Nanti iQiniso ngo Dubula Mbatha obulewe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 28 дек 2024

Комментарии • 226

  • @doctormthokozisimnguni2945
    @doctormthokozisimnguni2945 20 дней назад +13

    Sekungaze kubulawe umuntu ngenxa nje yomculo! Sizwe esimnyama sinjani kanti?

  • @ThabisoHlatshwayo-y9i
    @ThabisoHlatshwayo-y9i 20 дней назад +36

    Lento ingifundisa ukuthi umhlaba uyahlonishwa kanti futhi ngifunda ukuthi inhlonipho noma ukuhlonipha abanye abantu ungakhulumi isinoma ikanjani nomunye umuntu. 😢😢😢

    • @BoitumeloAyanda-c3m
      @BoitumeloAyanda-c3m 19 дней назад

      Lento yasuka mhlazane elwa noma Ava,yasuka lapho lempi

    • @WelcomeJafta-go9gy
      @WelcomeJafta-go9gy 19 дней назад

      @@BoitumeloAyanda-c3m izinyanga lezi azithukayo zona

  • @mdumsenibiyela7538
    @mdumsenibiyela7538 20 дней назад +21

    Social media izoqeda abantu ngoba baphenduka amabhoklolo bekhulume noma yini.

  • @smallnhlanhla4129
    @smallnhlanhla4129 20 дней назад +26

    Emhlaben kthiwa bohlonipha ilento engfundisile namhlanje

  • @SnethembasthokoKhumalo
    @SnethembasthokoKhumalo 19 дней назад +5

    So senizosola uMavava ngokufa kukaDubula ayii bakithi akangafakwa uMavava kulento 😢😢lala ngokuthula Dubula

  • @thandekahagile6393
    @thandekahagile6393 19 дней назад +2

    Mmmmm kwaze kwabuhlungu Nkosiyami alale ngokuthula uDubula sithi Dudu enmndenini wakhe 💔💔💔💔💔

  • @LubalaloTsotetsi
    @LubalaloTsotetsi 9 дней назад +1

    Oksalayo akekho ongeke afe 😂😂😂😂😂 ksemhlabeni lalombulele naye uzofa umuntu odelelayo uyashawa noma ehlawuliswe hhay ebulawe hhaybo

  • @SandisiweDladla
    @SandisiweDladla 20 дней назад +4

    Mmmh ngodubula nkosyami😢💔😭😭😓

  • @NhloniphoDLADLA-i6q
    @NhloniphoDLADLA-i6q 20 дней назад +18

    Inhlonipho nje ebalulekile

  • @_COCOgal
    @_COCOgal 17 дней назад +2

    Waze wamncane umfana efa kabuhlungu kanje😢😢

  • @SiyaJakuya-m3r
    @SiyaJakuya-m3r 20 дней назад +6

    Amen egameni lenkosi amen bafethu ukhuluma nje kuba kungumdlalo kanti kunesitha sakho esingenayo and into isale nomntu ongenzangaluthu ngoba sizalwa sinezitha

  • @SphamandlaMakhaye-h5r
    @SphamandlaMakhaye-h5r 19 дней назад +19

    Baphi babethi u Dubula uyinsizwa abavele phela inhlonipho iyona eyokuphilisa kulomhlaba

    • @ntokozomabheh9287
      @ntokozomabheh9287 19 дней назад +4

      Bamhlohla baphi manje bathule manje

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q 19 дней назад +1

      Uselele yedwa emakhazeni kwaze kwanzima

    • @sakhilemkhabela4637
      @sakhilemkhabela4637 19 дней назад +2

      Ukuba yisinzwa ,yinsizwa udutshulwe yivaka noma ngamavaka bamzuma kube bamqonde ngqoo kwathiwa azikhale

    • @ThokozaniSbhene
      @ThokozaniSbhene 18 дней назад

      Ubezokwenzani

    • @mbongenibuthelezi6703
      @mbongenibuthelezi6703 17 дней назад +1

      Yebo ubeyinsizwa kodwa akashongo ukuthi uphila ngenkani

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 20 дней назад +20

    ukukhuluma nokwenza akufani

    • @sbusisokhoza3588
      @sbusisokhoza3588 19 дней назад

      Eyi ngempela mfw2"umax nomgibe naye nosqiniseko mvelase abehlise ayilungile lento

