Meet Nosipho Cele,Mpumelelo Mseleku’s 1st virgin wife to be.Abongwe can’t believe her ears 😭🌚

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 16 май 2024

Комментарии • 103

  • @sylviasibeko4644
    @sylviasibeko4644 29 дней назад +16

    This boy is playing with fire. He has break so many girls hearts. God is watching

  • @londiwecaluza534
    @londiwecaluza534 Месяц назад +63

    No ayikho leyonto of her being umXhosa disqualifying her to be 1st wife. UMpumelelo nje akasho ukuthi akasamfuni uVuyo

  • @Tshegofats0Phasha
    @Tshegofats0Phasha Месяц назад +35

    That's the Mseleku's narcissistic rule not isizulu grhaaa 🚮I don't even know what these beautiful women see in these Mseleku men 🚹

  • @zodwamlambo
    @zodwamlambo Месяц назад +16

    Nosipho muhle nje ngendlela yakhe you cannot compare them!🙌🏾

  • @zukiswazawula5621
    @zukiswazawula5621 Месяц назад +14

    Uyadelela mpumelelo kakhulu uzomushiya naye u Nosipho alande enye i virgin phuma Vuyo mabasale no tirelo

  • @thembekangcobo6651
    @thembekangcobo6651 Месяц назад +39

    Let’s be honest about this Nosipho’s looks, kodwa ke it’s non of my business 🤷‍♀️

    • @zamaamanda7751
      @zamaamanda7751 Месяц назад +5

      Akamuhle Kahle

    • @thembekangcobo6651
      @thembekangcobo6651 Месяц назад

      @@zamaamanda7751 akaphiwanga shem

    • @zamaswazinkosi9083
      @zamaswazinkosi9083 Месяц назад +10

      Ubuhle cc abusho lutho endodeni 😂😂😂😂

    • @thembekangcobo6651
      @thembekangcobo6651 Месяц назад +5

      @@zamaswazinkosi9083 Lol I hear you but lana ngeke sithi Inkomo ngoba umfana akakayizwa, yini ke cos mina I don’t see anything special about this girl ngaphandle kobuntombi bakhe, or it could be she’s coming from a rich family angazi 🤷‍♀️

    • @nolundinkwali2944
      @nolundinkwali2944 Месяц назад +2

      😂😂😂😂

  • @asivegaxa9788
    @asivegaxa9788 Месяц назад +19

    which cultural belief? Bcoz if you're married to that person you become one of them... Ai ayikho lonto wethu

  • @aykay9328
    @aykay9328 Месяц назад +14

    Guys remember, she is a virgin, even if mubi, atleast ububi bakhe saved her, she is a virgin, perhaps naye uzo tshintsha naye Abe muhle

  • @andrewjosephs2792
    @andrewjosephs2792 Месяц назад +11

    Muhle bo muhle mina bakithi muhle uNosipho

  • @Mslui01
    @Mslui01 Месяц назад +5

    What is Mpumelelo bringing to the table tho?what does he do? How is he going to mantain these wives?

  • @thokojames
    @thokojames Месяц назад +15

    Mpumelelo is a narcissist!!

    • @nbee6217
      @nbee6217 Месяц назад

      He is just like his dad.

  • @nomthimalunga7880
    @nomthimalunga7880 Месяц назад +3

    Beautiful girl this new Nosipho Cele😍😍😍

  • @therealmncwanegwabeni7263
    @therealmncwanegwabeni7263 Месяц назад +4

    This is where you see how black people are colourist. Just because umaCele 2, is not a yellow bone, kuthiwa mubi. That is what will always confuse light skinned women, indoda ikushiya nalobobuhle bakho, izilandele i dakhi elihle, elifunwa yintliziyo yayo and imushade within months. Wena khiwane, usale uphemile with your baby and years of experience embhedeni, lona obuwu fudumezele uMacele 2. Muhle losisi umcane, ugqoke kahle, no overflowing mabele and mathanga amakhulu for the whole of SA to see. She is a dark dindi, beautiful and futhi yazi uyambona ukuthi uyazihlonipha and unesizotha. Ingathi angayibamba lapho nje, angazehlisi isithunzi.

    • @andyandiswagumede235
      @andyandiswagumede235 28 дней назад

      You said it all,and so far she's a natural no makeup at all.

