@@khululekomjaja4906 iqiniso vele liyababa umuntu ongenamfaz angeke anikeze I advise indoda enomfaz ngokwesiko lamazulu umfana nje akaykhulum indaba yabanumzane sewngazkhohlisa ke wena lento yakhe I right for abantu abajolayo lensizwa imbeke endawen yakhe nje umatifane
This man is the one who disrespected his brother's, he didn't only disrespected his brother's wife. He's saying he's following the tradition but what he's doing it's not tradition at all, it's his will. His brother left a wife in his house, now he has chased away his brother's wife. The tradition is not anyone's will, it's a custom.
Exactly but sister she have a right to fight him according to the court this brother he don't have a right to do that he must go to work that house belongs to the kids
Well dressed Mr Magubane,i liked how mr Magubane behaved, cool and collected,no swearing he accepted tht he was wrong and he should do things in the right way
Matifane I like your discipline, calmness and self control that you have with all this guy has said to you but still you manage to remain calm keep it like that
Sisi yaz la udlala nje ngeskhathi sakho.lomfana ongumyenu wakho wakudelela from day one and futhi nje ngeke usayitholA respect kulomfana owakuxosha emzini wakho.
Bhuti pls respect our presenter HIS a gentleman
Women to Women, we need to support each other, is not fair to Umajolo 😢😢
Waze wadelela bhudi akha owakho umuzi nnidlala ngalo cc kodwa ❤❤
Matifane I like the way you handle things always cool calm and collected 🎉❤❤❤❤❤❤❤you rock
Laze sebenza kangcono amuhla kunobuxiphixi akajwayele kubenza
Uyeyisa kwa Matifana wethu Lo uthi ufuna ngimithise Wena yin😂😂😂😂
EY uytholile nduku Matifane today ngzengakudabukela . Bt ukwazile ukwehla Big up for that❤
I have got so much respect for you Matifan, you are educated, you know how to handle a dull person. 🤞🤞🤝🤝
Ai BOY! ungu Ndlovu kayi phikiswa nge mpela awuse mchane mxm 🫣 🤭 # be strong Matifane iyadelela leh mbungulu i love the ending💃
Cha akadeleli umtshena iqiniso ezinye izinto zdinga ukxazululwa abantu abazaziyo umshado lo akuwona umjolo wama 2k
Awuyazi nwe lento oyishoyo umfazi kamfowabo lo naye akanamfazi
@@khululekomjaja4906 iqiniso vele liyababa umuntu ongenamfaz angeke anikeze I advise indoda enomfaz ngokwesiko lamazulu umfana nje akaykhulum indaba yabanumzane sewngazkhohlisa ke wena lento yakhe I right for abantu abajolayo lensizwa imbeke endawen yakhe nje umatifane
@@khululekomjaja4906 wena ngoba awaz lutho umfaz wengeno lo usewumfaz wakhe
@doctorradebe1254 Ngumsangano wodwa lento oyikhulumayo mawungena unkosikazi kabhuti wakho usuke uzobheka ikhaya not wendze umsangano wodwa ngoba uthi uyindoda
Wanele yikuku yakhe silimandini ngoku uyambhedela
This man is the one who disrespected his brother's, he didn't only disrespected his brother's wife. He's saying he's following the tradition but what he's doing it's not tradition at all, it's his will. His brother left a wife in his house, now he has chased away his brother's wife. The tradition is not anyone's will, it's a custom.
Kungani umndeni ungangenelelanga kulobuduphunga kwalesidididi okukhombisa kuthi nabo labo auntie abangaganile abamthandi ukotiza ngoba lo magibane akahluzekamga la ekhanda uxosha umninindlu kwakhe yisiwula sangempela lesi uhlulwe yini kuthi akhele loyo ncane ikwakhe
Qhalaqhala le nsizwa wayona ekuqaleni akangenwa umfazi kabhuti omdala, angenwe umfowabo omncane👏👏. Yindelelo leyo emadlozini🚮 ahleli kuleyo Ndlovukazi yegceke. Ichilo nje
Lobhuti ubefuna ifa likamfowabo kamthandi lomfazi
Yo hhayi kunzima ungena owomfowabo nje uphi owakhe?
