ISILO UMISIZULU NEZIZATHU ZOKWAHLUKANISA NONDLUNKULU WASO WOKUQALA | BEKUNGEKE KUSALUNGISEKA💔💍😭

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 янв 2025

Комментарии • 129

  • @PhumlaniSithole-c4t
    @PhumlaniSithole-c4t 2 дня назад +15

    Sikufisela inhlahla sisi engathi ungathola umuntu ozokuthanda akubone ukuthi odinga uthando nokuhlonishwa.wenzekahle uyeke lomuntu ongazazi ukuthi ufunani empilweni

  • @MthokoMthembu-g7l
    @MthokoMthembu-g7l 3 дня назад +13

    Isilo sethu siyihlathi straight,konke nje esikwenzayo kuphambene, ikhona nje ukuthi uma kufanele kube uyena ngokosiko ayikho into esingayenza,kodwa nje eqinisweni siyihlathi asazi niks ngesintu iSilo sethu

  • @senzovincent1038
    @senzovincent1038 День назад +4

    Kungakho ethandwa ngezinye izizwe ukwedlula uZulu ngoba udicilela isithunzi sikaZulu phansi . Awu kwaze kwas'lay'ukufa ngokuthath'uMdlokombane vuk'udlamadoda . Ziyof'iy'nsizwa kuyosal'iyinothongwana .

  • @thamindlovu14
    @thamindlovu14 3 дня назад +9

    Cha iyodwa into eyosilamulela kulolutaku, kunendawo laphana kwaMashu okthiiwa yise Khayalemiphefumulo kuyolungiswa umsamo neThongo leSizwe, angehle ngobonda....🙏🏾😇🎯🎯

  • @silodlomo935
    @silodlomo935 3 дня назад +9

    The Zulus should understand that Isilo is physical black in complexion but truly is the white man, he follows the white men's style, he is unable to handle more than one wives , and the scandals said about him including the divorce matter is blow to his prestige, and this wife should have refused to give her consent for isilo to marry a second wife, since she is the first wife, this mistake happened to Simakede's mom who kept quiet when her husband got married to the second wife, that was why in her explaination was refused in court because she never refused her husband from getting married to another wife, but shortly prayer is perfectly required here , we understand he is human too but a very prominent leader who is expected display more examplary informative leadership style, we do not judge him but he should be better than this

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  3 дня назад

      Why did He entered in that kind of marriage knowing exactly the kind of leadership He is in , I totally agree with you ukuthi he is unable to have more than 1 wife ... Eish kusekude la siyakhona

    • @doctormthokozisimnguni2945
      @doctormthokozisimnguni2945 2 дня назад +1

      I totally disagree. the king is playing dirt games here, according to his history he likes ladies, he once dated Sihle sibisi and many more girls so how can we say he can't handle more than one person? To be honest he wasted Ntokozo a lot of time. T kaMayisela assisted him to be appointed as the king but today usemlaxazisa okwamafinyela. Ziningi izinto ezikhulunyiwe ngesilo ezingamahlazo but leyangane yakwamayisela yahlala phezukwawo lawo manyala. Bakwethu inkosi ayiziphethe kodwa njengoba iphethe abantu kukhona abantu abayiso lesizwe ababheke ukuthi inkosi ibaphethe kahle abantu, ngaleyo ndlela nabantu bayiphethe inkosi. Isilo sethu siyazihlaza esizweni soyisemkhulu, sehlisa isithunzi sesizwe esikhulu kangaka nesihlonishwayo.
      Simakade ngicabanga ukuthi ibe ijima ndabezitha, sekungamane kushwelezwe kwinyandezulu ngesimo samawakho ukuthi akagcagcanga kodwa okusalayo uyisende likamdlokombane, liyohamba licishe lelo hlazo kodwa isizwe siphile singakhalakatheli eweni sibhekile.

