Amazwi eNkosi uNyazi after icala!!

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 сен 2024
  • Amazwi eNkosi uNyazi after icala!!
    100% Sihamba noNyazi.
    #Shembe #eBuhleni

Комментарии • 293

  • @cebolenkosimdumiseni7460
    @cebolenkosimdumiseni7460 3 года назад +31

    Kupholiwe kodw madoda kuleNkosi hhhay suka man❤

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 3 года назад +16

    Bathethelele abakwazi abakwenzayo

  • @ntokozosabelo5417
    @ntokozosabelo5417 3 года назад +2

    Unkulunkul lo 🤞🏾
    Ameeeeeni unyazi lwezulu sihamba Nalo❤️🥺

  • @canyomshibe7548
    @canyomshibe7548 2 года назад +1

    Amen🙏🙏🙏🙏

  • @thulisilendzimande4126
    @thulisilendzimande4126 3 года назад +51

    Ngeke siphathwe onodoli or masncobhoyi 1000% olwethu uNYAZI LWEZULU sofa lapho ufa khona.

  • @thabilegwamanda3364
    @thabilegwamanda3364 3 года назад +40

    Olwethu uNyazi kumnyama noma kukuhle sihamba nawe thina Jehova💯💯🙌🙌🙌🙌

  • @zamileimmaculate7826
    @zamileimmaculate7826 3 года назад +38

    Nkosi ya makhosi sazi imsebenzi yakho yobungcwele thina, uphelele nkosi #100 percent uNyazi olwathunyelwa kithi e Afrika

  • @nhlakakhomo64418
    @nhlakakhomo64418 3 года назад +45

    Mdali wezulu nomhlaba. Ngifa la ukhona Nyazi Lwezulu.

    • @zonqoba
      @zonqoba 3 года назад

      Umdali wezulu nomhlaba lo ozofa la ofa khona🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @nhlakakhomo64418
      @nhlakakhomo64418 3 года назад

      @@zonqoba udinga ukuqala phansi uyofundiswa isiZulu nsizwa. "ngifa la ukhona" and "ngifa la ufa khona" izinto ezimbili ezihlukene bra wami

    • @sakhilemthethwa3802
      @sakhilemthethwa3802 3 года назад +1

      @@nhlakakhomo64418 shiya nsizwa yakithi. Nami ngime nawe.

  • @nkosinathizincume7775
    @nkosinathizincume7775 3 года назад +4

    Angisilo INAZARETHA kodwa umholi webandla lakwaSHEMBE oqotho ongagcina isthunzi samaNAZARETHA kufanele UNYAZI UHLONIPHEKILE.OKUNOBUHLAKANI.

  • @silindilemngoms8426
    @silindilemngoms8426 3 года назад +32

    NKOSIYAMAKHOS NYAZILWEZULU nkulunkulu wangampela zitha zakho zonke azichithwe ukhule NKOSIYAMAKHOS wengamele umhlaba wonke

    • @nkosinathimthembu2920
      @nkosinathimthembu2920 3 года назад

      Ayikholeto yakho qalelakho isonto ubhuti mdu kade uyuhamb inkantolo musuhlulekil suthi ifa

    • @ntombifuthitrue-love1965
      @ntombifuthitrue-love1965 3 года назад

      @@nkosinathimthembu2920 ukuthula akoni mvelase awuyazi into eyokufaka enkingeni noma ngabe ukholelwa kuphi mayingakuthinti inkulumo kuhle ukuthula ngithi angikulungise lapho ngiwu MaMvelase nami

