I'm very sorry Ntombaza Yami. Hlalakahle no Mamncane wakho. Get back to studies. After four or five years you will be OK. Uma usuthole umsebenzi uthenge umbuzi yokugeza umbuzi kaba. Uziphathe kahle uhloniphe Mamncane God will be with you my Girl.
I just wish you all the best in life uphumelele empilweni uyingcine kahle ngane umfana lowo ngani engangalungelwa yilutho but Karma always know your location ubaba wakho unenhliziyo embi
Phephisa ntombi Beka ithemba kuMvelinqangi Umvundla ziyowunqanda phambili Ayikho into engiyithanda njengengane ngoba iyisibusiso Zixolele ntombi akuqali ngawe Accept and allow moving on to take place
unfortunately you cannot tell ukuth akakhombise kanjani ukuphoxeka kwakhe ngawe, but wena you have a responsibility to show him ukuth uzimisela kanjan ukufunda emaphutheni akho. my advice ukuth just focus on building your future while usahlala lapho bese ubuyela ekhaya, ubaba ngeke ekucasukele forever.
Isdakwa nje yinto yokudlala abafana vele, noba yintombazana noba ngumfazi kuyafana, namhlanje uzibona selele nalo kusasa nguloyana especially if uba ne blackout after alcohol consumption so future wise😏
shame bakhithi she dint even remember the sex happening new months later just found out she's pregnant so sad 😪 very sorry my child hope you learned lesson that baby will grow , right now focus 0n yourself n the baby go find job so you finish school for better future.
Anikahle utshwala nibuphuza kanjan lento inuka kanje? Lento inuka ngathi indl' encane ingena kanjan nje emlonyeni womuntu? Aningichazele ngidom Dom Dom
I salute uStufu, she is a good listener , no judgement and keeps her guests comfortable.❤
Yebo wona kodwa ukhohlakele uyihlo
❤❤❤❤❤ungu number 1 kelapho
Isthuphithu somfana leso, half a man of a highest note.
Ubaba is the man of principles.
Umama no mamncane abayanga ngani kuyobika ama damage ka mfana bafune koloku okufunwa ubaba
Painful story... Abafana nkosi😢😢
Ukudlwengulile nje okwangempela mubophe
Wow stufuza Sisi wam I love you
I'm very sorry Ntombaza Yami. Hlalakahle no Mamncane wakho. Get back to studies. After four or five years you will be OK. Uma usuthole umsebenzi uthenge umbuzi yokugeza umbuzi kaba. Uziphathe kahle uhloniphe Mamncane God will be with you my Girl.
Aaiii Stufustufu man! I love how you closed the show. UyaRocka! ..
We wish u all the best cc, uphole
Sawubona we Ma,
Ngithemba uphilile,hayi Nathi siyaphila,❤
Kubuhlungu khona kodwa phephisa we ngane yami impilo kumele iqubeke,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo ❤
Yha islima lendoda uthatha ubutshitshi bakho maqede ahlulwe imbuzi kunalokho uqhubeka nabanye ukhona wena ai akana nembeza straight💔
Amasimaba lododi
Stufuza ngicela inumber kalosisi nzamphatha kahle
Uzobuyela kubaba wengane yakhe
I just wish you all the best in life uphumelele empilweni uyingcine kahle ngane umfana lowo ngani engangalungelwa yilutho but Karma always know your location ubaba wakho unenhliziyo embi
Waze wanesihlungu umama womfana umfana wakhe angeke aphumelele empilweni bayomgila naye phambili uyo banjiwsa amabhanji indaba.
Bekmele abizumfana akhulume nabo bobabili.....besetshelumfana alungise maphutha akhe...that all
Ncese sisi
Phephisa ntombi
Beka ithemba kuMvelinqangi
Umvundla ziyowunqanda phambili
Ayikho into engiyithanda njengengane ngoba iyisibusiso
Zixolele ntombi akuqali ngawe
Accept and allow moving on to take place
Hayi bo sisi, phuma kulomfana, ucansi ayelufuna kuwe ngesavana waluthola, wakushiya nomphumelo osungowakho wedwa, yeka ukukhala manje funa u nasfas uyofunda ngoba imisebenzi ayikho, ngibonga umamcane nomama ngokukusekela ekukhuliseni isipho sakho, wenza kahle wangayibulala ingane ngoba ikusasa alaziwa, kwazibani ukuthi ukhulisa bani? Ungamsoli ubaba neyiphandla zakhe, naye usaba ukuthi abantu bazothini, thola imali yembuzi lapho ufake esakho isiphandla, uqhubeke nempilo engenamadoda okwamanje uze ukwazi ukuzimela wena nomntwana. Uma usafuna i closure kumuntu owathatha ubu ntombi bakho ngesavana, faka icala lesondlo e maintenance office.
