Thanks mam Ndlela my baby ❤️ for the episode, and stay blessed always in Jesus name 🙏🙏Noxolo my babyusa ukuyeka indoda yakho,,yes he did a mistake just 4give him and move on,,i know is not gonna lie easy but just 4give him please nana
That's not true akazehlisanga since ubeseBlame uMama wezingane coz he didn't know thy both there...umuntu ozehlisayo uyaxolisa Mommy awukwazi ukwenza iphutha bese mase ubanjiwe ujike uphike No akakazehlisi honestly...but if he can come clean nd say Am sorry than ubezobe ezehlisile
Islima sendoda enamanga... we Noxolo hamba uyokwenza ama HIV test before its too late, something tells me ukuthi la akusetshenziswa ngisho iprotection, ngoba kuzwakala engahlakaniphanga lomuntu, akathembekile futhi uyimenemene
What goes around comes back around, this young girl will experience bad things in relationships, when She starts to be serious about Life it's where things start to be ugly
Bhuti ubanjwe oqotsheni kodwa ke uNoxolo umfazi unomoya ophansi futhi uthi uyakuthanda musa ukumhlukumeza ngoba ubona ukuthi uyakuthanda kusasa uzolahlekelwa okukhona ngokungekho i 2k yakho ithi awuyona itype yayo idla imali yakho For her saying that on 📺. Tshooooo nizodlala onondindwa base Thekwini.
Cha waze wangichaza stufuza yeyi kodwa awuve uhlakaniphe le ngane YAMI sengifisa ukuyazi I lendawo enikuyo khona ngizokubona emehlweni nje usuyakwazi ukuxazulula izinkinga zabantu manje ngaphandle kokubaqhatha nokuncengela owaliwayo cha uyangichaza mntanami usukhulile ke manje sisi ngiyabonga. Ko I kuphi lendawo yenu
Let's give Noxolo a round of applause for being a humbled woman ...wena mfana waseMhlabuyalingana yekela otikilayini uzofa kuseThekwini lapho
Waze wangchaza Noxolo down to earth your parents must be proud of you
Bravo baby mama I salute u dear wow wow❤❤❤
Muhle stufuza uluphatha kahle uhlelo kodwa nje ngiye ngidabuke sebelwa phezu kwakhe bakithi kuvele kuthi angigijime ngiyomvikela. My putsununu❤
Hey bakithi
I think it gives her comfort 🎉....and yet she's hot 🔥 she doesn't need that thing
Indoda iyohlezi ikhetha umkayo 😅😅ngohlezi ngisho
Iqiniso lelo
How you conduct the show cannot be criticised. Well done n congraz on your umtshato.
I like I behaviour yalo cc Bandla ngathi nabanye bengenza nje ukulwa akusizi wish the ladies all the best
Hahahaha wabanjwa Bafo,,, Ngiyazi uzolithola elinye i 2k wena uzwakala uyiqili lamanyala 🤣😂
Umubi wena macele xem awuphume emshadweni abanye abantwana
🤣🤣🤣elizikhothemhlane 🤣🤣🤣
Thanks mam Ndlela my baby ❤️ for the episode, and stay blessed always in Jesus name 🙏🙏Noxolo my babyusa ukuyeka indoda yakho,,yes he did a mistake just 4give him and move on,,i know is not gonna lie easy but just 4give him please nana
Noxolo is a wife material onesizotha. Siyabonga Stufuza your shows are great.
Humble Noxolo keep it up your spirit
Unamanga lobhuti yoooh ........ but tnx Noxolo umoya wakho omuhle ........ ubofunda kodwa ukungazehlisi isthunzi phambi kwesitha sakho like bekungamele uvume ukt uyaqhubeka naye phambi kwaleli2k ...... cz lizozitshela ukt independ endodeni....... Kathi uyazi okungaphakathi kuwena
Ungamfuzi please Sipho akungobhuti ngumfana lo🤣🤣 safanele ayolusa zimkhulise iintsizwa😂
@nonkanyisomofokeng7470 yah amanga akhe poor kakhulu ngathi awengane esaqala ukuqonywa
"Ngifuna nje imali akuyona ne type yam "😂😂😂😂 very brave hun
Atleast kuwine ingoduso❤
Eyi kungcono ukuthemba itshe kunoku themba umuntu😢
Ccy Noxolo ngithanda umoya wakho ❤❤
Ngaze ngamthanda uNoxolo
Namadoda izikhohlakali😮😮😮😮😮😮
Jolani angilomona shemu
Tyooh yeboke emhlabeni kunzima kusinda kuyehlela Stufu my ❤️ ngikuthanda ukubhubha MaZulu njengoba umthanda umyeni qhubeka cc ungadinwa umendo unje mawakhe 😢
Noxolo, get an EDUCATION, Sisi. Ukuhlala dekle kubo ka Ndoda with Matric ONLY, UZOZISOLA!!!!
