Mujolo ey asiyeken lezinto asivele sizinike ingane qha singazishadi yaz azinaqiniso hardluck broo ..... Nam angmfuni ngsho umngan waam even obhuti bam no no eduzane joo
@@NkosibonileNgwane yaz bhuti ukube uyazi ungashitsha ngisho umuntu othanda ukuhamba Club one way but ngomuthi kungaphela konke lokho abe umfazi ostraight ozithobayo....jus sayin
Phephisa mtakababa impilo yomhlaba leyo ngibonga isbindi sakho ukwazi ukwehlisa umoya 💪💪
Mfowethu ungabalwisi bayekele uzomthola owakho ngoba ijele liyinkinga😢
Yhoo kodwa Jesu 😢🥹yazi maGirls si sazo bulawa xhmm🤞🏾 😢💔💔😭😭😭
Shaya lomngani ufune imali yakho mfowami kuye ixoki leli aksomngani nantombi yakho iskhohlakali nje isifebe
Yey yey yey akashayelwa ukudlwengula ushayelwa ukuba ixoki nokudelela intombi ingabika isisu kmina iphinde ize kuwe uthule nje waz ukuthi ingane eyakho nje
Phephisa bhuti wam kuzondlula😢
Nxese Phungashe❤❤
Yooooh kwaze kwanzima mfowami 😮ninesiqiniseko ngempela ukuthi amantombazane angabantu Yooooh udali akethenjwa
Ngibonga ukuthi awukho ejele my boi phuma kuye uzoba right empilweni 😢kubuhlungu khona batshele ekhaya mfana kithi kuzolunga 😢 I'm sorry boy umngani unjalo ungabomuthemba umuntu emhlabeni
Mujolo ey asiyeken lezinto asivele sizinike ingane qha singazishadi yaz azinaqiniso hardluck broo .....
Nam angmfuni ngsho umngan waam even obhuti bam no no eduzane joo
Tjooh 💔 askies
I don't have friend my friend is my wife company with castle lager😅
Hlezi nutshell abangani bami ukuthi mabangashiyi intombi nofwenu nomngani bebodwa ngiba labantu abasibo abandawonye kwahlangana amehlo ungekho ziyasuka. Ubuntu wakho angabi umngani wabafowakho nabangani bakho
Koda wenake mfanakithi yini owawuyilindele ungashiyintombi nomngani weeeeh utshanobulele buvuswa ngomlilo
Hhooo wena kahlekahle uzalwe izolo yini kumele ucebise ingane ena one week nalokho ayi indodendala kanjengawe ngathi ngisho umnewenu kungelula kangako ukuthi umshaye nesthandwa sakho,uvelaphike wena .KAHLE UYAPHUPHA VELE,kuhle ukthula
My favourite channel ❤️ 😍 💕
Haaaa iThawini..liyagilana phuma kulo...zitholele owasemakhaya basekhona abafundile futhi abaqotho mfanaz..PMB iscam😢😢
Mfana wami impilo iyaqhubeka nangemvakomngani wakho nalononkiloyi,basazomgila naye umngani boy2,basazogilana kwaybona,wena qhubeka nolyf boy
Akekho umngani ba4 sorry umngani isitha esikhulu kakhulu ngoba wazi yonke into ngawe yingakho bathi umuntu okukhombisayo ukuthi uyakuzinda akusona isitha sakholeso isitha umuntu ohlekanawe
Phephisa ndodana, makahambe lowontombazane,, ubengeyena owakho.... Konke kunesikhathi sako
Hawu kodwa mkhaya wami 😢
Ayi ngeke baftu umngan methemba kanjani ...kwakhon nje umshiya ngaliphi nomuntu wakho mina nje yingakho ngenaye mngane to avoid nonsense
Hai cha dondana yehlisi moya,qhubekela phambili,kuzolunga
Eish kubuhlungu
Phephisa mkhaya eish😢😢😢
Abazali bangcolile nabo uqhuba ingane iye emzini womuntu bayivuma pho senimusa kanjani komunye umuzi bayaphanta.
Haibo ngathi kuningi okwenzekayo ePMB 😂😂😂
Ukhona uguy naye osapota ingane but nxa ebuza ngeBirth certificate yengane akafuni kuzwa ugal
😢😢😢😢amantombazane ase PMB
Phephisa Shenge mfwethu
Kubuhlungu ngempela 😢😢
Ncese kubuhlungu 💔
indoda ayibenalo iGlock mandoda ngeke, enye nenye soyiyixoxa ecourt noWitness....
Bafo funa yonke imali owayisebenzisa kubona boyi-2 if abafuni ubulale leyo ngane uzokuthola ukuthula emoyeni
Aaii kahle ngolaka mfwethu ingane aynacala....futhi kyomsiza ngani lokho ngb uzoboshwa abhadle ejele aslulekaneni kahle madoda aaii ukphosana ehlathini
@@SiphamandlaSoke-ih8pl ayonalo angiphiki kodwa ubuhlungu lobu abamzwose bona nabo bazobuzwa. Ulala kanjani nentombi yami uwumnganami. Ukhombisa ngokusobala ukungibukela phansi. Abantu besmame banteke nteke angeke ngimsole kakhulu ngoba balutheka kalula.
@@ndumisomadinane3122 iqiniso lelo lomuntu ambiza ngomngani wakhe uyena mpela oysitha sakhe uyena omzwise ubhlungu kodwake kmele ancenge inhliziyo adlulise angamoshi impilo yakhe ngempindiselo
Umntana akanatyala yena umntu ofanele ukubulawa apha ngulosisi not umntana
😢
Phephisa bhuti, usuku labor luyeza
Kwaze kwaba buhlungu bafo
Umngane ungamjwayezi nentombi yakho
Kube kuhle uthole isencane ingane kangakanani uzothola isina10 yrs
Kodwa nawe,ubashiye endlini,wawuvele uganga uqatha ikati negundane
Kwaze kwabuhlung awuu lentombazane inosathane nalomngan wakho ncese bhuti
Ngihlezi ngisho kuthi abafana bayabonela ngezintombi
Saxuba ubudlelwane nabangane bafwethu sor mfo
Ingakho kthiwa esintwini umfazi uyabiyelwa🤔only If you have good intentions about her.
@@noyazeph2206 yebo kunjalo mkhulu
Mfowethu abasabiyeleki Laba bamanje ungahlanya Uma uphikanalaba
@@NkosibonileNgwane yaz bhuti ukube uyazi ungashitsha ngisho umuntu othanda ukuhamba Club one way but ngomuthi kungaphela konke lokho abe umfazi ostraight ozithobayo....jus sayin
Sibuya khona lapho
Unebhontshisi lo
Sorry boy
Sorry bafo 😢
Qina sosha
Ngiyabonga ngoba ekhaya bangifundisa ukuthi ayikho into ewumngani mina ngiziphilela ngedwa sorry mfwe2
Intombazane nomnden wayo izigebengu y bebika isisu esisodwa kwimizi ew2 ai cha indlala iphezulu kweminye imizi👎👎👎
Nami ingenzile lento bafo sorry
ibuhlungu lento eyenzekayo lana