Signs that show u have idlozi

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 9 янв 2025

Комментарии • 127

  • @phindilemillicent6758
    @phindilemillicent6758 4 месяца назад +1

    Thokoza Mkhulu siyakhuleka Siyabonga ngolwazi olungaka usifundisa okuningi ungakhathali siyazithokozela usivule amehlo Mina ngiphuphe ngisesi koleni kodwa njalo ngiya feyila nezidlondlo ngaziphupha zingikhothamela.

  • @mbalimchunu6412
    @mbalimchunu6412 3 года назад +6

    I have like 6 walezi ozichazayo: ulaka, amahlombe asindayo, ikhanda elisho kancane elingapheli, izindlebe, isifuba,izinyawo ezibuhlungu plus ave ngiwa jesu ngathi kukhona okungiphushayo ngize ngicabange ukuthi anginayo balance, ezinye ukuzamula okungapheli, uvalo engingalazi luqhamukaphi, ukubona izithunzi ngathi kukhona into ethi shazi ngingayiboni, amanzi angazi noma ngiyawesaba but its been years ngagcina ukuya kobhikuda lapho ngihlala ngasolwandle

  • @ncedisantinzi4698
    @ncedisantinzi4698 3 года назад +14

    I can listen to you the whole day, Camagu mntomdala, I've learnt a lot from your page👏

  • @thandimhlanga4485
    @thandimhlanga4485 2 года назад +1

    Thank u mkhulu mina kusinda izinyawo namahlombe neqolo namadlebe ami kuba ngathi kunento phakathi kuba ngathi indlebe zami ziyavaleka and ngiphuphe isikhwama esincane sihamba namanzi ngizwe umuntu athi hamba uyosithatha ngiphendule mina ngithi hay ngiyasaba amanzi akhona mahle nje amhlphe eza ngobuningi ayabila nje

  • @slindileprecious106
    @slindileprecious106 2 года назад +1

    Thokoza Mkhulu mina nginenkinga njalo mangivuka ekseni ngivuka kubhlungu izihlakalweni bengiba ngephupho ngiphupha ngifaka izintambo kubuye kube bhlungu umzimba nesfuba sengihambile nasesbhedlela ababoni lutho nesisu sigcwala umoya siqumbe namehlo abuye angaboni kahle kube mhlophe namadlebe kube ngathi ayahlohloza

  • @butshilolufu6193
    @butshilolufu6193 9 месяцев назад +1

    How humble and fully explanatory you are

  • @nomathamsanqatabane2718
    @nomathamsanqatabane2718 3 года назад +3

    Ubungoma beqiniso .....ngafunda kakhulu ngobungoma by watching your videos and listened because ekhaya umama akayi funi kabi into yo kuba bedlozi kodwa ngakhula ngihlupheka ngiyi ngani
    What i want to know is why mina ngiphupha ko two amathwaswa asemanzini
    Okunye ngiphupha isiporofiti kungennzeka nginakho ko two noma kumele ngikhethe
    Umoya wami uhlezi uhangahlangene
    Ngisaba nokuqhubeka ngihamba omthandazi ngoba angisakholelwa ebantwini
    Kunzima ukuthi ngincedeke
    Kodwa i pray ngingedwa
    Ncela ukubuza uma ngiphupha mhlampe ikhandlela noma ubuhlalu kumele ngi thenge

  • @phumzilemosime1644
    @phumzilemosime1644 2 года назад +1

    Thokoza mkhulu Siyabonga Mina nginazo lezompawe zokunukelwa ungwayi thokoza

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 2 года назад +1

    Awu Nkosi Yami,ngikubingelele mkhulu,kodwa lezizindaba ezijule kangaka Kade ngangidlala aBantu,sengize ngakhula ngabe Kade ngazifeza yize ngingenalo ekhaya ngihleze ngiboniswa iMali ngiyiphiwa noma ngiyicosha .ngyabonga kakhulu ngsazofunda okuningi Nolwazi ukuthi kwenziwa njani makunje

  • @siphonkabinde478
    @siphonkabinde478 2 года назад +1

    AMEN nceku, bengicela ukubuza ukuthi kwenzeka kanjani uvele utshele umuntu kodwa niyazikhulumela kodwa uthuke usuphengula lowomuntu okhuluma naye.

  • @vuntupumeza1986
    @vuntupumeza1986 2 года назад +1

    Camagu Mkhulu...🙏Siyabonga ngokuphathisiweyo...

