Ukuphupha ubona uhlanya |

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 ноя 2024

Комментарии • 75

  • @mzwethumdletshe
    @mzwethumdletshe Месяц назад

    Amen mkhulu ukuphupha udiza kunemgodi kodwa ngaphanangapha kodwa futhi ngingashayeki kushayeke yena lomuntu

  • @AndiswaMthethwa-x9j
    @AndiswaMthethwa-x9j 15 дней назад

    Sawubona pastor sacela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha uthola umlayezo efonini ukuthi uthole umsebenzi kodwa lomsebenzi kuthiwa useChina

  • @PhilileGumede-mm9gt
    @PhilileGumede-mm9gt 24 дня назад

    Sawbona pastor injani cela ukubuza umyeni wami uthi ungiphuphe ngiqabulana nohlanya🙏

  • @PhindiweMvokwe
    @PhindiweMvokwe Месяц назад

    Sawubona pastor kusho ukuthini ukuphupha uhlanya luza kuwe lumamatheka (smile)

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 8 месяцев назад +1

    Syabonga Pastor wethu,mina ngphuphe uhlanya lowesfazane lulwa nabantu lubahubha ngaphuma mina ekhaya ngalubamba ngaluphuca isbhamu ebelizama ukubadubula ngaso,ngahamba nalo sxoxa ngiluxosha

  • @sandileGwala-w2l
    @sandileGwala-w2l 7 месяцев назад

    Sawubona Babumfundisi kuchazani ukuthi umile kulayini wasebheki uzokhiphi.ali kuqhamuke uhlanya luhambhelucelimali beseluphiwa omunye osemontweni u R5 liyithathe lingishayengayo ehlombhe beseluyahambha lutishiye kanjalo leli akuloniphupho yinto eyenzeka life emini ngisethtekwini kungabe kwakuchazani amen Baba

  • @lubabalokhulu658
    @lubabalokhulu658 Месяц назад

    Sawbona Pastor..sthemb kuyaphileka 🙌ngiphuphe eliny iphupho namuhla..ngiphuphe sisekamelwen engilala kulo nezinye izingane kukhona nothisha..mangingafinqa le environment kusa Creche..sihlel sifunda..all of a sudden nangu uthisha uyawa u confessa izindaba ukuth wayezama ukuthakatha omunye umuntu ukuth agule ngekhanda kshuth kwangenzeka kwaba impinda mshaye kwagula yena ngekhanda..ngibuka uthisha egula ngekhanda phamb kwam....ngingathokozela impendulo😢😢🙏🙏

  • @MbaliZakwe-mr9wl
    @MbaliZakwe-mr9wl 4 месяца назад +1

    Saubona paster
    Ngithi angibonge ave kuyisibusiso ukuchaza amaphupho
    . nginenkinga yokuphupha bt now I'm very happy ngosizo lwakho God bless u my brother 🎉

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 месяца назад

      siyabonga, siyathobeka,
      INkosi ikulonde

  • @LungileSimelane-g8i
    @LungileSimelane-g8i 7 месяцев назад +1

    😢😢ngaphupha luhlanya lungijabulela betitinengi letinhlanya tihleti celeni kwemfula lomkhulu mfundisi

  • @SlindileMkhize-vy5bk
    @SlindileMkhize-vy5bk 5 месяцев назад +1

    Amen Mkhulu kusho ukuthini ukuziphupha uhlanya..ngiyabonga

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  5 месяцев назад

      Filename
      Ukuphupha uwuhlanya
      Video link
      ruclips.net/video/6CEYig_1CWU/видео.html

  • @michellendlovu7431
    @michellendlovu7431 Год назад +2

    Sawubona Pastor 🙏🏾 bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha uphiwa uMasi ,, ngiyabonga