  • @yungleni4575
    @yungleni4575 3 года назад +29

    Sihamba noNyazi thina🥺😭❤

  • @phindilenhlapho8809
    @phindilenhlapho8809 3 года назад +13

    Olwethu UNyazi noma bangathini ngeke balunge

  • @sebenzilekayombo6103
    @sebenzilekayombo6103 3 года назад +31

    Ameeen🥰🥰 Siyakuthanda nkosi yamakhosi😍

  • @clintdlamini690
    @clintdlamini690 3 года назад +56

    10 years later! I’d really be shocked if one leaves ubuhle uyobe impela elahliwe! Thina sisoNyazini till uShembe esikhumbula kulomhlaba! 🙏🏼

    • @galelamtshali9855
      @galelamtshali9855 3 года назад +3

      UNyazi lwavela eZulwini Manazaretha,ningalinge nihlumbuke kulo ,ngobaniyolahlwa .asikaze siyibone iNkosi ebekwa I Nkantolo uShembe uvela eZulwini.

    • @simphiwelungelo3082
      @simphiwelungelo3082 3 года назад +3

      Shembe nyazilwezulu baba ngingu thisha namuhla ngenxa yakho nkosi.ngofa la ufakhona

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 3 года назад +24

    Unyazi 100%

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 года назад +10

    Awsukanini ubani lona omuhle kanjena sengathi YANKOVIC YAMI UNYAZI LWEZULU

  • @miya2793
    @miya2793 3 года назад +26

    "Lo unguthixo wethu, wosihola kuze kube phakade"
    Akekho omunye Ushembe eng'maziyo mina okhona, futh onok'sindisa ngaphandle ko Nyazi
    Ngyakthanda Nyazilwezulu

  • @nomvulagumede7218
    @nomvulagumede7218 3 года назад +9

    Jehovah wethu uNyazi akekho omunye sinobufakazi obunzulu

  • @mikemdladla147
    @mikemdladla147 3 года назад +6

    AMEN 👏 NYAZI NKULUNKULU wami ngizofela esandleni sakho BABA kuphelele kuwe Nkosi... AMEN 👏

  • @sifundoluyanda6831
    @sifundoluyanda6831 3 года назад +19

    Olwethu Unyazi Lwezulu 💯🔥

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 года назад +27

    SINAWE NKOSI YEZULU NOMHLABA .THINA SIHAMBA NAWE NKOSIYEZULU NOMHLABA

  • @mjikeninzama5715
    @mjikeninzama5715 3 года назад +6

    Izembe lejaji alinamthelela kwinhliziyo zabantu ezithi 100% Olwethu UNYAZI 👐 bakwethu solikhonza uNyazi luyosihola kuze kube phakade Amen!👏

  • @mziwenkosibiyela6112
    @mziwenkosibiyela6112 3 года назад +12

    Nkosi yamakhosi batshengise ukuba ungubani

  • @phindilehlongwa3438
    @phindilehlongwa3438 3 года назад +12

    UNyazi unkulunkulu wethu ngenkani

  • @thelifeofcyprian792
    @thelifeofcyprian792 3 года назад +5

    Asiphoqiwe thina sinoNkulunkulu wethu omuhle uNyazi Lwezulu 😍😍😍😍😍😍🙇🙇🙇

  • @cebomabaso4148
    @cebomabaso4148 3 года назад +14

    uSHEMBE wangempela useBUHLENI.....noma kwenzakalani ngihamba noNYAZI LWEZULU

  • @lungelokhumalo8985
    @lungelokhumalo8985 3 года назад +10

    uMnikaz wesonto nezulu

  • @malibingwexulu3109
    @malibingwexulu3109 3 года назад +10

    Jehovah wemikhosi singabakho Nyazilwezulu🙌

    • @thishakothishatv
      @thishakothishatv 3 года назад +1

      Ngiyayikhetha iNkosi yaseBuhleni baManazaretha

  • @cebomdu5355
    @cebomdu5355 3 года назад +11

    Unyazilwezulu

  • @thobanidlamini4600
    @thobanidlamini4600 3 года назад +9

    Khohlwani maphekula (OLWETHU UNYAZI)