I LOVE YOU COMMENT ❤
Education is important. VERY Very IMPORTANT
Thx Dumi🤗! Makazakhele okwakhe isazomhlupha leNkwenkwe.
Ndyakuthanda noxolo unomoya ophantsi cc ungumfazi girl ❤❤
Good gsl angithandani nentombazane ngithandana nobaba wengane yami. Bsby I like your spirit keep it up.
UNoxolo she is down to earth keep it up ntomboo❤
Ngaze ngamthanda lobhudi ulenzile iphutha yebo kodwa uyakwazi ukuzehlisa
That's not true akazehlisanga since ubeseBlame uMama wezingane coz he didn't know thy both there...umuntu ozehlisayo uyaxolisa Mommy awukwazi ukwenza iphutha bese mase ubanjiwe ujike uphike No akakazehlisi honestly...but if he can come clean nd say Am sorry than ubezobe ezehlisile
Akazehlisi nhlobo qha ubanjiwe wase ejikela i2k😂
Angikaze ngiyizwe indoda enamanga kanje....yey sengifile ukuhleka...😂😂😂😂noxolo ngikhetha wena...😂😂wena 2k uzongibhidlizela umuzi wam😂😂😂😂
🤣🤣🤣yeeey kodwa umvile? Akusiyondoda le yinkwenkwe fanele iyokolusa⚰️
😂😂😂😂😂😂😂😂cha ubuti imenemene uya hubhuza manga shame 2k uzoyibona ukuthi uphuma kanjani😅😅😅😅😅
Yooooo ngiyamvuma ubhudi😂😅
Mazwi the Beast iyooooo 😂😂😂😂😂😂😂😂
Aybo waze waphika umfana😂😂😂😂
Blaqlife TV is the best
😂😂😂yeninani yinhloboni yomfana le?? Ndicela Umboleke ipinifa nedilozi Noxolo kube nguwe indoda kulomzi usadinga ukukhula🤣🤣🤣 yeeey!!!
Yisiphukuphuku sendoda lesi. Indlela akhuluma ngayo uzitshela ukuthi uhlakaniphile. Ubanjiwe nje akakhulume ngani iqiniso ahlukanise inhloko nesiqhanti nje kwaphela. Kusobala basazpbuyelana naleli 2k. Lisazomququda yonke lemali asale engenalutho
😂😂😂 yep uzolinika imali uqhubeke umdlalo
NOXOLO NGICELA UZOGANIWELE LAMI❤😊
Waze wa polite Noxolo kuyacaca ukuthi uphuma ekhaya elinemfundiso okfanele vele umshado khohlwa izinhllwabusuku
Sorry Noxolo .be healed kulobuhlungu okubo.fix your marriage sesi❤
Yesess.. the way I'm so frustrated, ke maka a the brothers, I even want to have a bottle of wine just to calm down!!
Kgilikhi ke Bosso ya maka 😂😂😂😂😂tlowe re tlonwa wine Lerato
@monwabisitekete6190 🤣🤣 keatla.
