Sifike Kanjani La? New Released 2023 Zulu Drama| New Zulu Movie| New Zulu Story
HTML-код
- Опубликовано: 15 сен 2024
- uMdlalo ugqugquzela inhlonipho nokuziphatha kahle kubantu abasha njengoba sigubha usuku lwamagugu "Heritage Day"
you can follow us on our social media platforms
Facebook page@dejavoo media
Instagram@dejavoo_Media
TikTok@dejavoo_Media
WhatsApp@083 870 0044
dejavoo media is up for anyone who would like to sponsor our production in any way,
you can send us an email [dejavuplayer2@gmail.com] .
Niqhubeke njalo DEJAVOO MEDIA PRODUCTIONS !
@@thabanimnqayi3169 nomakanjani mfwethu 🤝 syabonga kakhulu 🙌🥰
Perfect work Guyz watching @ Eswatini
@@NcobileTsela thank you so much 🤝🥰 big up Eswatini 🎉🎊we love you 🥰🎉🎉🎉
Wow wow wow well done guys muhle umsebenzi uyancomeka nemfundiso ikhona keep it up guys❤❤❤❤❤
Syabonga Kakhulu mfwth we really appreciate you🤝❤
🎉❤ intler into
Siyabonga umsebenzi omuhlekanje inkosiyandise sifikekanjani la
Izandla zidlul'ikhanda 🙌🙌🙌🙌
Muhle kakhulu umsebenzi wenu yancomeka guyz❤❤❤
Kwesinye isikhathi ngiyaye ngihlale ngizibuze ukuthi isizukulwane sethu ,sizoganwa obani,abanjani,abazigqaja ngani,ebese abeza ngemvakwethu sibafundiseni,sithi yini kubona abangakulangazelela empilweni?
Yimnandi kakhulu 😊
Syabonga Bongani 🤝
No guys this movie is good ❤ 11:17
Syabonga 🤝❤
❤
❤❤❤❤
Waze wamuhle umsebenzi❤🔥🔥🔥🔥🔥🔥@dejavoo media🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Izandla zidlul'ikhanda mfwethu 🙌🙌🙌🙌🙌
Ngaze ngaythanda🔥🔥🔥🔥
We appreciate you bro 🤝❤
Yakhala intombi endala izingane zamanje azisahloniphi, siyabonga yaze yamnandi indaba
Kubonga thina 🤝
Sifike kanjani La? ngempela!
akekho owaziyo mfw
Ngisola hleze ukufika kwezikole zabamhlophe kwalahleka imfundiso yakwa bantu. Nomthelela wosomapolistiki ekugeneleleni kwimthetho yokuholwa kwemizi namakhaya. Hleze kwakugcono esikoleni sasekweluseni sinakh konke imfuyo, umhlaba kanye nendlela yokuphila ingaxabene neZulu nalo laliyidliva ngesikhathi sayo. Impilo isabuzwa kwabaphambili ngiyasola hleze uma izwe linga buyiswa kuMakhosi kungab noshinstho. Kuning okulahlekile ngish ukudla okunempilo aia lokhu esibangisan ngakh ko-Shophilayith thina sazi izindlubo, umbila, amakinasti njll. Eye Nhloniph inganekwane uqobo. Hleze iSilo naMakhos bekufanele asilelekele keph ngath bayihlaba inhlali eyethu.
Sifike kanjani La?
Sifike kanjani la?
Zinyawo zami ngibelethe,
Zulu izulu lihlomile,
Zulu buyela emasisweni.
Zawuphanga umdaka linganile,
Izintombi nezinsizwa zakho.
Sicela usizo kumnyama.
Silo samabandla Sukuma!
Nkosi YamaKhosi Sukuma!
Nansi iyoshona iNingizimu Afrika,
Nansi ibuyela kondlebe zikhanya ilanga,
Nansi ibuyela ezadleni zabahlukumezi.
Sifike kanjani La?
uBunsizwa, uBuntombi kanye neNhlonipho.
Zinganekwane zasemadulo.
Kwasuka kwasukela
mmmmm…
Kwakukhona kodwa Sifike kanjani la?
Salakahle Afrika
Wawumuhle ebusheni bakho.
Yeka abafundi abalelwa iNkululeko,
Yeka Amabutho asala ezimpini.
Ngabe iyona indlela yokubonga lena?
Sifike kanjani la?
uMbhali wenkondlo: uSqomu Mnqayi | eMtubatuba| Mapheleni Rural Area| 30 June 2024
Kunzima sizwe sikaPhunga noMageb lenkodlo ngiyilobe emva kokubuka lomdlalo wena zinganezakwethu khona namuhla. Siyabonga !
@@thabanimnqayi3169 iqiniso elimsulwa leli olikhulumayo mfwethu,indlu emnyama idukile kakhulu 😥
@@thabanimnqayi3169 👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏🥰 syabonga kakhulu qhawe
Bengingakujabulela kakhulu ukukuzwa uyihaya lenkondlo 🙏
Xo