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      1. *Uma uphupha amasi;* wuphawu oluhle kakhulu uma emahle; lusho inhlanhla, isibusiso nengcebo nokuthi ungase weneliseke empilweni esikhathini esizayo esiseduze.
      U-Isaya 7:22 bese kuthi ngobuningi bobisi ezilwehlisayo idle amasi, ngokuba amasi nezinyosi bayakukudla bonke abasele ezweni.
      2. *Uma uphupha amasi;* wuphawu oluhle uma emahle; ngokwesintu lungasho isidingo sokuthi ulungise isimo sempilo, umsamo noma wenzelwe usiko olungakenziwa.
      Jobe 29:6 lapho imikhondo yami igezwa ngamasi, nedwala langithululela imifudlana yamafutha.
      3. *Uma uphupha amasi;* wuphawu oluhle kakhulu uma unikezwa amasi; lusho inhlanhla nokubusiseka, nosizo nokusekwa ozokuthola kungekudala.
      AmaHluleli 5:25 wacela amamzi, wamupha ubisi, wamlethela amasi ngesitsha samakhosi.
      4. *Uma uphupha amasi;* wuphawu olubi uma uwaphuza ebolile; lusho ukuthi kumele uqikelele ngoba ungase uxabane nomuntu omkhonzile futhi osondelene kakhulu nawe.
      5. Futhi *Uma uphupha amasi;* wuphawu olubi uma uwaphuza ebolile; lusho ungase udumazeke futhi kumele uthole usizo lokwelashwa ngoba ubugadlwa ngedliso elibi.
      6. *Uma uphupha amasi;*wuphawu olungaba luhle kakhulu uma uwadla uma kungukuthi ubulambile; lusho ukuthi uzofumana umusa, uphinde uthole amandla, ukungenelela nokubonelelwa wuNkulunkulu empilweni yakho.
      Isaya 7:15 Uyakudla amasi, okuyomsiza akwazi ukwala okubi, akhethe okulungile.
      7. Futhi *Uma uphupha amasi;*wuphawu olubi uma uwadla; lungasho ukuthi kunemizamo yezitha yokukudlisa.

    • @michellendlovu7431
      @michellendlovu7431 Год назад

      @@NufliqOnline ngiyabonga kakhulu Pastor 🙏🏾🙏🏾

  • @noxm6349
    @noxm6349 7 месяцев назад

    Sawubona pastor,mina ngiphuphe uhlanya ngilupha imali yephepha mina ngasala ngiphethe eye silver.kusho ukuthini baba.Amen

  • @AndisaMyendeki
    @AndisaMyendeki 5 дней назад

    Thanks pastor belungujabulele

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  5 дней назад

      Sikufisela okuhle nempumelelo, ngane yakwethu.

  • @Cruealla
    @Cruealla 3 месяца назад

    Unjani pastor 😢😢mna ngiphuphe ngikhulekela engthandana naye ehlanya ngekhanda kuchaza ukuthini

  • @memorynxumalo7598
    @memorynxumalo7598 Год назад +1

    Uma uphupha uhlanya likugwaza ukwazi ukubala

  • @BenjaminIzzuna
    @BenjaminIzzuna Год назад +1

    Ngiphuphe Intombazane ehlanyayo ingipha uthando le hug

  • @uzemgoza8649
    @uzemgoza8649 Год назад +1

    Pastor weningi mina ngiphuphe umuntu ongahlanyi ngempilo uryt kodwa ephusheni ubehlanya engigijimisa

  • @thulizungu5683
    @thulizungu5683 5 месяцев назад

    Uma uphupha uhlanya lukushaya ngempama bese uyabaleka

  • @AyandaMtshaulana
    @AyandaMtshaulana 4 месяца назад

    Sawubona Pastor ngicela ukubuza ngiphupha ngifuna ukuzibulala nge ntambo

  • @thandekamthethwa2083
    @thandekamthethwa2083 4 месяца назад

    Mina ngiphuphe uhlanya luza luzodlula ngakimi lwase luthi luseduze nami lwathi lujika luza kimi ngaluxosha lwahamba

  • @badanilepetuniamasombuka7414
    @badanilepetuniamasombuka7414 Год назад +1

    Ngiyabingelela Pastor ngicela ukucaciselwa leliphupho .Umngani wami uthi uphuphe abazali bami esebadlula emhlabeni kanye nodadewethu namile rmanzini engathi empophona begcoke izingubo ezimhlophe kodwa beziphendulele kulapho ubaba engibiza ethi kimi woza inhlanhla yakho ilapha kodwa udinga ukuthi usigcokise kahle lezimpahla

  • @blessingkhuzwayo8794
    @blessingkhuzwayo8794 11 месяцев назад +1

    Pastor wening asibonge ngosizo lwakho mina ngiphuphe ngilala nalo uhlanya ngabe kusho ukuthini.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  11 месяцев назад

      Please check this Video
      It might be helpful.
      Filename
      Ukuphupha wenza ucansi
      Video link
      ruclips.net/video/iXvqvTbbCqg/видео.html
      INkosi ithel'umusa

  • @PhumzileGininda
    @PhumzileGininda Год назад +1

    Ngiyabonga ngicazekile

  • @siyandandebele2263
    @siyandandebele2263 Год назад +1

    Pastor Weningi good morning, ngiphume inhlanya ezimbili owesilisa nowesifazane beza Kimi becela usizo, ngabasiza ngabageza

  • @ThandazilePrecious-d2h
    @ThandazilePrecious-d2h Год назад

    Hi pastor kuchazan uma uphupha uhlanya lukhukhafulela ngamathe ebusweni

  • @SijabulileNonsikelelo
    @SijabulileNonsikelelo Год назад +1

    SAWUBONA MHKULU UMA UPHUPHA UHLANYISWA UKTHI INDODA YAKHE INENTOMBI FTH UHLANYA PHAMBI KWABO BOBABILI NENDODA YAKHO NOMA YAKHE. BONA BERYT.ISIZATHU SOKUHLANYA INDABA YABO.

