Bese kungathi ngishade nomshana indoda ibhungukile ngagcina sengimnika🍑| NGABUYELANI EMENDWENI??

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 янв 2025

Комментарии • 67

  • @NomusaGloria-d3d
    @NomusaGloria-d3d 4 дня назад +30

    Imibuzo yakho Lungstar ❤ kuyasho ukuthi niphekekile kwa Blaqlife

  • @lwandisemajeke7172
    @lwandisemajeke7172 3 дня назад +11

    Staying apart from married couple always brings trouble, trust me I refused my Stepmom suggest that I make my wife live with her in Eastern Cape as years go by I don't regretted nothing💞🐻💟🇿🇦✌️

  • @LungileBhengu-l8j
    @LungileBhengu-l8j 4 дня назад +11

    Yes gal sikhuphuka ngoshuni kamshana ngoba uncle udlala kancane❤

  • @FriedaMothibe
    @FriedaMothibe 3 дня назад +16

    Although it was wrong...bit you were lonely and feeling rejected by hubby.

  • @EnocieLytwell
    @EnocieLytwell 2 дня назад +3

    Love your shows cc but try to tell ur visitors to open there mouth ngoba abanye bakhuluma ungathi baphethwe izinyo ..we can't hear fokol.pls but great show always

  • @NkosinathiMajola-m7o
    @NkosinathiMajola-m7o 4 дня назад +8

    Yeyi Sisi mawshadile awhlukani nomyeni wakho lapho eyakhona uyakhona ngenxa yeskhathi samanje kumele nihlale nindawonye ukuze angabikho ozolingeka njengobanje walingeka indoda yabanephutha bakithi lento yokugada omamezala kwagcina ngomama abazala thina lababethu khohlwa

  • @BellaMatshele
    @BellaMatshele 4 дня назад +11

    Amadoda they are very selfish lendoda yayilindele ukuthi enzeni.Kahle ,Kahle lobhuti wayefuna umuntu ozonakekele umama kuphela ubengena Thando not at all kucacile nje,for a mere fact that he never considered ukuthi usisi has been taken care of his mother.
    Iam not condoning ukuthi ube right ngokuthandana nomshane ,she was young and having feelings

  • @busisiwemattaka
    @busisiwemattaka 4 дня назад +8

    Ubuzokwenzan cc ubekushadele yena umshana phela ubethi wenzen vele

  • @benedictkhulekanimqadi1457
    @benedictkhulekanimqadi1457 3 дня назад +3

    Noma wenza iphutha Sisi, kodwa lento yokushiya umfazi emakhaya yayinkinga nasenandulo omkhulu bekoMaGoli omahlalela babezenzela. Igwemeni uhambe naye umkakho.Sikufisela inhlahla.

  • @JZKhoza
    @JZKhoza 2 дня назад +1

    Wangasabuyi ,engasabambi iPhone,engasafaki imali yokudla uhleli ekhaya kubo.angisho ukuthi wawuright but kuzomele uzixolele cc wayevele engasakufuni nje

  • @phindymadonsela4669
    @phindymadonsela4669 3 дня назад +2

    Nedi go sokumcenga besingekho cc ubesejola VELE wenawaku shada as ineni lanina which is wrong cc QHUBEKA NEMPILO U A STILL YOUNG PRAY 4 HEALING FROM GOD❤

  • @hlengiwemakhathini1669
    @hlengiwemakhathini1669 3 дня назад +3

    Wena washadelwa ukuba umfazi wasekhaya ugade umama,yena wayezihlalele nomunye eGoli...hlala nomuntu wakho eduze uma usamthanda

  • @PhumlaniSithole-c4t
    @PhumlaniSithole-c4t 4 дня назад +12

    Ngeke ngikusole sisi shuthi wawushade nesthutha sendoda

  • @LindiweMlambo-s7f
    @LindiweMlambo-s7f 5 часов назад

    Angikusoli wenzakahle cc buzolamba kubeyinn

  • @zakithimaseko9774
    @zakithimaseko9774 2 дня назад +2

    Lobaba beside ubengakuthandi yena, ubeshade I girl not unkosikazi, wayekufunela umawakho, azange asakucabangela beautiful lonely and you were still young don't blame yourself, bekyi trap le, ubengasakufuni

  • @fani8688
    @fani8688 3 дня назад +2

    Umbhedo nje lo. Indoda njengenhloko, kwakumele ikhokhele umuntu ozogada uma wayo. Yona ihambe nomfazi wayo baye goli. Period. Muyindoda iba indoda, ushiye kini uyohlala nomfazi wakho. uma usawumfana, phuma ezintweni zabantu abadala.