  • @ncamisilepenelope5175
    @ncamisilepenelope5175 20 дней назад +35

    We Max akobe khona okufundayo la

  • @siyabongamabaso8380
    @siyabongamabaso8380 19 дней назад +6

    Lenkulumo nje iqhatha izwe ungenaphi mavava kulento

  • @khulekaniignatius1505
    @khulekaniignatius1505 20 дней назад +12

    "Ngeke ungenze lutho"

  • @SiyabongatheoButhelezi
    @SiyabongatheoButhelezi 12 дней назад

    Usukela oBhuti uthola INHLAMVU akuxoxwa akudlalwa boy boy

  • @NkunziYenja-n7x
    @NkunziYenja-n7x 19 дней назад +9

    Cha bafethu ngisacela ukubuza dubula wathuka umavava yena yedwa Kahleni ukufuna ukuqhatha izwe khulumani iqiniso Nani zintatheli qondisani ulimi

    • @thabisonhlebela4955
      @thabisonhlebela4955 17 дней назад

      Lezintatheli ezibhedayo zikhuluma udoti wodwa udubula befana nomax beshaya noma uban okungenzeka laba abambulele abadumile kwakuduma kutick tok

  • @DumsileWendy
    @DumsileWendy 20 дней назад +3

    Hawu kanti kunjan emhlabeni 😢😢

  • @ThandekaAphiwe
    @ThandekaAphiwe 20 дней назад +3

    Yo kwaze kwanzima Baqinisile mabethi ithuna lomuntu liseduze kwendlela Aphumule ngokuthula 💔💔

  • @InnocentMbuyazi-v7v
    @InnocentMbuyazi-v7v 19 дней назад +3

    Next u Max nizothi ngasho,kodwa phela lifela emsebenzin walo,ungakusho kanjan lokho umuntu edelela

  • @sicelonkosi3301
    @sicelonkosi3301 19 дней назад +2

    Sithi dudu emndenini wakwa mbatha.

  • @AnylessNkwanyane
    @AnylessNkwanyane 18 дней назад +4

    ubugwala lobu ukuzuma umuntu engalindele unehlule uDubula naze nakhetha ukumzuma sis

    • @khetheloshezi0706
      @khetheloshezi0706 12 дней назад +1

      Bekmele ashaywe nje medelela ay ukubulawa🚮

  • @phathumjovombatha
    @phathumjovombatha 19 дней назад +1

    RIP Shandu kaNdaba 💔💔💔

  • @NomkhosiMthembu-fm2dp
    @NomkhosiMthembu-fm2dp 16 дней назад

    Aw dubula mfe2😢😢😢😢😢

  • @vusiNdlanzi
    @vusiNdlanzi 20 дней назад +5

    Kwaze kwabuhlungu sekudecember abantwana balinde ukubona uyise😢

  • @busimtolo
    @busimtolo 19 дней назад

    😢😢😢kubi kodwa okwenzekile

  • @DuduzileZwane-i4q
    @DuduzileZwane-i4q 19 дней назад +1

    Kwaze kwabuhlung bakit mase kzobulawana noma ngabe isizathu siyini kubuhlung ukudlula komunt emhlaben 💔

  • @musawisie4085
    @musawisie4085 19 дней назад +1

    😢😢😢kwabuhlungu shame

  • @chief9462
    @chief9462 20 дней назад +1

    Yaguqa indoda bakwethu!! 💔 RIP

  • @nhlakaniphombatha5769
    @nhlakaniphombatha5769 15 дней назад

    Phumula mthiya Ndabezitha 😢

  • @_COCOgal
    @_COCOgal 17 дней назад

    Mina angisazi angithi amabhinca athi ayancweka wena nje medelela nalenhlamba yamabhinca engapheli.....kodwa sekungaze kuphume isidumbu pho? Umphefumulo womuntu?

