KWENZKALANI!!?? FULL EPISODE 13,UMBANGO WENGANE EHOSTELA KWA-MASHU

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 янв 2025

Комментарии • 1,5 тыс.

  • @siphozulu2808
    @siphozulu2808 7 месяцев назад +75

    Lensizwa ye vest ikhulile ngokwe ngqondo salute 🎉

    • @donaldmathonsi3752
      @donaldmathonsi3752 6 месяцев назад +3

      Serious he's matured bayafuneka abantu abanjengaye bayasiza kakhulu

    • @sihesihlemsomi
      @sihesihlemsomi 5 месяцев назад +2

      Nangesbhamu iyashaya ngyayazi

    • @sibusisosihiya9779
      @sibusisosihiya9779 5 месяцев назад +3

      Kodwa umuntu ocishe walimazisa abantu uGwajo , ngokungaphumeli obala kuthi baze ngani.🤝🤝🤝 ensizweni yevesti

    • @ThabileQwabe
      @ThabileQwabe 21 день назад

      Hamba eCourt wentombazane niyanikezwa ichance yokuthi nihlukasinelane amavisits

  • @aneziemazibulamadubela8593
    @aneziemazibulamadubela8593 6 месяцев назад +46

    Bhut we vest elimhlophe uyindoda emadodeni❤🎉umfazwakho unenhlanhla ngokuba nendoda eqotho kanje

  • @FanifaniwellingtonMfeka
    @FanifaniwellingtonMfeka 7 месяцев назад +98

    Mina nje ngithi big up kulababafana ngokuhlenga ingane and bayisa ekhaya ku gogo

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 7 месяцев назад +3

      Yebo kuhle kodwa ubhuti ka TK angangeni kakhulu kulendaba ngoba uzozithola abhekana nomthetho

    • @mrsdubenxasana8619
      @mrsdubenxasana8619 7 месяцев назад

      Mdu chaza bafo uzongena kanjani emthethweni eba enikeza ingane ithuba loluphila since ina 1 ishiywa yodwa ilambile ​@@mduduziMavundla7242

    • @Xolo-e7l
      @Xolo-e7l 7 месяцев назад +1

      @faniwellington yizwi lelo bafo

    • @LuhleloMlambo
      @LuhleloMlambo 7 месяцев назад

      Nami ngbona lokho usengene wagamanxa ubhuti we vest​@@mduduziMavundla7242

    • @CelaniMthethwa
      @CelaniMthethwa 4 месяца назад +1

      Abahlawule ingane bese beshaya lomthetho wabo wokuthi akangabhondi nengane yakhe aybone usuku olulodwa

  • @Njunjunator
    @Njunjunator 5 месяцев назад +14

    Webhuti we vest emhlophe,Ngicela uzilobolele mina bakithi. Ave uneqgondo neqiniso.Uyayimela intoyakho👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼

    • @ThandoRasmeni-f8u
      @ThandoRasmeni-f8u 4 месяца назад

      Woza ngikulobole mina 🥺🙏🏽😊❤️

  • @SiboneloFani-bl9kz
    @SiboneloFani-bl9kz 7 месяцев назад +152

    Lomfowethu we vesta ngithi salute uyakwaz uku understand

    • @kennethdube3755
      @kennethdube3755 7 месяцев назад +4

      Kodwa understander ezintweni zabantu ezakhe ziyamhlula ,kodwa naye lobaba wengane uyakhulunyelwa njengedlozi.he must stand up like a man. 😅

    • @dumisani4689
      @dumisani4689 7 месяцев назад

      ​@@kennethdube3755😂😂😂😂

    • @vumilekondile9484
      @vumilekondile9484 7 месяцев назад +2

      Insizwa lo Mfowethu we vest bafo

    • @bhekazulu2907
      @bhekazulu2907 7 месяцев назад

      Uyazazi yini ezakhe ezimhlulayo?​@@kennethdube3755

    • @makhosiradebe393
      @makhosiradebe393 7 месяцев назад

      Pick up white vest

  • @muhlerm4391
    @muhlerm4391 3 месяца назад +5

    Umbuzo obaluleke kakhulu kungani usis engayanga kobikela amaphoyisa cause ubhuti ufana nomuntu oKidnapile usis ngeke ngyamsola kukhona okunye angakusho la khona umuntu ongahlala for 5years ingane engazikhathazi ngayo
    Lezinsizwa zinamagama obudoda meaning bona abafuni ingane ibe nobuhlathi bukanina of which big up to amajita I salute