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 Месяц назад +8

    Mpumelelo akamtandi Vuyokazi

  • @Nokuthula-iv4zp
    @Nokuthula-iv4zp Месяц назад +7

    Hayi isintu anisazi u ma ka mpumelelo ngu Mayeni .uMacele Yebo ngu ma wakhe ngoba egane ubaba wakhe but u mpumelelo akanalo igazi lakwa cele.indaba I straight

  • @wendymzola4596
    @wendymzola4596 26 дней назад +1

    Mpumelelo ebefunani eMxhoseni engamxelelanga uba yena akazomzeka kuqala

  • @nellygumede5597
    @nellygumede5597 Месяц назад +2

    UMpumelelo ufuna umfazi hairy I upgrade😂

  • @preciousndlovu3004
    @preciousndlovu3004 Месяц назад +1

    Akasihlobo kaCele even my mothers got maried to the firs t wife surname . Akunalutho nje akukgo sihlobo

  • @Mokgadi_masedi
    @Mokgadi_masedi Месяц назад +2

    Girl wa ka cele umubi 🙃

  • @SNVee
    @SNVee Месяц назад +9

    Akamutsandzi Vuyokazi 😂 he just couldn't say it to her family... it's Vuyokazi who is not getting it ... she said she has never been happy but there she is, demanding ema rights kumunfu longamtsandzi

    • @zamavekhuluvekhulu3068
      @zamavekhuluvekhulu3068 Месяц назад +1

      Maybe okunye it's Vuyo's age as ithe ukuthi naye phela Uma Vee naye maybe bekahlezi bcoz of ithenga asazi

    • @Boohleighbendalouw
      @Boohleighbendalouw 29 дней назад +1

      It’s like she’s just there to protect her dignity as she’s fighting for the first wife sit,she said what will people say.as she fought because of photoshoot yaTerelo and mpumelelo she forced him to make one with her I really loved her but her competition is too much.

    • @SNVee
      @SNVee 29 дней назад

      @@Boohleighbendalouw exactly. She is fighting a battle she needs to let go off ... before ngatsi she is crazy kantsi she isn't

  • @user-zt2dt7kq1h
    @user-zt2dt7kq1h 23 дня назад

    Uyadelela wathandan kanjan ne xhosa Uyadelela

  • @cyy.boo_brown2948
    @cyy.boo_brown2948 Месяц назад +1

    Umprovidela ini, we heard Vuyokazis mother on the other episode ukuthi Mpumelelo doesn't provide

  • @zamokuhlevilakazi2782
    @zamokuhlevilakazi2782 Месяц назад +3

    Kodwa ke itshitshi beauty or not

  • @nomangwanephiri4294
    @nomangwanephiri4294 Месяц назад +1

    This is not about cultural clutch.. there are many Zulus who marry Xhosa people

  • @ntokozongubo2889
    @ntokozongubo2889 Месяц назад +7

    Cha asikho isintu noma umyalelo onjalo about not being able to marry other tribes as first wives he just made that up…Ngokuhlonipha he shouldn’t marry a Cele ngoba unina wakhe omdala uzalwa khona not blood related yes but for this relationship to prosper they should seek blessings from Ma Cele ngoba wathelwa nge nyongo therefore amathongo asenokuhlobana kanti kusuke kuthiwani makuthiwa kwakhiwa isihlobo makuganiselwana???

  • @muduo44
    @muduo44 Месяц назад +2

    Alikho isiko elinjalo esiZulwini

  • @wendysimatu2340
    @wendysimatu2340 25 дней назад

    Nosipho doesn't look like a Virgin amabele wakhe

  • @nbee6217
    @nbee6217 Месяц назад +2

    uNosipho uyena ke osenkingeni. Engenangane ene chance ye fresh start nomjita oright uzozifaka kwi immaturity enje. Shame bakithi.

  • @NeneShabangu
    @NeneShabangu Месяц назад

    Hayi suka ayikho nje leyo

  • @ziyandaziyanda2752
    @ziyandaziyanda2752 Месяц назад +6

    Suke yandixaka mna lento yalo mntana uthi zange onwabe yena kule relationship yabo pho wavumelani umitha kude kube kabini hai andaz ngumXhosa waphi lona mna😢

    • @therealmncwanegwabeni7263
      @therealmncwanegwabeni7263 Месяц назад

      Competing with Tirelo, hoping for umtwana womfana. She was thinking she was umakhulu, only to find out she is not even a candidate yaleyo position, uziphile ngokwakhe umfana akekho lapho.

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 Месяц назад

      Uuabhayiza ubamba umfana ngabantwana

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 Месяц назад +2

    But naye uzakumfunxa amzalise ajike adikwe nguye

  • @zinhlecele6488
    @zinhlecele6488 Месяц назад

    There is a umehluko kwa Xhosa umfazi uyalwa emzini thina kwaZulu uyalwa kini by your family.

  • @user-ur8nv6jb8u
    @user-ur8nv6jb8u Месяц назад +2

    abasiyeke pansi laba

  • @sporthourtv4240
    @sporthourtv4240 Месяц назад +6

    Uyazithanda izidudla shame

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 Месяц назад +1

      Stop body shaming dis ladies plss

    • @sporthourtv4240
      @sporthourtv4240 29 дней назад +1

      @@nhlanhlamanatha8799 my dear is not a body shaming, a lady is not a slender uyisdudla nje how iis that a body shaming? So now the truth is body shaming? I said Mpumelelo love izidudla is it a lie or body shaming?

