@@EmanduloTV nginekhehla elike lifike lingivezela imithi, izinto zesizulu benginganaki cos I was a UCT student at the time. Manje akuhambi kahle empilweni angazi nokuthi ngangiyelani eUniversity. Lekhehla liyafika lisanda kungivezela ukuthi mina nalo siyohlangana kuphi, ngiphathe muphi umuthi nempepho kuphela. Waphinda kwabuya elinye iphupho lomoya omusha engingawucelanga ngangike ngibenezibonakaliso zayo lemphahla kodwa kulesibonakaliso sokugcina ngibalelwe imithi yokuxumana nawo lomoya yamuthathu. To think I was one of the best student the university has ever had breaks me. Abantu bayasebenza mina dololo ngiphupha imithi , amabheshu usandukungibuza ukuthi uphi umkhonto kanti laykhaya kuliwangani few weeks before that I had the urge to buy iwisa, ihawu nomqhele hhayi ungiyane. Then boom wabuza umkhonto. Izangoma. I think zinomona cos they are not friendly and honest to me. So I stopped, church ngibhoreka sengiphakathi its just not for me. Ngiyabona ukuthi kukhona into eyenzakayo kumina but I dont understand it cos sekwaduma lokuthwasa. Yazi ngakhipha ingane eskoleni idliso lentando ngoSawoti ngempepho kuphela yabonga yangithengela iTicket lebhanoyi. Lento engathi mayiyenze ngayisho sakudla sibhorekile nje eLibrary sizixoxela... Babodwa abangifuna imithi yokuchatha, imihlabelo, ukuqiniswa imizi yabo, nabo uqobo. I am just not sure ukuthi ngenzeni. Ngayakumkhulu ngayomphahla ngempepho nalowa muthi awushu, wangabuyisampendulo, mina naye asingeni kuConversation ubuya uma ethanda. Kokunye kwangena ijuba endlini ngihleli endlini ngalibamba ngalinquma ngakhipha inhliziyo ngayilengisa konke namathumbu. That night wafika ebusuki washo ukuthi inhliziyo yejuba yakha intando engasukumi phansi kodwa kumele ungalibulali ngomese washo nomuthi okufanele uthwebule ngawo ukuze ibe namandla lendliziyo even the process... My question is how do I get in a conversation with him? Cos something angithandi ukuyozithenga like umuthi wokuqinisa, amabutho agaywawo, izinsizi zamalumbo etc one needs ingredients and instructions on how to mix all of this. I am hardly intimate, so there is no obvious barrier like that
Bayede mkhulu 👏🏽👏🏽
Makhosi khehla mina ngaphupha lobu okugaxe entanyeni kodwa engaboniswa bona babumnyama ngombala ngiyabonga khehla ngezimfundiso zakho BAYEDE 🙏🏼
Bayede 🙌🏿
Ngiyabonga Khehla ngemfundiso, bengiyidinga 🙏🏽
Siyathokoza Donga lukaMavuso!
Siyabonga mkhulu nge mfundiso enhle enkulu
Wena weNgwe neNgonyama 🙏
Bayede. Ngicela ukubuza ngobuhlalu bezigane ngabe kunokwenza umoya thole?
Makhosi Mkhulu. Cela ukubuza khehle, if you're a woman and ungenwe igedla and you've been shown ugiyane, can I buy it and wear it ngingaganiwe?
Ngingawutholaphi ungiyane nomncwadi mkhulu
Bayede 🙌🏿
Angazi ngoba kwamina ngagcina ngizithungela.
Kuyenzeka Mkhulu bathi wafake emlenzeni not on your wrist?
Bayede 🙌🏿
I don’t know ngoba akaze ngikubone, but ngike ngibone amabutho akwaZulu ewagaxe emzimbeni instead.
Anything is possible edlozini.
@@EmanduloTV MAKHOSI AMAKHULU.
Ngokuba kumina Mkhulu ndaphupha ndiwanxibe on my left leg.
Malume Sawubonar. Ngicela inumber yakho mkhulu.... Noma email sizothi ko zoom or Skype ngoba ngathi uphesheya. Nginento engicabanga ukuthi ungangisizwa
Bayede 🙌🏿
Mayelana ne consultation nezinto zikamoya nje in general ngisiza umuntu uma ethunywe isidalwa sakhe through amaphupho.
@@EmanduloTV nginekhehla elike lifike lingivezela imithi, izinto zesizulu benginganaki cos I was a UCT student at the time. Manje akuhambi kahle empilweni angazi nokuthi ngangiyelani eUniversity. Lekhehla liyafika lisanda kungivezela ukuthi mina nalo siyohlangana kuphi, ngiphathe muphi umuthi nempepho kuphela.
Waphinda kwabuya elinye iphupho lomoya omusha engingawucelanga ngangike ngibenezibonakaliso zayo lemphahla kodwa kulesibonakaliso sokugcina ngibalelwe imithi yokuxumana nawo lomoya yamuthathu.
To think I was one of the best student the university has ever had breaks me. Abantu bayasebenza mina dololo ngiphupha imithi , amabheshu usandukungibuza ukuthi uphi umkhonto kanti laykhaya kuliwangani few weeks before that I had the urge to buy iwisa, ihawu nomqhele hhayi ungiyane. Then boom wabuza umkhonto.
Izangoma. I think zinomona cos they are not friendly and honest to me. So I stopped, church ngibhoreka sengiphakathi its just not for me.
Ngiyabona ukuthi kukhona into eyenzakayo kumina but I dont understand it cos sekwaduma lokuthwasa. Yazi ngakhipha ingane eskoleni idliso lentando ngoSawoti ngempepho kuphela yabonga yangithengela iTicket lebhanoyi. Lento engathi mayiyenze ngayisho sakudla sibhorekile nje eLibrary sizixoxela... Babodwa abangifuna imithi yokuchatha, imihlabelo, ukuqiniswa imizi yabo, nabo uqobo. I am just not sure ukuthi ngenzeni.
Ngayakumkhulu ngayomphahla ngempepho nalowa muthi awushu, wangabuyisampendulo, mina naye asingeni kuConversation ubuya uma ethanda.
Kokunye kwangena ijuba endlini ngihleli endlini ngalibamba ngalinquma ngakhipha inhliziyo ngayilengisa konke namathumbu. That night wafika ebusuki washo ukuthi inhliziyo yejuba yakha intando engasukumi phansi kodwa kumele ungalibulali ngomese washo nomuthi okufanele uthwebule ngawo ukuze ibe namandla lendliziyo even the process...
My question is how do I get in a conversation with him? Cos something angithandi ukuyozithenga like umuthi wokuqinisa, amabutho agaywawo, izinsizi zamalumbo etc one needs ingredients and instructions on how to mix all of this.
I am hardly intimate, so there is no obvious barrier like that
@@EmanduloTV kumele ngiboniswe ukuza kuwena?
@mzamotry4623 Yebo. Empeleni nje umuntu kamoya kumele eye kumelaphi ngoba ethunywe isidalwa not ngokuthanda kwakhe
@@EmanduloTV ngiyezwa mkhulu manje umakungaveli muntu? Kodwa umoshakelwa impilo ngoba unalomoya izangoma zikuqambela amanga zithi thwasa zibe zifuna ukweba.