Aweemaa ngaze ngakhala watching Mashudula akhuluma exolisa and seeing Mavundla's reaction ❤❤❤ If umdlalo, awungapheli but those emotions were real and ubuhlakani obudlulele to both of them.... ubunzulu nobuhle bangaphakathi obukhombisa indlela ende yokwakha nomzi woVundla uvuka, ngibuzwile ekhuluma uShudula.. Thank you Vundlas❤❤❤
Angilele from work in France ngiyavuka futhi but bengingeke ngilale nginganibonanga after miss understanding. Ngiyanithanda futhi sifunda okuningi nenhlonipho nekuzithoba. Ningabantwana kodwa siyafunda kinina❤🎉 ❤
🎉🎉🎉yaz senithandana qobo ngathi niphila komnye mhlaba,okuhle nomusa knilandele❤❤❤u guyz
siyabonga Mavundla uyindoda uyayimela into yakho uyisibonelo esihle ezweni noma silale sesigula ukukhala siphethwe yinjabulo yothando lwakho ❤️❤️❤️🙏
Aweemaa ngaze ngakhala watching Mashudula akhuluma exolisa and seeing Mavundla's reaction ❤❤❤ If umdlalo, awungapheli but those emotions were real and ubuhlakani obudlulele to both of them.... ubunzulu nobuhle bangaphakathi obukhombisa indlela ende yokwakha nomzi woVundla uvuka, ngibuzwile ekhuluma uShudula.. Thank you Vundlas❤❤❤
Siyabonga Mndeni wakaMavundla siyafunda every day nangendlela owehlisa ngayo umoya sikhalile siyicountry uJehova aniphe amandla mina ngisemkhulekweni ukuthi konke kuhambe kahle
God bless your journey
Makufika endabeni yothando, Mavundla nawe Shudula niyisibonelo esihl kwabancane nabadala… chubekani bafwethu ningayivumeli inegative energy inibhidle phakathi… I smile sakaShadula is priceless… Mavundla asithandi ukubona ingodusi yakho ikhala… Hlala umvikela njalo❤❤❤
Ngikhalile kulive namanje ngisakhala indlela enginithanda ngayo yoooh angikwaz nokuychaza nginifisela okuhle kodwa❤❤❤
Ngaze ngakheka kuloluthando, ngiyafunda ngiyazi corrector kulo 23 yrs ngishadile❤❤ mina thanda Nina bhuti nocc
Mavundla asali uliciko bit nawe mawonile yehlela ngezansi as exolisile noMashudula naye if kukhona angakuthandi xolisa ungaziphakamisi khehla...
Ave ndinithanda yaz ndihleli ndinibuka im Xoli from Cape Town ningayeki ukubambana bafethu
Siyabonga Mashudula and Mavundla.. Yazi nifundisa kwa thina sibadala sesihambile ukhalo kulomkhakha womshado.. Halala ebudlelwaneni obuhle kangaka. UJehova anibusise anivikele..
Siyabonga ukuthi isindlulile lendaba cishe ngafa phela mina ngihlala egoli endaweni yase Vaal manje ngilokhu ngixoxela abesuthu nezinye inhlanga kuthi kwenzekalani lana baphinde bathi icontent ngisaleke ngedwa othi iqiniso ayi ngijabule kakhulu impela so dadewethu Mashudula siyabonga cc thandanani abantwana bethu sifisa babuke kuwe uyintombi uZulu ummele uvuthiwe kaDlaba
Siyabonga Mavundla masewucula. OLUNYUTHANDO LOLU selusifake phakathi nathi. Sikhala siyaphambili njenge Ambulance. Singene shiqe lapha angizange ngikhale kanje izolo. Yeyi! Saze sajoveka iloluthando.❤❤❤❤❤❤
Sibonge uxolo esenilwenzile weVundlas niqhubeke njalo ke bafwethu niyibambe nje ngoba vele iphutha lisemntwini ❤️❤️💯💯
Siyabonga Mavundla,sajabha nesitha esinguSatane.Ukwehlisa kwakho umoya nothando onalo noma woniwe kukwelinye izinga.Ukuthi alibone iphutha alenzile undodakazi kuwuphawu lokukhula.Umyalezo akuthume wona kwabakwenu kutshengisa ukuvuthwa komqondo nenhlonipho,uyazi ukuthi akaphoxile wena kuphela kodwa umndeni wonkana.Izokhula intombazana futhi iyabonakala ukuthi izimisele ukuthi uyihole.
