Isthwalo sami sangenza umbulali | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP5

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 сен 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala

Комментарии • 182

  • @siphohadebe2817
    @siphohadebe2817 6 месяцев назад +57

    Siyabonga ngokuthi niveze abantu abaxakwe ukuthwala.ukuze nofisa ukuqala asabe.

    • @makaswemazibuko
      @makaswemazibuko 6 месяцев назад +1

      Akusasizi ukuthathwa kwempilo yakhe sebephelile nabantwana bakhe

    • @user-zd8uz7mm1k
      @user-zd8uz7mm1k 5 месяцев назад

      Sebeyasabeka abantu aba rich manje 😢

    • @MbuyiseniKubheka
      @MbuyiseniKubheka 5 месяцев назад

      Wenake uyabheda wathi ufuna ingane wavuma wena bongaboni ukth uzofuna ngokulandelana indlala nina ibuye enenze nenqondo ithathe kancane sowungenela noma iziphi nalapho awali kmnandy ukth thina sizalele wena singaz ingane zethu zayaphi Vele ufeh zophepha umphakathi ngatholi sizo aww ubolile

    • @MxolisiDayeli
      @MxolisiDayeli 5 месяцев назад

      😊😅

  • @fanelwafaithjokwana-wi7pp
    @fanelwafaithjokwana-wi7pp 5 месяцев назад +10

    I just feel sorry for the parents who lost their kids. Hope someday they can find healing and peace.

  • @semimoyo7591
    @semimoyo7591 6 месяцев назад +18

    Yoo ngabuka zonke. Ngome ngitsho namathe emlonyeni. Ngamesaba umuntu isilwane esingafundeki.

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 6 месяцев назад +10

    Sifuna, uthando lwempilo.
    Hayi uthando lwemali.
    Siyabonga...

  • @user-ip1uv4vt2z
    @user-ip1uv4vt2z 5 месяцев назад +5

    Kahle kahle wonke umuntu orish uthwele sengibonekahle

  • @User-g5g3f
    @User-g5g3f 6 месяцев назад +38

    Ai bo 😢 safa isizwe esimnyama 😢 ngalezithwalo

    • @nqobilemhlongo7275
      @nqobilemhlongo7275 5 месяцев назад +1

      Bazofika bathini UNkulunkulu,,,sacwala isihogo

  • @mlindinicholasmakhoba2439
    @mlindinicholasmakhoba2439 6 месяцев назад +23

    Ngamane ngihlupheke ngize ngife njengoba ngizihluphekela.

    • @ThandekaMgube
      @ThandekaMgube 6 месяцев назад +1

      Nami😢

    • @beltarngwenya
      @beltarngwenya 5 месяцев назад

      NJE 🤞

    • @ZamaGuliwe-ps6fe
      @ZamaGuliwe-ps6fe 2 месяца назад

      Living a Godly life is the best ngiwa ngivuke and we oky❤ kunekuthwala bawoooooo😢😢😢😢

  • @thuli507
    @thuli507 6 месяцев назад +37

    Umukwazi ukubulala umuntu omthanda kangaka kushukuthi akekho vele umuntu ophephile 😢

  • @sbusisodlomo5689
    @sbusisodlomo5689 5 месяцев назад +2

    Yibona laba abakhokhela amaNurse ezibhedlela, nalabantu abantshontsha izingane zabantu

  • @sibusisonomandla1740
    @sibusisonomandla1740 6 месяцев назад +18

    Mina bengicela ukuthi usibuyisele labantu sebesizekele Uma belutholile usizo

    • @claudiamakhathini7515
      @claudiamakhathini7515 6 месяцев назад +1

      Yebo oPart 2 sibalinde ngamehlo abovu

    • @MbuyiseniKubheka
      @MbuyiseniKubheka 5 месяцев назад

      Ayii akafe lobaba ngamsizi ubulale impemfumulo engenacala uphindelele wena sofuna uksizwa lephemfumulo nalabazali abadukelwa ingane bangazazi zayaphi bona kthiwan ngabo

    • @mbusow
      @mbusow 5 месяцев назад

      Iskeshi lesi, ubathathaphi if its legit

  • @siyabongamashiza2752
    @siyabongamashiza2752 5 месяцев назад +3

    Angisoze ngabulala ingane yam,ngisho eyangaphandle never kungcono ngihlupheke

  • @abigailnkomo8531
    @abigailnkomo8531 5 месяцев назад +2

    Iyadingeka imoto yamapoyisa lapho estudio guys abanye kabayolashwa nalezithwalo zabo
    behind bars hayiii ngeke phela

  • @goodnesscoshiwe246
    @goodnesscoshiwe246 6 месяцев назад +7

    Bekungafanele ngiyilalele nje lento, ngaze ngaphazamiseka.

