8f 3 месяца назад +9

    Yooo 😭😭 ngivelle ngicabange ubuhlungu engisazobuzwa ngomzali wami

  • @siphomsomi8569
    @siphomsomi8569 3 месяца назад +8

    🤌this concept...thina abasemakhaya siyayazi lento akhuluma ngayo umfoka Nsele

  • @jabulilekhuboni7963
    @jabulilekhuboni7963 3 месяца назад +16

    I am from TikTok ngibone khona that usukhuphile video bhuti. Siyabonga ❤

  • @PhillyLinda-u2n
    @PhillyLinda-u2n Месяц назад +3

    Kodwa Nsele ka Lindamkhonto ziyazehlela inyembezi

  • @sizweshange1752
    @sizweshange1752 Месяц назад +2

    Ayi kodwa Kwanzi mf2 ngathi suwenzakakhulu manje😢

  • @sibusisosibusiso6876
    @sibusisosibusiso6876 2 месяца назад +2

    Uyazithinta izinhliziyo zethu mfana wakithi isiphiwo sakho masigqame uye phambili ❤

  • @Lukhanya
    @Lukhanya 2 месяца назад +2

    This was very emotional 😢😢Ngezwa ubuhlungu to even imagine lobuhlungu obenzekal laa😢🙏

  • @slindilekhumalo6607
    @slindilekhumalo6607 Месяц назад +2

    Ngaze ngakhala kodwake😢😢❤Muhle umsebenzi wakho Nsele

  • @ThobaniSangweni
    @ThobaniSangweni 3 месяца назад +3

    Wangikhumbuza siqal ukuhlangan e VA makhoba enquth siyiqal nath mfoweth amabhungu amahle uyawaz ngaye yakweth sokuseka njalo

  • @SmangaStudy-wt7sy
    @SmangaStudy-wt7sy 3 месяца назад +5

    eyy kade ngiwulindile loh ngthanda ukuba creative kwakho bhuti🔥🔥🙏🙏

  • @PrincessHlongwa-j2i
    @PrincessHlongwa-j2i 2 месяца назад +1

    Haw kodwa bhuti wehlule mina ngimi ngawe ngisho kungafika bani ❤

  • @AsiphilePercyZwane
    @AsiphilePercyZwane 3 месяца назад +5

    Uyabhala mfoka nsele 🥺🥱 + umthandazo womfelokazi 🔥💫💫🫁

  • @UkoMzobe
    @UkoMzobe 12 дней назад

    Yooh I have never seen painful music video in my life 😢 surely I'm subscribing 😢

  • @Allinonemediaproduction
    @Allinonemediaproduction 3 месяца назад +4

    😢ngakhumbula ubuhlungu bokushona kuka Baba ngangimncane but sengkhulile manje .ngise Varsity ngangise Primary eshona
    Izinkondlo zakho mfw2 ngihlez ngizidlala 🙌🏼🎉 ngisavume wena

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 2 месяца назад +1

    Bashaye mfana 💯💯💯 Ngiyvuma ngihlel phezulu eAlex FM 89,1 Elevate your mind ngivele nge wind.

  • @inqamayouthchoir2211
    @inqamayouthchoir2211 2 месяца назад +3

    The the pain is real; emotions are powerful; I'm failing to accept😢

  • @yandisanodinwa1722
    @yandisanodinwa1722 3 месяца назад +3

    Akekho oyongiyekisa kulalela umsebenzi wakho 🎉🎉🎉

  • @NonkululekoMhlongo-w1o
    @NonkululekoMhlongo-w1o 2 месяца назад +1

    Isusa uhkemvane😢kunkenkethe izibazi ezingaphakathi😭💔

  • @Sibusiso-h7o
    @Sibusiso-h7o 3 месяца назад +2

    Au ngalelo sango 😢❤ ushayile bhutomdala 🙌

    • @PD-ph4os
      @PD-ph4os 2 месяца назад

      Lokhu ngakuthanda kule ngoma owawuhaya ingoma ucula no Mthandeni. Cha uhambe kakhulu kule nkondlo sukaaaa

  • @percyzikhali3599
    @percyzikhali3599 2 месяца назад +1

    Yoooh..., I've got no words to describe this work... but wow!!!! you are great Mangethe.

