Sizocela kuMbuso wamaciko ne Gezani Media ukuthi nisihlelele kahle ama sounds ebe balanced sikwazi ukuzwa ikeyboard nebass guitar kungabe isiginxi sesigqiba kwasani. 🤝🏽❤❤🤞 imnandi lento
Intle kakhulu lento kodwa Mbuso wamaciko khani tsale Amavikela Msuso A lead Commander ngoba anomlando omkhulu kabi ku Live, nakwi Mpucuzeko azabe ingabo abadlala live...
Engathi ningahlale nisilethela abaculi abanobumbano njengalaba abakwaziyo nokuculisana izingoma zabo... siyabonga kakhulu 👏
Zulu people and zero eye contact 😅😅😅. I enjoyed this interview. Siyabonga
Wazi thina😂😂
Labafana beza kahle ,bayathembisa. Bengangenwa yidimoni begcine sebethuka abantu . Culani nje maqhawe asemancane..... what a nice combination
Ayi one of the best interviews done so far.... Abantu abangazile ngokuzozezancono ngabanye abantu but abazophusha italent off which elikhona vele🖐🏿🤚🏿
Eyyi kanti uSminnorf uyacula🤣🤣🤣... Ngithi weyisa uDr 3sec kuphela
Smirnoff&skweletu💯✍️👌
Ibambeni bafana noma ishisa iyopholela ethunjuni🙌🔥🔥Skweletu mfana Sminorff yinhle intoyenu bafana bakithi
Aw kodw ama backlines ka smira mira 🔥🔥
Khuphuka Skweletu nkab' yam kukudz' eMzimkhulu🔥🌍💯
WeSmiramira mina ngiyakuqabuka ukuthi uwena lona okuphuka kuleyongoma kuScebi yeeey yacula wemfo
Nami bengayazi lendaba
Ningagcini lapho ke ukubambisana kamnandi kanje sinifuna eStudio noyi2🤗🤗nikhiphe into evutha bhe🔥🔥
Maskandi is in safe hands. These guys are talented 👌🏾🔥🔥
Akufoswa la kuyaculwa
Sminoff umzukulu weqhawe kanti....Ngimkhumbula kakhulu uNganeziyamfisa ehambisana noKhambalomvaleliso iyinhle ingoma yabo 💕
Mina ngalala 💯💯 I enjoyed that song so much 🥰
Skwenetu sezintombi nezinsizwa🙌 Smirnoff🙌
Ey Ndithanda ubambisana kwenu madoda, lubemnand uhlelo kakhulu. Ndinibukele ndise Kapa
What a Maskandi music this two brother's hayi madoda niyayenza into yenu weldone madoda excellent 👍👍👍👍👌❤❤
Inkulu ingoma kulezinsizwa zombili nokubambisana okuhle🎤👌🤗🤗
Asivumeni ukuthi i original ka maskandi ise south coast, i north coast iya maima nga cd abakwazi ukudlala LIVE
Lomfana u Skweletu ufana kakhulu noNtencane ungaze uthi owakubo ngqo angazi noma ngiyibona ngedwa lento......😆😆
Yazi mft lento oyishoyo iqiniso nami senginokunaka
Yhooo mna ndbona u dsd
What a big wow kwazisholo uMdumazi koda ke lezinsizwa inhle into yazo 👏
WeCC uMaMthalane endodeni akushiwo ukt uMtakabani kodwa kuthiwa uMfokabani kusentombini lapho okthiwa uMtakaMthalane ngibonge🙏
Ay kodwa bafwethu ngyakhala ngeskweletu🔥
Sicela I single Track Ka Sminorf Ft Skweletu 😊❤️💃💃💃💃🔥
Khuphuka Smirnoff imnandi ingoma🔥🌍💯
This guys are so humbled❤🙏 GOD BLESS
Ngibonga nje ukuthi nibambisene akunamhawu😍🙌🙏
Mhlawumbe kwenza ukuthi anibekanga "Sminorf" phambi kwenu😅😅😅
Kwangathi sengine Qhawe elisha ku Skweletu 👏👏🔥🔥😁🙌
Ngyathanda lapho Majongo Smiramira ne Skweletuyaze yamnandi i interview 🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥
smira mira madoda ayii 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
💯💯❤🔥❤🔥 skweletu ayii khuphuka lapho hhayi uyavela ngiyakubona njee ungangenzi isilima
Ngaba uSmirnoff ngingakazalwa 😂😂😂😂 Ayi maniii suka uzalwa insizwa Mpangazitha siyabonga Gezani Media Productions
Skweti. Masewuthinje yebokona ngiyazi ngizalwa kwahluphekile kini ngeke bavume ujolenami 🤘iyakhuluma bhuti .Smira mira😂😂😂😂 ayi wavele wangiqeda bhuti Dr 3
Aw yazi yamnandi I interview yanamhlanje 100%
Phantsi emzimkhulu eIronlesh 👏👏
Into emnandi iyanconywa up skweletu up sminorff imnandi ingoma yenu🙌🙌🙌🙌
Zihlangene phezulu 🖤🖤🖤
🔥🔥🔥☄️🔥🔥☄️☄️
Awuyaz ingoma etsha eyi hit 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Sminorf yawushaya live leyase mdletsheni uyithwesa godo Shem Ibe ithi ngiyinkosi mxm
Ingena kuphi eyase Mdletsheni manje lah??
