Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Syabonga, Mfundisi. Makwande. Nami ngike ngaphupha ngiwasha, sengisizakele ngencazelo yakho, Baba!🙏
That's great.I am glad to know that usizakele.Thanks ngane yakwethu.
Amen baba ngikhuphe ngiwasha izingubo zengane Yami becela incazelo
Amen pastor,mina bengi gqoke i uniform yase skoleni kukhona nezinye izingane zeskole, ngiwashwa izitsha bese kuba ngathi ngifaka neympahla zam endishini engiwashela kuyo,kodwa ngathi ngizifaka ngoku ntsontsa
Aman pastor ngingu thandeka Zondi cela ukubuza kushoni kuphupha ngi washa izingubo kodwa ezesonto zisalile ngangaziwasha ewashingini bengazboni ngibone seqedile
Ngicela ukubuza Mfundisi ukuth ukuphupha uwash imonto emhlophe
FilenameUkuphupha ugeza imotoVideo linkruclips.net/video/8zXVDVU4XEU/видео.html
Sawubona Pastor,ukuphupha uwashile ingubo ezimhlophe bese kusuka umoya ziphephuke kodwa zingancoli,bese kubiza Omnye ukuthi uphi umama wakho kulomoya ingaka lengane emihlani
Aman utshoni ukuphupha iqhude elimhlophe lihleli umnyanga
Syabonga baba iyisibusiso ezimpilweni zethu
Thank you,ngiyathobeka futhi uyangikhuthaza.INkosi ikulonde, njalo.
Amen postor mina ngiphuphe ngizi hlambulula ingubo Kubo Babby daddy kho Na lapho
Siyabonga Pastor 👏
Ngiyabonga ❤❤❤
Eiy nango nomaveggie Mfundisi wam...siyabonga ingcazelo
Kubonga mina,Stay blessed.
@@NufliqOnline AMEN
Mina ngiphuphe isdala sami sengathi ungiwashele ingubo zami zokugqoka waze wazineka kubo,ngusho ne dilozi lami impela ubeliwashile
Amen 🙏
thank you.
Ameñ Pastor
Ukuphupha uwasha lempahla yekugcoka ugcine uyithola
Good morning Pastor Nkulunkulu a busise u ma u phupha wethula i mpahla or i washini e omile ngabe khona ku qhaza ini....ngi ya bonga
🎉
You're welcome,Siyathoba,Stay blessed.
Mawuphupha umakhelwane ewasha amawindi wakho
Ukuphupha impadla yokugcoka yemuka nomfula
Unjan Mfundisi ngicela kubuta kushoni kuphupha umuntfu awasha impahla bese kuphuma 2 scorpion aye kulomuntfu bt atinyatsele lama scorpion afe
*uma uphupha umuntu;* wuphawu oluhle uma ebulala ofezela; lusho ukuthi wena noma lomuntu uzozinqoba izith zakho.
Pastor what’s the meaning of dreaming of mopping in your friends apartment but the floor not being clean after that?? Please help
Sawubona pastor weningi, ngicela ukubuza, ngisanda kuthola umnazaretha, ngiphuphe ngiwuwasha kwindishi ngensipho, angazi noma ngabe kuqonde ukuthi kumele ngiyowuhlambulula olwandle noma?
kudingeka uwuhlambulule;ungawuhlambulula olwandle,noma kwimpophoma
@@NufliqOnline Amen mfundisi, ngiyabonga kakhulu 🙏🏾
What if im seeing someone else washing?
Amen Pastor,kuchazan ukuphupha ugquma
Pastor if uphupha uwasha bese uneka iwashingi ngaleso skhathi ilanga libalele ngabe kuchazan
Ukuphupha uneka iwashing pastor ngabe kona kusho okufanayo yin?
1. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekiwe; lusho ukuhlambuluka nokuhlanzeka kwesidalwa sakho ikakhulukazi uma usanda kwenza inhlambuluko nokugezwa kwesidalwa sakho.2. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekiwe; lusho ukushabalala kwezinkinga zakho uma sezomile.3. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka; lusho imizamo yakho yokuxazulula nokuqeda izinkinga ezikukhungethe.4. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka; lusho ukuthi amahlazo nezindaba zakho ezifihliwe zizovela obala ubukwe yizwe.5. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka kuna izulu; lusho ukuthi kungase kuphuphume isisu.6. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka esibayeni; lusho ukuthi amathongo asecunukile azokwenza ukuthi uthelwe yihlazo ubonwe yizwe lonke. 7. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekwa umuntu wakho; lusho ukuthi kungenzeka akudalule noma akwethule kwabanye abantu bagcine sebekwazi uma kungukuthi ubungaziwa.8. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka zithandwe omunye; lusho ukuthi ngemuva kokwethula umuntu wakho kuzoba nabantu abazomfuna futhi bafuna ukukuphuca.9. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma uneka ezomuntu wakho; lusho imizamo yokuxazulula izinkinga zakhe.10. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma uneka ezomunye; lusho ukuthi lomuntu uzomgcwaneka, unekele izizwe izimfihlo ezimbi namahlazo akhe amabi.
ngyabonga kakhulu pastor Nkulunkulu akubusise
Sawbona pasta cela kubuza angizwanga kahle malini imali yomnikelo
Umnekelo owamukelekile, uvela othandweni, futhi ongangamandla akho.INkosi ikuphe konke okufisayo.
Sacela ukubuza uma uphupha iEx yomuntu wakho izoboleka umshanyelo wala enihlala khona kusho ukuthini?
Unjani Mfundisi bengicela kubuta kuchazan kuphupha umntfu afake litsambo esandleni?