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose8671 3 года назад +1

    Siyabonga Mkhulu. Anginamazwi. Inkukhu inqunywe umlomo. Ukuthathephi konke lokhu osihlephulela khona. Ngingomunye wezalukazi ezananyekwa ubumba ebusweni. Kwaba ungqi phaqa. Sesizizwa yini baZukulu. 👌👌👌🙏👏

  • @zibuyilekhanyeza6964
    @zibuyilekhanyeza6964 Год назад +1

    Muhle umsebenzi wakho👏👏 uyakhanyisa

  • @lungelenimsani7211
    @lungelenimsani7211 3 года назад +2

    Emakhosin syabonga Mkhulu konke lokhu okubalayo kyangenza kodwa inkinga indlela yokulungisa engahlangan

  • @sakhepeza2859
    @sakhepeza2859 3 года назад +8

    Thokoza mkhulu...your explanations are very easy and understandable. You're the best mkhulu👏.

    • @busisiwembena6798
      @busisiwembena6798 2 года назад

      Camagu yonke into uyicacisayo yenza kucace bha Siyabonga

  • @thobekilenkala3975
    @thobekilenkala3975 Год назад +1

    Mina ngihlutshwa amaphupho ,namà ngise mnsebenzin ikhehla liyalwa 😞kodwa ngisa linde lingikhombe ugobela ikhehla kodwa ngithwele nzim😭😭😭😭😭😭angaz ngithin zindlodlo

  • @Lebogang_Mathe
    @Lebogang_Mathe 3 года назад +3

    Ai uyaloya Yeses you spoke everything e right wooow well done🙌🙌🙌🙌ngathwasa 2014 after lapho I took out everything n I'm struggling inhloko,indlebe,ulcer, inhloko ishaya kancane ihambe, ikhalo,amahlombe I need to faka ama beads wam yooo How can be inyanga without ubohlalo nobuyi one

  • @sphepheloxolani4714
    @sphepheloxolani4714 3 года назад +2

    Thokoza mkhulu Syabonga ngokuskhulisa engikuthanda kakhulu uqonda ngqo awuthemelezi👏🏽

  • @sabelobhembe8957
    @sabelobhembe8957 3 года назад +6

    U really know what are talking about brother keep it up

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 2 года назад +1

    Well explained my friend. informative.

  • @ntombenhlemdladla342
    @ntombenhlemdladla342 2 года назад +1

    Uchaza mina noqobo lwami ke la....Ngyabonga kakhulu 🙌

  • @phineassebulela9156
    @phineassebulela9156 2 года назад +2

    Thank you MKhulu, i have learnt a lot.

  • @njabulomwisi290
    @njabulomwisi290 Год назад +1

    mina ngimuntu omane kathale nokuthi ngiyezela uma kwenzeka ngifikelwa ubuthongo noma ngabe kuphi noma inini

  • @Christina-xb9kc
    @Christina-xb9kc Год назад +1

    Thokoza khehla Ngiyabonga mkhulu konke loku okushoyo kuyenzeka kimi

  • @mzwandilemzwa9594
    @mzwandilemzwa9594 3 года назад +1

    Wayibeka yacaca bha mkhulu.... N konke okubalayo ngngath okuningi 90% kuyenzeka kim..... Ngnamaphupho amanye ngvuke ngwakhohlwe ngenzanjan kulesosimo angkazikhuphuli izinto zam

  • @thatoseru6185
    @thatoseru6185 3 года назад +7

    Thank you mkhulu, your teachings are the best

  • @nangamsokani7746
    @nangamsokani7746 2 года назад +1

    Yho! Ndiphuphe umama wase next door few days after she was buried!!!