  • @SamuMasuku
    @SamuMasuku 26 дней назад

    UMpumelelo ubukela phansi omama bezingane zakhe.

  • @PrudenceMabida
    @PrudenceMabida 24 дня назад

    Akeniyeke ingane ayizishelanga inhle futhi

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 Месяц назад

    Muhle lo nosipho umilile naye

  • @user-cg1hn2vm5e
    @user-cg1hn2vm5e Месяц назад +11

    Vuyokazi is beautiful 😍😍 I'm not sure about the virgin cele😢

    • @nomthimalunga7880
      @nomthimalunga7880 Месяц назад

      Nosipho Cele is also beautiful 😍 🤩, don't be jealous and a hater😂😂😂😂Mpumelelo wants a Cele girl okusalayo💅💅💅💅

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 Месяц назад

      Ufundile

  • @asandamfazwe148
    @asandamfazwe148 23 дня назад

    Uyadelela lo mntana, ufuna I virgin kodwa akayiyo yena.

  • @user-jd1er4zs5e
    @user-jd1er4zs5e 25 дней назад

    Angiyiboni inking mina ngoba intomb eyakaCele ngoba Macele vele wayeyi vuma ntombi yakaKhumalo eyayizothathwa ibe unumber5 kaMusa angiyiboni inking ngoCele

  • @portianche1972
    @portianche1972 Месяц назад +1

    Why give her 2 kids then judge her
    That's a barbaric explanation.
    He went there knowing that it's a Xhosa girl
    Mxm

  • @nanapato894
    @nanapato894 Месяц назад +2

    So whn it comes to him noVuyo uyasinaka isintu but ukwazi ukuthatha kwaCele kodwa his mom "NgokweSintu" uMaCele. Mxm 🚮

  • @ninahmbatha1890
    @ninahmbatha1890 Месяц назад +1

    Vuyokazi won't be number one 4 real😮😮😢

    • @Boohleighbendalouw
      @Boohleighbendalouw 29 дней назад

      She’s too competitive that’s what mpumelelos avoiding,I realized that after the photoshoot Saga

  • @nokulungakhumalo6282
    @nokulungakhumalo6282 Месяц назад +8

    Mumbi kodwa naye unosipho

  • @MakhalaLove
    @MakhalaLove Месяц назад

    For Me Vuyo and Tirelo they are so Beautiful shame....nozipho no for but yah

  • @khayakazivakalisa4725
    @khayakazivakalisa4725 Месяц назад +1

    Yoh all along ndithi nguNompumelelo

    • @EzitshisaBhe
      @EzitshisaBhe  Месяц назад

      She has a child nje she gave birth 3 months ago

    • @user-kd1fn5yn5d
      @user-kd1fn5yn5d Месяц назад

      Unosipho zovela yini to one of the episodes

  • @kuhlebukani2996
    @kuhlebukani2996 Месяц назад +4

    Yadelela lo mpumelelo

  • @umadumawangempela6098
    @umadumawangempela6098 Месяц назад

    Wena usho ngoba ungazi ukuthi ama Xhosa aluhlaza kanjani wait until she gets married we will see her true colors as for u Nosipho personally I feel like he wants to get married to his step sister because he has step sisters from that surname I'm not quiet sure about Nosipho beauty u til she also starts the make up thing

  • @ThuliBGH
    @ThuliBGH Месяц назад +1

    That's not true, ayikho into enjalo

  • @nomaphelompeso146
    @nomaphelompeso146 Месяц назад

    Lonto uyazi thanda Impundu ezinkulu lomfana

  • @MakgotsoLesedi
    @MakgotsoLesedi 29 дней назад +1

    This guy is just selfish nje

  • @VuyokaziTomi
    @VuyokaziTomi Месяц назад +2

    Vuyokazi and Terelo are beautiful not the nosipho

  • @amissapenelopezama6260
    @amissapenelopezama6260 Месяц назад +1

    Le ekaMpumelelo angihambisani nayo bakwethu. Nami angisafuni ngo Vuyokazi. This is not culture at all

  • @mbalinkwankwa5579
    @mbalinkwankwa5579 29 дней назад

    Vuyo phuma kanje uhlukane no msangano uthathe nengani neyingani zakho benze ababo

    • @MakgotsoLesedi
      @MakgotsoLesedi 29 дней назад

      Please viyo hamba baby girl you can do better

  • @PhumezaMphafa-sm2lu
    @PhumezaMphafa-sm2lu Месяц назад

    Dine wary gonosipho shem umntana esemncici uyokumfaka kule nto yakowenu yesithembu igekho ryt esasadu dreda umntanomntu yini aniyiboni ne famerly kanosipho aniyiboni lento imbi kagaka yintoni le ibatsala kumpumelelo

  • @zamavekhuluvekhulu3068
    @zamavekhuluvekhulu3068 Месяц назад

    Kodwa ke i virginity kulo Nosi hhay ngisaycinga kodwa angisho lutho