  • @oswaldnomnqa8830
    @oswaldnomnqa8830 3 года назад +3

    Nkosi Nyazilwezulu yebo Nkosi nguye onguye impela uze kithi angikungabazi ngazi imisebenzi oyenzile kimi ngeke ngayingabaza imisebenzi oyenzile kimi nakubantu bonke khumbula izimpumputhe zakithi ezinamehlo kodwa ezingabonisisi usiphe uthando

  • @ayandazikhali7922
    @ayandazikhali7922 3 года назад +9

    Ey inyembezi ziyazehlela 😭😭😭 singasuki o Nyazini bafowethu 🙌🏽🙌🏽

    • @saulvenny827
      @saulvenny827 3 года назад

      Amen manazaretha 🇲🇿

    • @bhekisbayya420
      @bhekisbayya420 9 месяцев назад

      Inkosi uNyzi lolu Uma uNyzi lunathi noNkulunkulu ukuyena alusiye uShembe wenkantolo thina angeke Simkhonze owenkantolo ngalelo suku isibhakabhaka somkhathi siyophenduka igazi

  • @cebekhululindani4890
    @cebekhululindani4890 3 года назад +23

    Unkulunkulu wethu nomasifa noma siphila 100 %Unyazilwezulu ❤️

  • @richfuturebydsk2562
    @richfuturebydsk2562 3 года назад +10

    Thanks a lot for
    👑 Inkosi Unyazi LweZulu 🙏
    Much support from 🇿🇦 ZAR - Kwamashu
    Rich Future by DSK.
    Siyamthanda Lona onokusindisa!

  • @mzwandilemaila9035
    @mzwandilemaila9035 3 года назад +11

    Amen, Nkosi yaMAKHOSI. Psalm 27 Of David. The LORD is my light and my salvation-- whom shall I fear? ... Then my head will be exalted above the enemies who surround me; at his tabernacle will I sacrifice with shouts of joy; I will sing and make music to the LORD. Hear my voice when I call, O LORD; be merciful to me and answer me. Amen

  • @nosiphoximba8601
    @nosiphoximba8601 3 года назад +11

    Uphuma bengathandi unguye nguye uphelele nkosi yamakhosi 🙏🏻

  • @londiwesikhakhane2144
    @londiwesikhakhane2144 3 года назад +6

    Ngyakuthanda Nyazi Lwezulu engathi uBombela ubengakuqinisa nangalesikathi. 100% Nyazi lwezulu 😭🙏

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 3 года назад +8

    Aaamen! UyiNgcwele! 💗🙏🏾❤️‍🔥

  • @jabulanishandu7957
    @jabulanishandu7957 3 года назад +5

    Nkosi yethu thina esakubona sihamba nawe Somhlekazi wasezulwini.kodwa ngubani lo olokothi izinkanyezi zezulu zingaka.asibaxi thina .abahambe beyofundisa izingane ezikoleni.yisona sabelo sabo leso.ubukhosi bezulu oboNyazi lweZulu.yathi inyanga yezulu uma ngingena manje la ehlathini kungasa kumhlophe qwa ingubo emhlophe ngoba abantu bayalazi iqiniso ngeke ubakhohlise abantu.olwethu uNyazi jma nifuna impi engcwele asesabi siyowa la luwa khona uNyazi.ubaba uThingo wasishiyela uNyazi.hayi uthisha lo .

  • @bhekimlondo1867
    @bhekimlondo1867 3 года назад +6

    SIyabonga Nkosi Nyazi Lwezulu emhlabeni nasezulwini uwewedwa Nkosi yethu ngicela Nkosi uqhobe izitha zakho eyivukelayo uBuhle mamanazaretha zihambe namahlathi amunyama nekhukhulo ezingenamkhawulo impisi namathelisi namazenzisi nenkosi uJesu wamulahlela phansi usathane kwalasha emlinga Nkosi yamakhoi UNYAZI Lwezulu amanzi amancane lezilingo ezikulingayo zingcoboze amakhandazo zoke Amen

  • @Blocc187
    @Blocc187 Год назад +4

    You have bought peace to my soul. It's true. Amen.