  • @vmkwayimba
    @vmkwayimba 2 года назад +1

    Camugu Mkhulu 👏🏽👏🏽

  • @bongiwelanga2071
    @bongiwelanga2071 2 года назад +1

    Akwande Mkhulu 👏👏

  • @nkosidlamini
    @nkosidlamini 2 года назад +1

    Yoh ingoduso yami iteningi obalayo ziyameza vele siyazi kuthi unabadala nd uphethe kothu amazi frm da mother side nd umgoma etabeni frm obaba manje akezwa shame selwavezelwa nomuntu emele eyekuye ngayisa semele eqale egeze olwadle, impophoma nasezibeni. Avenamazaba asazithini 2 get her to go aqale noma ilona idlozi elenza kuthizibe asazi kodwa empilweni izinto azihambi kahle unekoleti ngapha nangapha mali ahlalinje

  • @thembisilemdladla1354
    @thembisilemdladla1354 2 года назад +1

    ngibonge incazelo mina ngihlushwa sengathi kunomuntu ohambha ekhanda lami bt kunesound yoshtani esigangeni uybona if uhambha esiga geni kuthi hlofohlofo ushtani ngathi bomile kusjo phezu ekhanda lami phakathi ezinwelweni zami ebusuku if ngilele amagcalaba nawo ulaka nginalo ngirhanda ukuhlala ngedwa sometims abantu ananingi bayangisinda kumele ngenzenjani mseni more then 3 sihlezi mina angisekho ryt sengathi ngingahamba nginishiye if sihlezi maybe nabangani mybe ngivakashile sometimes.ngizwa ngingekho ryt ngizamule njalo mybekunento engekho ryt kuloyomuzi esikuwo gimane ngivalelise ngihambe ngi

  • @kgadiselepe7913
    @kgadiselepe7913 2 года назад +1

    Siyabonga kgehla

  • @doobsie8944
    @doobsie8944 Год назад +1

    Thokoza mkhulu bengisa cela ukubuza isho ukuthini impangela iza every night Lana ekhaya sivuswa yiyo isibanga umsindo ekuseni baphonse ngamatshe abobhuti bami

  • @joycegwen2977
    @joycegwen2977 3 года назад +1

    Thanks mkhulu ,ingithwalise nzima inkomo lezi asazi

  • @MsThato123
    @MsThato123 3 года назад +2

    Thokoza Mkhulu, hai im at a point where i feel like i dont know whether ngiya phambile noma emuva...im having to unlearn alot of things and struggle to understand my dreams, what they means, i dont even know how they communicate with me, random migraines, sounds on waves and wind in my ears, sometime the sound of steel...sho hai kunzima

  • @olwethumbeje9633
    @olwethumbeje9633 3 года назад +1

    Wakhulum nami mkhulu siyabonga

  • @bridgetmakhubela4014
    @bridgetmakhubela4014 2 года назад +4

    That is the information we need, thank you. What does it mean you have itchy palms?

  • @tshegofatso6687
    @tshegofatso6687 2 года назад +2

    I always hear my name being called out and always feel as If there's someone passing by...at that time im alone or sometimes when im deep asleep i always feel a presence besides my head

    • @noziphostuart2
      @noziphostuart2 4 месяца назад

      You need tell that person to reveal themselves to you using imphepho

  • @leratoprudencembamara8296
    @leratoprudencembamara8296 3 года назад +1

    Sabona, mkhulu it happens to me and they think I'm crazy, sometimes, when I dream it's happened and when I drink I tell people they problems

  • @olwethu-5618
    @olwethu-5618 2 года назад +1

    Thokoza mkhulu konke kuyenzeka ngilele umbhedeni kumanje yooooo

  • @sim3702
    @sim3702 3 года назад +2

    Siyabonga Makhosi Amakhulu

  • @abuyisiwemkhosana4915
    @abuyisiwemkhosana4915 2 года назад +1

    Wow, thank you!

  • @yolandah8879
    @yolandah8879 2 года назад +1

    Thank you

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 года назад +1

    siyabonga

  • @zamashiyanezamashiyane6700
    @zamashiyanezamashiyane6700 3 года назад +2

    Emkhosini syabonga mkhulu ngikusicacisela
    Mina nginenkinga yezindlebe ngihlezi ngizw amakhwela kodwa angizwa kuthi bakhuluma mathini ngawo ngibazwela kude

  • @nhlanhlamodibedi5119
    @nhlanhlamodibedi5119 2 года назад +1

    yeses ibhlungu le nto, nami ingvelele,mina ke kithi be si amakholwa until u ma ke wangsiya last year, but still i had voices during her times,id tell her uzothi ngina madimoni ,, one night ndithi ndiyodakwa, mandi buya daar kwatha ndi thenge i candle ne ntsu ngi hambe ngazo , i did just that ..later i wanted mpepho i burn that every minute damn the smell ... but the anger i have ndifuna usizo kodwa andikaboniswi , ndenza njani