🤣🤣🤣⚰️that was painfuly hilarious yooh
Very matured Noxolo n beautiful
Akangqongqe amadoda ngoba angamaxoki kacool kwi straight ukhuluma lokhu kumnye acheter nae ukhuluma okunye yoo ngababhidlizi nje laba usephika Ingoduso yakhe manje kumakhwapheni wakhe
😂😂😂Makungqongqe le izomosha Abanye yooh azange ndahleka kanje
Islima sendoda enamanga... we Noxolo hamba uyokwenza ama HIV test before its too late, something tells me ukuthi la akusetshenziswa ngisho iprotection, ngoba kuzwakala engahlakaniphanga lomuntu, akathembekile futhi uyimenemene
Akayena type Yami neteki leAdidas 2024 uzenza itop noch nesocks segrey😅😅😅😅
😭😭😂😂
😂😂😂😂
ZININGI IZINHLOBO ZO MAHOSHA LA NGAPHANDLE, UYASHO UTHI UFUNA IMALI KUPHELA , AKASIYONA I TYPE YAKHE, KODWA UFONELA UBABY MAMA UKUTHI AHLUKANE NAYE... IMPELA LEZI IZINSUKU ZOKUGCINA, SAZALWA NABANYE, SIYOFA NABANYE, NGIZIBEKILE IZIFO ZOCANSI...
😂😂😂😂ubanjiwe kodwa usaqhubeka namanga
Hamba uyolanda u prep Noxolo uzokhulisa abantwana bakho
Uzofa Noxolo sisifebe sendoda esi
What goes around comes back around, this young girl will experience bad things in relationships, when She starts to be serious about Life it's where things start to be ugly
Uphika noma usubanjiwe nani zingane niyaqhatha
Wabanjwa fish omkhulu wehhhh cc wam baleka nje shiya phansi leyondoda isazokugila mikwaz ukulala nama 2k yoooo
Menzi/ Mazwi iyahlonishwa ingoduso. Yebo abantu besilisa banamaphutha, kodwa ungayifihli ingoduso kumjolo wakho. Umunt ongena kuwe oyikhwapha, akangene elazi iqiniso. Asisho ukuthi si promote ukonakala.
Indoda ungaythembi qinsile🙌
He is a lying cheating fool😂😂
Girls, imali eniyithola kuma Blesser niyayibeka for a rainy day? Or, do you spend spend spend?
Stufuza ngicela baktholel ikhegi bafake phakathi cos bavele balwele phezu kwakho awphephil CC...omuny wangena nomese crc awphephile 😊😊
😂😂😂😂😂😂 Waze wabanjwa kabuhlung bhut😂😂😂😂😂😂😂 akusavum nokuth akhulume😂😂😂
Andisabaweli ukumbona live while exoka😂😂
Kodwa amadoda wona surrender 🙌🙌🙌
SURRENDER, zophila for LONG 😂❤😅
Aybo lendoda injani bakithi iqili leli yoooh shadani asinamona😂😂
Awashiswe amadoda😮😮😮😮😮
Kodwa yin'udlame?! 😂😅🤣
Siwenza kanjani siwagaxa amatayera or ngo cooking oil yona ngivumelana nayo lendaba.
😂😂😂le Gender surrender
Iphone is on loud speaker mfokababa why uqambe amanga ngalendlela, hayi bafowethu musani ukwehlisa isithunzi samadoda
usuka ejozini u girl blaqlife seniyasikhafula inkosi impela
I salute you Noxolo👏👏👏
Yhazi lama2k andichaza xesithi awanithandi afuna njee imali kuni zibi ngoduso zenu zijongene nani kuphela ngapha zini gadele nabazali benu
Madoda akhe niyeke UBUPHUKUPHUKU nokudidiiswa ngama2k lomjolo wenu wemali phumani kuwona please nihoyana nabantu enine future nabo.
Hay amadoda !!!!! Yhooo I give up
akumanga kulovobe wemadoda hayi boh 😂😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣⚰️
Amanga amadoda Yooo😮
Stufuza usofa usuzwile ngibheke nawuya umlenze wosofa ngathi uyatsheka labantu bathanda ukulwa lapho ube be carefully ngingatholi seniwa lapho 😂😂🤣🤣
Kodwa mandoda bankithi 😭😭😭Noxolo yimbonkodo cc phephisa indoda izinja💔💔💔
Uchithe umuzi wakho ngomuntu ongakuboni nje nge type yakho yerrr awthandwa nokuthandwa kufunwa imali yakho tjo jobo 😢😢😢
Lasho i 2000 umuntu wami ngedwa.