  • @KwaneleMaphumulo-i2d
    @KwaneleMaphumulo-i2d 3 месяца назад +2

    Ngifike ngahlala emontweni emsebenzini listening to this ngize ngalandwa 💔😓😓

  • @nkosingimelemvubu1278
    @nkosingimelemvubu1278 3 месяца назад +2

    Raising emotions, ivula zonke izilonda, zophe kabusha, deep this one 😢😢

  • @ZaneleHlatshwayo-r8l
    @ZaneleHlatshwayo-r8l 3 месяца назад +3

    Kwavele kwavuka izinhlungu ngomama wami osengishiye emhlabeni ngenyanga ka December😭😭😭😭

    • @KwaziNsele
      @KwaziNsele  3 месяца назад +1

      I'm sorry

    • @SfisoHlomuka
      @SfisoHlomuka 3 месяца назад

      UNKULUNKULU usebenza kanje ukuze asenze simele imizi yobaba😢😢😢😢

  • @njabulomyeni8514
    @njabulomyeni8514 3 месяца назад +4

    Myekeni lomfana unguNkulunkulu weyintandane uyazikhulisa azifunze amazwi empilo aphinde Abe nazo ezinhlungwini ngiyakuvuma ntanga yethu

    • @KwaziNsele
      @KwaziNsele  3 месяца назад +1

      Ngiyabonga kakhulu

    • @njabulomyeni8514
      @njabulomyeni8514 3 месяца назад

      @@KwaziNsele ngake ngakubona kancane emnyakeni eyadlula kwa Mai Mai ngakubamba ngesandla ngathi selaphe dokotela ojova ngamazwi wahleka

  • @PaulDollar-h8b
    @PaulDollar-h8b 3 месяца назад +2

    😢😢mfoka nsele wangithinta enhlizweni😢😢

  • @sbongokuhleblessing4099
    @sbongokuhleblessing4099 3 месяца назад +1

    Uphiwe bhuti muhle msebenzi wakho ngathi ungakhula ngaphezu kwalokhu 💯

  • @leighvilakazi
    @leighvilakazi 3 месяца назад +1

    Owakwethu wena, ukhule bhuti🙏🙏

  • @ComputerDlamini
    @ComputerDlamini 3 месяца назад +1

    Mhuuuu into uma uphiwe yona ksuke kungeyakho, muhle umsebenzi wakho mfokaNsele

  • @kingzosotv2965
    @kingzosotv2965 3 месяца назад +1

    Malume🙏🏾

  • @MasbonyyNgwane-m2y
    @MasbonyyNgwane-m2y 2 месяца назад

    So emotionally but keep it up bro yamie ..muhle umsebenzi wakho

  • @Immaculate04
    @Immaculate04 3 месяца назад +1

    Yoh bhuti uKwazi no bhuti Qiniso 😢😢nasikhalisa futhi

  • @NelisiweMaphelane-bj3ut
    @NelisiweMaphelane-bj3ut 3 месяца назад +2

    😭😭😭😭😭Kwavele kwazwela kweyami inhliziyo, 23 yrs without her in our life, kufa awunazwelo😭😭😭

  • @scelomissionmanqele3333
    @scelomissionmanqele3333 3 месяца назад +1

    Muhle umsebenzi wakho bafo siyabonga kodwa ubuye usikhalise🎉

  • @sanelejabulani9278
    @sanelejabulani9278 3 месяца назад +1

    Bhuti awu isiphiwo Sakho 🙌

  • @NduduzoNgcobo-u2t
    @NduduzoNgcobo-u2t 3 месяца назад +1

    Azikhuleka ngawo ethi uyazikhulula! Isango lasekhaya liqalekisiwe!