  • @kholekantose
    @kholekantose 5 месяцев назад +1

    Yhoooh thixo bulala abantwana bakho nanye abantwana thixo sizobafihlaphi abantwana bethu bawoh ngenxa yemali 😭💔💔💔

  • @drsammahlaba5532
    @drsammahlaba5532 6 месяцев назад +2

    Inkinga ukuthi lobaba ufuna ukuzikhipha yena enkingeni kodwa abantu ababulala akasho lutho ukuthi bazokhululwa kanjani.

  • @user-rl8jo6jo5p
    @user-rl8jo6jo5p 6 месяцев назад +4

    Akaboshwe booh...munt zomele confess ekhona namaphoyisa ngeke bafwethu ingane zethu aziohephile lana

  • @mafikamahlangu2267
    @mafikamahlangu2267 6 месяцев назад +5

    King ngizwela wena bafo. Ukubukana nababulali emehlweni😢

  • @ziningindlovupndlovu8123
    @ziningindlovupndlovu8123 6 месяцев назад +5

    Seloku ngithe Yoooooh😭😭😭

  • @NeliswaDladla
    @NeliswaDladla 2 месяца назад

    Ngcela ukubuza lobaba ukuthi angalemukela yini igama lika Jesu ukuze akhululeke

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 6 месяцев назад +4

    WeBaba scela usho leziingane owazibulala ukuze abazali bazo bezothola ukthula ngoba bezilajleka zingaziwa zashonaphi

  • @user-dk6mv8fi7c
    @user-dk6mv8fi7c 6 месяцев назад +4

    Awumuzi ngani ukuthi wayezithola ndlelani lezingane emphakathini lobaba

  • @amengemaa
    @amengemaa 5 месяцев назад +1

    That's childrens go missing daily

  • @mrmayo6440
    @mrmayo6440 5 месяцев назад +1

    I solution inye nje , Thatha eyakho impilo nje, yeka umdeni uziphilele.

  • @sibusisosbu7127
    @sibusisosbu7127 5 месяцев назад +1

    Mina ngyafuna ukuthwala ngalabo abangihlukumezile ekuphileni,ngfuna isthwalo esokwazi ukubulala izitha zami leso😉😉😉🥰🥰🥰😎

  • @ThandekaWinniefredaZondi
    @ThandekaWinniefredaZondi 6 месяцев назад +2

    Kona lokuthwala kwase kuduma kangaka klezinsuku miyongcwele akusukume usilwele
    Kona syabonga kt niisiqwashise ukuze sihlale nokuhlupheka kwethu
    Singayifuni imali yobu mnyama

  • @gugulethuprecious2377
    @gugulethuprecious2377 5 месяцев назад +1

    Yaze yashaqisa lendaba

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j 6 месяцев назад +3

    Blaqlife programs are educational esithwalweni andizi indlala le ndikuyo ingcono kakhulu ndizakuyinyamazela ndizidlela ikabitshi ndibonga wena blaqlife

  • @nobuhlediya5730
    @nobuhlediya5730 4 месяца назад

    Aww Jerusalem ngasekhaya ,azikotholwa namanje ,izingane zalahleka

  • @ThembaMthimkhulu-gn6ow
    @ThembaMthimkhulu-gn6ow 6 месяцев назад +4

    bakwethu akukho okunga khathazi empilweni akukho okungahluphi amen bekezelani bakithi

  • @EnockMbatha
    @EnockMbatha 2 месяца назад

    Akachaze ukut lezingane uzithola kanjani

  • @phill3308
    @phill3308 6 месяцев назад +2

    Can the interviewer ask the details, how did he kill the kids

    • @MphakamisiKhambule-nq1kh
      @MphakamisiKhambule-nq1kh 5 месяцев назад +1

      Yes the interviewer he/she has a right to ask, it up to you if you're comfortable about that or not

  • @radithakothinane8809
    @radithakothinane8809 2 месяца назад

    Bonke abathwele abathakathi...bajoyine kasathani

  • @NdoZitha
    @NdoZitha 4 месяца назад

    Usumoshile vele.ngenxa.yemali.uze.ubulale.abantwana.bakho.cha.ukhohlakele.babaingane.into.engenasono.emhlaben.ibuhlungu.lento.oyikhulumayo🤞🤞💔💔💘💘🤔😭😭😭

  • @user-fg8yk4jd8i
    @user-fg8yk4jd8i 6 месяцев назад +1

    Ayi kodwa ukungeneliseki kubantu izikhathi zokugcina ezokuthandimali yikho kunje

  • @WandaNjongo-dl5vz
    @WandaNjongo-dl5vz 6 месяцев назад +3

    Lezithwalo bazithathaphi ngampela? Yini bengaphindeli la bazilanda khona?