  • @vistom5784
    @vistom5784 7 месяцев назад +72

    Uyaphila lomfo weVest🤝

  • @Zinhle-c1
    @Zinhle-c1 5 месяцев назад +4

    WeGwajo nofela emsebenzin kodwa if awboni ngeke uphinde ubone awphephile kodwa, your work is dangerous, uphile bruu love your work

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 7 месяцев назад +77

    Umakhelwane bamthembile, kuyacaca yinkabi enkulu

    • @ThandiZondi-jl3iq
      @ThandiZondi-jl3iq 7 месяцев назад +3

      uTk inqonjwana yakhe xerm

    • @preciousnkosi2118
      @preciousnkosi2118 7 месяцев назад

      Vele its obvious engajampisi

    • @Gcite-yk7gm
      @Gcite-yk7gm 7 месяцев назад +3

      Uyasazi isikwibhisi..... kusho ukuthi umnandi ngapha kwi trigger😂😂😂

    • @vusibonginkosi9255
      @vusibonginkosi9255 7 месяцев назад +5

      Yekani ukuhambela ema Hostel bafowethu siyanithanda ngelinye ilanga nizophela induku i Hostela ifana nase Renk

    • @BongyMveee
      @BongyMveee 7 месяцев назад +2

      Uwabonile amehlo akhe indlela abe qalaza ngakhona umakhelwane

  • @ZukiswaDlezini
    @ZukiswaDlezini 5 месяцев назад +7

    Bhuti ka Tk onevest emhlophe uyindoda bhuti umbambise nobhuti wakho ababaningi abantu abafana naw♥️♥️♥️🤝

  • @lethiwemdunge452
    @lethiwemdunge452 7 месяцев назад +61

    Ngaze ngamthanda bhuti kamsolwa🥰🥰

  • @Siyanda-xk7vs
    @Siyanda-xk7vs 5 месяцев назад +55

    Zaze zabambisana kamnandi insizwa zandawonye❤🙏

  • @smallfuyane
    @smallfuyane 7 месяцев назад +199

    Syabonga mfowethu we vest elimhlophe ukupholisa isimo uyindoda 🤝

    • @lunganilembede744
      @lunganilembede744 7 месяцев назад +20

      Ayi indoda lensizwa nento ayenzele ubhuti wakhe amondlele ingane ikhombisa okukhulu🎉

    • @PromiseMthethwa-nl1jn
      @PromiseMthethwa-nl1jn 7 месяцев назад +8

      Cha usebenzile lobhuti shame

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 7 месяцев назад +11

      Indoda le,imele umnewabo imondlela nengane 🤝 ababaningi ke abakwazi ukwenza le

    • @mrsdubenxasana8619
      @mrsdubenxasana8619 7 месяцев назад +2

      Uyaphila umuntu siyambongela owakhe

    • @LungileMtshali-jm4en
      @LungileMtshali-jm4en 7 месяцев назад +4

      High discipline kubhuti we vest elimhlophe yooo

  • @nkululekomagwaza8023
    @nkululekomagwaza8023 7 месяцев назад +62

    Windoda bhuti ka TK nibambisane njalo nemfowenu 🤝🏽🤝🏽

    • @ThandekaMgube
      @ThandekaMgube 7 месяцев назад +1

      Bengangenwa umoyomubi

    • @SilindiweHlophe
      @SilindiweHlophe 5 месяцев назад +3

      Ngibongisa ngisho bazali abazala lezinzizwa..lo we vest uyalazisa igazi lakhe❤

    • @AdelaideKweyama
      @AdelaideKweyama Месяц назад +1

      May God keep these two brothers together and stronger.❤❤❤❤❤

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 7 месяцев назад +27

    Mc Gwajo lempisi yesqgoko esi Brown deserves the Bells, uyena okhuze uthuli lezichwe

  • @NjabuloMshengu-w6n
    @NjabuloMshengu-w6n 5 месяцев назад +2

    Kodwa ubaba wengane akamusa ukuvuma konke okushiwo umfowabo naye akakhuluma aqaqeke nje ngithi keep it up bhuti we vest elimhlophe kwande okwenzela ubhuti wakho

  • @HlengiweSefehle-dx6dc
    @HlengiweSefehle-dx6dc 7 месяцев назад +102

    Beseshilo mf2 ngeke ngimphikise nami ngisizwa uyena 😢😢😢😢 very painful words uma ungasebenzi kunzima