  • @nyathi8717
    @nyathi8717 3 года назад +27

    Ndihamba neMboni uTata uZwi Lezwe Radebe, uBhungane uMthimkhulu kodwa liyandivuselela naam elibandla liyandincedisa uku-understander kangcono iindaba zoMoya zesizwe sakuthi. IBandla likaMkhulu uBhombela uMkhulu owazalwa nguMaRadebe.
    Phambili ngoNyazi LweZulu phambili. ❤️ Phambili ngendlela kaNtu yokukhonza. uJesu asimbonanga kodwa uMdali simbonile kooBawomkhulu ooBhombela ooTata uZwi Lezwe, ooMkhulu Credo Mutwa, ooGogo Anna Matsopa, ooMkhulu Mgijima, ooMkhulu Sobhuza, ooMkhulu Shaka - iiMboni neeNkosi ZakwaNtu.
    Phambili ngoNyazi LweZulu iNkosi yesizwe samaNazarethe ethe iNkosi uMqambi wendlela wamkhetha watshintsha inyama ngaye. Intliziyo zabantu nothando lwabantu aluwinwa e-court. Uziwina iintliziyo nothando nezithunywa zabantu ngokunakekela abantu bakaMdali. Phambili ngoNyazi LweZulu. ❤️

  • @sandilenkosi4653
    @sandilenkosi4653 3 года назад +8

    Unkulunkulu wangempela singabakho baba nyazilwezulu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @lungilendlovu2480
    @lungilendlovu2480 3 года назад +5

    Singabakho nyazi lwezulu. . . Nongakuboni uyoze akubona. . .

  • @zinhlefortunate7988
    @zinhlefortunate7988 3 года назад +4

    Nguye onguye 100% olwethu UNyazi💃

  • @thulanituvalo5599
    @thulanituvalo5599 3 года назад +9

    Nkosi yamazulu nomhlaba siyakulandela guqabadele unguThixo wezulu nomhlaba mina ngicela ukuthandwa nguwe nkosi , satshelwa ngaleskhathi esikuso ngamaphekula awalandelane wodwa. Ugcwele nkosi yamakhosi udumo nokubongwa kungokwakho phakade.amen🙌🙌🙌🙌

    • @simangamakamu4229
      @simangamakamu4229 3 года назад

      Thina uyena uNkulunkulu esimaziyo akekho omunye. Nkulunkulu wobaba mkhulu wethu

  • @fikilemokoena6798
    @fikilemokoena6798 3 года назад +8

    Tshelani amajaji esule icala Olwethu uNyazi ♥️♥️Noma icala lingaba nemiphumela ethini mina Ngihamba Nonyazi 🙏🙏🙏

  • @sizwelungani8057
    @sizwelungani8057 3 года назад +9

    Noma ngiphila noma ngifa ngofela oNyazini

  • @rooimthethwa3311
    @rooimthethwa3311 3 года назад +4

    Baba ngikuloluhambo🙏100% Unyazi Lwezulu🥳🥳🥳

  • @thobsilengubane962
    @thobsilengubane962 3 года назад +2

    Washa umliloooo Nkulunkulu waboKhokho bethu injalooo indaba100%uNyazi

  • @juniormcreator3995
    @juniormcreator3995 3 года назад +6

    Mlilo oshe ubuhanguhangu, gagu lecilongo, shlangu samakholwa, mnsinsi wokuzimelela wothingo...Syabonga nkosi yamakhosi⚡⚡⚡🔥