  • @SharonMagaia
    @SharonMagaia 11 месяцев назад +1

    Pastor unjani ngicela ukubuza ngiphuphe ngiphosa ngilala nehlanya ngaphinda ngalibona selizithuma phakathi endlini ingabe kuchaxani

  • @MzwandileHosea
    @MzwandileHosea 5 месяцев назад

    Sawbona ngingu Mzwandile wase Daveyton mina ngiphuphe umuntu we ngmaziyo engintshontshela

  • @KedibonyeCristabelNyathi
    @KedibonyeCristabelNyathi Год назад +1

    Unjan mfundisi ma uhlanya lubuya kuwe direct nje luthi kuwe uyathskatha ulenhliziyo embi nje lukutshela kuze kube kabili but different inhlanya kutshoni bengaphuphi was live

  • @ntokazimilazi9595
    @ntokazimilazi9595 9 месяцев назад

    Umangiphupha Mina ngihlanya ngise mgwaceni ngivuka izimoto

  • @mbabhathaluqa3767
    @mbabhathaluqa3767 Год назад +1

    Thokoza mkhulu, mina ngiphuphe sidansa nalo

  • @samukelosthe4495
    @samukelosthe4495 Год назад +1

    Mina ngiluphuphe lingi jaha bt mangilibuka kahle ngathi likhubazekile livuza amathe lingixosha lingakwazi ukukhuluma kahle kukhona no cc wami wathi waye ngenje wasindisa uthisha wakhe awaye hlanya wathi akamubheke qede wabonga loyo thisha wathi wayisindisa impilo yakhe waba ryt kwase kuhlanya yena

  • @igabangenkani_kwabanenkani6068
    @igabangenkani_kwabanenkani6068 Год назад +1

    Sawbon pastor ngiphuphe ngat umlungu ohluphekile ungicela usizo ngphethe inqola esiythuthi kodwa manje ngat sebew2 labantu esekmele.ngibasize ...so banginike R20 nomunye 20 ..but lo mlungu athethe ukut ngyambambezela ..but ngingamnaki nje qede ngingene indlela iskuntela ngiqhubeke nohambo yena lomlungu adube ahambe

  • @PhumzileHoney
    @PhumzileHoney 10 месяцев назад

    Kimi ngili phuphe ngathi belithetha ngi ngezwa ukuthi lithini

  • @Siphelelephetheni-fj1hw
    @Siphelelephetheni-fj1hw Год назад +1

    Sawubona pastor weningi,sacela ukbuza kusho ukthini kuphupha ushaya uhlanya ongalwazi....ngiphuphe ngishaya uhlanya

  • @LesleyNdlovu-bw3nu
    @LesleyNdlovu-bw3nu Год назад

    Uma uhlanya luthi lulambile

  • @Nosiphoduluta
    @Nosiphoduluta 4 месяца назад +1

    🙏

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Год назад +2

    Ngiyabingelela Pasor wethu.....mina ngiphuphe ngikhulekela uhlanya lwaphila.iyangikhathaza lento ngoba kade ngagcina ukulibona and sekwesibili ngiliphupha loluhlanya.ngiyabonga

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      Kungasho isidingo sokuthi ulukhulekele uma kungukuthi uyalwazi lolohlanya, luzokuba ngcono.
      futhi kungakhomb aukuthi kungenzeka uphathiswe amandla okukhulekela abantu abasezinkingeni.
      Stay blessed

    • @zamazondozama9491
      @zamazondozama9491 Год назад

      @@NufliqOnline ngiyabonga kakhulu Pastor

  • @sizakelenkosi8020
    @sizakelenkosi8020 Год назад +1

    Ngichaze lekile ngyabonga

  • @amlindilelindamzinyati4811
    @amlindilelindamzinyati4811 Год назад +3

    Hi pastor stay blessed and thanks for the information.

