SHILIS PART I -U MGQUMENI;DSD;IGCOKAMA ELISHA;NGIGA:UKUGIDA INGOMA
HTML-код
- Опубликовано: 13 сен 2024
- PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
Ihlathi kodwa Chillies 😂😂😂😂 ibhimbi emlomeni
MfokaManqele uhlez uwenza ama interview kodwa awukaze uthole insizwa eyocikoza yenze namahlaya ngesisoka njengoNgiga namanje ngsathula ngiyibuke I really enjoyed that interview umfokaMakhalibhothi kunezimfundiso kakhulu laphayana
Ngzophinda ngimphathe ku Season 3 bafo
Kazi nishela kanjan Shilisi manisahlulwa ukukhuluma namanye amadoda
🤣🤣🤣
Perfect TV sacela nisitholele umlando kaSandile Mbongwa (uVezuthando) igagu lika MaNdlela
Noted Bhuti
Uyababa we chillies pho anishongani kuthi CHILLIES ❤❤❤
Sothole enakwenza emculweni kamaskandi ,nasesizweni samaZulu,naseSA angeke kuphele emlandweni wezimpilo zethu.futhi akukho okuyocima lomsebenzi enawuqopha,anginawo amagama angachaza umsebenzi wenu.
cha asilivumeni igcokama liyiphethe kahle lendoda buka iyacwebezela 😂😂😂manje batalajwe lani abantu abangaphumelelanga ngemfundo ew shilisi
Danko bafo awuluthe iMphunsela noma uhlanyo u Ngizwe
Ubani bafo Mphunsela?
Manqele sicela usilandel u njencane please 🙏 Sizwe wonke ama Side 🙏
Ngeke esho lutho sekukaningi ngizwa ama interview akhe insizwa eyabuthwa leya akulona inina .
Kodwa Mtshengiseni waye ngaphezulu nje Shilisi, ngoku dayisa nangama Hit songs ,kanye nabalandeli . Iyekeke yezindondo, kodwa ke sikuyeke ndoda mbono wakho 😂😂😂😂
Yekela insangu
@@NjabuloSimelanee-iw4ohkhuluma into mina on record ....angiyi ngothando lwakho lase Hostela. Iqiniso nje limsulwa Mtshengiseni waye dayisa kundlula Mgqumeni , waye muhlula yonke mcintiswane.
@@sihawysenkosilethukuthula6135 lol iyiphi Indondo eyathathwa ugcwensa eqhathwe nebhova ??😅
@@kwazulu0358 cha phela ama award akubi 1 on 1 Mageba...kubanje umncintiswane kuvotwe bese umculi one ngoma eshisayo ethandwayo abalandeli bomculo bavotele yona. IBhova yes laliyi yigagu but ingoma yalo yayi ngafinyeleli ezingeni leye Ndidane
@@sihawysenkosilethukuthula6135 yabona bafo lezinto Zama Satma / Sama abalandeli babengenawo Amandla Amaningi okukhetha ama albums okmele aqhathwe kuze awine kwakuba nesigungu esenza yonke lento yokukhetha... even abafana bakaMgqumeni banawo lama Award bawawina kodwa lokjo akusho ukuthi babenabalandeli abaningi okdlula abalandeli babanye abaculi
Kodwa SHILISI uyisdididid wena njalo nje uhleze ukhuluma ngebhova Wena uzolhuluma nini ngawe mnxx
Weeeeee ai uchaza I nanana lomjita😂😂
Aykodwa shilis ngikukhonzile impel kdw uyibhimbi mawkhuluma ndoda ayyyy ulungekhona estage kulayini kphel
Mina ngicabanga ukuthi indlela esidalwe ngayo ayifani ngingayibeka inkulumo ngesisoka umunye eyibeke njengoShilisi okubalulekile ukukhuluma into oyaziyo injengoba injalo ngoba utshela abantu abangazi abafuna ukwazi ngomlando singcini sesisho okungasiyikho ngoba sisuke singekho ngale thina sabazi estage mabesidlalela ingoma
Wafica bani endlunkulu ??