  • @zukicele9818
    @zukicele9818 12 дней назад

    Udubuld wayengadubuli ngsni aze adubulwe ay phumuld nsizwa

  • @elizabethmahlangu4680
    @elizabethmahlangu4680 16 дней назад

    Umsukela kanjani umuntu ongamazi?

  • @FikileMilando
    @FikileMilando 19 дней назад

    Kanti udutshulwe ngempela yini???

  • @HlengiweZwane-z1s
    @HlengiweZwane-z1s 6 дней назад

    Kodwa sumbulele wamashiyisa ingabe zakhio ziyajabula ngemali yegazi muhulali uyophelelaphi

  • @SiphoMagcaba-z9r
    @SiphoMagcaba-z9r 15 дней назад

    Into isobala kdua kulokh kuthiw akwaziwa...

  • @InnocentSangweni
    @InnocentSangweni 20 дней назад +3

    Kokuncon emculweni sisadlala amakhasethi imicimbi siyizwa imenyezelwa emsakazweni

  • @edisonxulu6482
    @edisonxulu6482 9 дней назад

    Inhlonipho nje bafowethu iyona ehamba phambili zinsizwa. Umuntu omdala nje kumele umhlonipho ngisho ningasaboni ngaso linye kodwa iba nobusoka nje uyibeke kahle.

  • @mbusondlovu6041
    @mbusondlovu6041 18 дней назад

    Uthi akukacaci ukuthi ubulaweleni kodwa eshlokweni uthi iqiniso ngokufa kwakhe? Ave nisxhaphaza koda ngama data ethu

  • @siyamkelamthembu2532
    @siyamkelamthembu2532 19 дней назад

    Kanti uthini Muthi “nanti iqiniso”?

  • @NkunziYenja-n7x
    @NkunziYenja-n7x 20 дней назад +3

    Isiqalo sinesiphetho umhlaba Lona Bafana

  • @EricZungu-yz1fs
    @EricZungu-yz1fs 19 дней назад

    RIP Dubula.
    Let's hope abanye bafunde isifundo ngokungakhulumi noma kanjani or ukusebenzisa ulimi olunenhlabathi. Wasukela umuntu ongathintwa Mavava , angisho ukuthi nguyena
    Ngizwe Mchunu, bhadobha nawe ,ngoba awumazi umuntu

  • @Ntombi-j1o
    @Ntombi-j1o 15 дней назад

    Wena ntatheli bhubhulu hlukana namagama Abantu baningi Abantu ayexabana nabo phumalapho

  • @NokuthulaButhelezi-y1w
    @NokuthulaButhelezi-y1w 16 дней назад

    Umbuzo wam.umndeni uthon uma ubuka lama coment njengoba.kubuhlungu kim ngikude kangaka😮😊

  • @FanelesibongeZondi
    @FanelesibongeZondi 16 дней назад

    Ubephaphile Yena umfana uDubula kona bese kufanele anqandwe ngandlelathize ubengahloniphi ngisho abadala kunaye. Asazi noma wafundiswa kanjalo yini kubo mekunjalo bavunile ke

  • @_COCOgal
    @_COCOgal 17 дней назад

    Yoooh igama likaMavava lindiza phezulu kanti kwenzekeni

  • @NokubongaNene-tq7ck
    @NokubongaNene-tq7ck 18 дней назад

    Kungani kungabulawanga u Max NX

  • @FanelesibongeZondi
    @FanelesibongeZondi 16 дней назад

    Akasemncane nje ngizwela umawakhe. Nceseni boMthiya ngilale ngenxeba

  • @NurseDoraMsomi
    @NurseDoraMsomi 15 дней назад

    Nkosi sikelela Africa

  • @SibongiseniMazibuko-w1g
    @SibongiseniMazibuko-w1g 18 дней назад

    yabon umunt owaqamb izaga,ne zisho wayengadakwe nsangu 😮namhlanje ngbonile ukuthi isalakutshelwa sibona ngani