    • @claudiamakhathini7515
      @claudiamakhathini7515 6 месяцев назад +1

      Good question ngempela...kshuthi kuthiwa thathile thathile

    • @bhojoh777
      @bhojoh777 6 месяцев назад

      Bazithatha outside Africa batshelwe ukuth ungaphinde ubuye la uthi uneynkinga ngeke ubuyele uphila.

  • @user-pp3sk9oz9h
    @user-pp3sk9oz9h 3 месяца назад

    Uyinjaaa tata

  • @mondise574
    @mondise574 6 месяцев назад +1

    Kuyefana nje noma engafa , lomndeni uzosala enkingeni 😳💔, ayibo kwaze kwazima webazalwane. Kanti yin INKINGA yokwamukela isimo , leyingane zabantu wayeyithola njani 🙆🙈🏃

  • @kwenzeleniforextraders9060
    @kwenzeleniforextraders9060 7 дней назад

    Akaboshwe loyo

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 6 месяцев назад +2

    Uyazitshotsha lezingane mangabe esezibulala?

  • @XolileHadebe-cn7ni
    @XolileHadebe-cn7ni 6 месяцев назад +1

    Ingane ezabulalwa ilobaba zona ziyokhululwa kanjani kulobumnyama?

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 6 месяцев назад +1

    Bengisafisa ukuzwa ukuthi lobaba uzobulala kanjani lezingane

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana 3 месяца назад

    SSadaaflikha kunzima😊

  • @user-op4zd6te3k
    @user-op4zd6te3k 6 месяцев назад

    Bhuti imali iyadingeka ebomini kodwa akufanele sibulale ngoba nase bhayibhileni kushiwo ukuthi .Maze ungabulali kuhle unonembeza ngaphakathi kwakho.

  • @NontobekoSibisi-f2v
    @NontobekoSibisi-f2v 6 месяцев назад +1

    Blaqlife tv hayi ngisathukile nibathathaphi labantu kodwa

  • @zethembempanza4420
    @zethembempanza4420 5 месяцев назад +1

    I was hoping kuth ngizozwa indlela ayezibulala ngazo izingane.

    • @nombusoyaka4965
      @nombusoyaka4965 5 месяцев назад

      Nje lobhuti ophethe uhlelo Ayikho indaba yakhe Uyasibhorisa yazi maningi ama question angabe uyambuza manje vele akhamise Nje

  • @XolaniNyembe-n8t
    @XolaniNyembe-n8t Месяц назад

    Funa kuvele kufike ama phoyisa kuwe

  • @nokuthulacumbula1502
    @nokuthulacumbula1502 6 месяцев назад +2

    Can we please get a report on this guy after ubaba esemsizile🙏

  • @lindyngobese6024
    @lindyngobese6024 5 месяцев назад

    liyabuya ithemba uma ngibona baba uGasa

  • @SibusisoSimelanw
    @SibusisoSimelanw 6 месяцев назад +5

    This guy is talking like this is the past Kanti it is still happening killing yooh

  • @yolandatatase2928
    @yolandatatase2928 4 месяца назад

    Yhoo akunzima ,hayi siphila e filimin 😮masigadeni abantwana bethu bafazi.

  • @user-hz6lm7dy5h
    @user-hz6lm7dy5h 5 месяцев назад

    😮😮

  • @ZeneziNogwanya
    @ZeneziNogwanya 5 месяцев назад

    Ubabulala njani ababantwana

  • @nombusophathekile176
    @nombusophathekile176 5 месяцев назад

    Hambo boshwa sikhohlakali ndini

  • @user-rl8jo6jo5p
    @user-rl8jo6jo5p 6 месяцев назад +1

    Manje sesisaba munt kune silwane

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 6 месяцев назад

    Syabonga mkhulu gasa🙏

  • @user-ov9yd6fr9k
    @user-ov9yd6fr9k 5 месяцев назад

    Wabulala ingane yakho😢😢😢

  • @PhumlaniPercy-dl3yu
    @PhumlaniPercy-dl3yu 3 месяца назад

    Yiyo kuphela indlela mfowethu.