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 5 месяцев назад +4

    Ngaze ngamthanda umfowabo ngezenzo zakhe ukulekelela umfowabo.Ngikubona kuyisifundo nakwabanye abalalele nababuka loluhlelo❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 7 месяцев назад +56

    Lomft wevest uyindoda bafo kuxhasa nje umnewenu kukhula mft kwande uNkulunkulu akuphe amandla impilo iqubeke kuwe ❤

    • @LatishaManuel
      @LatishaManuel 7 месяцев назад

      Cc unayo irite yothatha umtana wakho ,,, mpaaa mfowethu thetha qhitha , makavale umlomo ,, thethe no x wakho qa ,,, social worker zikhona hamba uyekuzo,,,,,, and wamba umtana qa

    • @NtombikayiseNgema
      @NtombikayiseNgema 5 месяцев назад

      uyayithanda Idrama ukube uyakhulume ekuqaleni ayeke ukuntanta nje umashu akawazi

    • @NtombikayiseNgema
      @NtombikayiseNgema 5 месяцев назад

      uyantanta ngwajo

    • @NtombizaneleMkhulisi
      @NtombizaneleMkhulisi 3 месяца назад

      Cacisa gal ndawoni ne flegstaff myb umzalanje ngumshanakhona 😂😂

  • @noluthandoxhaka3148
    @noluthandoxhaka3148 7 месяцев назад +33

    Well done kwenzakalani nize ningene naše hostela I salute you

  • @kholiswamzayifani
    @kholiswamzayifani 7 месяцев назад +4

    Yhooooo I salute you presenter Nogwaja yhooooo it wasn't easy when you get there but you did manage to calm them down, thumbs up for the big work u r doing guys, God is gonna be with you wherever you go bcoz He's good all the time and should bless you abundantly

  • @MihleMbude
    @MihleMbude 5 месяцев назад +5

    This is what I like most about Zulu tribe, thier slogan says (injure one injure all) they always back up each other, I like the way you protect each other brothers Salute, anyway thanks to the brother wearing a white vest

    • @ThatoMabusela
      @ThatoMabusela 3 месяца назад

      Bt listening is a skill bcs if it was not this guy wearing a white vest we would be saying different story and at the end of the day dont just fight unnecessary bcs ur a Zulu,listen first act after.

  • @PhindileMakhoba
    @PhindileMakhoba 6 месяцев назад +8

    siyabonga bhuti uyindoda emadodeni ukhulile emqondweni siyabonga ngokweseka bhuti wakho mfethu

  • @robbiejele298
    @robbiejele298 11 часов назад

    Ubhuti KaTK is very mature. Ngiyabonga mfowethu, ngaze ngafisa ukubanomfowethu onjengawe.

  • @nkanyisomlambo4247
    @nkanyisomlambo4247 5 месяцев назад +12

    Gwajo uyabheda awkwaz ukphazamisa abantu bezihlalele kuze kucishe kusuke udlame uhlulwa nje ukuchaza ukuthi uze ngani... aaayyy ngyakuhlaba

    • @nontokozombaliNgcobo
      @nontokozombaliNgcobo 4 месяца назад

      Ayiiiiii isbindi senuuuuu ngiyasesaba akudlalwa phela empohlweni

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 28 дней назад

      Yiqiniso lelo.kucishe konakalla izinto eziningingenxa yesongeniso esingenzekanga kahle.

  • @bonganibiyela-pz6po
    @bonganibiyela-pz6po 7 месяцев назад +2

    Siyabonga masosha bekunzima ukungena laphaya, abafowethu abanalo iphutha ukuphephisa ingane ngokuyithatha sekukaningi sibona imbiko ngezinga zisha nezindlu zingenamuntu beyozijabulisa abazali, kodwake ekugcine banelungelo bobabili enganeni siyabonga

  • @mfanwenkosimathebula9736
    @mfanwenkosimathebula9736 7 месяцев назад +25

    Lobafo wesigqoko esi olenji, uyinzintsizwa bafo, umqondo wakho nesimilo sakho ngikwethulela isigqoko. Ungubaba bhuti, uphile bafoz, baba wengane umhloniphe umfowenu, unenkokheli kuyena.