  • @sthabisosikhakhane4885
    @sthabisosikhakhane4885 3 года назад +2

    Ngikuthanda ukusuka la emhlabeni siye esibhakabhakeni

  • @thobekazobdi2422
    @thobekazobdi2422 3 года назад +8

    Amen sophila

  • @phindubuhlembele3596
    @phindubuhlembele3596 3 года назад +2

    Sohla nawe baba singayin baba ngaphandle kwakho sikhumbule baba wokhokho bethu baba wethu

  • @mongisikhetha2652
    @mongisikhetha2652 3 года назад +8

    Olwethu UNyazi

  • @thembanijiyane9560
    @thembanijiyane9560 3 года назад +2

    Nkosi Yezulu Nomhlaba eeu bakith MtakaNhliziyo siyohlez sikthanda noma sebethini ezweni ngoba lakukhona into enhle noSathane uyavama ukfaka umconjwana wakhe🤔

  • @mesawmedia3490
    @mesawmedia3490 3 года назад +1

    Yazi inkosi yangikhulumela njenge nkosi uthingo

  • @sphamandlanxumalo3456
    @sphamandlanxumalo3456 3 года назад +5

    Ngeke SHEMBE sikushiye sinawe Nkosi YamaKhosi Bathimta wena Bathinte thina

  • @ThandekaAphiwe
    @ThandekaAphiwe Год назад +1

    Nalento yokuhlukana phakathi Yaprofethwa Kwathiwa uShembe wangempela Sombona ngabantu abaningi Sesikubonile ke Nkosi yamakhosi Uvunywe emazulwini

  • @slingenenokufika9314
    @slingenenokufika9314 2 года назад +1

    Waze wamuhle Mnikazi wethu sonke .aw kyozwakala Thixo wethu syakthanda ShembeNyazi lwaseZulwini.

  • @sphelelemsomi2239
    @sphelelemsomi2239 3 года назад +8

    Noma siphila noma Sofa singephinde silethule🙏

  • @thokozanizulu2966
    @thokozanizulu2966 3 года назад +5

    Nkosi yamakhosi nkulunkulu wokhokho bethu angazi ukuthi mangingathi ngsuka kwena ngingaba ngiyaphi uyingcwele simakade100%unyazi lwezulu

  • @mzuveleimbongiyebhayibheli7570
    @mzuveleimbongiyebhayibheli7570 2 года назад +2

    Mzuvele imbongi yebhayibheli inkonzoni lenehlulezinye

  • @lungelophilani91
    @lungelophilani91 3 года назад +7

    Amen nkosi🙏

  • @dumisanimkhizehisthirdnon3049
    @dumisanimkhizehisthirdnon3049 3 года назад +4

    inkantolo ike yacabanga nje ukuthi siyakholwa lapha futhi siyathandaza sithandaza lelegama lo Nyazi ngeke sathandaza umbhedo thina

  • @mphilisenihadebe8389
    @mphilisenihadebe8389 3 года назад +5

    sihamba nawe nkosi yethu, Nanamuhla nkosi ngingenqabi uma ungibiza ngezwi

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 3 года назад +8

    Aaaaaaaameeen moya oyingcwele 🙏

  • @SimphiweLindokuhle-oi6ee
    @SimphiweLindokuhle-oi6ee Год назад +2

    Shembe olwethu unyazi

  • @chief9462
    @chief9462 3 года назад +8

    Amen baba!

  • @bhebhemccqadama8633
    @bhebhemccqadama8633 Месяц назад +1

    Amazwi angakhelwe phezu kwesisekelo sezinto zasemhlabeni ahlabahlosile Ameeeeeeeeeeni

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 года назад +2

    AYIKHONZWA INTO ENGEKHO THINA SILANDELA WENA NKOSI NYAZI NGOBA SIYAKUBONA UKUTHI UKUHONA EZIMPILWENI ZETHU .FUTHI UBUSELA LOBU OBENZIWAYO UZITHATHA KANJN IZINTO ZOMUNTU EZELE .BALUNGE BELAPHO NGRSABA ISIBINDI ESIBI KANJENA

