AmaNazaretha wonke umhlaba Inkosi yaseGoli uPhakama Shembe ithi awanikele umnikelo weNgonyama

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 сен 2024
  • AmaNazaretha wonke umhlaba Inkosi yaseGoli uPhakama Shembe ithi awanikele umnikelo owu R100 kwiNgonyama Trust ukulekelela iSilo samabandla onke ubayede osigadela umhlaba wethu singama Afrika.

Комментарии • 31

  • @NomusaNkumbuza
    @NomusaNkumbuza 3 месяца назад +1

    Ngicela ukuyithe ngela indlu iyeke ukulala etendeni nomjiva owodwa njaalo

  • @okaBhesheni
    @okaBhesheni 6 лет назад

    KwiNgonyama trust mina ngizuza ini and abantwana bami bazozuzani? This thing of iNgonyama trust angizwa kahle mina ngoba baziqhumzela bodwa abakhulu nabalawuli balomhlaba

    • @galelamtshali9855
      @galelamtshali9855 2 года назад

      Uyasangana Lo bhuti wakwa shembe usethi uzalwa uMayekisanaye

  • @siyabongamabaso8380
    @siyabongamabaso8380 2 года назад +2

    😂😂😂😂😂hebeee usuthu ay kudlaliwe ngabantu bakhe bakiti usopolitiki lo

  • @aneletshangase1035
    @aneletshangase1035 4 года назад +3

    Khona abantu abalandela lomuntu kodwa?🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @siyabongamabaso8380
    @siyabongamabaso8380 2 года назад +2

    Ave ezibhedela bakithi umhlambululi uPhakama

  • @NomusaNkumbuza
    @NomusaNkumbuza 3 месяца назад

    Mayeeeeeee😮 iphatha isagila izoqhema amakholwa , ithanda nokulwàinjaloorh cha umfundisi wase zayoni lo ngeke

  • @aneletshangase1035
    @aneletshangase1035 4 года назад +2

    mmmmmm uyalibukisa iBandla lamaNazatetha ngabantu ini nje le oyikhulumayo noyenzayo?

  • @mlondirhtshaba7502
    @mlondirhtshaba7502 Год назад +1

    Waze waphupha lomuntu uzenza us hembe bandla naye waaa ayikho lento yakho

  • @nosiphoximba8601
    @nosiphoximba8601 4 года назад +2

    Mina mangifuna kuhleka ngivele ngizi bukela ama video ka mfundisi phakama😂😂

  • @afrikaubuntu3383
    @afrikaubuntu3383 3 года назад +1

    Asiyifuni i christianity e Africa mhlonishwa Nkosi P Shembe asihlaleni kokwethu okwaqalwa iNkosi u Shembe asiyekeleni okuka jesu waphesheya ngiyacela baba Nkosi Shembe usebenzisa elithi singama Nazareth ungalisebenzisi elithi christianity ngoba akusiyona eyethu leyo man made religion eyaphesheya eyo zindlebe zikhanya ilanga umqali wendlela engimohlonipha ngize ngimusabe wayesebenzisa i Bible ngoba engafuni ukubulawa ozindlebe zikhanya ilanga ngoba ngaleziya zikhathi zakhe wawubulawa mangabe ungalisebenzisi i Bible ngoba abelungu babebona ukuthi uzophakamisa abantu abansundu mangabe ubabuyisela enkolweni yabo ngoba izinkolelo zethu zinamandla ingakho abelungu bakha i christianity ukuze bezosinika yona ngenkani siphume kokwethu abangaphumi babulawe ukuze singeke sibe namandla mase siphumile ezimpandeni zethu eziyi nkolo noma izinkolelo zama Africa ezinhle futhi ezinamandla kakhulu ngesilungu i AFRICA SPIRITUALITY
    Ngiyabonga kakhulu Nkosi yamaKhosi babu P Shembe engimuhloniphayo kakhulu futhi

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 4 года назад +1

    Bengizwa ngendaba bengingakaze ngimbone ubaba ,ngifunda olukhulu kuwe,iphusile yonke into oyikhulumayo ngiyakuhlonipha Amen

  • @sizwemashazy4567
    @sizwemashazy4567 5 лет назад +1

    mmmm ngabe ngiyaphawula ngalenkulumo kodwa ngisaba amehlo omhlaba bhuti uphakam kahle mfowethu lungisa ulimu amakhosi akwashembe anendlela yokukhuluma anyway ameeeeen