  • @mdasylvia5422
    @mdasylvia5422 2 года назад +1

    Emakhosini thokozani
    Mkhulu okhokho nokhokhomkhulu bakungcine bakwandisele amalanga akho okuphila uze udlulisele lol wazi nama qiniso kuzizukulwane nezizukulwane
    Ngswelwe imilomo

  • @lesfemmeethandahuncuma5638
    @lesfemmeethandahuncuma5638 2 года назад +1

    Ngybonga mkhulu

  • @luthandojames1546
    @luthandojames1546 2 года назад +1

    Camagu Xhego uthi kukho izilwane ezivela ngamaphupha, xa uphuphe inyoka amaxesha alandelane ingaba aythethi into ethusayo okanye ukuthakathwa?

  • @jabulilehlongwane4230
    @jabulilehlongwane4230 2 года назад +1

    mkhulu mengicela ukubuza ukuthi iduku lembala eblue limele ini

  • @Lebogang_Mathe
    @Lebogang_Mathe 3 года назад +1

    N ngino laka elinye elingabuyeli emuva

  • @gugulethuzulu8971
    @gugulethuzulu8971 3 года назад +1

    Thokoza Makhosi
    Ngake ngadibana nalenkinga yokuthi ngibuzwe ukuthi yini eze kuwe ngoba awusiye owalaykhaya ngihambise iphupho engilithunyiwe?

  • @phindyn9166
    @phindyn9166 3 года назад +2

    Eyi indlebe yakwa left iduma everyday, ikhala amanzi, izimpempe everyday.

  • @sphiwokuhlezondi6034
    @sphiwokuhlezondi6034 2 года назад +1

    Thokoza.....waylamula mntaneDlozi

  • @ZinhleNdlovu-zk7lm
    @ZinhleNdlovu-zk7lm 2 месяца назад

    Yimi loyo ikhanda ayii

  • @DboyDastreetz-ou3tm
    @DboyDastreetz-ou3tm Год назад +1

    Hie how about u dream of a lion and two leopards

  • @luthandojames1546
    @luthandojames1546 2 года назад +1

    Uthi naxa uphupha isikole ibonakaliso sokuba unobungoma or amadloz? Camagu mntomdala.

  • @sthabilesokhela2728
    @sthabilesokhela2728 3 года назад +2

    Celukbuza Uma uhlezi uphupha ubhukuda kwi swimming pool kushoni Kona.

    • @ubungomabeqinisonondlondlo1808
      @ubungomabeqinisonondlondlo1808  3 года назад

      Emakhosini..uma uhlezi uthonga ubhukuda emanzini suke uwu muntu Odinga ukugezwa emanzini amile Kodwa njengawo swimming pool not umfula ulwandle noma imphophoma 👏🏾👏🏾

  • @gabriesellasiezikode4960
    @gabriesellasiezikode4960 3 месяца назад +1

    Mkhulu ngiyakuzwa kakhulu nginenknga enkulu ineminyaka MKHULU UTHOLAKALA KANJANI NGICELA USIZO KUWE ngiyacela ungiphe inamba yakho kamakhala ekhukhwini noma I address yakho lapho ngizokwazi ukubika udaba noma inkinga engibhekene nayo iminyaka and ngiyabona isiphetho umndeni wami uzophela nya Please MKHULU

  • @zamohsokhela5275
    @zamohsokhela5275 2 года назад +1

    Mkhulu ngicela inumber yakho

  • @siayticam3637
    @siayticam3637 2 года назад +1

    How can one get hold of you Mkhulu

  • @TKKMI-f4s
    @TKKMI-f4s Год назад +1

    I wish there was an English translation

  • @noluvuyozungula5765
    @noluvuyozungula5765 3 года назад +23

    Ngicela wenze iVideo echaza ukuthi why umuntu oneDlozi eneZitha eziningi?Like family nabangani.

    • @nokumira
      @nokumira 3 года назад +6

      Thokoza, abaDala basuke befuna ube wedwa. Kakhulu Uma uhamba neNzuza or uMndawe.
      They will isolate you in order to initiate you and protect your energy. Ngeke uzwe niks when you are distracted by friends and family. Makukhanye. 👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼

    • @TiaPlaatjie
      @TiaPlaatjie 2 года назад +2

      @@nokumira its happening to me. its so heartbreaking to say the least.

    • @nokumira
      @nokumira 2 года назад +1

      @@TiaPlaatjie You're strong, that's why they chose you. Your patience and respect for what they request will be greatly rewarded.