    • @NandiphaBam
      @NandiphaBam 6 месяцев назад +2

      Lomfana unevest elimhlophe kunqabile oku akwenzayo ukunakekela ingane yomfo wabo thumbs up bhuti more years

  • @LondiweNoluthandoCaluza
    @LondiweNoluthandoCaluza 2 дня назад +1

    Mawengane ngath sefuna kyovuselela imali yeqolo njer yin ngsole

  • @dumisani4689
    @dumisani4689 7 месяцев назад +12

    Waze wayibeka kahle ekugqineni ubaba wengane. Kufanele azibonakalise uSisi azi prove kuqala🤝🤝.

  • @feliciamtyingizane5666
    @feliciamtyingizane5666 6 месяцев назад +1

    Hayi ndiyothuleka umnqwazi inyoni tv so. Proud of the security they are professionals really protecting the presenters with everything I give them 10out of 10 bayayenza into yabo keep it up

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 5 месяцев назад +5

    Bhuti naze nabambisana yomfowenu uyindoda 🤝❤❤❤

  • @nellyshwaye4139
    @nellyshwaye4139 5 месяцев назад +5

    Whebhuti wevesti uyangichaza bo ubonakala uhlonipha futhi❤

    • @ThandoRasmeni-f8u
      @ThandoRasmeni-f8u 4 месяца назад

      Wena unayo yini inhlonipho , ngizithathele Wena ❤😊

  • @sibusisosihiya9779
    @sibusisosihiya9779 5 месяцев назад +3

    Ay ngayithanda into eyenziwa yilensizwa yevest.Ingafa ngisho ukufa ngagazi layo 🙇‍♂️🙇‍♂️🙇‍♂️🙇‍♂️

  • @ThabanitpMzilankatha
    @ThabanitpMzilankatha 3 месяца назад

    I salute you Gwajo and the team ukuxazulula udaba lolu nemfundiso eniyitshalile bekungelula lapho kusemthonjen sbonge nakulomfo wevest emhlophe ukupholisa umsindo yiqhawe lombhemu... nokuthi abafwethu nabo bakwazile ukwehlisa umoya

  • @mrsdubenxasana8619
    @mrsdubenxasana8619 7 месяцев назад +3

    Sicela ukubonga
    U uncle for ukusiza ukukhulisa lengane aphinde asize his brother
    Senhathi wonke ama families angafunda la kumele sibambane emndenini.
    Sobonga u Gogo ekhaya nababambisene naye .
    Muntu wesifazane asijaji i hope uzokwenza njengomama manje .cheerrs Nyoni Tv and the crew

  • @simlindilemakeleni3110
    @simlindilemakeleni3110 18 дней назад +1

    Lo sisi makaya es police station atthole ingene yokho fokofo

  • @JZKhoza
    @JZKhoza 7 месяцев назад +7

    Kuyoba inhlanhla mangabe esahola lomahhosha lo.ngyasola ivalekile lemali cc u5 years wonke ungasazi isbeletho sakho.ngaze ngamthanda ubabomncane blood is thicker than water❤❤❤

  • @PrettyThabethe-qf1bq
    @PrettyThabethe-qf1bq 7 месяцев назад +1

    Nginithulela isigqhoko gwajo, wishkhokho Kanye ne team yakho, nathambisa insizwa zihlomile,syabonga bhuti weskibha esimhlophe uya understand Kanti futhi uyameseka umfowenu

  • @QHAWEKAZI1977
    @QHAWEKAZI1977 7 месяцев назад +4

    Uyindoda vesta elimhlophe salute lapho

    • @SandelaphiNdelabona
      @SandelaphiNdelabona 7 месяцев назад

      Ngimthanda ngoba uyakwazi ukunika omunye ithuba lomfwethu uqhubeke nje bafo nokukwazi ukulalela omunye umuntu

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 5 месяцев назад +2

    Cha sesi wazalelabant abarongo xem..... Kephingane umakhuliswa ngunina bakwethu

  • @smallfuyane
    @smallfuyane 7 месяцев назад +20

    Gwajo my brother you take a high risk ukuya kulelo hostel next time if kwenzeka uya ezindaweni ezikanje please my brother uzame ukuqinisa security,you can even request amaphoyisa

    • @preciousnkosi2118
      @preciousnkosi2118 7 месяцев назад

      Ayi ngiba indawo ezifana ne hostela aziphephile shame and sijwayele ukuzwa igemegeme zakhona

    • @mantombigumede3040
      @mantombigumede3040 7 месяцев назад

      But ke meqhamuka namaphoyisa kungenzeka ngagcin ngenzekanga leyo show sekudutshulwana