-umgqumeni uyohlezi eyinkosi
Kkkkk yini ningathi shilisiiiiiiii
Aw mfoka Manqele sihlale swabuka ama intervews akho
Hhai namuhla usphathele isihhemi akuhhemi kuyanya
sacela usilandele uMfanie mf2 iyona ndoda esizwa kthiwa lude kakhulu uhambo lwayo nomjikjelwa😥
Nam uMfanie ngiyamfuna usebenzile endimeni kamaskandi 👑🇿🇦🔥
Chabo uyageja bhuti hlukani phansi nendidane wena gidangoma le gcokama
Umgqumeni Wayeyinkinga bafe2 Akanamanga u Chillies Bonke Abacali bazenza umgqumeni
Izidudla ziphuzile ukufika kumgqumen amen
Eiy lomuntu wemiyeko uxuba izindaba mnxm kazi uqonywa kanjani lobhuti ogidela indodana yakhe
Uthini lomuntu😂😂😂ubuzwa okunye aphendule okuny😂😂
Ihlathi
Weee hhay ubhimba ngisho ekhuluma Kanti lomjita 🙆🙆
ngisho bengaze beyikhulume kabi indidane kodwa nje isbhaxu yayisivulela kuyona yonke imincintiswano, idayisa kakhulu, iqoqa izindondo asazike ukuthi bona babenzima ngani oShilisi. Angikhulumike mina ngothando olusangene lwenhliziyo nensangu ngikhuluma ngezinto ezibhalwe phansi.
Indidane ayikaze ithathe I Award iqhathwe neCD yebhova
Ei bhuti iNdidane yayishaya kwasani angazi lomgqumeni wayegcotshwe ubani njengob lelixoki nje eliwuShilis lisihhemela kanjena
😢shilisi yedelela nobubi
Yhoo lomjita libhimbi nokuthetha oku uGinga zange nje athi uligwala wathi unejubane. Wayekuncoma shame qha wancoma isiphuku-phuku.
😅😂 yemadoda uMntebhosha kant uye lo obizwa Indidane engomen
Ayi cha uyibhimbi mtomdala😂😂
R5 kuSkhevane 😂😂😂😂 chillies 🤣🤣🔥🔥🔥 uyedelela.😆😆😆
Beside ukuthi uShilisi uyabhimba kodwa cha uyayikhuluma into enengqondo
Lool akavele avumele UManqele ambuze imibuzo ngoba uyathemeleza akanaso isisoka
Isiyinga-yinga madoda
Ey lensizwa eyakithi yaz ngyaphoxeka ayikwazi ngisho ukxoxa indaba umuntu obhimba ngisho ekhuluma
Isduphunga lesi
Mina ngimuzwa kahle Shilis, impendulo zakhe zijulile, indaba yemvubu, grade 12 people abacabanga ba benza diploma ngabakubhala kusocial media nenja eyeneka amasende eduze nemoto emile maseyihamba iyijahe, nendaba yokujola espan kuyinkinga lokho.
Naye umgqumeni wazibeka wabayiNkosi akabekwanga muntu nawe Chillies zibeke ubeyinkosi
Cha akashongo uNgiga ukuthi uShilisi uyigwala
❤❤❤❤❤❤❤❤
Shilisi awukwaz ukunz interview ibemnandi uxhuba indaba ngeskhath esidwa ayingek awukwaz ukukhulum into eyodwa uyiqede nje ayisuk
Ai lona usangene uyahhemanje weeeh
Omthandeni bahlala kanjani nomuntu ohhema kanje 😂😂
Wendoda sifun ujaiva noma uzwa ngempama
🤣🤣🤣 noma kanjan unyaka mawuqala sesiqede konke naye
syothokoza kakhulu ngo Ma jaivana @@perfecttvsa7051
Insambatheka yomuntu le,umdansane uschamangaphi…woyibuza mawungayboni🎸🎸
Inkiyankiya😂😂 ingoma kaJaiva yayiqonde kuShilisi isiyingayinga😂😂
Cape Town is watching, up lapho up! Mfoka Mzimela lona sibukele
Chili's 😅😅
Lenzizwa ikhumbuza bhova eyi shiliz
Ay lababafwe2 sengiwabukile I most yama interviews abo kodwa ngyakuqaphela ukuthi bayadinga uku phorishwa
Kuphela 20min, umuntu singezwa ukuthi uChazani😢 eyy O shilizi madoda
Uzanini uP2 ayi uyibhimbi umfoka Langa ngeke 😂😂😂
Kusas Bhuti
nami ushilisi ngicela angifundise ukugida
😂😂😂😂😂😂kuyahhema lokhu
Lana emculwen kunabantu okungmele benziswe interview yeyi bayazehlisa isthunzi bethandwa
Ungisize ngingadadazi Nkulunkuluwami😂
Lol mina uchillis ngyamthanda ukuphupha kwakhe
Mxm 🚮 weShepard lelilasta labhibhidla kangaka😅😅
Ngyakuzwa ubabala bonkee kodwa uQondani noDsd Kanye noMkholwani bafika kanjani??