    • @TiaPlaatjie
      @TiaPlaatjie 2 года назад +2

      @@nokumira thank you sis. Your words gave me some sense of comfort.

  • @mballytwala792
    @mballytwala792 2 года назад +1

    Thokoza khehla ngicela ukubuza ukuthi, ukuphathwa yikhalo noma isibeletho uma uya kubo Dokotela bathi awunankinga kungahle kube yilo edlozi na?

  • @yollandahmagubane3938
    @yollandahmagubane3938 3 года назад

    Ngikkhule ngithanda ukugida izingoma zezangoma, bengiphupha ngiseskoleni njalo nje, bengiphupha ngijahwa yinkomazi enenkonyane, ngiphupha ngsolwandle ngyolanda inyoka emanzini, bengiphupha ngiphothula intwaso, baze beza bazongicela ukuthi ngiluvume ubizo. Bengibuza ukuthi ngenzenjani ngoba ulaka enginalo maaayeee ngishaya abantu futhi ngikhathele angsafisi lutho

    • @ubungomabeqinisonondlondlo1808
      @ubungomabeqinisonondlondlo1808  3 года назад

      Emakhosini..mele wenze imvumadlozi kanye nemvumansika..uma ungazi kuthi lokho kunini..cela bheke I video esiyenzile lana ebhalwe ukuthi omele ukwenze phambilini uthwase👏🏾👏🏾

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 3 года назад

    gid bless u zikmina zonk

  • @sihlemkhabela6267
    @sihlemkhabela6267 3 года назад +2

    Okay but if awusaboni nix emaphupheni and unga boniswa umutu ozokwe twasisa or unga phuphi ubuhlalu okumele ubu qoke what is the problem 💔😩🤷🏾‍♀️😭

  • @ntombiyoxolomajola7873
    @ntombiyoxolomajola7873 6 месяцев назад +1

    Uma uphupha use impophomeni ume phezu kwengenya ukhuleka kakhulu bese iyanqamuka I,pophoma

    • @ntombiyoxolomajola7873
      @ntombiyoxolomajola7873 6 месяцев назад +1

      Thokoza ngiyaxolisa ngivesane ngangena odabeni ngingabingelelanga

  • @TheMasikok
    @TheMasikok 3 года назад +1

    Thokoza mkhulu ndicela ubuza uba xa uphupha konke loko uye uyohlola uxelelwe ukuthi unabantu abadala kumele uthwase. Kodwa uthi use kuloprocess kuvele omnye othi uzelwe wembethe akumelanga uyothwasa noba kuphi mamela ozakuxelelwa lithongo ndimele ukwenza njani?

  • @mawemawe2026
    @mawemawe2026 3 года назад +1

    I have all those pains mkhulu😢

  • @kwanzomhlongo7302
    @kwanzomhlongo7302 3 года назад

    Ngyabonga mkhulu 🙏

  • @siphesihlesiphesihle2575
    @siphesihlesiphesihle2575 3 года назад +2

    Cha unesphiwo makhosi sokuchaza mina nje angsafun omunye oyobuye angtshele ngokuth ngnedlozi sengizibonele

  • @Thandy.
    @Thandy. 2 года назад +2

    There are things happening in my life and I need clarification about it relating to idlozi

  • @thobekilenkala3975
    @thobekilenkala3975 Год назад +1

    Another thing ngiyalala too much emnsebenzin

  • @nozukobacela-fh5fd
    @nozukobacela-fh5fd 8 месяцев назад +1

    Why uthi umncinci so uthethaa izinto ezinkulu

  • @gugulethuzulu8971
    @gugulethuzulu8971 3 года назад +1

    Thokoza Mkhulu 👏🏼
    Ngcela ukubuza wazi kanjani ukuhlukanisa uma uphupha emfuleni kwesinye iskhathi uphuphe ulwandle . Wazi ngani kuthi likhuphi ke makunje?