  • @mfanafuthingodwana
    @mfanafuthingodwana 8 дней назад

    Gwajo bhuti wam ngiyakuvuma ngikuthulela idukwe ehostela pho kwamashu nokwenza ❤❤❤

  • @NkamzaDj
    @NkamzaDj 7 месяцев назад +16

    Bafethu ngiyakuthanda indlela wokwesekana niqhubeke kanjalo yinhle into yokungalahlani big up❤

    • @LoveJesus-gm1vz
      @LoveJesus-gm1vz 7 месяцев назад

      Inhle ngempela lonto mina ngiliwele uwele ungenzela engalazi and kuyangilimaza emphefumlweni

  • @zamazah-o9w
    @zamazah-o9w 3 месяца назад +1

    Ndiyakuthanda mna ♥️♥️😍🥰kwenzakalani

  • @nomsamakatshu6367
    @nomsamakatshu6367 7 месяцев назад +3

    Baba wengane wenza into enhle ngokuthatha ingane ibesezandleni ezi safe mina angibasoli kodwa ngokomthetho ingane fanele ibe kunina up until ibena 18 yrs khona izozikhethela ukuba iyakweliphi side.....ngiboñge baba omncane wengane ngoba athathe xanduva lwengane ayenze eyakhe....
    Eishy mama wengane angazi ngingathini kuye ngizwa ngifikelwa umsindo ..

    • @mrsdubenxasana8619
      @mrsdubenxasana8619 7 месяцев назад

      Mthetho awuuu a mother abused this child emshiya yedwa ena 1 without food
      Again, fraud nge grant yengane
      5 years engekho cha so wubonake lowomthetho wakho

  • @BuyiswaMfefe
    @BuyiswaMfefe Месяц назад

    Gwajo khawuthethe ugqibe uhambe yoo😮

  • @OlwamiNtshembeni
    @OlwamiNtshembeni 7 месяцев назад +25

    Been waiting the whole day mhlampe I came back 10 times to check ukuthi ayikaphumi .... 😂😂 finally 🎉🎉🎉

  • @Slindile-mj9fw
    @Slindile-mj9fw 2 месяца назад +1

    Ukhulile bhut wevest🙌😢♥️uganwe ngakhon bhut wam 🥰🥺cc unesbind ntombazan ukushiy nje ingane u10 minutes endlin yodwa kweyeskhul stress laphik ubsuk bonke🙌😭utshwala smakade 🙌😏☹️sisi isbind sakho ntomboo awubanga nayo imsiko ntomb yooo.yek ngane hlale nogogo ihlale kubo wen qhubek nomgruvo wakho.mhlamp enye oyoyzal uzokwaz kwithanda winakekel ungayishiy yodwa ndlin🙌😭😭

  • @Blackkavanje
    @Blackkavanje 7 месяцев назад +3

    Nalongqesta wentombi yigedegede ...but amathanga Yaah

  • @NomzamoNgobese-y2w
    @NomzamoNgobese-y2w 5 месяцев назад +2

    I hostel iyingozi kacool bt well done ku bhuti we vest
    Ngokuthi ehlise imimoya kumajita

  • @businzama6939
    @businzama6939 7 месяцев назад +78

    Senizodutshulwa Gwajo phumani ema hostela ngeke 🙈🙈

  • @andisiwembathu9328
    @andisiwembathu9328 6 месяцев назад

    ❤❤ ndaze ndamthanda ubhuti we Vest emhlophe. Mfazi ozele labo Bhuti Sihle esibeleko sakhe ubusisekile. Intlonipho yabo Nkosi yam❤ ngendlela aseka ngayo ubhuti Wakhe ,ndaze ndabathanda .

  • @nombusombhele6701
    @nombusombhele6701 7 месяцев назад +27

    Umama we wengane ngiyamhlonipha shem isibindi sakhe

  • @NONDUMISODLAMINI-hj5qq
    @NONDUMISODLAMINI-hj5qq 7 месяцев назад +2

    Ngeke kuduke ingane ungayi emaphoyiseni ulale nje kuse qheke emnyango unesbondi usisi ngeke👐🏽

  • @nencymalindo1479
    @nencymalindo1479 6 месяцев назад +4

    Uhlanganaphi umavest nengani engasiyona eyakho TK akasikhulumeli ngani najwayela ukuphatha cc thatha inganiyakho

  • @DuduKhumalo-mz4sg
    @DuduKhumalo-mz4sg 6 месяцев назад +1

    Bayaphila abanye abantu okhanda shisa ,ophakimpi ay ngeke.Neskole njalo umuntu simkhiphela obala ukuthi waya noma cha

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 7 месяцев назад +24

    Next time Gwajo if uya ehostela sicela ufike namasosha please 🙏 you have to be safe.