Iyangihlekisa le part kamgube😂😂
Ay kodw Pelepele yababa
Uyanambuza u Shirisi
Uyadavuza Shilisi wawuwalahla kanje nama marks ngokungafuna ukuhlala ephoyintini😁
Inkinga yakhe uShilisi wafika esezogida nje kuMgqumeni akawazi umlando yabona mayethi mayexoxa ethi mangizwa
Sicela usilandela uNjencane yena owazi wonke umlando futhi owasebenza nalezinsizwa
Ikhona interview yakhe scroll down
ethi mshana ngithi malume😂😂🤣
Inayo kodwa intomb lent
😮njenge Gcokama liyistemniso seBhova
shilisi mfethu ngigcwele ngawe skhokho phela wawungeve uhlanya ngikhumbula kuleyangoma ethi " abaholi bethu, ukuholaizwe kyasetshenzelwa"😅😅😅😅😅
Uyabhibhidla lomasaka wekhehle
😂ai ngk. Kwakufanele ibhova lingamculisi lomunt uyabhimba ngk😅😅😅
Ufica bani endlunkulu?
wafica ban endlukulu wena slima
Mfoka Manqele sisacela usilandele ugqoko please
Ai lesyingayinga esabonwa u Jaiva asiphenduli nemibuzo sivele sishoneleh ubokenje ukhulume ngawe ndoda uyekele ukukhuluma ngomgqumeni I interview yakho lena okuningi kufanele kubengawe sdididi ithuba lokuzimaketha
Sicela u part 2
Usukhona
Kazi umgqumeni wayeboneni kulelihlathi
Unamalimi yini kanti lomfo😂
MFOKA MANQELE NGICELA USIPHATHELE UMAJAYVANE JAIVA ZIMNIKE NGIYACELA NGELINYE ILANGA
Ja bafo sengakhukuma naye nakanjani next year mawuqala unyaka👊
Uyoba igidangoma uzufe sthuthandini nensangu igcwele ikhanda
Sicela umtebhosha
Ama phone wakho womabili bhuti 😅😅😅😅
Ngathi khon Intambo engagcobhozi ku paraffin kulo baba😂😂
Wonke umlandeli uthi inkosi umculi amthandayo
uyibhimbi ushilis mayekhuluma,inkunga uboniswa kakulu ngomthanden
Yazi u chillis unokukhubazek kancan 🤔🤔🤔 angaz noma niyabon yin
Uphuzileni wazwa ukuthi wafica bani waphendula okungesikho
Siyabonga kusilethela ixoki elingazazi liyiliphi 😂
Ayy uyahhema lomuntu madoda 😂😂😂
I bhimbi shilisi
ulibhimbi mfoka Langa , uboke ubukele ku Somnandi uthole ukucobeleleka ngesisoka
Udakwe insangu lowoShilisi
sorry wena babu shilis inkos izobabona
Uthini lobaba ngempela 😂😂😂😂
Asilwi😂😂😂😂😂
Uyogida uze ufe bhimbindini
Soze ndihlale nalenkwenkwe more than 20 minutes ndingayikralelanga ngesibhaxu.
uthini mkhaya😂 uthi ungayifaki nduku
😂😂😂😂Yoooh ngumuntu onjani lo eyii
Mnxm indala mahala leRotman iyawanqa gwaaa
ujulile noma uyasangana wena?
Ngyabuya
Kshuthi awfuni no Jaiva
Siyinga yinga esigidela onke amaqembu uzofutha interview ngentuthu
😂😂😂uyasiphuphela ndoda ai
Amawashi amabili awani yey amahlon kim😅😅
Kwa right I bracelet akulona I washi
Uqinisile uChillies wavela kuleAlbum Lena ethi Sawubona wemuntu ophethe isibhamu.