  • @libertymthethwa5649
    @libertymthethwa5649 18 дней назад

    Ngiryt kabi njengoba ngiyigwala nje. Kodwa kubuhlungu ngokudlula kwalensizwa

  • @khetheloshezi0706
    @khetheloshezi0706 12 дней назад

    Umuntu odelelayo uyashaywa akabulawa
    RIP

  • @duduzileMathonsi-si5gq
    @duduzileMathonsi-si5gq 20 дней назад

    Dudu alwehlanga lungehlanga🕊️🕊️🕊️

  • @zakhelembhele7046
    @zakhelembhele7046 18 дней назад

    Wena Msakazi uzama ukuthi uMavava uyena obulele uDubula? Waze walokhela izwe ngomlilo ngobudedengu obushaqisayo

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 19 дней назад

    Akuvalwe u tiktok

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 18 дней назад

    Wena ntatheli uchaza ukuthi ubulewe uSikhakhane,njengoba athuka abantu abangaphezulu komuntu oyedwa
    Musa ukuqhatha izwe wena

  • @mayormsuthu1465
    @mayormsuthu1465 19 дней назад +2

    Kuzovela ukuthi ubani omdubulile nanokuthi ubethunywe wubani

  • @DloSibiya
    @DloSibiya 19 дней назад

    Samkhuza uDubula ngokungahloniphi obhuti abadala

  • @KhulekaniNdawonde-p9d
    @KhulekaniNdawonde-p9d 19 дней назад +3

    Musani ukuthi kunenkinga nikhombe into eningenabu fakazi bayo u social media angazi niwufaka kanjani kulendaba ningakazi nawe ntatheli uma ungakwazi ukukhuluma ngathi kuzomele uthi ukuma kulobuntatheli bakho ngapha kunenkinga ongayazi ukuthi isuswe yini uzofaka amagama abantu mhlampe ukulimala kukamthiya akuhlobene nakancane kuzozonke lezinto ozibalayo uma sekuvele iqiniso lingahlobene nalento osuyikhulumile uyothi kubanikazi balamagama nakubalaleli be social media nakubaculi bakamaskandi uma kutholakala iqiniso uma uyintatheli thola iqiniso bese uzanalo lapha ngoba abantu bayokubophisa abanye befuna ugeze amagama abo ngoba ukhuluma kanje usufuna abakwambatha bebhekise imicabango yabo kubantu abathize zilungise before ukhulume bafo

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 19 дней назад +1

    Bab'wakho uMavava?

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 17 дней назад

    awu kodwa ngo dubula bafwethu why edutshulwa??

  • @Zamcolo_Wezulu
    @Zamcolo_Wezulu 19 дней назад

    Wena uxovizwe, igama likaMavava lingena kuphi manje?

  • @mndenimabuza8752
    @mndenimabuza8752 19 дней назад

    Abedelela uMbatha bakwethu, singalibalekeli iciniso....

  • @khosindlovu4825
    @khosindlovu4825 17 дней назад

    Ukwenza kuyashiyana madoda

  • @makhathinigodfrey3914
    @makhathinigodfrey3914 17 дней назад

    uMavava,Khuzani noMavava ibona abaziyo ngokufa kwakhe

  • @nomsamakatshu6367
    @nomsamakatshu6367 19 дней назад +1

    U Mavava Skhakhane akazange ayinake into ka Dubula so musani ukufaka gama lakhe lana,baningi abantu ebebathuka Dubula nabo abenzanga niks maybe kunomuntu thizeni ebevese emfuna...kodwa ke masiyiyekeleni emaphoyiseni enze umsebenzi wawo....Rest in peace Dubula ...Usuku nomzuzu zaziwa u Nkulunkulu ngoba uye ophayo ,uye othathayo futhi

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q 19 дней назад

      Kodwa wagcina eyenzile ivideo exolisa kubhut Mavava angbon nam ukut ingaye lento kuning okungehlela umunt ngezindlela eziningi

  • @MzamoMthembu-ne4dj
    @MzamoMthembu-ne4dj 20 дней назад +4

    Indlela yaziwa umhambi wayo thina asazi lutho uyena owaziyo khona kubuhlingu bandla

  • @PhilaniSthenjwa
    @PhilaniSthenjwa 19 дней назад

    Wazingani ukuthi ufele uMaskandi?