  • @SibusisoJele-w7k
    @SibusisoJele-w7k 3 дня назад +2

    UshadeLani uma ungakabi ready

  • @NompumeleloTyakala
    @NompumeleloTyakala 3 дня назад +1

    Musake ukuthi ungawase Newcastle umusha igama labantu bakhona 😢😢

    • @thobilemtshali359
      @thobilemtshali359 2 дня назад

      Nangu usisi esethi ungowaseNN esenza abantu ababi bo😂😂😂

  • @Linda_n3p
    @Linda_n3p 3 дня назад +2

    Hubby didn't tell you the truth why he neglected you. He wanted a closure but he never gave you a closure , its unfair but you have learned to be a better person.

  • @JeffreyMthethwa
    @JeffreyMthethwa 2 дня назад +1

    Empeleni nje awumshiyi yedwa iskhathi eside umakoti ikakhulukazi uma esemncane ngoba igazi lakhe lisuke lisagijima kakhulu hamba ulokhu ubuya noma ke nje kanye ngenyanga ufike Friday Sunday ubuyele emsebenzini ukukhombisa nje ukthi usekhona futhi usamthanda ngoba ave befuna ukuthandwa abantu besifazane so guyz qaphelani

  • @charlesmonama4514
    @charlesmonama4514 4 дня назад +6

    But why Lungsta umbuza igama, isbongo nendawo while esithiwe ubuso?

  • @timothyMthembu
    @timothyMthembu 3 дня назад +2

    Wenze kahle wanika umshana kunokuthi uphumele ngaphandle

  • @siyabongangcobo-ol4vr
    @siyabongangcobo-ol4vr 4 дня назад +6

    Khona u cc waba wrong kodwa nomjita futhi u wrong why ushade ingane yabantu uphinde uyishiye 😢

  • @ngubanentombikayise9488
    @ngubanentombikayise9488 2 дня назад

    Mina i refused ukuba umakoti wasekhaya ngoba ngasengibona ukuthi uyinhlobo ethanda iziketi

  • @wisemanmajola6487
    @wisemanmajola6487 4 дня назад +10

    Ey amadoda, siyadlisela sometimes, awumbhebhi ngani umfazi wakho slima sendoda

  • @tabisamlata
    @tabisamlata 19 часов назад

    Futhi gal wasebenza kakhulu,umgadile mama wakhe engakuphi imali kodwa uzama,I don't blame you love😅

  • @DuchessofSA
    @DuchessofSA 3 дня назад +6

    Blaqlife why nifihla abantu ubuso then nibabuze amagama,surname nendawo ? It doesn't make sense

  • @mbusozulu7928
    @mbusozulu7928 2 дня назад +1

    Kungcono ukukipita kunomshado usukele umqwayizi umkhiphele amalobolo abafwethu kumele bavuleke amehlo manje ayikho into elungile ngomshado izinja lezinto ziyafana zonke futhi zehlisa ama panty ziwafakile ama Ring

  • @RELAXLAB-z8g
    @RELAXLAB-z8g 4 дня назад +9

    Lendaba yokushada bese ushiyiwa no mamezala ayiwakhi umuzi ngcono niqashe munto zoganda abazali!
    Abashadikazi mele bahlale ndawonye ngaso sonke skhathi!

  • @KhethiweKhetha
    @KhethiweKhetha 3 дня назад +1

    Manje usafihlelwani ngoba igama nesibongo sesivezile,abamaziyo bazomazi

  • @sphedonda6694
    @sphedonda6694 4 дня назад +1

    Ngkhona cc ukuthi ulungise amaphutha.

  • @NtuthukoButhelezi-vt8nd
    @NtuthukoButhelezi-vt8nd 3 дня назад +1

    Kazi uma umuntu mayegana usuke engayile yini ukuyokwakha umuzi yingakho kubalulekile uma usungana ugezwe ngenyongo yembuzi ukugeza insila yamadoda oke wambhatha nawo ukuze iphunga nokungazi phathi kahle kungavuki emendeweni nesimilo sibalulekile

    • @hlengiwemakhathini1669
      @hlengiwemakhathini1669 3 дня назад

      Yayiyobuya nini ukuba kayisibonanga isthombe bebambene...kwakwenzeka kuqala lokho indoda ihambe iminyaka ...lo yayimxhaphaza nje ezogada uMah wakhe...akukho muntu ongafuni ukulalwa umyeni wakhe...worse ingasamondli...maaayeeee

  • @jabusikhakhane1465
    @jabusikhakhane1465 3 дня назад +1

    Yinindaba nifihle ubuso bomuntu, kodwa nithi akazisho igama, isnongo, indawo avela kuyo, kumina this is NOT make sure, anyway that's just my two cents opinion

  • @khosindlovu4825
    @khosindlovu4825 3 дня назад +3

    Waze wanebhadi umshana ngokuhamba kumfazi wakhe...Awukho wrong cc lento ayidli uphuphu/ipapa!

