Yhoooooo mkhulu that's me my dlozi dont talk yaz, it only spoke once nje n I always feel like crying n emotional something nje maybe am in the taxi or sitting nje or feel like screaming
Makhosi mina phuphe ubuhlalu obured and white and blue and white base mzimbeni...ngaphinda ngaphupha obesandla obured and white ezandleni...please respond
Thokoza khehla...nginoku hlala ngiphupha ngiyi sangoma izinsuku zilandelana mhlampe i viki lonke kubuye ku nqamuke ngabe kukhona okumele ngikwenze lapho....ngiphupha bangitshela ukuthi u Gogo uhambile emhlaben only to find out ukuthi after 2 weeks u gogo wadlula emhlaben.
Thokoza mkhulu ngoqela ukubuza mango phupha ama beats a black what thus that means cause ngifake white on my right hand ngoba ngishawe hi lightening,ithat right pls help me
Thokoza mkhulu, i have ears problem when I'm half sleep i hear people talking and music plays most of the time is gospel music, when ths is happening ill see birds in my half speed but during the day I'll hear nothing,i only feel as if the is something moving inside my ears, m very very confused i hope you can give me clarity on this case, i have months now with ths situation.
Ngicela ukuphikisa kulobu kobuhlalu Mina ngathi ngilele ngaphupha ngibona isangoma sigqizile sangibuza ukuthi ngibufakeleni lobuhlalu angibukhiphe ngingaphinde ngibufake ngavuka ngenzenjalo so I don't what do u mean if uthi asikho isangoma esingafaki ubuhlalu as ngibhala ngizwa liyakhuphuka livuka ulaka nje
Amen mkhulu siyabonga ndlodlo mina mkhulu alikhulumi angithwasile kuluma izindlebe ngizabule ngalendlela yokuthi ngize ngiqhaqhazele ngibe nosizi ukukhala kusuke kwenzenjani ngigqizile emuzibheni nase zandleni neni zinyaweni nginama bhayi ngiyawagqhoka
Yhoooooo mkhulu that's me my dlozi dont talk yaz, it only spoke once nje n I always feel like crying n emotional something nje maybe am in the taxi or sitting nje or feel like screaming
Thank you for sharing this I really appreciated 👏👏
Very interesting topic Mkhulu siyabonga 👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿
Siyabonga ndlondlo 👏👏👏
Akuve uchaza kahle. Siyabonga kakhulu
Siyabonga kakhulu mkhulu ukusivula amehlo
True mkhulu Siyabonga kakhulu NAMI sengiyazi manje
Wow enkosi Mkhulu , andifuni uba ngathi ncula nculo linye nabanye but 100% am like wat u explained , andika thwasi ke kodwa
Enkosi mkhulu very clear thokoza camagu mkhulu 👏👏👏
Makhosi mina phuphe ubuhlalu obured and white and blue and white base mzimbeni...ngaphinda ngaphupha obesandla obured and white ezandleni...please respond
Ma selivukile mara awulizwa ukuthi lithini,kusho ukuthini?
Mkhulu angazi ngingabonga ngani explaination yakho. Kuyimanje kubuhlungu wonke amajoints nomzimba wonke sekuzanywe konke scan, xrays, MRI scan, bloods akuveli basola amathambo bt igazi lithi neg. Ksasa ngiyabuthatha ngiyabugqoka. Olwandle mkhulu kshuthi ngingaziyela nje noma funeka umthandazi? Inkinga yami indlebe nohlangothi lwakaryt ekhanda kungathi ngibhukudile kwangena amanzi angazi kudalwa yin?
thokoza Mkhulu ngicela ukubuza uma ungazange wathwasa noma wadla igobongo uyakwazi yini ukufaka ubuhlalu?
Thokoza khehla...nginoku hlala ngiphupha ngiyi sangoma izinsuku zilandelana mhlampe i viki lonke kubuye ku nqamuke ngabe kukhona okumele ngikwenze lapho....ngiphupha bangitshela ukuthi u Gogo uhambile emhlaben only to find out ukuthi after 2 weeks u gogo wadlula emhlaben.
Nginayo le nkinga😭😭😭 ngisho nase mnsebenzin Kodwa angikwatwasi makhosi
Thokoza mkhulu ngoqela ukubuza mango phupha ama beats a black what thus that means cause ngifake white on my right hand ngoba ngishawe hi lightening,ithat right pls help me
Siyabonga mkhulu
Thokoza gogo ngicela kubuta lana ngiku process yekukhula kepha lidloti lami aliphakami liyangi limaza nje kuphela ngente njani ngiyabonga
siyabonga...mkhulu
Amen
Nami ngifisa ukwazi kwenziwa yin?