  • @VusiNdlela-d7v
    @VusiNdlela-d7v 19 дней назад +2

    Ake niyeke ukudukisa abantu akayena umaskandi lona umthuki wenhlamba nje ongenangqondo lezinto zakanongoma zinesdina kabi ngenhlamba bonke omgibe nophakela umthakathi wena khipha igama likamavava kulento

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q 19 дней назад

      Indlela asho ngayo izokwenza abant bagxile kuyena kant akunjalo fut waxolisa ku bhut Mavava ngokumdelela fut akazange ati akalamkeli uxolo lakhe, baning abant ababengenza lento ngapandle kabhut Mavava ay bayawbasa nje umlilo ongeko besingeko isdingo sokfaka igama lake kulenkulumo

  • @ThalenteNomvula
    @ThalenteNomvula 19 дней назад +1

    Silokhu sibabazile😢

  • @mcbeeMnkandla-lk8me
    @mcbeeMnkandla-lk8me 18 дней назад

    Ngiyawuthanda umdlalo kaKhuzani no Mthandeni, ihleli itholana phezulu kodwa ke ayikaze yaphelela esbhamini.

  • @CathrineMbatha
    @CathrineMbatha 15 дней назад

    Lala shandu uphumule

  • @DahmanMhlongo-ci7xk
    @DahmanMhlongo-ci7xk 19 дней назад

    😭😭😭😭💔

  • @ayandazuke490
    @ayandazuke490 19 дней назад +7

    Ufele ukuphapha lomfana😢

    • @Gezuyisemtshali-xi5yl
      @Gezuyisemtshali-xi5yl 18 дней назад

      Wena uma ukhuluma kanjema kungathiwa ufeleni asingabe sisalokhu siyihlohla lempi kuzogcina kufa abaningi.

  • @mbongenibuthelezi6703
    @mbongenibuthelezi6703 17 дней назад

    Ziyaqhatha izintatheli

  • @SnamandlaKweyama
    @SnamandlaKweyama 19 дней назад

    Shubileke manje La
    Nhlonipho kodwa bafethu,i hope omgibe bazibonele kanye no Max.Bafethu asihloniphaneni or else ninganakani.Coz kugcina kungemnandi and we know ukuthi obani izitha zakhe,washo qala ukuthi utik tok uzobulala umuntu kwadla yena.Kunzima Sizwe Sazi Sakithi.

  • @mcsiemtetua-ki3dh
    @mcsiemtetua-ki3dh 19 дней назад +1

    Kanti nantazisa amagama amagama abantu kwenzenjani ey zintatheli ezifufusayo iyekeni lento zobulala ikusasa lenu igama lomuntu liyabiza

  • @bongamaphanga1733
    @bongamaphanga1733 19 дней назад

    ja, ubunsizwa buyaphela. kunjan lapho kuwe MXOLISi MAX

  • @jabulanimdluli4777
    @jabulanimdluli4777 18 дней назад

    Mkhwanazi usemningi umsebenzi

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 19 дней назад +1

    Asikho isidingo sokulokhu kukhulunywe ukuthi wathi. Why ningadumisi ukuxolisa

  • @bhekakunene781
    @bhekakunene781 19 дней назад

    So vele vele we surprised why dubula got dubulad😢😢😢njani

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 20 дней назад +3

    ayi ukhona umuntu ongabulawela ukukhuluma ku tik tok cha idimoni langempela nenzondo enobulima phakathi kazike vophendule izintandane izingane zika dubula yena buzophelelaphi akukho zinyane lengwenya lafa kwacweba iziziba

    • @simthembileqalaba9573
      @simthembileqalaba9573 20 дней назад

      Akulona icala ukukhuluma inkinga iqala uma usuzochukuluza abanye abantu. Emhlabeni kumele abantu bazifundise ukuhloniphana bathobelane

    • @nokwazibuthelezi4333
      @nokwazibuthelezi4333 15 дней назад

      Hlezi bechukuluzana nje abantu, bekungaqali nje ngo dubula asingenzi ngathi kusha​@@simthembileqalaba9573

  • @thanduyiseraylee1041
    @thanduyiseraylee1041 19 дней назад

    Ekabani le ngoma ekwi background.