Yoooh Indoda izikhale shudu yathadwa lah
ShudukaVundlaz nibahle nifanelene, uNkulunkulu anigcine anivikele eztheni zenu,niyisibonelo esihle eSA iyonke❤,konke okuhle kunengame❤❤
Wow Vundlas akuve nginikhonzile ninoMaShezi nothando lwenu oluhle🥰🥰uJehova anigcine anilondoloze njalo🥰✌🏼
Ncoooo ❤❤ ngingene ezibhalweni ezingcwele ukuthi indoda iyomthanda owesifazane wayo Abe logo wesifazane uyamthobela umyeni wakhe 💕❤️🥰
Xola Mavundla.....mina mengikubuka ngibona ubaba kuwena❤❤❤
💃💃Waze wathokoza umoya wami❤ uThixo anibiyele nje kuloluthando lwenu . Kodwa ningikhalisile senikhala Bakithi. Much love nje KaDlaba Mwelase❤❤❤❤
Angilele from work in France ngiyavuka futhi but bengingeke ngilale nginganibonanga after miss understanding. Ngiyanithanda futhi sifunda okuningi nenhlonipho nekuzithoba. Ningabantwana kodwa siyafunda kinina❤🎉 ❤
Weeee yazi maVuundla manginibuka ngivele ngiyokhumbuza umnyeni wam ukuthi ngimthanda kangakanani❤❤
ngikhaliswa ukuthi bayakhala❤😭😭😭ngyanithanda ❤❤❤❤❤❤❤
Alihambe isuitcase liye kwa sulumlomo… no going back❤❤❤
Cha, awusiyona fake. Love you guys, big time❤️❤️❤️🔥🔥🔥
Siyabonga Mavundla uyisibonelo esihle yazi kuno baba abadala kude kuwe kodwa okusamele bezofunda kuwe ukuthi umuntu wesifazane uphathwa kanjani
Yethi Baba siyabonga senixolelene, bese sibuhlungu. 🙏🙏
Yeyi bakithi kuhle ukuthandwa ♥️♥️nginifisela okuhle kodwa mina🎉🎉🎉🎉
Ave nisifundisa zingane zami, zibuyela emasisweni, sengifundisa izingane zami ezikhulela esilungwini ngesintu esihle eseningikhumbuza sona,ngani siyabuya isintu, nishumayela ivangeli lesintu,mukhulu kakhulu umehluko eniwenzayo ❤️❤️🙏🙏
Ngyanithanda ❤ guyz thandanani,nihloniphane ,nibekezelelane yinhle into yenu,niyisibonelo esihle
Kodwa Nkosi yaze yathetha kamnandi indoda 😂😂😂😂❤❤❤
Futhi sifisa okuhle kodwa kuloluthando❤❤ vele izimfa mona ziyohlezi zikhona😢
Ngyanithanda ngilokhu ngiphindile ukubuka lama video enu niyisbuko esihle emphakathin❤❤❤❤
Ngiyanithanda niyezwa Kaz Kimi kwamoshakala kupi lwakuhle uthando luyahalisa Shembe❤❤❤❤❤😂
Angizwa kahle menganibonga 😢😢😢😢
Khona masewuthi kuye mama awu kodwa jehovah 🙆🙆 niyathandiwa ❤❤❤
Ngisaba ukuthi sizokhohlwa ukuthi sagcinaphi kusgcawu 19. Oh maye ngoNelly 😭😭😭
❤❤❤❤❤❤❤ siyabonga ukuba ubaba wesizwe
Ngaze ngakhala ngisemsebenzini,ngiyanithanda nobabili❤
UNkulunkulu andibusisele Nina Team Mavundla kaDlaba forever
Vundla ngyakuvuma,kuyasho ukuthi uyindoda inhloko kuloluthando,okuphiwe ngobuhlakani bakho, ukuphiwe
umdali,enye into ndodana ungakhohlwa ukuthi umuzi wakhiwa kanzima,kunama challenges, enye into ungakhohlwa ingoduso yakho uMashudula isencane,isakhula, kanti futhi isigaba angene kuso sinzima,sikhulu, ngakho bekezelanani,niqhubeke nento enhle yenu, siyanithanda,thina njengo Zulu, indlu empisholo siganwa kanjena kubuka lonke izwe,cathulisanani bantabami.