Love back look who is talking tshooooo. Yaze yaphapha kengane..Nxiiiiiii
Labanjwa iqili lebhungu!!!
Bungacitheka bugayiwe nkosi yami angiboni ngingamelana nento efana naleyi😢😢
Waze wayiqili umlisa 😂😂 usisi kube kuya ngami ngabe uyaphuma kulobudlelwane 😢ngale komshado uzomgila into engapheli leliqili lendoda 😂😢
Kahle ngokukhohlisa usisi. Ngokujolelwa kanye nje sekumele aphonse ithawula? Abalungise izinkinga kuyabekezelwa emendweni
Isicefe amanga akhe ngabe ukhuluma iqiniso nje bese eyaxolisa but at least he chose her
Noxolo ngyaythanda ndlela oyiyo❤❤❤❤
Amadoda jesu🙆
Ubaby mama yi overtime 😆 🤣 😂
🤣😂
Noxolo wasimela isithunzi sakho ngesizotha
Amadzodza😮
Emadvodza
Yhooo u bhuti amanga😂😂😂😂
Banesdina kodwa abafana ngokungathembeki yizwa nje ukuthi unamanga kanjani uthi umawengane wamcheat(he) udoti edlala ngengane yabantu ubenani ukushela nje angamfaki omunye mnxxxx
Ayyy abafana the boys😩😂😂😂😂
Ngikutshela ngenja
Une type lobhuti. Zicishe zifane izintombi zakhe.
😂😂😂 kodwa Kwanele! Umvile utheni ngetype?
Yekan I lamadoda amantu🎉🎉
Bhuti ubanjwe oqotsheni kodwa ke uNoxolo umfazi unomoya ophansi futhi uthi uyakuthanda musa ukumhlukumeza ngoba ubona ukuthi uyakuthanda kusasa uzolahlekelwa okukhona ngokungekho i 2k yakho ithi awuyona itype yayo idla imali yakho
For her saying that on 📺. Tshooooo nizodlala onondindwa base Thekwini.
Noxolo you are a good wife like your behaviour
Isgebengu lendoda isimbiza ngotikilayni😂😂😂 Noxolo ngthanda ukwehla kwakho uzowakha lomuzi ngcabanga kth ngeke aphinde
Amadoda awasifuni😅😅😂
Yooo amadoda kunzima emhlabeni ayadlala ngabantu besmame....kodwa hayi wonke.. ...ngijimisa ama 2k
Amadoda angamaxoki ngeke kwamanje ubethi uyeza zombona mayephuma span manje sekhetha noxolo😢 guyz asajoli mina abafana abasithandi
Amanga angangoZulu eya empini! Nxa
Noxolo phuma enjeni, inja ayishintshi sisi, phuma usanethuba sisi, lo skhothen uzokugila after years of marriage
cabanga u cheater nomuntu othi awsiyo itype yakhe and akakthandi
Isidwedwe lomfana sies
NOXOLO ❤ SHES IS A GOOD WIFE
Lobhuti yini kodwa adlele ngengoduso yakhe ngoba 2000 liyasho ukuthi lidla imali alimuthandi Bhuti uzifakela Noxolo ngezifo yekela lengane
Mabatshiswe sisale siziphilele sodwa 😂😂😂
😂😂😂😂😂😂Futhi amen madodethu ngeke baft
Asha madamu namanzi 😮😅,amadzvodza enu ayiii
Ngiyakubonga noxolo uyazitanda umkipe amanga kahle
Cha waze wangichaza stufuza yeyi kodwa awuve uhlakaniphe le ngane YAMI sengifisa ukuyazi I lendawo enikuyo khona ngizokubona emehlweni nje usuyakwazi ukuxazulula izinkinga zabantu manje ngaphandle kokubaqhatha nokuncengela owaliwayo cha uyangichaza mntanami usukhulile ke manje sisi ngiyabonga. Ko I kuphi lendawo yenu
😂😂😂😂😂😂😂😂yeninaaaa lendodaaa ngaze ngahlekaaa
Up Noxolo👊👊👊
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂uyangihlekisa lomjita😂😂😂😂... ei kunzima emhlabeni,,,