kunabantu abawu 3 abasala sebekhokhe uR100 ngicela bengenzele isms khona ngizobuyela kubona 🙏

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 20 окт 2024

Комментарии • 28

  • @SiyabongaIsrael-f5f
    @SiyabongaIsrael-f5f 8 месяцев назад +4

    Ngicela ukwazi bandla ukuthi mangabe uhlushwa iphupho lokuthi uba nohambo oluthize koda awufiki lapho oyakhona kanye nephupho lesikole 🙏

  • @brytennyathi5011
    @brytennyathi5011 8 месяцев назад +2

    Uthembekile kakhulu dadewethu you are so kind maMbotho, uJehova angelusele wena

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 7 месяцев назад +1

    Awungeke bayaku bambezela kunini sisi uba cela abafuni ukuvela sedlala ngawe phela manje bakumisile baya ganga labantu

  • @SyabongaMondli-u1p
    @SyabongaMondli-u1p 7 месяцев назад +1

    Thokoza .gogo...
    Namba yakh anginayo min umunt engthandan nay sengimphuphe amahlandla amaning elele nomuny nom efeba

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  7 месяцев назад

      Kubika into angase ayenze esikhathini esizayo noma aseyenzayo vele njengamanje

  • @kingraphael5162
    @kingraphael5162 7 месяцев назад +1

    @HX MBOTHO ngicela kubuza ngabe kusho kuthini kuphupha uvulela impompi yamanzi kuphuma amanzi ahlanzekile aqcwala ikomishi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  7 месяцев назад +1

      kuchaza inhlambuluko okumele ikhulunyiwe ekhaya leliphupho livame ukuqhamuka uma kade kudlule umuntu noma uma kugula umuntu ukuthi kumele ekhulume into ethize eyimfihlo

    • @kingraphael5162
      @kingraphael5162 7 месяцев назад

      @@hxmbotho3458 kuyazwakala salukwazi

  • @duduzilecharlotte6417
    @duduzilecharlotte6417 8 месяцев назад +3

    Thokoza gogo iyiphi yona inamba ngiyabonga sicela isiphendule imibuzo esiyibuzile gogo

  • @SpheleleGumede-i8c
    @SpheleleGumede-i8c 8 месяцев назад +1

    Ngicela ukubuza ukuth Uma uphupha isihlahla saMango sisendlini futhi sithelile kuchazani

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  7 месяцев назад +1

      isihlahla sezithelo sibika umndeni oyoba nawo ozalwa nguwe kodwa masimile endlini kubika ukuthi kuyoba ezasekhaya lapho , ukuba nezingane nomuntu wakini uthole ukuthi uzwana nomuntu oyisibongo esifana nesakho kodwa ebiza esinye kanti akusona leli phupho likhomba nje ukuzaliswa umuntu ungubhuti kuwe kungaba isihlobo kodwa ube ungazi ukuthi nihlobene

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 8 месяцев назад +1

    UMdali akuphakamise njalo 🙏. Mina uhlala ungelapha njalo kuleso sikhathi esifishane ovela ngaso kule channel.👏👏

  • @lofortenyantumbo9601
    @lofortenyantumbo9601 4 месяца назад

    Sawubona, kusihlwa, nginguLoforte waseMozambique, enhlokodolobha iMaputo, nginombuzo ngamaphupho. Ngivame ukuphupha umkhulu wami. Ecela usizo kodwa washona kudala. Futhi ngisuse umhubhe wakhe ngikhala ngicela usizo lwakhe, ngicela ukwazi incazelo yephupho

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 8 месяцев назад +2

    Ngicela kuk fonela kusasa cc hlengiwe

  • @mlondisnicker6869
    @mlondisnicker6869 8 месяцев назад +1

    Sawubona mambotho ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ungaqokile ngaphezulu isikibha 👕 ngiqoke ibhlukwe kuphela?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  7 месяцев назад

      Mlondi mfwethu lokho kubika usizi onalo ukuthi kunabantu abakubona kuyihlazo ukubanalolusizi noma ukuxakeka noma izinkinga zakho bazibona ziyihlazo kubona

    • @mlondisnicker6869
      @mlondisnicker6869 7 месяцев назад

      @@hxmbotho3458 Eish ngiyabonga impendulo yakho kodwa sekukaningi ngiliphupha ngise sikoleni ngibhince ithawula ngezansi ngingaqokile lutho ngaphezulu ngiqimbile nase Khaya manje angiqondi ukuthi kuyihlazo kanjani yinto edalwa yini leyo imekanjani ingalungiseka noma cha.??

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 8 месяцев назад +2

    Ngizo cela ukwazi ukuthi ngebe kuyiwa nini emsnzini

  • @prettynxumalo8388
    @prettynxumalo8388 8 месяцев назад

    Khona ocela ino yakho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  8 месяцев назад

      0761433135

    • @pertinaxity
      @pertinaxity 8 месяцев назад

      ​@@hxmbotho3458I sent iSMS ngo mhlaka 16 Feb, ngicela ubuyele kmina🙏