Hamba uyombopha nizokwenza iDN A khona ezoyondla ingane
Uyadelela lomfana
Ngzofaka kancane 😂😂😂
Kancane nje mama plz 😂😂yoh!! Ngathi ngiyabona itshitshi nkosiyami ngaligcina nini😊❤
My favourite presenter. Keep up the good work Stufuza. Always ready to listen without judgement ❤. God bless you❤.
Mubophe sis ngamyeki nje mfake isondlo
Uyivuma njani ndoda xa ungazuyipha umdavazo suka emjolweni xa ulitshitshi
Judgemental shut the fvck up anoke nibe nozwelo ningenzi abntu bafune ukuzibulala umangeke umakhe umuntu it all mistakes all that
Dumb
Waye mqome lani
Itshitshi elijolayo nje lisuke 🤦🤦🤦🤦selilungiselela ukuqaqwa nje straight
Itshitshi elijolayo nje lisuke 🤦🤦🤦🤦selilungiselela ukuqaqwa nje straight
Esh sad story dear we are in the same boat 😭😭😭be strong for yr little angel all shall be well yr child will grow up 😢
Mamtolo.. niphile ngiyazwelana nosisi lapho lubuhlungu udaba lakhe kodwa me lusangalungiseka kumele asekwe bese aphelezelwe luyokhulunywa kwamfana phela into no iyaqhutshwa kuyobikwa kwamfana noma esehambe ibanga eyedwana kepha uMama no Antie mabahlangane bamqhube kuyiwe kwamfana... Kubhungwe ngendaba Uma kulunga kanjalo naku Baba kantombazane kuyoncengwa.. Umntwana ezokwazi ukubuyela ekhaya...
Thula mntanami uthandaze ucele uNkulunkulu akusize ube focus kumntanakho nempilo yakho inkosi izokupha amandla cc
Wayilahla ngokuphuza utshwala cc nxese
Bukwenza weak ube yi easy target
Amantombazane angaz adidwa yini mayesashelwa nje,mayshelwa nje intombazane kmele yazi ukuthi kahle kahle yin esuk ifuneka,angeke umunt weslisa akshelele ukuzokbuka never🙌.Nawe yith uqoma ubewazi ukuth uvuma ukulalwa finish🙌
Nawe Sisi' ulungile ngibonga khon ukulunga kwakho ekuphuzisa utshwala ungamubophi uma waya emaphoyise isiboshwa somfana leso ngoba awuvumanga sakudakiswa
Very humble lady phephisa cc,uzoba ryt God uzok phendulela🙏🇸🇿
Aw shym Nkosazana! Kuko konke kwenzeka phakathi kwenu bt ingane Iyadinga ukondliwa, mfak' iMaintenance order, lilungelo lengane lelo. Gud luck Sisana🤔
Uyokudinga ngelinye ilanga
Kanti nina nikhule ngesintu esinjani... Kungani ningayanga nofuna umtshawenu
Mina ngibonga ukuthi akuzange uyibulale ingane yiyo ezokugcina kusasa umntwana yisisibusiso esivela kathixo ❤❤
Myeke lungayi aziphilele impilo yakhe kusasemnandi manje uzoyindinga lingane kusasa engasayifumani wena qhubeka uzikhulisele isibusisosakho owasiphiwa ngu thixo❤❤
Ayikho i plan sis mubophise ukumoshele okuningi.
Eish yeah kwaze kwanzima bakithi abafana
Stufuza tshela loyo cc asondela ngapha sizokwakha ikhaya elisha ngimduduze❤❤❤❤
Wamuhle umsebenzi owenziwe ngubaba🎉🎉🎉 Nami ke kwami kuyoba njeeeeee
😊
😂😂😂uyisigebengu mtanami why uyile kuye lomfana ubufuna vele yekela ukusa usile wena kwasekuqaleni bekungafanele uye kulomfana
Cela ningitholele locc ngizoba i step father ngimlobole
Abe umakoti wakithi bakithi mntase
Awloboli ngani lo othandana naye manj
Kahle kahle kwakumele uvuke uyemaphoyiseni 4m the day uvuke usumoshekile.