  • @MiltonNqobileNcube
    @MiltonNqobileNcube Месяц назад

    Keagcono ngihlupheke Mina than ukudla ingene zami , pho if usubulele leyomali uzoyidla lobani ngoba inotho leyo esiyidingayo siyidingelabzona ingane lezo

  • @phumilushaba4892
    @phumilushaba4892 5 месяцев назад

    Awusabuzi ngani mnj kuth uzenzani izingane ...ND uzithola kanjan

  • @ZandileValentine-si6yj
    @ZandileValentine-si6yj 5 месяцев назад

    Singahambi siqoma bafethu

  • @user-ff1rd6bp2i
    @user-ff1rd6bp2i 6 месяцев назад +1

    😢😢😢😢😢amali yimpande yesono

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 4 месяца назад +1

    This Man is evil, how can he need help after he killed innocent babies..my heart is bleeding 😭😭

  • @sbusisolucky2794
    @sbusisolucky2794 6 месяцев назад +1

    Awu kwahleni bo madoda nenzani ngempela

  • @NdoZitha
    @NdoZitha 4 месяца назад

    Usaphumelan Ngobavele Kudala.ubabulala abantwanabakho

  • @ThembaMthimkhulu-gn6ow
    @ThembaMthimkhulu-gn6ow 6 месяцев назад +1

    uphuma kanjani thathile thathile izakubulala lento uma uyilahla uthi iyekuphi nayenza isivumelwano manje uphulumthetho ukubulala isithwalo its not easy hamba ku likhuleni enkangala

  • @MoralityNgwenya
    @MoralityNgwenya 6 месяцев назад

    Msakazi sicela upart 2 sizwe ukuthi basizakele

  • @user-cb7bn3pv2o
    @user-cb7bn3pv2o 5 месяцев назад

    Sibona kuwe mkhulu ukuthi bakhona Siyabonga King ave nisiza

  • @nikiwephindilesibiya1400
    @nikiwephindilesibiya1400 15 дней назад

    Makaboshwe

  • @SabeloMngomw
    @SabeloMngomw 5 месяцев назад

    Ayivalwe lent yokudayisw kwezigubhu cz abant abaphephile nhlobo

  • @nhlakathamba5714
    @nhlakathamba5714 3 месяца назад

    khona abantu badinga ukuboshwa abasuke bekule show ngenke

  • @nkosidelisile8565
    @nkosidelisile8565 5 месяцев назад

    ngeyngane zethu ezibulawa zinganacala nkosi ngenelela😭😭😭😭

  • @ZinhleDlamini-qq1jx
    @ZinhleDlamini-qq1jx 5 месяцев назад

    Biza amaphoyisa uthathe lomuntu aye ejele be zzz omkhipha isthwalo ngenduku

  • @user-bm4su7tw7s
    @user-bm4su7tw7s 6 месяцев назад

    Kunzima nkosi emhlabeni makunje

  • @user-tf7bv1gf3u
    @user-tf7bv1gf3u 6 месяцев назад

    Othi usukhathele baba ungathi unonembeza ngoba ukube wawunawo wawungeke uqale😢

  • @PriscillaPosholi-bi3dm
    @PriscillaPosholi-bi3dm 5 месяцев назад

    Mhlaba uyaphela

  • @user-fy4vl7uw8c
    @user-fy4vl7uw8c 5 месяцев назад

    Yhoo ndingamane ndihlale nokuhlupheka kwam kunokuba ndibulale abantwana bam khona lomali oyifunayo uzoyidla nabani Xa ubulala kwa abantwana bakho yhoo kwanzima

  • @user-jb5xh8cx2s
    @user-jb5xh8cx2s Месяц назад

    Kwaze kwa nxima

  • @user-lt5lo3vw2d
    @user-lt5lo3vw2d 5 месяцев назад

    😢😢waze wane sono

  • @ThokozaniZwane-sc8rx
    @ThokozaniZwane-sc8rx 5 месяцев назад +1

    Imibizo yakho admin, sicela usibuzele ukuthi ubezibulala kanjani lezingane?

