Because ngasekhaya kunedamu ziyabhukuda izingane kungabi nankinga kodwa makuke kwangena ingane evakashile ayiphumi or iphuma isishonile. but lelodamu is not even deep
Mina ngicela umndeni wenze izimfanelo balande umalume ongazange alandwe ngoba bazohamba ngobuningi Uma bengamlandile umalume sekuyingane manje sekumele babalande bobabili kungazo hamba omunye futhi May her soul rest in peace bakithi kubuhlungu n the mother said it yho I M so sad guys u didn't say hw old is the child.aslong as nimtholile syambonga mthakathi UNkulunkulu anibusise nisebenze Kahle.
😭😭😭 amanzi ngyawasaba last year June I lost my son and my sister 💔 kunzima akudluli
Askies cc phola uqine God will see u through🫂❤
I wish we would listen to abazali bethu when they say we should not do ezinye izinto, banolwazi olunzulu lokuthi yingani kungamele senze okuthile
Ngempela yazi
And asifuni ukulalela abazali ngath basenza izilima😢😢
Kodwa jesu Msweli bakithi ekaban lendoda mmmm Ave ulusizo baba noNgalo
Kodwa bhuti msweli uyayimela isouth Africa yazi ngiwabuka njalo ama video wakho uyindoda bhuti unkulunkulu akugcine umenjalo ungakhathali🙏🙏🙏🙏
Ngiyabonga Ngwenya me support yakho!
Msweli kodwa uphumula nini bakithi,,,,,U working very hard,God bless you Nongalo
Imifula mele sizi hloniphe ngoba eminye imifula usebenziswa ubumnyama!!
What a beautiful community that support each other 😢😢
Kumbizile bakith umntwana ukub walalela umzali owazwakala engathandi ukuth ayobhukuda ngezathu ezithile ayezazi..😢😢sbonga kona uktholakala kwethambo...lala kahle ntombazane....
Mkhulu umsebenzi owenzayo baba uMsweli siyisizwe sase SA siyabonga ukub nomunt ofananawe...baning obasizile nd usizo lwakho lusaya phambili...mpilonde Ngwenya uMdali akulonde njalo
yooooh kuthi angihayize ubuhlungu engibuzwayo
Jesus 😢😢baba Msweli syabonga ngomsebenzi wakho Godbless you
Baba wesizwe uJehova akuphe impilo nempumelelo. uMgabadeli eGoli.
Syabonga ukutholakala kwethambo nje Nkosi yami😢😢
Ubeshilo umama wengane wathi ngeke ibuye emanzini, ayingahambi.
Uyayazi indaba yomndeni ijulile, njengoba esho nokuthi u Malume wayengalandwanga emanzini.
Kwaze kwabuhlungu
Iyonanto eyenza lento ibe buhlungu kakhulu
Imfula yamanje isiyingozi bakwethú Jehova 💔💔💔
Siyabonga yize kubuhlungu kodw ukutholwanj kwethambo lengane bakithi
Aliselihle nedamu lakhona 🙌🏼
Msweli ayingozi amanzi, inkinga izingane namanzi ay azibambeki.
Sicela lapho okungabiyeka khona kubiywe.Umphakathi nabaphathi abaphezulu.Bathole iqhinga lokunqanda lomuga. Msweli ulithemba kwabangenalo wenze kwenzeke.NGIYABONGA
God bless Mr Ayanda Msweli to help our people everyday keep it up mybrother my name is: Mandisi Hlomendlini frm Eastern cape
Kungani umfula uthatha izingane ezivakashile njalo nje 😭😭😭nomtakamama wahamba kwamaholide a September 2008 wayena8yrs kuphela eya kubo kwakushoniwe nakhona kwangcatshwa ngomgqibelo ngomsombuluko kwafika igama lokuth akasekho umtakamama uminzile emfuleni sasibabili kuphela kumina omdala ngeminyaka emithathu yey angikaze ngezwa ubuhlungu obunjeya 😢😢mangibona lezigameko kuyavuka ukuthi nami ngyasazi eduze 😭
Kuvamisile example mawuva kashele umuntu umbhede wakhe unezimbungulu bugs ulala flat angakhalinga nix bt weno vakashile kuyoze kuse ubhekile ulunywa 🤷
Yake yenzeka leyonto e Mt Ayliff e EC, ingane yashona esizibeni yayivakatshile nayo
Sorry ❤
Ubusisiwe Ngwenya ngathi uNkulunkulu angakupha insuku zokuphila njalo mkhulu umsebenzi owenzela i South Africa impela impela izoba iSgodi njengamazw'akho
Ngiyabonga Ngwenya
Soyabonga kakhulu Ngwenya🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Ubalulekile Msweli, ngeke uze usho ukuthi ngikhule ngibhukuda indlela engiwasaba ngayo amabhamu.