  • @senzanithendele1619
    @senzanithendele1619 19 дней назад

    Ngamanye amagama uMavava Sikhakhane unesandla ekushoneni kukamfoka Mbatha

  • @phiwayinkosisibusiso5178
    @phiwayinkosisibusiso5178 20 дней назад +4

    Omunye okmele akhuzwe u SQiniseko Mvelase naye loyo amagama akhe akawagqokisi

    • @khayamusic3504
      @khayamusic3504 19 дней назад +1

      Wenzeni? Nihlulwa ukudibhetha nje bese nijuma ngezibhamu magwala ndini

  • @mandlanxumalo9783
    @mandlanxumalo9783 19 дней назад +1

    Kubuhlungu khona ngoba seshonile kodwa banzenza ogoliyadi lapha ezikundleni zokuxhumana isosha nesosha liyofela emsebenzini walo kuabantu abangakwazi ukukhuluma abakwazi ukwenza

  • @lungisanidlamini4230
    @lungisanidlamini4230 20 дней назад +1

    Hawu bafwethu kahleni bo social media seyihambe yaze yafika la

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 17 дней назад

    Mavava akaboshwe

  • @SabeloGamede-c6v
    @SabeloGamede-c6v 19 дней назад

    Kubalulekile ukuba mawuwumuntu into oyithethayo uqale uyicabange if ingashiwo kuwe uzo react hloboluni enye into ungenzi into ngoba ufuna ukunconywa zinsizwa kuthiwe uyinsizwa kusemhlabeni la hlonipha omdala nomncane ,onetho nongenalutho ikusasa alaziwa ,RIP emndenini sithi dudu alwehlanga lungehlanga kuthiwa uyapha aphinde athathe

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 20 дней назад

    Hawu nonakele balandeli....😥🙆🏽‍♂🚮

  • @SibahleVerol
    @SibahleVerol 19 дней назад

    Yekani ukuthuka abantu, umhlaba uyahlonishwa ngabe akunjena uze ushiye umndeni wakho ngoQhawe Lam bazokusiza ngani bona bahlezi nemndeni yabo.

  • @ntombincaneaudrey1577
    @ntombincaneaudrey1577 19 дней назад +1

    Wenzen Dubula,kaz wembulali wena ngeke ufe,nawe liyeza lakh langa mbulali

  • @NokuthulaYawa-t6y
    @NokuthulaYawa-t6y 20 дней назад

    Tjoooo💔💔umhlaba yenye into

  • @queeniekhosifulafula3198
    @queeniekhosifulafula3198 17 дней назад

    😭😭💔💔🙏🏾

  • @DoctorMduduzi
    @DoctorMduduzi 20 дней назад +1

    😢😮Kwakubi mase kuhambe insizwa mandoda. Kodwa owafika nesibhamu ngiyamzonda😮😢

  • @DanielMluleki
    @DanielMluleki 19 дней назад +3

    Heyi! We madoda indaba yoqhawe lami ayiphele pliz!siyacel ngesihle! R.i.p dubula kanti kuuzobanjenge gama lakho!!!

  • @ThandokwakheMkhize
    @ThandokwakheMkhize 19 дней назад

    Angibingelele zibuhlungu izindaba zaDubula... Kunenkulumo yakhe eyenze ngo bhuti omdala kakhulu Mavava yabayimbi wakhuzwa... Ngibuye ngize enkulumweni yomunye mfwethu owathi Dubula lento oyenzayo uzama ukufaka bhuti omdala enkingeni njengamanje wonke amehlo ozobheka kubhuti omdala kodwa akakaze asholutho bafethu asigade izinto esizikhulumayo singanyatheli amakhona ngyabonga

  • @LondiweDlamini-i6z
    @LondiweDlamini-i6z 20 дней назад +2

    RIP Mfo

  • @PrudenceMathebula-g5l
    @PrudenceMathebula-g5l 19 дней назад

    Manje ntatheli wena umfaka ngani ubabuSkhakhane kulendaba