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад +1

      @doctormthokozisimnguni2945 kwakumele akhethe emhlangeni kodwa ay khona ukorobha ngobukhosi bukaZulu phansi

  • @ntombi3171
    @ntombi3171 3 дня назад +27

    Misuzulu is a JOKE, I now understand why the other royal faction are opposed to his Kingship 😮😮😮

    • @mlungisikhumalo3054
      @mlungisikhumalo3054 2 дня назад +2

      Ure a joke

    • @thembelihleinnocent3034
      @thembelihleinnocent3034 2 дня назад

      You're the biggest joke

    • @Nawal_SA
      @Nawal_SA 2 дня назад +2

      He is super funny l like that king😂😂😂😂😂😂 popayi spinach king😂😂😂😂😂😂last he was wearing chains, what's going Kanti klobuti😂

    • @sibongilemabaso2250
      @sibongilemabaso2250 День назад

      Jusf leave Isilo and Royal family affairs ungenaphi he is a humabeing to devorce if he wants too 😅

  • @RobertSithole-z4y
    @RobertSithole-z4y 2 дня назад +8

    Umbedo we silo lo yo sazesacelelwa

  • @MylosZgambo
    @MylosZgambo 2 дня назад +5

    Ngabe imali yabani Lena elobolayo. Ihlathi leli
    Simakade is the best

  • @zodwamagwaza-rk5jr
    @zodwamagwaza-rk5jr 2 дня назад +7

    Lafa elihle kakhulu 😊

  • @philanindosi6522
    @philanindosi6522 2 дня назад +8

    Ihlazo leli

    • @SRMsomi
      @SRMsomi 15 часов назад

      Hheyi!

  • @NkosibonileNgwane
    @NkosibonileNgwane 2 дня назад +5

    😢😢😢 avengisikhonzile kodwa eiiii si busy nabogogo ongazi sibafunani

    • @Ziphssss-g6m
      @Ziphssss-g6m 2 дня назад

      Abafazi besilo abasiye gogo but bakwi same age group nomyeni wabo. Ngaphandle ke kwalezibgane ezifuna amakhehla bese ziboba ogogo ebafazini bekhehla

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 2 дня назад

      @Ziphssss-g6m babukeka bebadala kanti umdlokombane uyakhumbula wayeganwa zintombi eyincane

  • @MichaelMpanza-k4g
    @MichaelMpanza-k4g 2 дня назад +4

    Hayi umbhedo wesilo lomuntu😮😮

  • @senzovincent1038
    @senzovincent1038 День назад +2

    I once heard him giggling non stop in one of the Nation gatherings as if he was high or under influence of something stronger and I started to believe the allegations of him being an addict . He was even expressing himself in a low life language and boasting about his position as a King . He was like "Bayoze bathi bhuti"! And he continued to giggle like amaphara and some people were busy cheering him up . This king has no dignity at all . He is not leading by example as a dignified Zulu king . Not talking about the way he pronounced the words through that strange looking mouth of him the better . Is this the fall of our dignified great Zulu Nation ! Bengiyini ke kodwa mina nkosi yami . Waze was'dumaza umuntu . Ingabe zithule zithini izinduna 'ma kunje . Kanti yini le ?

  • @zhasembomkhize349
    @zhasembomkhize349 2 дня назад +7

    Yini kanti umgcagco we ntokazi? Wasuthi bagcagca enkantolo, yini ksnti umgcagco

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад

      Umshado phela njengoba ebizwa ngondlunkulu nje wesizwe yinkoba ewunkosikaz kwazulu

  • @greatemind6793
    @greatemind6793 2 дня назад +5

    Engafi uKaMayisela ngoba wazi okuningi ngalowo obizwa ngesilo, save this post

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 2 дня назад +3

      She won't she is a strong woman ,it shall.pass ,and wayewa evuks naye princes Thembi,prince Simakade and lot of royal family bemhlasela at tht tym he used to think kaMayisela for her prayers today uyamlahla ,sobohla manyosi kuwe Bayede

  • @octaviaolpa219
    @octaviaolpa219 День назад +2

    Isichitho ngiyasesaba😢

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 2 дня назад +4

    ISilo ngathi i2K bakith hai

  • @sibongilemabaso2250
    @sibongilemabaso2250 3 дня назад +7

    I think its Ntokozo ka Mayisela cause it was allegedly she moved out of royal house but others saying she gave birth to a newborn baby kuningi nje 😢😮

  • @RobertSithole-z4y
    @RobertSithole-z4y 2 дня назад +11

    Ntokozo unenhlanhla wukulahlwa yilesi thingithingi senkosi asinankosi la umbheodo nje