Mkhulu thokoza washaya mkhulu ngicela ungilungisele nginaleyo nkinga nomndeni u ngijikelwe utholakala kuphi nendawo ngiyacela mkhulu 🙏 🙏🙏
Emakhosini..0788142718..what's up us
Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?
Thokoza Khehla ngyakuzwa and izinto ozbalile okunye kuyenzeka kim.. ngyabonga kakhulu ngokungivula amehlo...👏👏
Thokoza mkhulu mina nginenkinga yokuzamula kakhulu ngize ngphume izinyembezi kwesinye isikhathi ngsindwe amahlombe angaz mkhulu kwenzekalani
Siyabonga Ndlondlo🙏
Siyabonga Ndlondlo ezinkulu
Siyabonga khehla I'm 100% happy
Emakhosini ndingu Mxhosa e Kapa konke okutshoyo ndim kanye konke nje ,ukuqala ku stage 1 till stage 3 zonke ziyenzeka,
Thokoza mkhulu. Esizibeni uhanjiswa ubani, and kwenziwani khona?
Thank you very much.
Wow amazing enkosi kakulu
Oh Mkhulu kuyenzeka kimi ngivele ngibenolaka I'm even afraid cz angagcina partner wam edinwa ndimi🤦♀️😥
Mkhulu mina ngihlushwa kukuzamula kume izinyembezi ngisho ngaphakathi kwabantu abaningi
Mina hlezi ngiphupha ulwandle lungihubha and angikaze ngiye olwandle and ngiyazi kumele ngiye
True mkhulu
Makosi, why do I feel weak and to pray when I walk emahlathini?? 😑
Emakhosini..asikuzwa kahle
Nakim selivukile mkhulu BT angitfwasile... Ngiyaba nosizi... Ulska ... Konkhe angati ngitisite njani...
Thokoza mkhulu
Ngizwa kahle uma bezithwasisela uyakwazi yini ukudla igobongo ungatshelwanga ngalo .
Thokoza khehla, manje mkhulu, Uma amadlozi angahlanganiswanga ngingenza kanjani, umama nobaba bashada kodwa akwenziwanga konke ngikuphelele, nobaba sekasishiya emhlabeni, manje ngibhekene nombango, nalapho engake ngayakhona umangithatha intwaso abazange bahlanganiswe, ngiyahlupheka, ngicela usizo😭
Uma abazali bengashadanga ngokuphelele wena uyingane yakoMalume bakho.nakhu ongakwenza,Uma babelobolene baqeda base beshada lokhu kwesonto kushuth wena ungakhishwa ngembuzi koMalume,wemukelwe ngembuzi ekhaya kini(KoBaba wakho).Uma babegide isintu abangasenza isikholwa akukho mbango ongaba khona ngoba umshado wesintu yiwona omukelwa amaThongo,sekungaba ukuthi wena watholakala bengakagcagci,nakuleso simo kufanele ukuba ukhishwe ngembuzi kini uyomukelwa kini ngayo futhi.
@@sybongawiseman7565 Makhosi, Akubongwa mtnomdala
You've said it better thanks for the video
Thokoza mkhulu, i have ears problem when I'm half sleep i hear people talking and music plays most of the time is gospel music, when ths is happening ill see birds in my half speed but during the day I'll hear nothing,i only feel as if the is something moving inside my ears, m very very confused i hope you can give me clarity on this case, i have months now with ths situation.
Bengisacela usenzele ivideo echaza izilwane ezihlala emanzini nokuthi ziqondeni. Ezasolwandle neziziba thizeni
🙏🙏🙏imfundiso siyqkhula
Thokoza Mkhulu
Ngicela ukuphikisa kulobu kobuhlalu Mina ngathi ngilele ngaphupha ngibona isangoma sigqizile sangibuza ukuthi ngibufakeleni lobuhlalu angibukhiphe ngingaphinde ngibufake ngavuka ngenzenjalo so I don't what do u mean if uthi asikho isangoma esingafaki ubuhlalu as ngibhala ngizwa liyakhuphuka livuka ulaka nje
Uma ngingamazi umuntu onedlozi or umuntu owashonayo eledlozi mele wenze njani
Thank you but please use English next time so we can all understand
Thokoza Mkhulu, uma u nabantu abadala kanti ufuna ingelosi/isithunywa sakho singazivezi kuwe, yini ongayenza ukuze lixhumane nawe futhi likhulume kuwe.