Ngiyabonga pastor Ave sibusisiwe ngawe izincazelo zakho ay impela zishaya emhlolwni🙏
l
Syabonga, Mfundisi. Makwande. Nami ngike ngaphupha ngiwasha, sengisizakele ngencazelo yakho, Baba!🙏
That's great.
I am glad to know that usizakele.
Thanks ngane yakwethu.
Amen baba ngikhuphe ngiwasha izingubo zengane Yami becela incazelo
Amen pastor,mina bengi gqoke i uniform yase skoleni kukhona nezinye izingane zeskole, ngiwashwa izitsha bese kuba ngathi ngifaka neympahla zam endishini engiwashela kuyo,kodwa ngathi ngizifaka ngoku ntsontsa
Aman pastor ngingu thandeka Zondi cela ukubuza kushoni kuphupha ngi washa izingubo kodwa ezesonto zisalile ngangaziwasha ewashingini bengazboni ngibone seqedile
Ngicela ukubuza Mfundisi ukuth ukuphupha uwash imonto emhlophe
Filename
Ukuphupha ugeza imoto
Video link
ruclips.net/video/8zXVDVU4XEU/видео.html
Sawubona Pastor,ukuphupha uwashile ingubo ezimhlophe bese kusuka umoya ziphephuke kodwa zingancoli,bese kubiza Omnye ukuthi uphi umama wakho kulomoya ingaka lengane emihlani
Aman utshoni ukuphupha iqhude elimhlophe lihleli umnyanga
Syabonga baba iyisibusiso ezimpilweni zethu
Thank you,
ngiyathobeka futhi uyangikhuthaza.
INkosi ikulonde, njalo.
Amen postor mina ngiphuphe ngizi hlambulula ingubo Kubo Babby daddy kho Na lapho
Siyabonga Pastor 👏
Ngiyabonga ❤❤❤
Eiy nango nomaveggie Mfundisi wam...siyabonga ingcazelo
Kubonga mina,
Stay blessed.
@@NufliqOnline AMEN
Mina ngiphuphe isdala sami sengathi ungiwashele ingubo zami zokugqoka waze wazineka kubo,ngusho ne dilozi lami impela ubeliwashile
Amen 🙏
thank you.
Ameñ Pastor
Ukuphupha uwasha lempahla yekugcoka ugcine uyithola
Good morning Pastor Nkulunkulu a busise u ma u phupha wethula i mpahla or i washini e omile ngabe khona ku qhaza ini....ngi ya bonga
🎉
You're welcome,
Siyathoba,
Stay blessed.
Mawuphupha umakhelwane ewasha amawindi wakho
Ukuphupha impadla yokugcoka yemuka nomfula
Unjan Mfundisi ngicela kubuta kushoni kuphupha umuntfu awasha impahla bese kuphuma 2 scorpion aye kulomuntfu bt atinyatsele lama scorpion afe
*uma uphupha umuntu;* wuphawu oluhle uma ebulala ofezela; lusho ukuthi wena noma lomuntu uzozinqoba izith zakho.
Pastor what’s the meaning of dreaming of mopping in your friends apartment but the floor not being clean after that?? Please help
Sawubona pastor weningi, ngicela ukubuza, ngisanda kuthola umnazaretha, ngiphuphe ngiwuwasha kwindishi ngensipho, angazi noma ngabe kuqonde ukuthi kumele ngiyowuhlambulula olwandle noma?
kudingeka uwuhlambulule;
ungawuhlambulula olwandle,
noma kwimpophoma
@@NufliqOnline Amen mfundisi, ngiyabonga kakhulu 🙏🏾
What if im seeing someone else washing?
Amen Pastor,kuchazan ukuphupha ugquma
Pastor if uphupha uwasha bese uneka iwashingi ngaleso skhathi ilanga libalele ngabe kuchazan
Ukuphupha uneka iwashing pastor ngabe kona kusho okufanayo yin?
1. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekiwe; lusho ukuhlambuluka nokuhlanzeka kwesidalwa sakho ikakhulukazi uma usanda kwenza inhlambuluko nokugezwa kwesidalwa sakho.
2. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekiwe; lusho ukushabalala kwezinkinga zakho uma sezomile.
3. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka; lusho imizamo yakho yokuxazulula nokuqeda izinkinga ezikukhungethe.
4. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka; lusho ukuthi amahlazo nezindaba zakho ezifihliwe zizovela obala ubukwe yizwe.
5. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka kuna izulu; lusho ukuthi kungase kuphuphume isisu.
6. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka esibayeni; lusho ukuthi amathongo asecunukile azokwenza ukuthi uthelwe yihlazo ubonwe yizwe lonke.
7. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma zinekwa umuntu wakho; lusho ukuthi kungenzeka akudalule noma akwethule kwabanye abantu bagcine sebekwazi uma kungukuthi ubungaziwa.
8. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi uma uzineka zithandwe omunye; lusho ukuthi ngemuva kokwethula umuntu wakho kuzoba nabantu abazomfuna futhi bafuna ukukuphuca.
9. *Uma uphupha izingubo;* wuphawu oluhle uma uneka ezomuntu wakho; lusho imizamo yokuxazulula izinkinga zakhe.
10. Futhi *Uma uphupha izingubo;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi uma uneka ezomunye; lusho ukuthi lomuntu uzomgcwaneka, unekele izizwe izimfihlo ezimbi namahlazo akhe amabi.
ngyabonga kakhulu pastor Nkulunkulu akubusise
Sawbona pasta cela kubuza angizwanga kahle malini imali yomnikelo
Umnekelo owamukelekile, uvela othandweni, futhi ongangamandla akho.
INkosi ikuphe konke okufisayo.