  • @NosiphoMncube-t5d
    @NosiphoMncube-t5d 10 месяцев назад

    Min ngiphuphe ingath lufik komunye umuzi okungumakhelwane weth ingath lufika lubaphuca amafoni but Min alikaze lingenze lutho but ngigcin sengibaleka and alikaze lingilandele
    Kungab into Enhle nom embi

  • @phindilemakhaza5520
    @phindilemakhaza5520 7 месяцев назад

    Mina belingijaha and I but people bakuvimba beli xosha

  • @BitwellMadhombiro-ds7uu
    @BitwellMadhombiro-ds7uu 6 месяцев назад +1

    Sawubona mpathi mina ngiziphuphe ngihlanya or ngithi ngibalekelwa umqondo ngabe kuchazani

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  6 месяцев назад

      Please watch this Video
      izokusiza
      Filename
      Ukuphupha uwuhlanya
      Video link
      ruclips.net/video/6CEYig_1CWU/видео.html

  • @ZinyaPalate
    @ZinyaPalate 4 месяца назад

    Hi pastor
    ngiphuphe uhlanya li ngilandela luthi ngi mfazi walo ngambe kuxokthini😢

  • @LulamaJiyedwa
    @LulamaJiyedwa 4 месяца назад

    Sawubona pasta ngicela kubuza ukuphupha umuntu ka cc wakho lomuntu sewashona kodwa ngiphuphe ebuyile kanti no cc wam akasekho futhi celubuza ukuphupha umuntu bengumngane wakho edakiwe ekuhleka Kanye nabatwana bakhe behleka

  • @Bella_G172
    @Bella_G172 Месяц назад

    Pastor kucazani Uma likujaha ligcine nikuthola Uma ulibuza lifunani lithi liyakuthanda lifuna lishade ,ulizalele izingane

  • @gabbymagagula1048
    @gabbymagagula1048 Год назад +2

    Ngiphuphe kuhlanya siswam englamana naye, we managed to contain her

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад +1

      Ok, I hope you're satisfied with the answers from the visuals.
      Stay blessed.

  • @philaa.khumalo3180
    @philaa.khumalo3180 Год назад +2

    Sivuselene Pastor. Umfazi wami uthi ungiphuphe ngathi ngiba wuhlanya. In her dream I was very violent and bekangesaba. I was loud and speaking senseless things. When they were asking me questions, I was responding with senseless words. A bakkie with men came and captured me to take me away. She then came closer and spoke to me and I started speaking sense. Uthi uzwe ubohlungu obukhulu, wakhala kakhulu.
    Cela inchazelo Mfundisi. I am worried.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      Please call me, take my number on the video.
      lide kakhulu.
      thank you.

    • @philaa.khumalo3180
      @philaa.khumalo3180 Год назад

      @@NufliqOnline Ngiyabonga mfundisi.

  • @siphokazisigadla
    @siphokazisigadla Год назад +1

    Molweni pastor ndiphuphe brother wam ehlanya , apha ekuhlanyeni Kwakhe uye wandihlahluba uba kukho umntu osebenzisa photo yam undenza ndingaphumeleli
    Ndicela ubuza kuthetha ukuthini oko

  • @SandyLamlile
    @SandyLamlile 9 месяцев назад

    Maluzimele nje lungenzi lutho?

  • @SandyLamlile
    @SandyLamlile 9 месяцев назад

    Ukuliphupha uhlanya nje luzimele bese wen uyabaleka ubaleke kodw lungakujahi?

  • @vuselelomamba1180
    @vuselelomamba1180 Год назад +1

    Pastor mina ngiphuphe uhlanya lwasendaweni lungena endlini and bekungathi ludakiwe. Ngathi ngiyangena ekamelweni ngathola libuka ingane yami ibilele, ngathi ngimeneza mom yangaphumi i voice ngagijima ngayombiza nasibuya within a minute beselikhumulile lokhu mule nengane yami mangithi yalushaya lushintje kube yingane yalakhaya ewumfana ina 11years yona ingane yami ina 1 year. Yooo into engiyikhalile ukuthi ingane yami bebafuna ukuyidlengula. Kazi lephupho lichaza ini I’m still shocked and angry

  • @gugumillicent8505
    @gugumillicent8505 Год назад +1

    Ngiyabingelela egameni lenkosi Mina ngiphuphe uhlanya lwendoda futhi kungumuntu engimaziyo ezakimi alwa angishaya ngivikengezandla wangishaya amahlombe ngathukwa (fear)ngavuka same time 😢

  • @siphombatha8252
    @siphombatha8252 Год назад

    Hi Pastor if uphupha bakutshela ukuthi uzohlanya, kusho ukuthini?

  • @joyfulncube1497
    @joyfulncube1497 Год назад

    Sawubona Pastor, kutshoni ma uphupha umuntu omazi eright ehlanya ephutsheni?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Год назад

      but ngane yakwethu, ngichazile kule video, if listen carefully, ngichaze kahle.

    • @joyfulncube1497
      @joyfulncube1497 Год назад

      @@NufliqOnline Uxolo mfudisi wami, kutsho ngibuze before ngilalela yonke iVideo. Ngicela ukuxolelwa lapho. Kukhona umuntu ongaziyo ongiphuphe ngihlanya and inkinga ubezwakala e-worried kakhulu nami ke ngasengisiba worried futhi. Kodwa ke ngendlela ochaze ngayo ukubeke kwacaca and ngiyabonga Mntanenkosi. Makwande