Ningakhalisile last nyt yoo yinhle into yenu❤❤❤😢
Xola Vundlas bayazlahla kuwe yize bevika ngephutha❤😂
❤🎉love you shudu n Mavundla qhubekani nento yenu
Wake wakhalisa uthando lwabantu😢 ababili yoo yim lowo ngiyanithanda nobabili n ngiyafunda kumnandi manithandana ❤
😊😊❤❤❤❤❤ niyathandwa yimi Nina nobabili
Weeee bafethu nivuselela uthando endinalo kumyeni wami ❤❤❤ ngiyekeni ngiyothanda umntu wami😅😅😅
Ngyanithanda aybo mesenincokola ,kodwa nibuye ningikhalise
Siyacela nathi laa emampondweni kutsho iQhikiza lakhona elikholwayo uSolikholwa malingahlehli isudukhesi maliziswe kuyeke kukhule kokubini kuzokweliwa ngendlela sihambani nengane izokufunda okuningi sihamba isencane sizoyfundisa ukukhuluma nendoda soyxelela ecaleni uxolo Vundla ayigqithe lento siyeniphambili nizoqondana ngendlela Mbhem sincede masiyeni phambili
Ayi sike sakhala we ngrozi izolo...sidinga I therapy siyi country, if singa sineki iqhomo zize zibuhlungu, sidiniwe ayke vala siyakhala, saze sabancane😢😂
Ngiphutheliwe nami bengizokhala bo
Gudu macwabe ngiyanithanda mavundla nifanelene nomashundula ❤
Naze nasibusisa bo my love birds kodwa seningikhalisa nami mangibona ne Shudula lami selikhala bakithiiiiii❤😊nitotobusane nje njalo kuleyondlela yothando ayilula futhi nihlale nazi iphutha nephutha enolenza emphakathini baningi abalinde lesoskhathi nisigweme uGod ahlale enihola njalo nginithandani
Gugu no ukuthi UCC wenu mcnane kusho ukuthi akangange ngomavundla pho ayi uyavuna undandewenuv😭😭😭
Gugu aluhlehle usuku
Okuhle kodwa zithandwa zami nginithanda ngothando luka❤
Auu bakit indoda ubhut Mavundla sukaa😊😊😊😊😊
ngkhaliswa ukuthi niyakhala ❤❤❤ngze ngayihleka...😂😂❤Ngyanithanda
Closed this chapter...next chapter soze ningathandani becarefuly Vundla umlomo uyadala andiyfuni ke le yesthembu mna tu..😂
Ngfunda okningi kuwe Vundla mfwethu ngyaqala ukba ne role model ngawe bhut omdala
Alihambe suitcase pls nginithsnda kakhulu bangani😂😂❤❤
Molo Vundlus uzondlula kahle nje 😂
Oh my word.... ngaze ngagcina sengkhala nami at the end
😂😂😂ucasha ngesthupha😂😂😂xolelanani finish,siyanithanda Mavundla and Mashudula
Njyasibuyisela kodwa ithemba othandweni Mavundla noKaDlaba siyabonga kakhulu ngoku share indlela yenu siyanithanda kakhulu❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Siyabonga siyanithanda Kwa bhuti yinhle intoyenu
Angideli ukunibuka so ngyabuya futhi 2 day😂😂❤❤❤
Ake umbheke ngokuxolisa kwakhe bese wakhele phezu kwalokho musa ukubulala egameni lothando mqondisi ebese uqhubeke asikwazi ukuma ngephutha lakhe