Angingeni nhlobo. Ngicaca ezinde izintaba angisabi kodwa amanzi cha.
Kwaze kwabuhlungu..😢😢; Syabonga bab Msweli nomphakathi ophumile ukuseka umndeni. Ngyafisa futhi sibalalele abadala singathi ngama superstition nxa besixwayisa as umama womntwana siyathola ukuthi wenqabile,wasisho futhi nesizathu ukuthi kunelunga lomndeni eleshona ngawo amanzi langalandwa; and wonke umuntu wakhona oya emanzini akabuyi ngenxa yalesosimo! Kangikwazi nokucabanga nje ukuthi uzizwa kanjani nxa esehambe ngempela umntwana! " Inkosi ibapholise, ibaduduze, ibaphe nokuthula."
Siyabonga Baba Msweli❤
Kwaze kwabuhlungu shame 😢. Kushuthi bese kuwubizo Nkosi. Ngendlela ugogo abika ngayo. Ngoba inqatshelwe yakhala. Kushuthi bese kuwubizo. Yabizwa kabuhlungu kodwa 😢💔💔💔
We salute you mswelu 🤞🤞
Uyasebenza kodwa babuMsweli sibonge ingane egcine itholakele .Sengsaba laa baba ohlezi khona indlela amanzi nkosi engiwesaba ngayo kuzulikhanda
Awww izingane bakithi ngokungalaleli😮😮😮😢
I salute umphakathi
Eyi uyayisebenzela i South Africa Msweli
Siyabonga watholakala umntwana
Siyabonga Nongalo uyasilethela ezibalilekile🙏
Sengilinde uKing Bhaka bese esiqambela amanga.athi yena uzongena yena la.
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂 Akufihlwe iPhone ka King Bhaka
Jehova ave ngiwesaba amanzi
hhey nami ngiyawasaba amanzi ngakhula ngiwela emthonjeni ngidonwa inkelelo,since ngiyaqhaqhazela uma ngibona amanzi...
@@matildahadebe2866 lol phephisa ngane yakwethu phephisa, cha mina ngangiwathanda futhi ngikwaz nokubhukuda. Langalimbe sabambeka ekhaya sisebenza, bahamba bayobhukuda owethu wasala oyedwa kwaphela 3 days abatshuzayo bamthola kwelesine entanta kuleso siziba. Ngagcina lapho I remember it was 2003 🙌🙌
🎉I AWARD LE IWINWA NGABATHENI NDIYABUZA 🎉Siyabulela tata Msweli zibalulekile izihloko osiphakela zona 🎉WesternCape🎉
Eyi nkosyami kwaze kwabuhlungu😢
😢😢😢kodwa umama wengane ubeyibonile ukuthi ngekebuye nkosiyam
awuh thixo ngavesana ngashawa uwuvalo mangibon lamanzi ei ngiyawasaba jesu amanzi
Ngwenya umsebenzi owenzayo mkhulu ngendlela engachazeki siyabinga syabonga ngwenya
Kubonga Mina my Ngwenya
Already beseyibiziwe ukukhala kwayo kusho khona ukuthi abadala besebevumelene
Noma ubheke lamanzi..ewa njenge falls..Hayi asiyindawo yoku bhukuda leyi..Ingane bantu ..RIP..dudu kini .Sad
Kwaze kwabuhlungu nkosi yami Shembe Nyazilwezulu😮
kwaze kwabuhlungu we lost our brother in floods last month 😭😭😭😭😭😭 ngyabazi ubuhlungu
Phephisani ngwenya
Ngiyawahlonipha amanzi
Ooooh lomntwana umuke namanzi akadontswanga yinyoka yamanzi Mmmm nkosiyam yabuhlungu lento
awehh ngaze ngakhala yazie 😭😭😭
Umuntu ovakashile akayi emfuleni.
Why
Because ngasekhaya kunedamu ziyabhukuda izingane kungabi nankinga kodwa makuke kwangena ingane evakashile ayiphumi or iphuma isishonile. but lelodamu is not even deep
Cela nichaze kabani 🙏
Kudingeka ukufunda idiving .yibona abakwazi ukungena ndaweni ezinje.