  • @njabulomtolo7500
    @njabulomtolo7500 3 года назад +2

    Kumnyama kubovu liduma libalele ungowethu NyaziLwezulu makumele sife kululungile vede izulu elakho uzosigeza mese usingenisa kulo

  • @bhekimlondo1867
    @bhekimlondo1867 3 года назад +2

    Unguye onguye owasezulwini emhlabeni nasezulwini yingakho sikhonza emhlabeni awusiye Ushem ana wase nkantolo Owenyanga Yezulu lasebuhleni aSimkhonzi ushembe obekwa inkantolo phakathi kwamanazaretha Olwethu uNyazi lwezulu uHlezi isihlalweni yoyise mkhulu wakhe pho inkantolo imbangisani kubo akekho umuntu okhiswa kubo ngiyawuphikisa umthetho laphouhamba emaceleni kwendlela kamthetho wasenkantolo

  • @lungelwanowetwo6432
    @lungelwanowetwo6432 3 года назад +1

    Akwaba oo nyana bakatatShembe bangakhulumisana bayixazulule le mpicabadala sisaphila sthunzi sesonto lomuntu ohlonpheka kangaka

  • @thenjiwekhuthalisiwe5725
    @thenjiwekhuthalisiwe5725 2 года назад +1

    Syakthanda Nyazi LweZulu osikhumbula njalo nkosi noma izitha zisivukela uhlale unathi

  • @tmthiyanezondo5951
    @tmthiyanezondo5951 3 года назад +4

    Kakade akekho uShembe okhethwa inkantolo, uShembe ukhethwa emazulwini azoba umuntu ebantwini isihlabelelo 185 ivesi lesibili 100% OLWETHU UNYAZI LWEZULU

  • @nothandothobile802
    @nothandothobile802 3 года назад +4

    100% unyazi olwethu ngithi kuyeza ukufa kwaBathinta wena muntu waseZulwini

  • @sibonisozikhali6334
    @sibonisozikhali6334 3 года назад +4

    Nkosi yamakhosi ngolwethu nyazi

  • @Matthew6thirty3
    @Matthew6thirty3 Год назад +1

    Ukuphila nempilo siyithola kuJesu. Nikela impiloh yakho kuye umenze inkosi nomsindisi wakho

  • @nxumalophumi2804
    @nxumalophumi2804 3 года назад +1

    Osakhumbula entabazwe ubani kwakwenzakalani minake ngalandwa inkosi nyangayezulu ekubhubheni kwaloyamuzi wakithi eveza ukuthi ungubani esekhotheme esemakhazeni umzimba kodwa wayengagijimi kanje engena ezintabeni emziniyabelungu efuna kimi indawoyo kumela abakithi ngibagqokele lengubo Nomkhulu wami ayihambanaye owahamba kudala emhlabeni kodwa wathi mayethi kimi lapo ngikhona mntanami ngihleli Namanazareta kuphela Angikwazi ukuthandaza ngesinazaretha yilapo ngazibona ukuthi konke ebengithi ngiyikho bengizithuka ngashiya langangi khonzakhona ngangena ngesibhaxu minala invubu yenyanga yezulu ayengibhaxa ngayo yayisho amakhwela amen mina ngihlelila oNyazini

  • @kankunzimalanga2318
    @kankunzimalanga2318 3 года назад +3

    Amahle amazwi oMholi indeed ugcotshiwe

  • @Everlasting_7
    @Everlasting_7 2 года назад +1

    Ngifisa ukuphila emhlabeni onama nazaretha wodwa singakwazi okubi sazi uNkulunkulu kuphela hayi lomhlaba wonakele ngathi ngingazi hlukanisa nawo

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 3 года назад +5

    NO MATTER WHAT NGIHAMBA NONYAZILWEZULU NOMA NGIYOFA LAPHA KUKHONA UNYAZILWEZULU KHONA ANGIMAZI OMUNYE USHEMBE NGAZI UNYAZI NGITHANDE NKOSI NOMA NGISONI.