Nam ndaphantse ndenziswa lonto ngabazali ube umntu unhazange wamcinga ukuti ningaze nilale ngengubo enye cha zange kwenzeke kum
Exactly but sister she have a right to fight him according to the court this brother he don't have a right to do that he must go to work that house belongs to the kids
@@phililekhumalo6175 qiniso njee kuyasho usuke engajulukanga emshela kusukela ekuqalen
Injalo wayefuna ifa
Matifane my son , uyasebenza sure bigup to you 💃💃💃💃
Ngaze ngasthanda isphetho noma bengicasukile nje.syabonga bafo uhlonipha amathongo buyisela umama ekhaya kube noxolo
Oh i love happy endings🎉❤.
The best episode ever wavumake udlala matifane bamtalabhile wafa ngumtalabho
Sbonge kumtshonitshwa hayi inamagama endoda impela awukhule umuzi kamajole
Into enganamsebendzi leyo iphuma kumuntu ongenanqgodo
Nalobhuti akafundisekile usaphila ngengcindezelo ukuhlukumeza lokhu indlovu ayiphikiswa
Ngiyakusalutha mfowethu kwesinye isikhathi uhlangana nezinhlanya zabantu we thank u ngendlela ophansi ngayo ukubhula umlilo OSHA ubuhanguhangu salute😂
Ngihamba nawe Magubane Mawakhe Matifana😅😅😅😅
hhay nam ngimnakilek impel lapho cha angiyfuni ingane eyintombazane@gugupriscilla2248
Ingane ezikabhuti owashona
Well dressed Mr Magubane,i liked how mr Magubane behaved, cool and collected,no swearing he accepted tht he was wrong and he should do things in the right way
Bafo khupha intombi yakho emzini womfowenu . Uhambe uyokwakhela leyo ntombi oyoyakhela eyawo umuzi finish
Yiso leskhohlakali Se Ndoda esabulala uMfowabo afuna amafa ..uyinja Skhohlakali seNdoda phuma emzini kaBhuti yakhowakho umuzi nxan
Ewu!wazuzani uKhayini 😈
Khayini uqobo lwakhe!
Phuma emzini kabhuti wakho, yakha owakho
Hai bo umkhiphelani emzini wakhe, wena yakhela unumber2 umuzi wakhe akekho luhlaza nidlala ngaye nomndeni wakho
nami ngibona kanjalo kwakumele akhele lona omusha umuzi . lobhuti uyena owabulala umfowabo ngoba enomona kwakumele amyeke ahlale endlini yakhe ucc aybo isonakali sendoda lena ingumbulali
😂😂😂😂Ufuna ngimithise wena yini Matifane iyamitha yini indoda
Let's cultivate a culture of liking a video before we watch, it's very important!!
Very true ....and it's free to like bakithi
Reason 🤣😂😁
@@kphmkt4575it helps the channel to grow.
Is that a culture yjoo hay sisi
😊😊😊😊😊😊.7@@zosibiya1398
Im so in love with the Zulu language😂😂😂
Matifane I like your discipline, calmness and self control that you have with all this guy has said to you but still you manage to remain calm keep it like that
Noma kunzima nje😢
Eish ya u nesneke u matifane
Kambe abanye abantu bafuna ukuhlonishwa noma bebheda lomfana uyahlanya lo awukwaz ukuxosha umfazi kabhuti wakho omdala.kukhomba ukungamhloniphi umufi
waze wayithol' induk' uDlala Matefane today. watching from kwaBulawayo, kwelikaMzilikazi, Zimbabwe
Sisonke
Weee Matifane waze wazehlisa🙏lendoda inomlomo ,eyokungenwa mmmh
Lendoda isigebengu wayefuna IFA akamthandi akajuluke akhele isifebe sakhe wamasimba
Akapume okokela lo senethezekile emzin womnye umntana
To us who are invited by notification 🥰😮
🎉🎉🎉
Sisi yaz la udlala nje ngeskhathi sakho.lomfana ongumyenu wakho wakudelela from day one and futhi nje ngeke usayitholA respect kulomfana owakuxosha emzini wakho.