Hayi amadamu awalungile shem amanzi nje Fuze siwesabe
Kubuhlungu ngegani zethu ngoba me zitshelwa azizwa kodwa kubuhlungu kakhulu ukulahlekelwa ingane ngalendlela.amanzi ayingozi ngoba kuyenzeka uwathole emancane , kujike uvele uwabone ebamaningi ngesikhathi esincane ngoba abanikazi bamanzi banemikhuba yabo nesikhathi sabo.asihlonipheni amanzi
Aibo kunedam elingaka eShowe😳😳😳😳
I never knew wayetse
Amanzi angaka jesuu babhukuda kanjan abantu kana🤔
Eih abantu abamhlophe njelaba shukuthi Kade kwakufanele iyemanzini😢😢 kwabuhlungu
Akebezame ukufaka nocingo libiyeleke idamu
Kanti kwenzenjani Zulu🙆🙆🙆😭😭😭zahamba kangaka izingane namanzi lately
Waze way'beka kahle lobhuti onolwazi olujulile.
Syabonga bab Msweli
Sibonge Msweli umsebenzi wakho uyabonakala
🤭😥🤝Mfoka Msweli ngikuvumile Ngwenya...😔
Siyabonga unkulunkulu mabaxole
Akuyekwe ukubhukuda
Unkulunkulu ayibusise I ngwenya ehamba emhlabathin
Kwaze kwanzima emhlabeni😢😢
Nangakithi eMzimkulu uma uvakashile isilwani samanzi siyakudla
Yooo kubi
😢😢😢😢😢
Mhhh😢kwaze kwabhlungu
@Julie Ntuli uyayazi lendawo oe?
10:40 ngaze ngasaba😢😢😢
Nongalo baba ave usebenza kodwa ngisho kweliphi ihlathi limnyama uyangena BC's sebenzela muntu wakini
kubuhlungu cha amanzi ayabadla bantu konakele😅
Kwaze kwabuhlungu...
Eyi koda bakithi abantu abaziqhelise namanzi bakwethu
Mr Ngwenya
Uyisibusiso emhlabeni Msweli
😢sakhula sibhukuda imifula ibingenayo lemgilibgwane kazu konakalaphi ngemvelo mase sithathwa yiyo lula so
Kwanzima jehova😮😢😢😢
No sound
Swimming ayqale emazingeni aphansi ...eykoleni zabantu abamnyama ayikho nhlobo sport se swimming...uyfica eykoleni zabamhlophe kuphela....ukuze kusizakale umphakathi ezimweni ezinjengalezi
Noma ukwazi ukubhukutha...indawo enjengale hayi. Uyahamba..
Inkinga inamadwala lendawo ayashibilika namatshe ngeke ulunge la noma ukwazi ukubhukuda
Msweli🙌🏾
Kwa buhlungu 💔💔💔
Inyoka elana ngyayazi, sake sayibona ithamele ilanga
Thank you
Likhulu kakhulu lelidamu liyesabeka kakhulu
Ngakithi idamu elikhulu phakath kweShowe Melmoth iPhobane
Syabonga baba
Uxolo💛
Ngase khaya😭😭😭
Baba msweli
Lihle elidama kdw liphinde libeyingozi
Kwaze kwabuhlungu
Awu Kwaze Kwabuhlungu Ukushonelwa Ingane Ngendlela Embi Kanje
Sibiza ngokuthi Mlalazi Dam
Aiy nkinga lena muntu lahleka kanjn lana kusobala nje
Mmm bab' uMsweli ngiyathanda ukubuka ama video akho kodwa ngikhala uqala uze uqede ngenxa yokuzwela kakhulu kodwa nje uThixo asigcinele wena uwusizo kakhulu emphakathini
Akuyekwe kubhukuda imfula isiyingoz kwakub cz umama bengafun
UMlalazi uyingozi..unezinto zakhona..OWANGAKITHI LOMFULA . DUDUZEKANI..SIYABONGA KUBA TSHUZI
Sasishaywa thina masithi sobhukuda athu Mama kunabantu abangabuyanga kulowamfula ngasaba till this day, manje labantwana abalaleli unfortunately
💔💔
Sad news they must put fence in it😮😢
Kubuhlungu
Kunzima ukuhamba nedlozi ungazi bese ungena engozini
Isimo Sibi kulezi nsuku amanzi aseyingozi kwawona, izolo langisebenza khona kuminza ingane Ku swimming pool abanye bebhuda akubonanga muntu.siwabhekile ama camera ishone phansi for 5 minutes ishone ebusuku. Niqaphele bafowethu amanzi aseyingozi
Kwaze kwakubi 😢
Mina ngicela umndeni wenze izimfanelo balande umalume ongazange alandwe ngoba bazohamba ngobuningi Uma bengamlandile umalume sekuyingane manje sekumele babalande bobabili kungazo hamba omunye futhi May her soul rest in peace bakithi kubuhlungu n the mother said it yho I M so sad guys u didn't say hw old is the child.aslong as nimtholile syambonga mthakathi UNkulunkulu anibusise nisebenze Kahle.
Awu iyangethusa le yokuthi bazofika ekseni abatshuzayo