Ngyavumelana nobaba uNdabe uma ethi uma umfazi wekhaya efebe bcs of emotional reasons, like not getting support and feeling safe with you, then fanele ihlalelwe phansi leyonto. Men fail to reflect uma efetshelwa umfazi, but focus on the act of ukuphinga. Indoda fanele izibheke yona ukuthi uze afebe nje umkam bekwenzenjan. Self reflection or introspection is important. The same principle also applies to a woman whose husband has febad. Zinuke amakhwapha uwumuntu wesfazane ngoba uzothola ukuthi unolaka too much, awufuni neQge yakho, awuhloniphi, awunampatho etc. Ukuzinuka amakhwapha kubaluleke kabi bcs akekho umuntu ovuka eksen anwaye ikhamda kuverandah athi ngyofeba today.
mmmh very insightful
Yandzima indaba indinga uyilalele ukuzwa ungalaleli for ukuphendula
Ngyavumelana nobaba uNdabe uma ethi uma umfazi wekhaya efebe bcs of emotional reasons, like not getting support and feeling safe with you, then fanele ihlalelwe phansi leyonto. Men fail to reflect uma efetshelwa umfazi, but focus on the act of ukuphinga. Indoda fanele izibheke yona ukuthi uze afebe nje umkam bekwenzenjan. Self reflection or introspection is important. The same principle also applies to a woman whose husband has febad. Zinuke amakhwapha uwumuntu wesfazane ngoba uzothola ukuthi unolaka too much, awufuni neQge yakho, awuhloniphi, awunampatho etc. Ukuzinuka amakhwapha kubaluleke kabi bcs akekho umuntu ovuka eksen anwaye ikhamda kuverandah athi ngyofeba today.
The question why you don't talk instead of ubufebe
@@mduduziMavundla7242 Angikuvuni ukufeba but inkinga isuka uma kungaxoxwa noma uthole ukuthi noma kuxoxwa, indoda ayifune kuzwa amaqiniso ngendlela wena muntu wesimame ozizwa ngayo. Iskhathi esningi amadoda amaAfrika awafuni ngisho icounselling ukuze inkinga ixazululeke.
Ayikho lento okuthiwa yi Alpha woman..only alpha males.