  • @ayandambambo831
    @ayandambambo831 3 года назад +1

    Singabakho shembe oyingcwele nyazilwezulu

  • @thokozanilukhele3353
    @thokozanilukhele3353 3 года назад +4

    Nkosi yezulu, ngiphila nje ngiphilela wena. Ungowethu nkosi ungebekwe zinkantolo,futhi angidinge kutolikelwa ngawe Nyazi lwezulu.

  • @phiwabiyela55
    @phiwabiyela55 3 года назад +5

    UMAPHUNGIZITHA NJENGEYMPUKANE UNKUNZI IYAGWAZ IYABHOLOKOQELA UMFULA OGCWALA LOMISILE.....KHULA NYAZILWEZULU....🙌🙌🙌🙌🎉🎉🎊🎊

    • @sphelelephysician6046
      @sphelelephysician6046 3 года назад

      Kodwa nawe uyaganga umdali wezulu nomhlaba kuphi waqamba amanga nje nina lomuntu ozofa ksasa nje aye esihogweni uma ebesebenzela khona

  • @sqinisekoandreus6130
    @sqinisekoandreus6130 3 года назад +2

    UShembe uNyazi lwezulu
    Mina ngicela ukufela esandleni sakho Nkosi

  • @ntulisaneh2416
    @ntulisaneh2416 3 года назад +1

    Syacela kuwe bhombela stimela samampondo vikela nkosi UNyazi lwezulu nkosi uchoboze Izitha zakhe nkosi yokulunga membathe ngamandla akho asilutho ngaphandle koNyazi Lwezulu okhokho bakuvikele nkosi

  • @bhekimtolo4029
    @bhekimtolo4029 3 года назад +6

    NYAZI_LWEZULU 🙏

  • @siphesihlegumede9355
    @siphesihlegumede9355 3 года назад +4

    😭😭😭😭🙏🙏🙏🙏🙏🙏awu nkosi yamakhosi siyabonga ukuthi usasenathi baba ngoba ngaphandl kwakh asazi ukuthi singayaphi thin

  • @mhlengingcobo7777
    @mhlengingcobo7777 3 года назад +3

    phakama wena wedwa Guqa badele unkulunkulu wethu wedwa ,,,,,,,,, sofela kuwe mdala wensuku ,,,,,,,, siyakthanda 100 percent

  • @sithembileshezi3189
    @sithembileshezi3189 3 года назад +2

    Haaaa lelozwi nje lilodwa kuvele kuphelele

  • @nokwandangubane3928
    @nokwandangubane3928 2 года назад +2

    Ngihamba noNyazi🙏

  • @sibusisotonight6217
    @sibusisotonight6217 3 года назад +1

    Bagijimela ibhodo eliconsa amafutha .sithi 100%uNyazilwezulu

  • @bhekanikhoza9790
    @bhekanikhoza9790 3 года назад +1

    Singashiya unkulunkulu,silandele umphuphe ngeke bakubone, UNYAZI uthixo ngeke siyeke ukusho kanjalo onenkinga akazisakaze etsheni

  • @sdvs653
    @sdvs653 3 года назад +6

    Sibuthene ngendaba😍

  • @ngemasphamandla662
    @ngemasphamandla662 3 года назад +2

    Sihamba nonyazi uyangqeda lowo mama

  • @amanenegroup8993
    @amanenegroup8993 3 года назад +1

    Nkosi yamazulu nomhlaba, wangicosha othulini namuhla ngingumuntu ngenxa yakho nyazi lwezulu

  • @nathyzeka3556
    @nathyzeka3556 3 года назад +2

    Olwethu uNyazi

  • @winniemawiniza6747
    @winniemawiniza6747 3 года назад +5

    Siyakuthanda Nyazi Lwezulu