Lobaba ukhuluma kakhulu ngathi wumfazi awu ngeke ngiyimele indoda enje yilokungena umfazi kamfowabo iyhoo lamasiko kwesinye isikhathi ayabheda ngoba uzothanda umuntu ongezanga ngaye lendoda yisidwedwe sendoda😮
Udephume mathe 😅😅
😂😂😂😂😂
Mofi unezote
Yooo yazi uyadelela lomfo kgah as for ukudelela I presenter yoooo
OkamaJola makambophise ngoba lowamuzi okabhuti
“Kodwa bhuti wase ungitalabha kangaka” 😂😂
Cha bhuti vuma wadlala ngomfazi kabhuti wAkho uzumakhele umkhukhu pho
Ngizwa ngicikeka uyathanda ukuphosana amazwi aziswana Lo Magubane anyway big up matifane to Handle situations
"Uhamba phambili njeng umchamo wasekseni"😂😂😂ey iyakhuluma lendoda...watching from PARIS 🇫🇷
Kkkkkkkkk
Iyedelela 😂😂
😅😅umthetho ongasile lo
Nangu esho nomkakhe ethi ukhuluma ewe yena ewumfazi 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂 Ubhebhenene lwentshebe yamtalabha
U right umjita kuphela fanele embuyise endlini kamfowabo mase akhela umfazi omusha indlu.
😂😂😂😂
Cha bhut musuhlakaniphela umka bhut wakho,ngeyakhe indlu washiyela ngumyeni wakhe,musumukhipha endlini yakhe .yakhela lentfombi yakho lomjondolo hhay kudla emandla emfowenu.hamba bhuti usebente wakhe wakho umuti hhay kudla emandla abhut wakho
Wena Magubane uyadelela phuma endlini kamfowenu abuyele endlini yendoda yakhe bese eyakuyeka nawe uqhubeke nentombi yakho wena ningene kulomkhukhu ofake kuwo ukaMajola finish nje
9@@HlengiweNdebele-o2z
Ayikho respect edurban kugcwele ubufebe bodwa
Iqiniso lit akaze umthande vele magubane okamajola,1 awumshelanga
2 akaze ukumlobole
3 waphoqwa ukut ngena ngoba selotsholwe sekudlule ubhuti wakho
4 awunamuzi webhuti okabhuti wakho nowadlula esezoshada naye,kube wumuzi wabo.mungasamthandi hamba uyokwakha umuzi wakho bhuti uyeke udoti owenzayo.lento ize ibe nje idalwe wuye lomagubane ozenza indoda engadodile
❤❤❤❤
Futhy akadodile neks nje nd yena uzitshela ukuthy uyindoda indoda engena muzi wayo mxm uysdwedwe mfowakithy fuseg
Ndoda the question is. Wamkhiphelani endlini eyakhiwa isthandwa sakhe. ? Phendula lokho kuphela
Waze wayibhimbi umfana Bo..wenzeni umatifan sdwedwe? Cos uyolungisa lomsangano wakho
Udakiwe wena mfana,why taking this lady out of her house 😢
Dlala matifani mphathi ,Mr next big thing in the Word 🎉🎉🎉
😂 bahlezi bekutalabha Matifane kodwa uyangichaza umane uzehlise big up nge Patient 😅
This is too complicated.
This boy has no respect.
He thinks that he is Zulu almighty.
He is stubborn.
Facts
I will rather be single than marry my husband brother especially if I don't even love him.
He think he's a mighty Zulu man for real🚮
Very true
Facts. Zulu Almighty😂
Eganga umuntu umkhipha kanjani umuntu emzini awakhelwa indoda yakhe umakhele umkhukhu ayikho lento yakho Nkomose lomfazi wesibili makhele UMUZI WAKHE njengoba uthi ufuna elakho igama manje uphazamile nje kakhulu aksizi ukwazi ISIZULU kodwa ungasenzi😔
Yey! Iyakhuluma nayi indoda bakwethu, ay ngeke. 🤣🤣
Waze wadelela lomdondoshiya wenja yakwa Magubane unenhlamba kungani abize u presenter ngo bhebhenene wentshebe ukweyisa konke lokho uMagubane naye u nemilenze evuvukele sengathi ubetinyelwa izinyosi nobuso obude sengathi ubuso behashi fusegi Magubane unempakamo engathi shu ..
Nizosibulala ama comment 😂😂😂
Ai amehlo ami awapheli elenzeni evuvukele😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
Lol usile no present 😂
Sbozi senjan le #Magubane🚮🚮doti
Syabonga matifane kodwa zikutinyele inyosi😂😂😂😂
Khipha intombi yakho endlini yomfaz finish bt ibani nenkonzo yokwehla nobabili
Uyabeda wemlisa ukhuluma nje umsangano wodwa, uyabeda ndoda, lungisa indaba zakho.
