Umuntu wesfazane unamandla anzima uma esesikhathini

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 окт 2024

Комментарии • 99

  • @lwaziolujulile
    @lwaziolujulile Год назад +2

    IMpungah!!
    Ayimkhulu namhlanje ngichazekile ngale topic. Mina ngivumelana nawe kukokonke loku okubalulayo ngomuntu wesmame uma esensukwini, Bayede🙏
    Siyabonga kakhulu. Kodwasengathi umkhulu akamile awusashayi okwesintu kuphela. Kodwa sewugudla nangakwa spiritual. Mina kuthi angithi: Bayede!🙏 namhlanje.

  • @NtombiMakhanya
    @NtombiMakhanya Год назад

    Amen mkhulu siyabonga kakhulu kwande bengicela ukubuza ukuthi Uma uthi uzokwenzelwa into emsamo uvesane aye esikhathini bengicela incazelo ngiyabonga

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt
    @MuzokhonaMbatha-eb7gt Год назад +1

    Amen Baba sodlulisela phambili kwabafwethu noDadebethu asithi iMpuungaaa

  • @winniedlamini4808
    @winniedlamini4808 Год назад +1

    Thokoza mkhulu, minangicelakubuza ngabe uvumelekile ukuyentabeni yokhuleka usensukwini 🙏🙏

  • @NonhlanhlaMakhanya-d6x
    @NonhlanhlaMakhanya-d6x Год назад +2

    Siyabonga Mkhulu ngolwazi🙏🏾

  • @aaronmojalefa3248
    @aaronmojalefa3248 Год назад

    Siyakhuleka Mpunga Yesintu, ngicela ukubuza uma owesimame ekhulelwe.Kwenzeke adlule emhlabeni engaka belethi,lengane uma isikhishiwe esiswini kunina ngokwesintu kenziwa njani anduba ifihlwe nonina.Ngibonge ithuba .

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Год назад +2

    Mkhulu uyaphila 🙌ewu mkhulu udelelwa uze delelwe nayi ngane oyzalayo😔uthi uyathetha kube ngathi uyabhibhidla🤣

  • @babesmaq6433
    @babesmaq6433 Год назад +1

    Sawubona mkhulu. Ndiyabonga usundiphendule yonke imibuzo yami.

  • @mckays5248
    @mckays5248 Год назад

    Khehla! UThixo akakumise njalo uyasivusa wayilamula kule usike kwelinonile ngempela. Mana njalo Mpunga Yesintu.

  • @sithembisophakathi2603
    @sithembisophakathi2603 Год назад

    Siyabonga ulwazi mkhulu Mpunga 🙏🙏🙏

  • @charitytsela8932
    @charitytsela8932 Год назад

    Eshi.... wayisho yavakala mkhulu , siyabonga

  • @mary-annnhleko6449
    @mary-annnhleko6449 Год назад

    Amen Mpunga 🙏 🙏 🙏

  • @sbonisosabelo7051
    @sbonisosabelo7051 Год назад +1

    Wasikhanyisela Mpunga Siyabonga

  • @amandamdoda3374
    @amandamdoda3374 Год назад

    Syabonga kakhulu Mkhulu ngolwazi

  • @nomusachristina1914
    @nomusachristina1914 Год назад

    Siyabonga mpunga, Thokoza👏🙏

  • @unitedkingdomofngunipeople4959
    @unitedkingdomofngunipeople4959 Год назад +3

    MPUNGA UBANI OCULA LENGOMA OVALA NGAYO ISIHLOKO SAYO SITHINI? SIZANI!

  • @NomsaKame
    @NomsaKame Год назад

    Thokoza Mpunga uma ungasayi eskhathini ube ukule age ye 47 ingabe kuyimpilo yini or yimpilo engentle kusini?
    Thokoza Mkhulu 🙏

  • @thembisileroselinah6238
    @thembisileroselinah6238 Год назад +2

    Impunga!ngiyabingelela umbuzo uthi uma kwenzekile nalala ugeza ngani mhlonishwa

  • @SihlePortiaZwane-xm4ql
    @SihlePortiaZwane-xm4ql Год назад

    Siyabonga Mkhulu🙏

  • @delisilengali6076
    @delisilengali6076 Год назад

    Kunjalo Mkhulu 🤞🤞🤞👍👏

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 11 месяцев назад

    Mkhulu yiziphi izinto engazenza emzimbeni wakho uma kwenzekile wadla ukudla okungahlambulukile?