Mmmm stufuza sam ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Stufuza sisi you are the spiritual healer
Oh Maan Kodwa 😭😭😭😭😭
So painful 😢
unfortunately you cannot tell ukuth akakhombise kanjani ukuphoxeka kwakhe ngawe, but wena you have a responsibility to show him ukuth uzimisela kanjan ukufunda emaphutheni akho. my advice ukuth just focus on building your future while usahlala lapho bese ubuyela ekhaya, ubaba ngeke ekucasukele forever.
Amanye emajita akasimeli kahle 😢😢😢
Awuze ngaoha cc sizomkhulisa sobabili ngizoklobola mina
Maintenance sisi ecourt
Waze waxoxa kahle usisi unaba into eStraight forward ❤❤❤
Eish cc wami askies lomfana lo angathi angayitholi ngane aze akhumbule lengane le ayilahlayo
Waze watota Sntufuza
💔💔
Koda cc ngicela ufunde kuthi abafana imvamisa yabo bayizinja nenhlanhla yemsebenzi emihle banayo koda inyembezi zakho ngeke ziwele phansi ngeke abeyilutho loyomfana noksebenza kwakhe impilo yakhe izoma ndawonye esebenza I'm talking from experience ngeke kuhlale kunje sthandwa uJehova uzokukhumbula❤
Kwaze kwanzima bakithi
hamba uyombophisa for child support and bayidonse emsebenzini kuphele kanjalo.
Ungawsri cc.isazombamba leyongane.uzobuya kuwe sezimbedela izinto.ababathe uyaphi atshelwe ngayo kuthi walahla umtwana.especial wamenza ngendlela erong
Stufuza, your body,my sister ❤😊
Cc buya ngapha kimi angilamfazi ngivele ngiyolobola ngikushande
Wena uyisgebenga 😂hlukana lomntanabantu.unjani kodwa mkhaya
@@patiencenoma4191 🤣🤣🤣ngicrc angilamfazi mina ngiyancenga kunjani
Hambemaphoysen cc wadlwengulwa
Eish sisi ncese kakhulu unkulunkulu uzokuphendulela nje phephisa😢😢😢
Ai phela nani cabangani...umfana akulona ithoyizi guys...unyaka wonke engatholi...wena nje kwakungamele uzofake ebafaneni nasotshwaleni if usavikele ubuntombi bakho😢
Kuzolunga ngane yami history sakho sfana nesami ethubeni likababa Mina yami ke ayeyphikile ngahlala no aunt wami kodwa sesiryt manje nobaba wakhona waqala ukusondela kuyo isno4yrs ubaba wami wangixolela isino 18 yrs iingane
Sis Stufuza ngyazi lento engizoyicela kuwe inzima kodwa ingane engakhali ifela embelekweni losisi ngyamthanda umoya wakhe uyayibusisa inhliziyo yami ngyacela ungixhumanisa naye soze ngikuphoxe
Yooooo😂
God be with you my sister
Isdakwa nje yinto yokudlala abafana vele, noba yintombazana noba ngumfazi kuyafana, namhlanje uzibona selele nalo kusasa nguloyana especially if uba ne blackout after alcohol consumption so future wise😏
Mawujola ujolela ukwenza ucansi
😂😂😂 NAMI Dali umama watshela ubaba ngikhona ngacishe ngafa angilalanga yewena
Unenhliziyo embi 😢 lobaba
yinja lomfana banjalo abafana kodwa one day is one day uzomfuna lomtwana 💋💋💋💋 naye u Baba wakho usile nje awukho umgodi woku lahla umuntu
Isavana kwahamba ubuntombi iyooh ncese Ntombi
Eish kwabuhlungu yazi lomfana yiskhohlakali
ukhohlakele lomama womfana sis
Eish sad story💔
😢😢😢 ai kwaze kwabuhlungu kodwa nalobaba waze wanenhliziyo embi
uNkuluNkulu uzokuphendulela mntanami ungalahli ithemba ,ngelinye ilanga lomfana noma wakhe ongenaluzwelo bayozisola uNkuluNkulu abenawe yooooo
Mmmm😭💔
Yho ukuba bekweyendodana yami ngangizoyithatha Jehova ngiyikhokhele ngizihlalele nayo wena uqhubeke neskole. Amathanga ahlanzela abangenamabhodwa
Ufana Nami ngiyazikhulisela mina
Askies cc💔💔😭😭
shame bakhithi she dint even remember the sex happening new months later just found out she's pregnant so sad 😪 very sorry my child hope you learned lesson that baby will grow , right now focus 0n yourself n the baby go find job so you finish school for better future.