Bhuti you are wrong you not supposed to bring the woman in your brother's house. We all need respect even if we are dead
Lo Bhuti usile lona,umthatha kancane loMfazi and wayengamthandi nje nhlobo,waphoqwa usiko lakubo nd uzitshena kuth isiZulu usphethe uzomdida ngaso lo sisi...
Uyadelela lobhuti 😮
Ngempela kuhlangana kanjani akasakheli ngani isthandwa sakhe esiqondene naye umuzi wakhe ungenaphi umuzi kamfowabo ngoba umfowabo wayakhela umfazi wakhe uyanyanyisa lobhuti
He realized his mistakes, willing to reconcile and is happy to have his wife back. This is a great wife. We all make mistakes.
Lombemu uryt yilo wesifazane usile too much akahloniphi sdalo
One of the best episodes I've watched from the channel. Ngifundile impela.
Cha uluhlaza kodwa uMagubane ukwenzeni nje uMatifana ikhuluma noma ikanjan
Um happy 🎉🎉 will end result thanks UjoloShow for bringing family together
Khipha intfombi yakho emzini wemfowenu unomona nenhliziyo embi bhuti
Ciniso eliphelele
Ungcolile
The guy he is wrong to kick the lady out in his brother's house indoda should have built a house for his wife!
Dlala Matifane ❤❤❤ watching u Matifane from Chicago
Saze seyisa lesdwedwe ...soghoqomba .....lomfana ....ngoba phela akusiyo indoda le ...akunabusoka la ..lento iyaphahluka ..aphi amadoda ....AYICIIIJE lento
Matifane uyakhumbula wake waba uyellowborn ngelinye ilanga😂😂😂😂😂
Matifane ngiyakhuleka! UMagubane akanamfazi akazeke owakhe amakhele umuzi. Lo okamfowabo nezingane . Akaqale axolise kwithonga lakubo , kuyise kumfowabo . Uzokhula Matifane usemncane
Aw Matifana ......mumithise lomfana😂😂😂😂 naye akayona indoda akalobolile ukuqhoshela ngomka mfowabo.
Lobaba ukhuluma isiZulu kahle. The host must appreciate that, there is culture and in culture kunemugomo. Great show.
Kodwa I culture ayisho ukuthi lobhuti akafake intombi endlini yomfowabo ayakhela umkakhe
Ngabe kusayisizulu yn lesi esithi akafake intombi emzini kamakoti awakhelwa umyeni wakhe 😮
Siyabonga udaba❤ luphethekahle belunzima
Bhuti akuyena umfazi wakho loyo kufanele utsatse owakho,umkhiphelani endlini yakhe ayakhelwa yindonda yakhe uyaganga ,buyela ekhaya sesi utitfobe.
Uyiqhwaga bhuti wabantu
Ungaxhaphazi umphathi Magubane khona into ongayenzanga kahle kuloludaba
Wabekwa endaweni umphath wohlelo namhlanje😂😂😂😂 great job Mr presenter
My brother please build your own house for your new wife 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Waze wanginyanyisa lobhuti umkhipheleni emzini wakhe
Yini ungakhi owakho umuzi wena lithilithi lakwa Magubane.mbungulu ndini.
😂😂😂😂😂 wamtshela yong
😂😂😂😂
Wendoda awakhi ngani umuzi wakho Cha ukhohlakele
Waze wameyisa bo umatifane mxm
Akumathuna akumathuna azophumaa laaa😭😭 impilo usiko akuphilwa kanjee.