  • @Housewifeofmonza
    @Housewifeofmonza 2 дня назад +2

    WAZE WABHEDA UMUNTU

  • @eddiekhanyile4588
    @eddiekhanyile4588 2 дня назад +4

    Sekuyacaca ke manje ..futhi wonke uMuntu onguMzulu kufanele azi ukuthi ayikho into enguMshado waseziNkantolo naseMaSontweni...uMgcagco wangempela yilona wasesiGcawini kuthelwane ngeNyongo..futhi awuhlukaniswa loyo Mgcagco...iSilo asikazeke siGcagcelwe..yikho kunjena nje...asibuyeni baNgoni koKwethu

  • @lufefendavuza8112
    @lufefendavuza8112 День назад +1

    Sikufisela inhlahla sisi Ntokozo inkosi ikubusise ngendoda engadli zidakaniswa

  • @MandlaFrancisMnyandu
    @MandlaFrancisMnyandu 3 часа назад

    No Ma Ngcobo lowaya owayemlandela e King Shaka airport ???

  • @JonhsonMhlongo
    @JonhsonMhlongo 2 дня назад +2

    Cha ngabe kuyaqala nqa asikaze sikuzwe nasendulo ukuthi isilo siyadivosa la KwaZulu kufanele kucacele nongaboni ukuthi la kwashaywa eceleni kwayeyekwA inyamazane ikhona , lesi silo senu lesi kukhulu okuzayo

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад

      Sisenza ihlaya

    • @busisiwezungu7125
      @busisiwezungu7125 2 дня назад

      Kodwa endulo sikhona isilo esake sathatha umuntu onezingane zakweminye imizi samenza undlunkulu?

    • @SaritaPasserby
      @SaritaPasserby День назад

      What was he supposed to do asesive ye O????

  • @SaritaPasserby
    @SaritaPasserby День назад +1

    Kahleni bafethu beku pointless kutsi bangahlala umshado seluuphelile lutsandvo otherwise umntfwana webantfu bekaloke atova buhlungu bekunganakwa kuze kube nini. He also human unema feelings unengati naye and there's always the first time.

  • @siphiweshandu4985
    @siphiweshandu4985 День назад +1

    Akunasilo la uthuvi lobu kwaze kwabuhlungu ngokuholwa uthuvi

  • @Siphethuriser
    @Siphethuriser 2 дня назад +2

    Akasondele ubaba uSmakade kaZwelithini athathe indawo yakhe

  • @nomcebonkosi-t9d
    @nomcebonkosi-t9d 2 дня назад +2

    2025 ziyakhala kumarelationship maye 😂😂😂

  • @sydneymaseda613
    @sydneymaseda613 2 дня назад +2

    He is also going to dump his zulu people this one.zulu people dont worry cause Ngizwe muchnu is coming for him very soon cause his is the really defender of zulu people.

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад

      Kodwa wenzani udlala ngobafo ichunu njengoba liphithizela kanjena nje ekhanda

  • @calalinifakude3422
    @calalinifakude3422 День назад +1

    Never happened kwaZulu

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 2 дня назад +3

    since ngabakhona ngizwa kuthiwa siyehlukanisa mmmm iSilo esinaso manje mmmmmmm

  • @FelicityzamazuluMkhize
    @FelicityzamazuluMkhize День назад +1

    Ay bandla sangphox silo tjooo ngomawezngane zomuny muntu uyeke mawezngan zakho kyamangaza

  • @Sinenhlanhla-w7e
    @Sinenhlanhla-w7e 2 дня назад +3

    There's Nozizwe Mulela maybe uhlukanisa naye

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 2 дня назад

      nokaMayisela nozizwe left long tym ago,she is in Swaziland

    • @sibongilemabaso2250
      @sibongilemabaso2250 День назад +1

      Maybe its between the 2 of them Ntokozo or Nozizwe

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 День назад

      @@Sinenhlanhla-w7e Ntokozo kaMayisela mom of his two beautiful young boys

  • @LorraineZulu-rn9li
    @LorraineZulu-rn9li 3 дня назад +1

    The second queen is well educated she can't stand this

  • @doctormthokozisimnguni2945
    @doctormthokozisimnguni2945 2 дня назад +1

    Akukhulunywe iqiniso bakwethu, yini lesisilo silandelwe ngamashwa angaka? Sinaso yini isibusiso sikamdlokombane? Ngathi kuyaphela ngesilo kwazulu.