  • @mahleqwabe8467
    @mahleqwabe8467 3 месяца назад +1

    Ey Kwazi mfe2 le ingivisela imunyu, 😭😭😭😭
    Muhle umsebenzi wakho ❤

  • @THANDAZANIZUNGU-wm2iw
    @THANDAZANIZUNGU-wm2iw 3 месяца назад +1

    Ey uyaluvusa usizi mfokaNsele 🥲

  • @kwandavundla1683
    @kwandavundla1683 3 месяца назад +1

    😭😭😭Iyona experience isango lasekhaya eliyaziyo, kodwa ngyobuya ngize kuyo lenkondlo mase uSmakade esengikhumbulile ngakwazi ukuthenga eyami. qhubeka ubhale Lindamkhonto

  • @SinanzeniDube
    @SinanzeniDube 5 дней назад

    😢 Eish Kwazi kodwa

  • @DumisileMchunu
    @DumisileMchunu 2 месяца назад

    😢😢😢 wangivusela inxeba lowami umama owahamba kanjalo

  • @lonwabolonbee682
    @lonwabolonbee682 3 месяца назад +1

    Top Class yize ivusa usizi lenkondlo kodwa kucikoziwe

  • @talentmfanufikilendlovu2406
    @talentmfanufikilendlovu2406 3 месяца назад +1

    Awu mfokaNsele, mkhulu umsebenzi mfowethu

  • @SiphiwesihleNgcobo-i7x
    @SiphiwesihleNgcobo-i7x 3 месяца назад +1

    Thembelihle😢🎉❤

  • @buyohsjekula1643
    @buyohsjekula1643 3 месяца назад +1

    Ey iyacabanga lensizwa yakaNsele

  • @NosihleSlindokuhle-s7l
    @NosihleSlindokuhle-s7l 3 месяца назад +2

    😭😭😭😭💔 thixo angigcinele mama wami

  • @thokozanichristopher
    @thokozanichristopher 2 месяца назад

    uyathembisa umsebenzi wakho mfana uyalaleleka umnandi .keep it up

  • @Sebuelo
    @Sebuelo 3 месяца назад +1

    Yooh ngivele ngakhala 😭😭

  • @mbusosibiya1231
    @mbusosibiya1231 3 месяца назад +1

    Mkhayawam 😢 uthintamina uqobo ubhale ngami😢😢😢

  • @nkosiyazimngomezulu3339
    @nkosiyazimngomezulu3339 2 месяца назад

    Namanje ngisasho akekho oyomelana nawe mfoka Nsele

  • @Bongzafella
    @Bongzafella 3 месяца назад +1

    A powerful track 1 ❤️

  • @thintamanyoni9761
    @thintamanyoni9761 3 месяца назад +1

    Hhayi mfokaNtsele ave ubusisekile ngesiphiwo onaso, ngikufisela impilo ende uqhubeke njalo ngomsebenzi omuhle

  • @YNGTV-nm5ss
    @YNGTV-nm5ss 3 месяца назад

    Uyinkunzi baba🔥🔥

  • @NonhlanhlaDlaba-r2r
    @NonhlanhlaDlaba-r2r 3 месяца назад

    Kodwa Kwazi bhutiza uJehova akhuphule njalo izinkondlo zakho 😢❤❤

  • @BusisiweNanah-eb8ym
    @BusisiweNanah-eb8ym 3 месяца назад

    😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢 yooòoo leyomoto ende ebuya sithwele imizimba yabathandiweyo bethu asho umfundisi kth " isifikil imoto kamufi" kunzima

  • @siphiwepiesa6133
    @siphiwepiesa6133 3 месяца назад

    yoh so emotional iyakhalisa
    "UKWAZI NSELE ENKADLA EMAHLATHI AMNYAMA"