  • @lainahmapolisa7588
    @lainahmapolisa7588 3 дня назад +2

    Wena wa uqashiwe nje futhi ungakhokhelwa. Ungahlala kanjani isikhathi eside kangaka uwedwa yena ebusy eGoli futhi engafoni, engathumeli imali. Kwakumele ulambe esiswini nasembhedeni. Angeke. Vele lento yaingasekho, ungazisoli.

  • @JabulileMndaba
    @JabulileMndaba 4 дня назад +3

    Kodwa indoda yakho nayo yangacabangeli sisi

  • @Mzee.076
    @Mzee.076 5 часов назад

    Yazi ukube uAsanda uyihhashi lomjaho, bengizobheja ngaye, ngiwine futhi.

  • @NonzuzoDlamini-k8s
    @NonzuzoDlamini-k8s 3 дня назад +2

    Lo bhuti wayevele senomuntu egoli

  • @BongephiweMkhwanazi-tw3xz
    @BongephiweMkhwanazi-tw3xz 3 дня назад +1

    LENDABA INGENA NGAPHANSI kWASIPHI ISIHLOKO....NGIYAZIBUZELA ??? NJE.....

  • @tso7778
    @tso7778 4 дня назад +8

    Usisi can start a life again in Vosloorus

  • @thandekamanyoni4263
    @thandekamanyoni4263 4 дня назад +4

    Kubhlungu khona ukunganakwa,kusobala khona owayesenakiwe,angkusoli kakhulu

  • @SiphoXaba-vb3vf
    @SiphoXaba-vb3vf 16 часов назад

    U single kanjan manje ngoba sekmele adlebelekeke?Umshana ubum'hlabisa ekben evel engek akshade sekmel umhlabiseke manje ngob usuFree usuth akphele

  • @NzukisoLungu
    @NzukisoLungu 3 дня назад +1

    Ay suka nina besifazane hlez kunesizathu uphathwe kahle unikwe imali ufebe ngoba awoneli swa embheden ay fusegan

    • @NduduzosibusisoMkhwanaz
      @NduduzosibusisoMkhwanaz 3 дня назад +1

      Nani niyafeba nifebiswa ukunganeliseki

    • @anelejili6894
      @anelejili6894 3 дня назад

      Imali ayiwakhi umnden
      Nd if awukwaz ukmel ubudoda bakho vele umfaz uzokshiya

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 4 дня назад +2

    Still anilaleli why efihlwa uma nisazothi azisho

    • @noma40_ngwenya40
      @noma40_ngwenya40 4 дня назад

      Iqiniso lelo, njalo umuntu nxa umazi umzimba wakhe nelizwi lakhe you will definitely identify it

  • @gcinamagadla-mg8ym
    @gcinamagadla-mg8ym 2 дня назад +1

    nimfihlelani uASANDA??

  • @QamataShange
    @QamataShange 4 дня назад +1

    No comment.
    LUNGSTA WETHU ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
    We listen we don't judge

  • @SBONGSENIMSOMI-xc1qf
    @SBONGSENIMSOMI-xc1qf 3 дня назад +1

    Ay wecc mele ayeke uphuza qala

    • @hlengiwemakhathini1669
      @hlengiwemakhathini1669 3 дня назад

      Uzolalwa ubani ke engasaphuzi,akasondliwa njalo...lendoda wayivusa emaqandeni umshana...iphinde futhi ithathe omunye izonunusela umshana iyohlala eGoli ,bese ingasamondli...uzomondla umshana strong

    • @makhosingcobo8452
      @makhosingcobo8452 День назад

      Walahlekela into engekho vele cc akekho umuntu okthandayo okwazi ukuhlala engakuboni engakfoneli engathimeli mali ube umgadele unina nizele nengane ekwazi awsebenzi ai ungazisoli nje kakhulu yebo kwaba kubi owakwenza kodwa umyeni wakho pushed you to it ngamabomu

  • @BuliswaBulie
    @BuliswaBulie 4 дня назад +1

    🎉🎉🎉🎉🎉

  • @MzweMakhaye-cg5kl
    @MzweMakhaye-cg5kl 3 дня назад +1

    Mmmmm

  • @MantombiNtuli-zu5lc
    @MantombiNtuli-zu5lc 3 дня назад +5

    Aybooo shuth wayekushadel kuth Gade mamakhe 😮

  • @MADUNA-e2z
    @MADUNA-e2z 4 дня назад +1

    iintombi zikhona e kzn yazi ncela ningiphe bakithi