  • @ntokozondoko6363
    @ntokozondoko6363 3 месяца назад

    Jesus 😢

  • @user-nz7gw7lt3z
    @user-nz7gw7lt3z 4 месяца назад

    Abantu abathwalisa abantu Ngoo sathane

  • @NtombiMlandu
    @NtombiMlandu 4 дня назад

    Shuthi kuhlala kulahleka ingane zabantu ziqedwa yizithwalo zenu

  • @buyibuyi6706
    @buyibuyi6706 5 месяцев назад

    Owalahlekelwa zingane bathini nje mnxm awuzbulali ngani

  • @nokukhanyaoctavia5758
    @nokukhanyaoctavia5758 5 месяцев назад

    Yhooooo sies ukhohlakele loh baba😢😢😢😢😢😢

  • @user-cx6kg1px1h
    @user-cx6kg1px1h 6 месяцев назад

    Udinga ukuboshwa wena aiyi ukusizwa mingaki imindeni ekhalile ngawe 😭😭😭

  • @JimmyMutemukolu
    @JimmyMutemukolu Месяц назад

    😭😭

  • @hlengiwesibiya9074
    @hlengiwesibiya9074 6 месяцев назад

    Ngaze ngathuka uzibulala ngani lezingane aziqothayo lobaba

  • @vuyokazidelihlazo6423
    @vuyokazidelihlazo6423 Месяц назад

    Sicela ubabuze Phelan King uzibulala njani ingani I mean uzithola njani komama bazo

  • @user-cm4zx6kg7h
    @user-cm4zx6kg7h 6 месяцев назад +1

    You must be arrested. Period

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna 6 месяцев назад

    Sicela u-part-2 eselaphekile ezobonga.

  • @thnymhlaba179
    @thnymhlaba179 5 месяцев назад

    Ay Gasa ay uthi angeke ikuxabani nenyanga athwala kuyo ?.....you must be careful Gasa

  • @LwaziSanele-jc3km
    @LwaziSanele-jc3km 5 месяцев назад

    Manje lengane azibulala Zona ekungezona zakhe ubulungiswa uzobenza bona mara engikwaziyo ujehova ukubhekile uzobhadala futhi kabuhlungu uzwisa abantu ubuhlungu ngoba naku ungafuni ukusebenza kanzima

  • @user-uc2eq2jf4s
    @user-uc2eq2jf4s 3 месяца назад

    tjoooo sengisaba kwakuzala jehova kwaze kwanzima ezweni kanti yin bantabamnyama isono esingaka ngenxa yemali nje angeke nilibone izulu

  • @user-zi7xl5tp2s
    @user-zi7xl5tp2s 6 месяцев назад +1

    Thoza mkulu ndicela mna ucedo utata watsiya itambo lehlengesi ndifuna ukulisebe nzisa

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 5 месяцев назад

    😢😢😢ei nkosiyami ubulwane lobu

  • @user-fp2qe7xi5j
    @user-fp2qe7xi5j 5 месяцев назад

    Ngincamela nabecontruct ngoba ababulali umuntu😢

  • @user-op4zd6te3k
    @user-op4zd6te3k 6 месяцев назад

    Baba owelaphayo uma se ukhiphe zonked lezi zinto kuyena zibuya kubani?

  • @dududoreen51
    @dududoreen51 5 месяцев назад

    Ziduka nje izngane zethu Holabantu abathwele nxaaaa

  • @bonganimnisi6894
    @bonganimnisi6894 5 месяцев назад

    Sicela ukwazi ukuthi lezingane ubezibulala kanjani cause something doesn't add up with this story

  • @user-vr4ls2vg7e
    @user-vr4ls2vg7e 6 месяцев назад +2

    Syabonga kakhulu ngaloluhlelo nkosyami luyasisiza thina esibancane kuthi sngalingeki singene ezintweni zokuthwala ngoba liyabhubha😢

    • @AffectionateBird-kz2ci
      @AffectionateBird-kz2ci 5 месяцев назад

      Mfowethu,inzima lendaba kodwa kuJesu ayinzima.kuphela udinga ukuba wamukele uJesu abeyiNkosi nomsindisi wakho. Zonke izino zakho Zizothethelelwa Uma CC CC uuyu CC u CC

    • @AffectionateBird-kz2ci
      @AffectionateBird-kz2ci 5 месяцев назад

      Uma uzima kuye. emva kwalokho,uzoba nokuthula enphefunulweni.bese umtshela Zonke izinga zakho uzokusiza.1John1:9

    • @AffectionateBird-kz2ci
      @AffectionateBird-kz2ci 5 месяцев назад

      Uma sizivuma en izono zethu, uthembekile,ulungile ukuba asuthethelele izono zethu,asuhlambulule kukho konke ungalungi.John3:16Ngokuba USomandla walithanda izwe kangaka,Waze wanikela ngendodana yakhe,ezelwa iyodwa,ukuba yilowo nalowo angabhubhi kodwa abenokuphila okuphakade.Romans10:9Uma uvuma ngomlomo wakho,ukholwa ngenhliziyo ukuthi uJesu Kristy uyiNkosi, uzakusindiswa.uma ungangisendel izinombolo Zefoni yakho,singakusiza,sikukhuleke,siphinde sikwaluleke Kanye Nabazalwane engikhonzanabo.Amen,iNkosi ikubusise.