  • @thandolwethunkosi-kn5sj
    @thandolwethunkosi-kn5sj 5 месяцев назад +1

    Yey anganyela iGolo nje ngenkomo esthatha kimi isbhamu😮

  • @PRESEDIOUS
    @PRESEDIOUS 7 месяцев назад +3

    Tk no Tholakele basengalungisa nje babuyele babe I happy family. Ngiyayibona Mina inhlansi yothando isaqhuma la but ubafo komele ame eceleni balande ingane bahlale bonke. Ngathi ungawthola umsebenzi Tk.

    • @SibongiseniNgema-vg9iq
      @SibongiseniNgema-vg9iq 6 месяцев назад

      😂😂😂😂 ai mf2 ubone njengami😊

    • @orahthwala1875
      @orahthwala1875 3 месяца назад

      TK wantshontsha ingane, case number 1, wala nayo, case number 2, the fact eyakubonina awuyhlawulanga awuylobolile, period.

  • @graceletty9268
    @graceletty9268 4 месяца назад +1

    Ngaze ngawuthanda umgulugudu ole vest emhlophe ❤

  • @vistom5784
    @vistom5784 7 месяцев назад +30

    Uma nijola jolani phela nazisane nasemakini ngoba iksasa alaziwa🤞

  • @SajidAlilh
    @SajidAlilh 4 месяца назад +1

    Lomama ubethanda I nice time thank you my boys for taking care of the child, useless ntombazana udla grant yomtwana ungahlali nayo you can be arrested and go to jail child neglect sis ntombazana

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty 7 месяцев назад +3

    Hhay uwushaya kahle umsebenzi wakho Gwajo.

  • @LungeloCebolenkosiButhelezi
    @LungeloCebolenkosiButhelezi 6 месяцев назад +1

    Uliqhawe bhuti ka T.K mfwe2 bancane abantu abafana nawe futhi nenkani yakho ikufanele big up qhawe.

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o 7 месяцев назад +3

    Vest emhlohe ❤❤❤ ngithi salute bhuti

  • @SimonNdlovu-b6p
    @SimonNdlovu-b6p 5 месяцев назад +1

    Good job guys wish you the best luck

  • @SollyRamontja
    @SollyRamontja 7 месяцев назад +36

    I like Zulu Nation..especially this part :Baseshilo umfethu ngeke ngimphikise😅😅😅😅😅

  • @FortuneMthiyane
    @FortuneMthiyane Месяц назад

    LeziNsizwa zibambisene haaaaaaaaà Ma Qhawe nibambane njlo , ❤😅

  • @dumisani4689
    @dumisani4689 7 месяцев назад +2

    UNogwaja u professional and very polite.

  • @ZamahMnguni
    @ZamahMnguni 2 месяца назад

    Unzima msebenz wakho gwajo keep it up

  • @sessymerietthunjanamagumed7661
    @sessymerietthunjanamagumed7661 7 месяцев назад +3

    Baze banyaaa boh lababafan basehosyela uTK mdala mahhala unqunyelwa ubhuti wakhe😏😏😏😏😏😏😏

  • @HilarioSutho
    @HilarioSutho 3 месяца назад

    Ngiyadlala ungapheduli love gwajooo

  • @sbahlembalimbathambalenhle238
    @sbahlembalimbathambalenhle238 7 месяцев назад +11

    Kodwa Gwajo yini ne love back😂laba bayathandana nje,uzoza azobona ingane afike alale.

    • @sinothandogasa7818
      @sinothandogasa7818 7 месяцев назад +1

      😂😂😂Basafunana

    • @PRESEDIOUS
      @PRESEDIOUS 7 месяцев назад +1

      Cha Nami ngibone iqhuma kawu fotifo inhlansi yothando. Uzohlala naye endlini enzeni whole day?

    • @sbahlembalimbathambalenhle238
      @sbahlembalimbathambalenhle238 7 месяцев назад

      @@sinothandogasa7818 uthando luvutha amalangabi

    • @sbahlembalimbathambalenhle238
      @sbahlembalimbathambalenhle238 7 месяцев назад +1

      @@PRESEDIOUS 😂😂Cha nami ngbone kanjalo ngoba ngisho nobhuti wasemzini uyamthanda umakoti wakubo mengehlisa nje ezikafaro bese eyayihlonipha ngoba uqome emakhaya.