  • @ntandozulu5959
    @ntandozulu5959 3 месяца назад +1

    Mhhh ngakhumbula intsuku Ku fihlwa owam ubaba 😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @SpheleleMbatha-xv3dy
    @SpheleleMbatha-xv3dy 2 месяца назад

    My role model 🔥🔥🔥kwazi nsele is the best poetry😢

  • @CebisaZakwe-ug1zf
    @CebisaZakwe-ug1zf 3 месяца назад

    unzima bhuti💥💥

  • @AyandaMbongeniKweyama
    @AyandaMbongeniKweyama 3 месяца назад +1

    yangikhalisa le nkondlo😭

  • @sabeliwemagubane9576
    @sabeliwemagubane9576 3 месяца назад +1

    Uyayenza into yakho mfwethu😢

  • @SiphiwosethuSimelane-rd6dg
    @SiphiwosethuSimelane-rd6dg 3 месяца назад +2

    Yoooh 😭💔

  • @sthembisonene8243
    @sthembisonene8243 Месяц назад

    uyasiphilisa mfoka'Nsele

  • @SmelokuhleMasango
    @SmelokuhleMasango 2 месяца назад

    Nsele kaLindamkhonto ngcela ubodedela nowalena ethi ndodana imina uyihlo❤

  • @Bonie-r5o
    @Bonie-r5o 3 месяца назад +1

    😢😢😢😢😭😭😭💔💔💔 Eiii akushokeki lutho😭😭😭😭😭

  • @NothandoButhelezi-t3l
    @NothandoButhelezi-t3l 3 месяца назад +2

    😢🤦‍♀️💔Kwavuka okudala osekwadlula kod okungafuni ukuphela enhlizweni nasemqondweni

  • @lahbuthelezi662
    @lahbuthelezi662 3 месяца назад +1

    yazi ukube bengazi bengingeke ngiyibukele lana e-office, manje sengiyakhala. bafo waze wangibangela usizi😭😭😭😭😭😭

  • @Maphesh_phesh2
    @Maphesh_phesh2 3 месяца назад +1

    Mfoka Nsele❤😢

  • @princessmthethwa3502
    @princessmthethwa3502 3 месяца назад +1

    Pho mina ngikhalelani😢😢😢

  • @LinosjMoyo
    @LinosjMoyo 3 месяца назад +1

    awu nkosi yami kwaze kwehlela

  • @samkelontuthuko8855
    @samkelontuthuko8855 3 месяца назад +1

    😢😢😢😢😢😢😢 sekukhala Mina engathi sekwenzeka kimi lokhu😢😢

  • @phindilenhlapo6573
    @phindilenhlapo6573 2 месяца назад

    💔💔💔💔 😢 yah neh...kwa ngathi ngiya qala ukuyizwa

  • @ayabongaaphelelemtshali4094
    @ayabongaaphelelemtshali4094 3 месяца назад +1

    Muth akakwaz ukuklalel uma e offline😢😢, sacel u download kulena nale yetekis bafo❤❤❤

  • @NtokozoButhelezi-k3m
    @NtokozoButhelezi-k3m 3 месяца назад +1

    😮😮 yooo

  • @ndumisopraise-god6793
    @ndumisopraise-god6793 3 месяца назад

    🥲😪Isivusela izinhlungu lengoma thina sesahanjelwa kahkhulu we kwazi aech.