Best Umbuso Wamaciko episode ever!🔥🔥🔥😭
I want dis song
Yimi ngedwa obhorwa iPresenter??🤤🤤😴😷😷
This combination 🔥🔥💯💯
Skweletu Mcineka why engaqashwa ngampela if noma yingoba yena engasuki Phesheya koThukela ulive uyawubhaxabula ngisho isiginxi uyasimbamba stereki. DSD, NJOKO, MDUMAZI ngeke belithole elidlalayo lapha pls Mcineka amend your live line up ufake lomfana even leli Qhawe lenu uKhuzani akaliboni elidlalayo lana
Wothi uyafisa lapha kuMdumazi
Khohlwa baba Mdumazi uzokulimaza
Ngaze ngayithanda indlela enenza ngayo nisibukisa into enhle ubunsizwa bunjalo wemadoda🥰
Konakele bafana nizinkinga ngyanithanda maqhawe nasentanjeni Nikhona anithumeli Skweletu awkaze wigeje ingoma khula qhawe🔥🔥🔥🔥🔥
Zivuthiwe izinsizwa abahleli bemicimbi I hope bayabona ukuthi ziyadingeka kulive 🔥🔥
Khuphuka lapho Mpangazitha owakithi wena inkulu ingomq lapho ngyakuzwa mina 🔥🔥🔥
Cha iyangibusi kakhulu me video 💕💕💕
Bafana bakithi maningake nihlangane nishaye ingoma nobabili
🥰♥️♥️
Very talented lezi nsizwa...bangakhipha ingoma emnandi together,
Skweletu Ska mashonisa phasi le mzimkhulu kwelakithi 🔥🔥
Iyagqilaza lento up up up 👆 Smiramira
The best combination 🔥🔥🤞
Skweletu owangakithi amen ♥️♥️
Awuzwake bafwethu bhekani phambili ningaphazami, step by step kuzolunga.
Akaqashwa ngani uskweletu vel?
Lol ngibone sengathi ukhona kule post ye Mpucuzeko maskandi festival
Khuphuka mfokastimela samampondo ai mina ngyakuzwa Skweleti
❤🔥🔥🔥Lisa safe ikusasa lomaskandi
Best of umbuso wamaciko🙏❤️🤝 siyabonga zinsizwa❤️
Hayi Skweleti angakuxhaphazi umaskandi umculo wesntu hayi waphesheya kothukela ngabakungcono ukuba wuthi ushuni owensizwa wona zigiya ngawo ezinezgingci zizishaye ngazo zijabulise abantu baphose imali kwaze kwafika uBaba uNdzimande okhozini wawuzama waqanjwa igamake naye wayengawuyena owangalopho cha
Sizocela kuMbuso wamaciko ne Gezani Media ukuthi nisihlelele kahle ama sounds ebe balanced sikwazi ukuzwa ikeyboard nebass guitar kungabe isiginxi sesigqiba kwasani.
🤝🏽❤❤🤞 imnandi lento
Mali yase Absa😂🤣😂🤣ey angyazi min lento kaSminoff izothiwani ...sebuya kogqilazwa lomuntu enjalo 😂😂kwangathi mamthuma more
Kanti ngeke iphethe kahle leyase ABSA,engat udlala ngezulu uqobo manje
Hayi iyashawa ingoma kulentsizwa ❤🎵🎶🎤🌬
Sicela nibize Smiso beno Mlabalaba kule Friday 👏
They're very talented
🤣🤣kodwa Smira Mfethu lingenhla ithalente lapha kuwe
Ay suka mani, uMaskandi ungenhla!!!
Up lapho skweletu and Smirnoff 💯💯🔥🔥
Phambila mandoda..nibambane njlo nje
Smirah & Skweletu 🔥🔥
Mmm Ave ngbathanda❤😊
Gezani akaze ngbusiseke mina kanje❤👌amazing
Yabona uhlelo lwanamuhla lumnandi ngempela.owami umbono nesifiso sami uma bengakhipha i album uSkweletu no Smirnoff kungaphuma ubisi lwe album
Enhle kabi combination 💯💯
Best of umbuso wamaciko 🔥🔥🔥🔥🔥
Waqgoka kahle today u Ntomboo 💓
Khuphuka Skweletu & Smirnoff
Chiliza kwedini❤❤❤❤👌
😁😁😁ngike ngKuthinta Mabalengweee 😁😁😁
Skweletu+Smirnoff 🤗🔥🔥
Sminorff kwi Jele uvele wanyuka kaaaaaab kabi🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌🙌
Zyacula lezinsizwa 🔥🔥🔥smira ft skweletu
Muhle umsebenzi bobhuti🔥💯🤝
I can't sleep due to this episode 💯🙏
Abayazi iNMZ labantu!!!
Hau lengoma ethi soxoxa ngekhwela ngangit eya Mjiks
Up bafethu noy2❤️
big up Skweletu
Sminorff and quality taking us for fools with 3 seconds 🙄
Zaykhala la✊🎸
Kulandwe amagagu odwa lana
Umculo kamaskandi uneksasa lana awkezukufa
1818;Skweletu #UNITY🤝
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Imali yase Absa
Bafwethu akholutho engalusho mina ngithi up kini nobabili 🙏
Sminoff wethu uyayishaya ingoma ayongeke usuyiChalaha Ngqo abakuyeke nkabiyamu up lapho
Lezo nsizwa ezilapho ngizithanda zonke.ngyanthanda bafwe2
up lapho,webabhem🔥🔥🔥🔥
Combos communicate ✌
I respect King Mjiks
Yibambeni kanjalo bafanooo, nishay' ingoma nishay' ingoma zinsizwa ningangeni kumangwevu nemtalambo.....khuphukan khuphukanooo
Loooòoòol hey wavele waphela uSkweletu insini, uma Smirnoff eselingisa Proff😂😂😂😂
Intle kakhulu lento kodwa Mbuso wamaciko khani tsale Amavikela Msuso A lead Commander ngoba anomlando omkhulu kabi ku Live, nakwi Mpucuzeko azabe ingabo abadlala live...
SMIRNOFF BEKUFANELE ATHATHE AMA NGCUKUMANE