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад

      Kumnyama kodwa umndeni wawushilo

    • @doctormthokozisimnguni2945
      @doctormthokozisimnguni2945 День назад

      @@sanelyfchannel3745 as long as singekho isibusiso from his father and his ancestors akukho lapho ayofika khona.

  • @elcainjohoakum3394
    @elcainjohoakum3394 23 часа назад

    Engikuthandayo kunye wukuthi asikho isimemezelo esiphuma ebukhosini buka zulu esisho yonke le nyuvethe eshiwo ngabantu abathi bangamazulu
    Kepha amazulu ngokwawo adixilela phansi isithunzi sawo nenkosi yawo ngenca yombango nokuphikisana ewodwa ay naze naba yihlazo mazulu nikhuluma kabi inkosi yenu kanjena just ngoba nibanga agh sis

  • @ntombimkhize8929
    @ntombimkhize8929 2 дня назад +1

    Zifunaniizindaba zasndlunkulu ku media,we lafa elihle kakhulu

  • @Itisfijished
    @Itisfijished 6 часов назад

    Wemen, when u live in a glass house dont throw stones

  • @randytembo891
    @randytembo891 6 часов назад

    Lidliwe igobolondo lah pheeee khwifiiii

  • @YesdioBrand
    @YesdioBrand День назад +3

    Ndlunkulu ngiyamuthanda❤isilo sasithole umakoti wangempela

    • @ntombyomzulu1527
      @ntombyomzulu1527 День назад

      Ai ke Isilo sifun ukuba istepfather😂😂 kaze 😂😂

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 День назад

      @@YesdioBrand 3 kids frm another man or different man's,dumping his own blood kids sobohla manyosi kubayede for hurting his blood kids,

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 2 дня назад +4

    Iyooh kwaze kwababuhlungu okwenzeka ebukhosini asikhulekeni bakwethu💔💔💔

  • @MziwandileWilliam
    @MziwandileWilliam 3 дня назад +1

    Ayikho into esingayenza isilo uma umamkhulu engafuni ukulanywa fut engakuqondi ukut wagana bani akamdivoze angahambi ezbiza ngonkosikazi wesilo nondlunkulu ekbeni esehlulekile mdivoze uzohamba ehudula igama lesilo odakeni mdivoze wena *NDLULAMITHI*

    • @thokozanemthimkhulu
      @thokozanemthimkhulu 3 дня назад +3

      Welelele mahlathi yidlan izimali zengqalasisinda sithule syabuka ,kudliwa amadla ethu

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  3 дня назад +2

      Siyakwazi nokuzihudulela igama laso iSilo ungasho nje sasifunani koSihle Sbisi

  • @octaviaolpa219
    @octaviaolpa219 День назад

    Ukube wagana wathelwa ngenyongo ubengeke ufake isahlukaniso manje into yasenkatolo ingeyabo abazibonele akekho ozokhulumela u ndlunkulu ngoba akangenanga nge bhokisi.

  • @Nkosingiphile-q3s
    @Nkosingiphile-q3s День назад

    THIS GUY MUST LEAVE THE DRUGS ALONE

  • @senzovincent1038
    @senzovincent1038 День назад

    Banenhlahla abany'abantu ngok'zalwa eb'khosini babe ngamakhosi noma kungabafanele . What a joke of a king .

  • @zamamanana1124
    @zamamanana1124 3 часа назад

    Manje thina sifunda ini la....

  • @simonngema-v2i
    @simonngema-v2i День назад

    Woza nasekhaya bakhona omak enzo😂

  • @lindiwembatha3219
    @lindiwembatha3219 День назад

    Engathi kungaba ngcono bazikhulumele abanikazi bendaba,hay wena umosha idata yami nje

  • @SbongileSbongile-h4h
    @SbongileSbongile-h4h 3 дня назад +1

    Hayi sengathi kuthanda ukuba nzima

  • @simonngema-v2i
    @simonngema-v2i День назад

    Uphuphile lomisizulu wenu 🤔

  • @AmandaGumede-ku9ed
    @AmandaGumede-ku9ed 7 часов назад

    Kuyashaqisa konke

  • @BhekaVulindlela
    @BhekaVulindlela 2 дня назад

    This man lacks judgement calls, already fired the Ngonyama board, his prime minister and his two wives are gone, all in a space of a very short time, what’s is next?