Kumnandi kodw kukholelwa kwisintu 👏
Woza naye udarlie
Kumnandi kodwa yekela kuhlukumeza ingane yabantu ngoba isintu sithi ngeke ulethe unkosikazi ekhaya lakho special lana akanamuzi lona akafutsege ahambe akhe umuzi wakhe
Singaboni kusasa sekulethwa wena ohlelweni lwakho sewuzolungiswa😂😂😂kodwa uyasishaya ispan sakho wakutalabha umagubane😂😂😂😂😂🙏🙏🙏🙏❤
Bhuti respect our presenter,hes a professional,,,,
uyinsizwa Magubane, uyinsizwa ngane yakwethu... ukhuluma njenge ndoda. Phakama Nkomose 😂😂😂😂
Ufuna umithise yena azokubona ba nawe uyindoda😂😂
😂😂😂😂
Mfwethu ngikwenzeni ngikone ngani dlala matifane😂😂😂😂
Nawe nje unamabele alingana nawo Skwiza bakho😂😂😂😂
😂😂😂
Nje😂😂😂😂 manje sengize ngibheka nawami
@@gabisilengwenya-mu7gi 🤣🤣🤣🤣🤣
SHuthi amawele😂😂😂
😂😂😂
Dlala matifana best presenter❤
Imbungulu uzenza indoda endawakhanda umuzi
Kubi xem
Uyangisolisa lobhuti ekushoneni ka bhuti wakhe, wayefuna umuzi kabhuti wakhe
Uyindoda Nkomose...manje wena sisi labo-anti obathuka ngamabele amakhulu awakho angakanani
Nami ngibuka awakhe bo😅😅
😂😂Ei niyahlekisa yazi@@hlengiwezondi405
Kahle hle uyadelela lo bangenap osisi
Inoba alk mhakhulu kakhuuuuulu abo cc bakhe🤣
Ususa impi engakafiki kwalapho efuna ukubuyela khona
Aybo kwawena bhut uguhile nje awunamdaz okabhut wakho lo wena usakipitisile manje sewufuna ukfundisa upresenter wethu ukuthi akhulumeni ayekeni aybo 😂😂😂😂😂😂
Yey iyakhuluma nansi indoda sies
Ufuna ngimithise wena yn 😂😂😂,kodwa Matifana uyayibaxa
I'm watching from Middleberg mpumalanga province 🎉🎉🎉
Nami Middleburg
@@DeliMhlanga🎉
😂😂😂 kodwa bhudi Matifane😂😂😂uthi ngilazo ingane ufuna ngimithise wena😂😂😂phendula Magubhane❤😂😂
UMagubane Kwakumele alubeke udaba kumakoti kamfowabo ngoba vele yena kaganiwe umfazi kamfowabo yena kwakumele am tshele makoti kamfwabo kuthi sazoganwa angenzi ngalendlela enza ngayo
😂😂😂😂 Yingqwela leee aymyekanga umphathi hlelo 😂😂😂😂
U Bhuti makaphume Ayokwakha umuzi for u mamawesibini not Akhuphe u mama emzini ka bhuti wakhe😢
Ewuuuuu nalobhuti yoooo uyakhuluma
No sis ngala akathuli yeeeer kwavele kwaba yisebafatini😂😂😂
Mina nje ngbuka buhle buka Magubane smakade bengsazibuza kuthi kwakwenzenjn ngalomama , cha sengyezwa kuthi cha okabhuti
Uthatha umfazi kamfowenu nomuzi wakhe,,,uphi owakho umuzi,,,,,,,,,,,,,,udla konke,uyisahluleki
Imilenze ka Magubane❤❤❤
Mihle & fresh❤ naye muhle kuth nje uyahlanya
Ngiyibonile ngayziba ngicikwa ukubalhlaza kwakhe
😂😂😅😅😅yaze yeyisa indoda wemalo...kodwa matifana waze wavelelwa yoo..ithi ukhumbula ujeqe nenyama yangaphakathi yakhe
Bhuty uwrong hamba nje ukhiphe lowocc emzini kamfoweni kukweyisa lokho
Akadeleli go lombhemu 😫
Cha yi xili lendoda leli makayo sebenza asebenzele umkakhe lomusha .Noma engeke asaya embedheni kaMajola but amuphe amalungelo nge zinto zendoda yakhe.
Lomkhaya Lona uyadelela mmx
Ay bhuti akha umuzi wakho not umuzi kamfwenu awwww uzbona uyindoda ebhedayo egade amafa
Magubane😂😂😂😂 "indaba zabo mnomzane, zeyi nduna, akusi yindaba zaba fana" 😂😂😂😂
Magubane✊🏿✊🏿✊🏿✊🏿✊🏿
Ngaze ngakuthanda kaMaJola uyalimela into yakho hyi indaba yokuthithizela indoda,sibonge maGubane ngokwehla noma ubuphakeme kangaka
Yageza lobhuti uhambaphambili nje ngomchamo wasekuseni😂😂😂😂
Uyahlanya lobhut uth akashuqulile wamkhiphela znkom ezngak