Wenza njani,uma lizithwasisela mkhulu
Thank you very much... 🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽
Kuyezwakala mkhulu ngiyaphupha nomifula ngiphapha kuwo kodwa sengike ngaye kusobala kumele ngilande amanzi ngigeze ngawo
Ngiyakhuleka makhosini mina inkinga yami nginolaka n muntu mengangizwa into engikhulumayo kuvele kufike nyembezi ngikhale beseduba kodwa engcineni I've ilento ebengishilo ngabe kwenziwa yini
Ayimina owakwami ngamuzwa kancane etshela ngokuthi funeka isthabe soGogo okunye wangasazwakali ehayiza evukaphansi umanengazwakali besehayize nd yena aft tht akakhumbuli lutho at all
Elam ngats lofuna kusendzela😢
Syabonga mkhulu ngoba lento yokurhayiza mangisezangomeni or esontweni lasezion
Thokoza mkhulu ngathi ukukhukuma nami yazi ngike ngaya entabeni ngiyokhulela ngagcina ngiyokhulela lapho ngaphapha the following day ngingqangwe ngabantwana bami nabosisi bami nomyeni wami bathi babethi ngishonile sebengijela into bengizenza entabeni besengingafuni nokuhamba ngifuna ukulala khona kumnyama bebesesaba ngoba besiwuba3 kuphela loko besifike ilanga malishona saze sahamba ngabo10 ebusuku mina ngavele, mina ngacina ngisakhuleka after kwabamnyama until today I don't know what happened that day angazi noba ngafika kanjani endlini....
Ngiphuphe isandla esinobuhlali kutsho ukuthini ugogo ozala umkhula wakulo ma umbethe ibhayiuguqile Uma ngisondela kuye uyaphakamauyahamba akakhulumi phambi komuzi wamkunomfula omncane but ngibona lomfula umkhula icwengile amanzi umbona ilitye kutsho ukuthini
Wenza njan ukugcina umoya wakho uphezulu futhi ucleani
Thokoza khehla ngiyabonga
.mmmmmmm wayibeka kahle kakhulu
Syabonga mfowethu🙏🙏🙏
Thokoza gogo yazi kwenzeka ngimikise bantu beyekuyofemba kwenzeka kwashaywa isigubhu kwacala kwaqaqazela umzimba angisazi kwenzakalani ngoba kwathiwa ngagida okwemuntu omdala edlozini kodwa kwathiwa balibuza ukuthi lingubani alikwazanga ukuzisho kuthi lingubani lathula nje bangenzela lenye ingwebu kuthi libuye phansi idlozi ugobela wathi kimi ledlozi likhule lakimi seliwugobela angazi kuthi ngenze njani noma zonke izinto zami azihambi kahle empilweni kwathiwa kumele ngithwase sengeke ngithathe ngisho isikhathi eside uma ngingathwasa
Makhosi ngicela i I number yakho.
Ngidinga usizo lwakho
Emakhosini..whatapp 0788142718
Cel kubuz uykhuphul yini isthunyw
Emakhosini..yebo 👏🏽
Makhosi mkhulu uyayichaza igqubo yamathonga
Unyanisile Gogo,ubuhlali buyagulelwa,Ndiyazi apha kum.Thokoza Mkhulu.
Makhosi 👏🏾👏🏾
Makhosi nami elami alikhulumi ngikhala kuphela
sizani bo kuloludaba ledlozi elingakhulumi
Thokoza khehla
Thokoza niyasikhulisa kakhulu
Fanele wenze njani
Thokoza mkhulu Uma uphupha ugqoke ubhlalu yellow,red n white
Thokoza mkhulu ngiyezwa okukhulumayo sincela ukubuza elwandle uyazihambisa loba
Ngyabonga mina ayi usho iqiniso kwande mkhulu
Makhosi
Waybeka yacaca ,camagu
Thokozani mkhulu if you have a sefifi does dad block your spirituality
Thokoza Mkhulu uxhumana njani neDlozi lika Ma, ma uMa wakho engasazi isibongo sakuye?
Ngicela ama phone number
078-814-2718 whatapp
Thokoza Mkhulu