  • @buhlempofana9977
    @buhlempofana9977 6 лет назад +2

    Ngike ngidabuke nje uma ngibuka lezinto ezifakwa la ebusweni bomhlaba eziyiziphosiso zangabomu.
    Ngikhuluma ngamapost kababa uPhakama Shembe nokukhonzwa kwakhe ekhulekelwa ebizwa ngeNkosi yamaKhosi bembiza ngoShembe
    Ubaba uPhakama Shembe noma bengamkhonza akanaZulu ayobafaka kulo labantu baShembe abadukisayo, ngoba akanaZulu iZulu elikaShembe iNkosi yasEKuphakameni.
    Kungenwa kulo ngokuthanda kwakhe uShembe.
    Uthi izinto ezenzeka EKuphakameni ziyisilinganiso sazo zonke izinto ezenzeka ngokupheleleyo eZulwini.
    Uthi uShembe abaphuma lapha EKuphakameni naseZulwini basuke bekhishiwe.
    Sifanelwe ukuzihlupha sifune uShembe ngeqiniso sizame ukuzisondeza kuNkulunkulu wasEKuphakameni owasilethela iZulu emhlabeni ngoba ikhona iNkosi EKuphakameni.
    UShembe uyedwa.
    Angazi noma uyabatshela yini ubaba uPhakama abakhonzi bakhe ukuthi kuthe esegula sekumqinisile ukugula wafika la EKuPhakameni eNkosini ekhona EKuPhakameni iNkosi INcoyincoyi, esebambekile weza kuShembe.
    Uthe uma efika iNkosi yathi akanikwe isihlalo yathi angithi nawe uyiNkosi qhwakela.
    Akazange avume kwamsinda kakhulu lokho wenqaba ngoba wayeseseqinisweni esephambi kukaShembe.
    Yonke lemigilingwane ayenzayo ecekela phansi isithunzi sebandla laManazaretha negama leNkosi yaphela nya.
    Kwaba uyena noShembe eseguqile ekhothamele isihlalo sobuKhosi beqiniso ubuKhosi baseZulwini.
    Wacela iNkosi imsindise washo yena ngomlomo wakhe ukuthi yena akasiyo iNkosi ngeke ahlale kanye neNkosi esihlalweni yena uwuChef uyapheka yena konke akwenzayo usuke ezizamela imali akahlangene yena nendaba yokukholwa.
    Wabala wabala.
    UShembe wamsindisa waphila ngegama leNkosi iNcoyincoyi.
    Namhlanje ngiyadumala ukuthi uphindele kuyona lento yokuganga ngomsebenzi kaShembe akayekile namanje ukukhohlisa abantu.
    Abantu baShembe laba adlala ngabo ngiyafisa ngelinye ilanga labantu bambone uShembe bayeke lento abayenziswa ubaba uPhakama inyama isahlangene nomphefumulo.
    Angeke sande kakhulu kdwa sithi izophela yonke lento uShembe munye iNkosi yasEKuphakameni INyoni Emhlophe ukuzigcwala kwaPhumuz'amaphiko.
    Sithuli siyabuka

    • @phakamashembe6281
      @phakamashembe6281 6 лет назад +1

      Buhle Ngizokuphendula Udumale Uyangisukela Angifuni Ngoba Angiqali Muntu Ngenza Into Yami Engahluphimuntu Angazi Udabukiswa Yini UVukile Kumele Anifundise Inhlonipho Hlukanani Nami

    • @buhlempofana9977
      @buhlempofana9977 6 лет назад

      impela awuhluphi muntu kodwa inkinga yakho wedusa abantu bakankulunkulu
      ingamanga yon lendaba engiyibhalile ngenhla
      eyiphi inxenye yayo edelelayo neyamanga?

    • @phakamashembe6281
      @phakamashembe6281 6 лет назад

      Buhle Wehlisa Isithunzi Sika Mnewethu U Vukile Ngobawena Awulutho Kepha Mangikuphendula Kuthinteka I Gama Lika Vukile And Lento Uyenza Ngamabomu Mina Naba Landeli Nami Siphendula Manisisukela Njalo Awuwendwa Naba Sebuhleni Benza Njengawe Na Basekuphakameni Ngokunja Lo Mina Njalo Ngisuke Ngiphendula Manje Ubani Ohlupha Omunye Akunalizulu Angifaka Kulo U Vukile Umholi Onga Shadile Ngeke Angiholemina Futhi Nangesintunje Ozalise Izingane Ezincane Lonke Izwe Leli Engazihlawuli Engaziloboli cha Mina Ngeke Ngifakwe U Vukile Ezulwini U Khona U JG Shembe Ongakaze Awenze Amanyala Okuhlobonga Eyi Nkosi Uyabona Kwehla Isithunzi Sikabani Manje Sa Vukile Hhayi Esakho Wena Awulutho Futhi Wenza Ngamabomu Yingoba Awuthandilutho O Luthi Shembe Manazaretha Phumani Endlini. Ka Mayekisa Khonzani Nihambe Mina Ma Uqhubeka Ingisukela Ngizokuphendula Nje Okubi Kuzogcola I Gama Lomholi Wakho Mina Anginandaba Naye Naye Uyazi U Vukile.ngizo Ngimodlele Umndeni Nezingane zikayise.

    • @sicelozulukhowane7253
      @sicelozulukhowane7253 5 лет назад

      Ungowakithi wena kokhowane

    • @galelamtshali9855
      @galelamtshali9855 2 года назад

      Kunabantu abaneskhathi sokudlala ,sokuzohlalela insumansumane enje okukabaninje ukuzobhedelwa yilomfo ,umdumawodwa nje ,unensosha yobunyanga Lo bhuti ,abalandeli bakhona Bafana namathwasa abukho sdalo ubu nkulunkulu kulento

  • @afrikaubuntu3383
    @afrikaubuntu3383 3 года назад +1

    I wish i had your direct phone number

  • @afrikaubuntu3383
    @afrikaubuntu3383 3 года назад +1

    African Spirituality

  • @madelinegrove3059
    @madelinegrove3059 6 лет назад

    wababanjelwa yinkosi Nhlanzi , but ngikthanda ngoba awuhluph muntu uzishumayezela abantu nje ngoShembe

  • @ndumisomncwango8751
    @ndumisomncwango8751 4 года назад

    😂😂😂Ay mholi. Ibambe ngakho

  • @spazamanskhahlane2679
    @spazamanskhahlane2679 4 года назад

    Lol ikhomikha leli

  • @bhekimthembu746
    @bhekimthembu746 6 лет назад +4

    Lol iyahlekisa lendoda 😂

  • @shembe3327
    @shembe3327 6 лет назад

    Imuphi lo owabekwa ezinkantolo?

    • @phakamashembe6281
      @phakamashembe6281 6 лет назад

      UNkulunkulu Nomuntu Omnyama Akekho.🙏

    • @shembe3327
      @shembe3327 6 лет назад

      Bengithi usho njalo uma i video iqala...

  • @sandilendile2056
    @sandilendile2056 5 лет назад +1

    iyahlekisa le ndoda