  • @MaSokhuluSokhulu
    @MaSokhuluSokhulu 3 дня назад

    Eye nkosi yami kaz imuphi 😭😭😭

  • @JabuJabulile-f5v
    @JabuJabulile-f5v 2 дня назад

    Kodwa izindaba zasebukhosini azihambi zikhulunywa esidlangalaleni ziyahlonishwa

  • @CelumusaRadebe-j1l
    @CelumusaRadebe-j1l 3 дня назад +6

    Zulu kingdom is becoming a JOKE now,,where are chiefs?Where and what INDLUNKULU IS SAYING?our King comes with new unique things,BUT icala lineNdlunkulu namaKhosi neziNduna naBanumzane okuyibona abasiholayo,bathini?bathuleleni?Ngabe bangamagwala yini?Ngabe bayasizonda yini ISILO,ngoba Ngabe bayasibonisa,Uma umthanda umuntu uyazikhathaza ngaye,KUYONAKALA ZULU!!!

  • @PhilisiweMnyandu
    @PhilisiweMnyandu 2 дня назад +3

    Zigadeni kuma comments wenu nganezakwethu nizohlawuliswa njengalo owaphawula negatively ngesilo .It just an advise God bless u all

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 2 дня назад

      @@PhilisiweMnyandu Never cos we disappointed at him why dumping wife and kids ,I wander wen did he last saw his two biological Boyz since buzy with step kids frm new wife

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 3 дня назад

    Kodwa yona ivuka vuka kandoda lo iyavuka ?

  • @SmangalisoNzama-re3xx
    @SmangalisoNzama-re3xx 3 дня назад

    Uyihlathi mfowami🥦🥦🥦🥦🥦

  • @sibongilemabaso2250
    @sibongilemabaso2250 3 дня назад

    Or he is devorcing the 2nd wife

  • @stevensimelane9893
    @stevensimelane9893 2 дня назад

    I wrong lento iNkosi iyaganwa futhi emlandweni akase sive kuthiwa iNkosi iyadivocer. Ziphi kanti izimpunga ukukhuza lolulaka ngoba sekuyohlezi kwenzeka lento engekho ryt. INkosi kayi divorce fulstop.

  • @naledidikhali5818
    @naledidikhali5818 7 часов назад

    Grandpa.if u kno u kno

  • @innocentiahadebe4138
    @innocentiahadebe4138 3 дня назад

    Misuzulu prefer to left his childhood girlfriend to take a new person waze wayi Joke shame

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 3 дня назад +1

    Mhlampe induku ayvuki kwazibani😂😂😂😂 akachathe

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  3 дня назад

      Awu Thokokozani kongangezwe lakhe 🤪ay ngibona ukuthi nje akayena umuntu wesithembu

    • @princemasango4264
      @princemasango4264 3 дня назад

      Kkkkkkk aaah wena 😂😂😂 mhlambe ayivuki yazi ngempela

  • @DumsileDlamini-o8s
    @DumsileDlamini-o8s 3 дня назад +6

    🎉a very confused being. Not fit to lead a nation! Uma ehluleka ukuphatha isithembu uzokwazi kunjani ukuphatha isizwe ????

  • @ndumisozulu2823
    @ndumisozulu2823 2 дня назад

    Musa ukunaka indaba zasendlunkulu nihlulwa ezenu

    • @lungisanimbambo6997
      @lungisanimbambo6997 2 дня назад +1

      wisilima wemuntu wakaZulu isilo siwumholi esizweni samaZulu kwakhiiwa lobukhosi ngegazi lamadoda ezizwe ezibongo ezahlukene

    • @sanelyfchannel3745
      @sanelyfchannel3745  2 дня назад

      Mageba kanti isilo sikabani lesi okukhulunywa ngampela esasendlunkulu kuphela yini?

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 3 дня назад

    I hope uNdlunkulu Mayisela useke wantanta emafutheni if she is the one who's getting ditched😒😒

  • @mlungisikhumalo3054
    @mlungisikhumalo3054 2 дня назад

    Undlunkulu uMayisela usafuna ukuyodunusa...ukhohliwe ngomsebenzi wesizwe......my king was tired