  • @boboshanty7
    @boboshanty7 Год назад

    Kumkani sibonge iqiniso elimsulwa...😊

  • @mbongisenigcwensa5882
    @mbongisenigcwensa5882 Год назад

    Ngifikelwa ilombuzo othi ngabe umuntu wesfazane uyangena esbayeni ekhaya?uma engana onjani ongenayo,onjani futhi ongakwazi ukungena?

  • @thahrombe705
    @thahrombe705 5 месяцев назад

    Wangelapha🙏

  • @Perseverance.Nosizwe
    @Perseverance.Nosizwe Год назад

    Unyanisile because mangizoya emalangeni hey amandla okuthandaza ngiyawezwa ukuthi hay akhona

  • @preciouskhumalo2445
    @preciouskhumalo2445 Год назад

    Ngiyabingelela bengisacela kungani mina amaphupho ami mangiseskhathi evuleka kodwa Uma ngiqedile ayavaleka

  • @ritamtolo3497
    @ritamtolo3497 Год назад

    Siyabonga 🙏🙏

  • @thandekashoyisa6017
    @thandekashoyisa6017 Год назад

    Hau, maybe ilapho i reason bentshontsha ama pads abanye abantu 😳

  • @MchazileShandu-cn8mj
    @MchazileShandu-cn8mj Год назад

    SOYABONGA BABA UKUSIKHULISA WANGIPHILISA FUTHI NGOBA IBINGIHLUPHA LENTO NGIBUZE UKUTHI NGONENE UMA NGI OFFER EMSEBEZINI YOMLUNGU NGIZOVELE U4days ngingakwazi ukuphahla ngiphatheke kabi ukuthi ziyashonda insuku kodwa sengiyanqonda ukuthi ngisuke ngingezeka ibingihlupha kakhulu siyabonga

  • @ucwephelukamashanduwilfred805
    @ucwephelukamashanduwilfred805 Год назад

    Ilapho mnewethu asincele kogwansile

  • @nqobilekhanyiswa4371
    @nqobilekhanyiswa4371 Год назад

    Ake ukhulum nale yokugeza ngendishi egeza odadewenu

  • @AngelMathabela
    @AngelMathabela Год назад

    Sibonga baba imfundziso

  • @mbonisincube359
    @mbonisincube359 7 месяцев назад

    Ukupheka kulungile yini

  • @percyanele6461
    @percyanele6461 Год назад

    Thokoza mkhulu,kuchazani ukuphupha umuntu engasekho ekuqabula ?

  • @wandilemhlelembana6313
    @wandilemhlelembana6313 Год назад

    So uyalala naye ebhedini ? Noba awuzulenza ucantsi naye?

  • @londekaimmaculate5295
    @londekaimmaculate5295 Год назад

    Syabong mkhulu

  • @nkosikhonandlela1114
    @nkosikhonandlela1114 Год назад

    Impunga!!!

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Год назад

    Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?

    • @amenmlitwa3120
      @amenmlitwa3120 Год назад +6

      wenake udukile, kodwake ngoba usuthole le youtube channel yeMpunga Yesintu TV.. uzoythola indlela efanele ekuyiyo ekumele siyhambe thina njengendlu yakoBantu

    • @mlungisimosiea
      @mlungisimosiea Год назад +13

      Ziyaku bora yini izintshumayelo ku RUclips zingaka uze ukhathazeke ngento ongakholelwa kuyona

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      ​@@amenmlitwa3120 So ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      ​@@mlungisimosiea So ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?

    • @mlungisimosiea
      @mlungisimosiea Год назад +8

      @@vusimngomezulu2500 ubani othe buka lomfanekiso we Mpunga ngoba unkulunkulu akakushongo loko????