  • @nunuzaminnie668
    @nunuzaminnie668 3 года назад +1

    UMA USINDWA AMAHLOMBE UNGASIYO INYANGA NOMA ISANGOMA UMUNTU MAKAME PHAMBIKWAKHO

  • @bavumilesamkemhlongo4194
    @bavumilesamkemhlongo4194 3 года назад +1

    Makhosi indlondlo yangena ekhaya yasibuka yaqeda yamnyamalala asangaphinde sathola kodwa amaphupho athi usekho akahambi

  • @phindyn9166
    @phindyn9166 3 года назад +1

    Impepho ne boxer imboza eyi amakhehla anami mkhulu

  • @simnikiwesami9880
    @simnikiwesami9880 2 года назад +1

    Ndinazo zonke lezimpawu mkhulu, inkinga is that uMah wam akafuni nokuyiva lento... kowabo abawenzi amasiko

    • @hermisphasha5404
      @hermisphasha5404 2 года назад

      Abanye baphethula amadlozi bakhetha ukukhendla, dlozi nokhukhedla akhuhambelani

  • @dikeledikgomokae5432
    @dikeledikgomokae5432 3 года назад

    Siyaboga gogo👏🙏

  • @zoe_bonnie
    @zoe_bonnie 3 года назад +3

    Sawbona. Ncela ukbuzi, when u dream of wearing beads does it mean you have to wear beads in real life?

  • @kennethmthobisi6782
    @kennethmthobisi6782 3 года назад +1

    Can I please have amacontacts wakho

  • @TiaPlaatjie
    @TiaPlaatjie 2 года назад

    please do dream interpretations

  • @killabee6933
    @killabee6933 3 года назад +1

    Insangu 😂

  • @violetncube1279
    @violetncube1279 3 года назад

    Thokoza mkhulu ingan ukhulum nam

  • @kennethmthobisi6782
    @kennethmthobisi6782 3 года назад

    Mkhulu ubaba uthi ngiyeke insango kodwa I tell you man I get a lot of visions when I'm high but no one understands

    • @mcdollard7469
      @mcdollard7469 3 года назад

      You not the only one I stopped shame

    • @kennethmthobisi6782
      @kennethmthobisi6782 3 года назад

      @@mcdollard7469 but why did you stop?

    • @mcdollard7469
      @mcdollard7469 3 года назад

      @@kennethmthobisi6782 I see too much I don't want to see lol

    • @kennethmthobisi6782
      @kennethmthobisi6782 3 года назад

      @@mcdollard7469 be careful for the "seeing too much" not to force itself in reboot now that you are suppressing it. It's a gift.

    • @mcdollard7469
      @mcdollard7469 3 года назад

      @@kennethmthobisi6782 I'll smoke it again see what happens. But there these snakes I don't know what they want in my dream they not hurting or chasing me but I'm so scared of them

  • @shakambanjwa8984
    @shakambanjwa8984 3 года назад

    Thokoza sibonge ngolwazi osipha lona

  • @promisepromise6261
    @promisepromise6261 3 года назад +2

    Khehla kushukuma umzimba ngiphathwa yisiyezi ingabe kukhona abantu abadala lakumina?

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 3 года назад

    🙏

  • @user-xo6yx3xm5u
    @user-xo6yx3xm5u 3 года назад

    Ngicela ukubuza ukuthi uma uhlushwa amazinyo kanye noValo kungaba izimpawo zedlozi?

  • @cabilar4
    @cabilar4 3 года назад

    Thokoza mkhulu, ngabe kuchaza ukuthini uma umuntu elandelwa ilanga, ngabe usuke enedlozi noma isithunywa, ngabe uyathwasa yena? Noma isipho sakhe isiphi?

  • @yollandahmagubane3938
    @yollandahmagubane3938 3 года назад

    Yimina lowo manje ngenzenjani ukulivuma idlozi

    • @ubungomabeqinisonondlondlo1808
      @ubungomabeqinisonondlondlo1808  3 года назад +1

      emakhosini..sicela la ubheke i video esayenzayo kulama video ethu..Ibhalwe kuthi..Omele ukwenze phambiloni uthwase izokuchazela omele ukwenze noma kuthi ulivume kanjani idlozo 👏👏

    • @yollandahmagubane3938
      @yollandahmagubane3938 3 года назад

      👏👏👏👏

  • @karlntuli6411
    @karlntuli6411 Год назад +1

    Why so much gay and lisbian this days kulomkhakha ubungoma beqiniso?

  • @tzkcomedyentertainments2397
    @tzkcomedyentertainments2397 2 года назад

    Tokoza mkhulu cela contact you to com

  • @Kaythebe
    @Kaythebe 2 года назад

    THANK YOU🥲
    sometimes I wish our people could just tell us straight up, what they want so that I don't get confused shame because wow