    • @PRESEDIOUS
      @PRESEDIOUS 7 месяцев назад +1

      @@sbahlembalimbathambalenhle238 uthanda konke nengane so nje kungaba itulo lokuthi basondelane ngengane. Asithembe ukuthi usekhulile usisi usezoba ne order akhe umuzi wakhe. Ubhuti uyasibona stress somfowabo kulo 5years.

  • @ThembekileZondi
    @ThembekileZondi 7 месяцев назад +2

    Syabonga Mc gwajo cishe nafa ilezi mpisi

  • @orbitno100
    @orbitno100 7 месяцев назад +43

    This show needs to be on television

    • @ZamoMajola
      @ZamoMajola 7 месяцев назад

      Indeed 🔥

    • @MpumeleloLanga
      @MpumeleloLanga 7 месяцев назад +2

      Anikhulumanga ngokuthi ingane eyabazali bayihlawula yini naze nalishiyiphuzu lokuhlawula ay nibenephutha la esaydini labazali

    • @MpumeleloLanga
      @MpumeleloLanga 7 месяцев назад

      Ay uye ingane beyoyithatha ngokusemthethweni aysuka nikhakhalezile

    • @KhombisileZulu
      @KhombisileZulu 7 месяцев назад

      ​@@MpumeleloLanga ubabuzile bakithi kuthi ingane bayihlawula yini Bachaza kuthi basezinhlelweni zakho kodwa futhi vele bebengenalwazi lokuthi ucc owakuphi amakhaya akhe

    • @KhombisileZulu
      @KhombisileZulu 7 месяцев назад

      And uyabona kuth lomft wevest engakwenza,lokho ngoba jwayena uganiwe nje kushuthi isiko bayalazi

  • @ZonkeGxumisa
    @ZonkeGxumisa 4 месяца назад

    Yhooo nkosiyam lobhuti we vest uqotho yhooo akayilobolanga lengani

  • @phumzilebiyela3723
    @phumzilebiyela3723 7 месяцев назад +14

    Ma eseshilu mfowethu ngeke ngimphikise😢ayphikiswa ke I bread winner😅

    • @thulelenimajola9830
      @thulelenimajola9830 7 месяцев назад +3

      Kodwa singaqhamukaphi nje isbindi sokuphikisa bread winner 😂😂😂

    • @phumzilebiyela3723
      @phumzilebiyela3723 7 месяцев назад

      @@thulelenimajola9830 ngekulokothe mfo🤣🤣

    • @nompilomthembu3942
      @nompilomthembu3942 7 месяцев назад +3

      Ha umnikazi wempuphu akaphikiswa

    • @phumzilebiyela3723
      @phumzilebiyela3723 7 месяцев назад

      @@nompilomthembu3942 ey bafethu

    • @NokubongaTonisi
      @NokubongaTonisi 7 месяцев назад +2

      😂😂😂😂😂😂hayi kuyahlekwa noba kunjani

  • @ZikhonaMahlaba-nz2ub
    @ZikhonaMahlaba-nz2ub 4 месяца назад

    ai if imindeni kungathiwa ibambene njengalabo bhutii, awhaa ngabe aveku mnandii

  • @sindisiwenxumalo6388
    @sindisiwenxumalo6388 7 месяцев назад +6

    Kodwa usisi uzithobile😊

  • @SharronNgwenya-ig3zm
    @SharronNgwenya-ig3zm 3 месяца назад

    Sgebenga somfazi lesi iminyaka engaka uqulimali yengane yakho oyizalayo besuyoza isikhulile uthi bewungazi ukuthi ikuphi kodwimali yengane uyazikahle hayi sisi kahle waze wayidlisi team

  • @s-lizwe8193
    @s-lizwe8193 7 месяцев назад +4

    Amazwi akho okugcina mfowethu we-vest emhlophe syabonga bhuti

  • @ZamaniGumede-l4y
    @ZamaniGumede-l4y 4 месяца назад

    We gwajooo imnand ishw kodwa min engingakusho mfowam ngelinye ilanga anoke nizam ukuza kumuntu enganilindele

  • @cebosibiya1137
    @cebosibiya1137 7 месяцев назад +8

    Umama wengane akaziphethe kahle. Unamanga lengane uzobaleka nayo. Kudingeka kungenelele inkantolo, kube yiyo ethatha isinqumo ukuze lengane ingahlupheki.