  • @simangeledube5761
    @simangeledube5761 3 месяца назад

    😭😭😭 muhle umsebenzi wakho mft ngaze ngakhala Simakade kwavuka izinsizi

  • @SenzeniNxasane
    @SenzeniNxasane 2 месяца назад

    Yah nerh😭😭wazibuyisa lezinhlungu ebengithi ngidlule kuzona yhooo😭😭ngimnyaka ewu-19 I lost three people consecutively iminyaka i landelana okukuqqala kwaba wumama okwesibili u gogo okwethathu kwaba u dadewethu yhooo kwaba engathi ngiyahlanya kwamin bese ngingazi sengihlalela ovalweni lokuthi ngubani olandelayo yabona I depression ibuzwa kimi nobaba naye wacwila ezinkambini zika faru namuhla ngiphila ngoNkulunkulu ngikwazile ukuqeda u matric manje ngise nyuvesi yize kunzima engekho umntu engicela kuye uNkulunkulu uhlezi elenza icebo empilweni, min ngingufakazi wokuthi uNkulunkulu uyaphila and min ngiyohlezi ngimdumisa, ngizinqobile izimpi ngomthandazo futhi ke ngisazo nqoba ngawo futhi umthandazo.

  • @WinileNgubane
    @WinileNgubane 3 месяца назад +1

    wavele wangikhalosa bafo 😭😭😭

  • @BhekiDlamini-i2m
    @BhekiDlamini-i2m Месяц назад

    Angisatetemile kanje bakwethu😢

  • @MananaAyanda
    @MananaAyanda 3 месяца назад

    😢😢 Kwazi mfweth ❤

  • @nosihlelisazondo9839
    @nosihlelisazondo9839 3 месяца назад +2

    😢😢😢Yoh yaze yabhlungu inkondlo😭😭😭😭

  • @JabulileSlabbert
    @JabulileSlabbert 18 дней назад

    God bless you brother

  • @MjoliNcebakazi
    @MjoliNcebakazi 3 месяца назад +1

    Mmmm kodwa bhuti😢

  • @londiwelondy
    @londiwelondy Месяц назад

    Mmmmm😢😢😢😢inhlungu engiyizwayo nkosyam😢😢😢

  • @sbongaemmanuel7921
    @sbongaemmanuel7921 3 месяца назад

    ngicheme nawe udede bhut'Kwazi, ungenhla

  • @NhlanhlaMabena-z2r
    @NhlanhlaMabena-z2r 3 месяца назад

    💔💔💔💔😪😪😪😪 Nkulunkulu ahlale akupha amandla mf2👏👏🙌🙌

  • @ThembelihleMkhize-r8d
    @ThembelihleMkhize-r8d 2 месяца назад

    Eyyy kwazi mfwethu😢

  • @MzamoSimelane
    @MzamoSimelane 2 месяца назад

    Bhuti wami uNkulunkulu ukuphile ukungena emzweni womuntu 😢

  • @ZakheleSikhakhane-j8g
    @ZakheleSikhakhane-j8g 2 месяца назад

    Inkosi ikubusise mfokaNsele

  • @bongangcobo2340
    @bongangcobo2340 2 месяца назад

    This is beautiful to witness. Well done killer 🤌. @Amafans wethu syabonga kakhulu bafethu. Keep up the beautiful work

  • @thuthukanixaba8334
    @thuthukanixaba8334 3 месяца назад +1

    The Greatest

  • @AsandaAsanda-j9t
    @AsandaAsanda-j9t 3 месяца назад

    Ayi🙌🙌🙌🙌

  • @travellers_the_singer_poet
    @travellers_the_singer_poet 3 месяца назад +1

    Yioooo

  • @anelenonto2972
    @anelenonto2972 2 месяца назад

    Ooh bafo❤🙏

  • @SiyabongaMaphalalaz
    @SiyabongaMaphalalaz 3 месяца назад +1

    Ushayile mfanas 😢

  • @MawandeNxelewar
    @MawandeNxelewar 2 месяца назад

    All the way from E.C❤😭

  • @Sheleni676
    @Sheleni676 3 месяца назад +2

    🎉🎉🎉

  • @makasamkemantuli1019
    @makasamkemantuli1019 2 месяца назад

    Mmmmmm lenkondlo mayikuthola ukulesimo uvele ukhale kakhulu ivusa amanxeba