Asihlebi
Nginobhuti emdenini
Walaxaza 4 yabantwana
Komama abahlukene
Ushadile
Mkhulu umuzi
Muhle akaveli umuntwana
Odokotela bathi yena nomfazi
Abanankinga
Ubebalahla
Njengalo ntombazane
Ubeyidabula
Inhliziyo
Ukuthi idinge operation
Namhlanje
Sekuthiwa omama bezingane banezinhliziyo
Ezimbi
Kudala edlala ngabantwana babantu
Usefuna bavume nezingane
Zabo
Omunye walusho
Udaba lakhe
Ekhulelwe kodwa akekho owamulalela
Njengontombazane
Lomama kungenzeka kube wuye
Ofuna lengane
kwenzeka
Banganaka abantu abadala
Manje umawakhe naye
Sebebona
Omama
Bezingane benonya
Bobaba ake nizinuke amakhwapha
Manje nibone
Umhobholo
Komama bezingane zenu
.khumbula wathini
Ekhulelwe
Ngoba iningi
Lenu nakhipha
Amazwi
Angapholi
Ezintombini zenu
Nisakhula
Umjolo
Risk
Jolani!!!
Yaaaaah impilooooooo
Anikahle utshwala nibuphuza kanjan lento inuka kanje? Lento inuka ngathi indl' encane ingena kanjan nje emlonyeni womuntu? Aningichazele ngidom Dom Dom
Kwaze kwanzima bo 😢
Stufuza kwakumele ube ngu Nurse, the way onobuntu ngakhona
Ncese mntanam koda kwakumele umbophe loskhothen
@Bonginkosi Nzima,ngaphambili kokuphuziswa isavanna wayenzenjani uma efikelwa yimizwa?
Ngathola ingane ngina 13 uBaba wami esatshwa umndeni iwonke🎉 eyibhubesi. Wangisusa emakhaya wangiletha eGoli azange angixoshe angithethise ayebuhlungu ethi umtanami nengane emncane kanje?
UMama eshaywa ngenxa yokuthola umtwana athi I family Yako Ma yiyo enzeni lodaba uBabakho hayi
Ncese cc kdw lo wo mfana kuyobutha ukuhlwa igilosi egada umunt ngeke uyazi phephisa mtakamah
Cha ngyazwelana impela nalentombszane kodwake ubaba futhi ngyameseka namingingubaba ngiwazele ayikho into ehlupha njengezingane zamantombazane ngoba ufike uyikhulise kanzima uyinike iziyalo zempilo nemigomo yekhaya ekuchineni ifune ukukondlisa izingane zabanyabantu ekubeniwena wazondlela yona
Zinsizwa cel niyeke lento 😢😢 mani. Mumithisile hlal ke phel nom ungenamadla hlala till umntwan akhule.
Ngiyavuma ubaba wayethukuthele kodwa ke wathatha isnyathelo esinzima enganeni yakhe
Aningxhumanise naye losisi plz
Akazange akudlwengule..Ukudlwengula kumele kube wukuthi bewungafuni wena awushongo ukuthi awufuni, futhi akakubambanga ngenkani. Lona umbono wami.
Baba wakho ulinde wena.Hambo xolisa futhi
Sad 😢
Cc nje utshwala wawuneryt yokumtshena ukuthi awuphuzi . " Bhuti ngiyakuthanda angisona isdakwa Mina " finish
Kodwa nawe ntombazane uzenzile😢
Ayi ngoba ngikugxeka awumuniki umuntu uthando engavelile ekhaya😮
A
God will help you 😢
uNkulunkulu uzokupholisa ndodakazi
Eish kunzima kodwA laye ubaba akaxole phela awubulalanga muntu omakhelwane bazohleka kundlule
💖