  • @PaulBonginkosi
    @PaulBonginkosi 3 месяца назад

    I support a show hhayi kabi kodwa hhayi nixoxa indaba ende eminye imibuzo niyayiphindaphinda

  • @bongsmkz7473
    @bongsmkz7473 7 месяцев назад +40

    Bazolimala bekumele bathole indlela yokuth uTK aphume ehhostela kuze kuxoxwe loludaba

  • @vusitilemultimedia2321
    @vusitilemultimedia2321 10 дней назад

    Wow uya spana Gwajo 👏 👏 👏

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 7 месяцев назад +42

    Kuyingozi ukuya laphaya kugcwele izinkabi

    • @Luyanda-sz2qv
      @Luyanda-sz2qv 7 месяцев назад

      Kakhulu shame and skhala njalo isbhamu 😢benghlala Khona eHostela kwaMashu

  • @lennoxrashopola3561
    @lennoxrashopola3561 5 месяцев назад +1

    This guys goes a long way to bring the best content big up guys

  • @NeliswaDube-w7b
    @NeliswaDube-w7b 6 месяцев назад +4

    Kodwa nawe bhuti uyayidonsisa bo into ozengayo hhy n kaMashu pho 😢😢

  • @KwezikaziMgebuza
    @KwezikaziMgebuza 28 дней назад

    UThixo makanikhusele bantwana bam. Akululanga oku nikwenzayo.

  • @sandilemajiya7831
    @sandilemajiya7831 7 месяцев назад +7

    Kodwa ke yena losisi 5 years wonke ethulile! Hhayibo ngihlezi ngizwa kuthiwa ikalibhadwa ehostela kwaMashu. Kodwa umfethu wevesti uyakwazi ukucontrola. But nayo inyoni TV idileye kakhulu ukuchaza ukuthi beze ngani

  • @SbongileDzimande
    @SbongileDzimande 3 месяца назад

    Bhuti weVest emhlophe salute

  • @GcobisaGcogco-nj2si
    @GcobisaGcogco-nj2si 7 месяцев назад +4

    Yooh Flagstaff kazi ndawuni nayo hayi mkhaya 5 years pho ngaphandle komntana wakho isibindi sakho

    • @BulelwaXobiso-je9wb
      @BulelwaXobiso-je9wb 7 месяцев назад +1

      Yhooo uyasihlaza lo cc yhin Thixo yaz ndinomntwana oseMtuba kodwa ndenzasure uba ndibengumama futhi uyeza ekhaya makuvalwe izikolo

  • @ThembekaPrincess
    @ThembekaPrincess 5 месяцев назад +1

    Mmmmmmm aweeeee owevesti uyachaza bo utthi khohlwa cc ,konKe bantu besifazame aninandaba nengane zenu,angifisi lempilo eyenziwa yimantombzane iwrng ,furhi akayobona kuphela

  • @nkanyisodlomo3747
    @nkanyisodlomo3747 7 месяцев назад +59

    Bhuti bekumele uchaz zisuk nje ubungeke ube khona lomsindo

    • @nokwazimbatha
      @nokwazimbatha 7 месяцев назад

      Cha u yabheda akakwazi

    • @NompiloZondi
      @NompiloZondi 7 месяцев назад

      Ai ubhedile lobhuti ngempela n labantu bapheth'bhamu vele lomsindo bekumele ubekhona kusemzini wensizwa laphana akudlalwa

  • @KyEZoo
    @KyEZoo 5 месяцев назад +1

    Nooo. NgaMADODA LAWA , Top soldier 🔥

  • @GamuNdlela
    @GamuNdlela 7 месяцев назад +5

    Isnamnam sa baby daddy 😅 "njebe seshilo nje mfwethu"

  • @SipheZoya
    @SipheZoya 6 месяцев назад

    Yey gwajo phantse nayisutha induku la

  • @MthobisiMakhoba
    @MthobisiMakhoba 7 месяцев назад +5

    Cishe ngaze ngaduba ngalala kunin bafw2😂😅
    Sbongek kodw🎉🙏

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 7 месяцев назад

      Mina lapho ngihlushwa inetwork😂

  • @lindokwakhemalinga9028
    @lindokwakhemalinga9028 5 месяцев назад +1

    Uyabona lendoda yeVest elimhlophe umbhemu lo uyaphila lomfo🤟🤟