Syajabula thina cbar🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤
Bese ngphoxekile emoyeni wami ngazengsjsbula Uma seniuyisene ❤❤
Ngaze ngaluthanda uthando lwenu ❤
Syabonga Mavundla
Uyindofa Vundla musa ukufuna ukumoshelwa umuntu izinto abantu , lomangcobo uzobhidliza lento yokuma ngephutha kungubhidliza
🥰🥰🥰 you two are just
Uthando enginalo ngani mavundla no shudoh❤❤
Saze salala sikhala izolo ay Nina Naze nasibukisa Bold❤❤❤❤
Abase korinte uthando❤ nibahle ngathi ningahlala ebukhoneni beNkosi
Siyamxolisela sbary mina ngithanda indlela nje oyiyona Mwelase uyindoda ngthanda nangendlel ovele wehlise ngayo umoya cha unenhlanhla Mashudula yokuthola indoda efana nawe ukube uyimi bengzoqondisa okothi lomkhonto. Ngithobele umyeni wami
Siyabonga Mavundla
Bhuti omdala syabonga kuhle okwenzayo isizwe sibuka Kini sidle ukulimazwa amadoda but ngoba ukhona syethemba bayabuka sbonge zalo
Waze wawamela amadoda mina sengiyaziqhenya ngesibongo nje sakithi KaMavundla
Siyabonga izinyalo zakho
Ngyavumelana noma Vundla,ukuthi kuhlehle isuthu case,khona bezo xoxisana kahle,babuyisane bazwane,emvakwa lokho kunqunywe usuku lwesuthu case,sekukuhle.
Niyathandeka niyezwa
Luhle uthando❤️🙌
Ngaze ngayithatha into eyenzeka Lana #Mavundla
Mavundla niyazimisela yaz nina ngento engumdlalo ay shame ngizoninika umholo wami wonke
Isithunywa sithini Mavundla sithi uzosala ezingutsheni😂😂😂😂😂😂
😭 😭 Khan ngnibuka wezithandwa nangkhalisa senikhala bakity
Windoda Mavundla Mina nje ngigqishe nawe, yize noma usunginjikelanje nje usulokhu usulala lamehlo 😂😂😂, ayakha amazwi akho, nathi syafunda kuwe Indlela okhuluma ngayo makukhona ongaboni kahle khukho, cha isudukesi alihambe mfwethu
Sesilinde usuku lwe sudukesi🥳🥳
Eveready weympendulo mfwethu 😂😂😂
#olbusayololthando
❤🙏 Bafethu !
Mavundla cela ungifundise uqomisa ngoba hai kukhulu engikufundayo kumanje
Ngaze nganiThanda yinhle indlela yothando lweni..nginibuka njalo
Ngangingebe mzulu ngangingabayini
Ngaze ngakhala kwamina lwaze lwamnandi loluthando lwenu ngiyanithanda
Hayi ndomva kakuhle uMama omdala lo we napkin. UThethe kakuhle, ooDade njengoba beqomile bekufanele bamkhuze uDade wabo, bamfundise indlela yomuntu oqomile. UMama uMangcobo ndimbona ebathanda bobabini njengatho qha akalilo i wexuwexu uthetha inyani ngqo ngobunjalo. Unjalo ke umntu ofuna ukwakha ongacengi kuThandwa
Nazenasikhalisa❤
❤❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
❤️❤️❤️
Enkosi sizohlala khona la ngase nsikeni sidlele indlela ngoba uLwazi umphako ongaboli
Uxolo phambili kumndeni❤
❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