Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Sawubona pastor siyabonga kakhulu ngezincazelo. Ngiphuphe ngilele nomlungu senza ucansi.
FilenameUkuphupha wenza ucansi nomlunguVideo linkruclips.net/video/0t2xNvAeQ0w/видео.html
Amen pastor ngyabonga ngencazelo mina ngphuphe khehla lomlungu lithi licela ngilikhulekele
Ngibingelele Pastor nabalandeli.bafowethu nodadewethu make sizame ukuhlonipha pls.uPastor naye unempilo.akesenze njengabantu abadala🙏
Syabonga pastor
Sawubona pastor weningi siyabonga indlela owachaza ngayo amaphupho uyawendlal kucace bha
Siyathobeka,futhi siyakhuthazeka.Stay blessed,
Sawubona poster weningi siyabonga ngokusikhanyisela ngamaphupho 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
you're welcome.Stay blessed
Kusho ukuthini ukuphupha ugogowakho osaphila efika kuwe athi ukhathele bese egibela umbhede elala
1. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu oluhle oluvame ukubika ukuthi usebenza kanzima nangokuzimsela futhi uzothola umvuzo kungekudala.2. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu oluhle olungasho ukuthi uzothola usizo kumuntu ungalindele.3. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olungasho ukuthi kungenzeka udinga usizo, ukulekelelwa nokwesekwa ukuze uphumelele.4. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olungabuye lusho ukuthi awunamandla, futhi awuphilile kahle, noma ukhungathwa yizinkinga ongakwazi ukuxazulula.5. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olusho ukuthi ungase ubanjwe wukugula esikhathini esiseduze esizofika kungekudala.so it's the same even if omunye umuntu okhathele.
Syabonga pastor wethu❤
You're welcome,Stay blessed.
Sawubona pastor ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ukhuluma isingisi
I think usuke ukhuluma nabakini abangasekho abakhuluma ulimi oluhlukile kunolwakho. English is a world communication language
Sawubona Pastor, ngithembe ukuth uyaphila, kusho ukuthin ukuphupha, nidlelwe umuzi wakini, wathengwa umlungu, useyanixosha kuwo. Ngiyabonga
Thanx pastor❤
Stay blessed
Ukuphupha umfula uncwele kutshoni baba
*Uma uphupha umfula;* wuphawu olubi uma ugcwele; lusho izihibe ezizovimba inqubekela phambili nempumelelo ikakhulukazi uma ungaweleki.
Good afternoon Pastor thank you very much for explaining my dream
Sawubona pastor kusho ukuthi ukuphupha amanqina wezinkukhu
ukuphupha abelungu ukhala
Siybonga Moya wencazelo, yebo kunjalo
You're welcome, Stay blessed, ngane yakwethu.
Pastor mina ngaphupha abelungu abawu2 bengixhawula
Some of us have white ancestors and some are not aware about that. As for me my maternal great great grandmother was a German. woman.
Sawubona baba Kuloku angeke ngibuze ngephupho kodwa ngizobuza ngento ethanda ukwenzeka kimi ngigcine nginemibuzo engenazo izimpendulo Ngabe kwenziwa yini ukuthi njalo uma ngithandaza ehlane ngufikelwa wusizi .njalo nje ngivele ngikhale futhi ngizamule noma kungekho okungiphatha kabi kuvele kufike usizi kumina
Siyabonga Pastor ukusikhanyisela
you're welcome, INkosi inezele kuwe okuhle.
Siyabonga pastor ❤
Thanks to you as well for watchung.INkosi ikulonde, futhi ikubusise.
Siyabonga Mkhulu 🙏🏾
Unjani Pastor Weningi 🙏✨💫😇Ngiyabonga ngezicazelo. Kwande kukhanye.
thanks, MaMyeni.Mdolomba Mzukase, Mnguni wasenhla. Wena waseNingizimu.UNkulunkulu anezele kuwe okuhle nenala.
Mina mkhulu ngiphuphe ngifutha nabelungu
Siyabonga incazelo
kubonga mina.INkosi inezele kuwe konke okuhle
Mina ngiphuphe abelungu ababili begula kodwa bebejabulela ukunakekelwa imina kuphela bengamfuni omunye umuntu.
Amen
thank you, be blessed
Sawubona baba cela ukubuza kuchazani ukuphupha upha umuntu igama
Siyabonga khehla
You're welcome_UNkulunkulu akulonde futhi akwenzele okuhle kodwa,Stay blessed.
Sawubona professor mina ngiphuphe ngicela umsebenzi kumlungu engake ngamsebenzela kudala
sawbona pastor kuchazani ukuphupha useskoleni ufuna indawo yokuhlala kunano mlungu
Waze wangichazel kahle, kusho ukuth kzolunga... Ngiphuphe umlungu kungath bengikwi interview n nami ngisegobongweni🙏ngyabonga
Thanks,INkosi ikubusise ngezinto ezinhle ozofisayo.
Mina ngiphuphe umlungu wesifazane enezingane three ahlala emanzini engithanda kakhulu
Amen iNkosi ikubusise
Ngiyabonga, Uhphile, uphumelele futhi ubusiseke ngaso sonke isikhathi.
@@NufliqOnline Amen
Ukuphupha ushayela imoto iqhuma isondo
Morning Pastor ngiphuphe umlungu ofake I suite athi masambe siye emeetingini ngahamba ngathela amanzi wokugeza ngageza bathi I meeting ise Misty Hills
Pastor mina ngiphupha umlungu atsi come n join us for tea ,banatsa ngema cups la white with amasoso
Ukuphupha itiyeVideo linkruclips.net/video/sUIUVgofP_s/видео.htmlBut lungasho ukuthi kumekle wenzele izidalwa iladi noma ukhamba.
Sibaxolisele pastor wethu,nxese
Thank you so much.UNkulunkulu akwenzele okuhle ngaso sonke isikhathi.
Sawubona pastor, ngisacela ungichazele,ukuphupha umlungu ophethe i campany ,after sengibona umngani wami osebenzela lomlungu engifonela nge video call uhamba nezinja eziningi kodwa azenziluthi.lomlungu umbethe impahla ze company yakhe🎉
Pastor ngiphuphe u mlungu engilanda angifundisa umsebenzi bekumele bathathe omunye kodwa yena wala da mina
Paster bengcela ukubuza ukuthi kuchazani izicathulo endala zeskole
Pastor Wami,uphile nje.Ukuphupha umhlambi wezinkomo ezibomvu(over 5000 wezinkomo),uhleli nabelungu.sisuke sizo sign i deal yokuthatha i farm...Ubafundisa ngomlando,kuhlekwa.Kusho ukuthini?
Hy post ngi phupha u mulungu a ngi nikesa u twang we mulungu dephney thulamahash
Siyabonga baba ukuncazelwa amaphupho baba Ngincela ukubuza baba ngiphuphe ngise msebenzini ngifuna ukuwela phandle kwendlu but umlungu efuna ukungisiza ukuthi nginga weli phansi kodwani ngasala ngimile enyango nginga genanga endlini futhi nginga welanga phandle sorry pastor lam not good in Zulu
Kusho kutsin kuphupha uboshwa ngumlungu loliphoyisa
Hello Sir please help kushon kuphupha utijuba tingalo ngeClipper ..
4. *Uma uphupha izinzipho;* wuphawu olubi uma uzinquma; lusho ukuthi lindela ukuthi uzophoqeleka ukuthi ulungise isimo ngemuva kwezinkulumo, nezingxabano nomuntu osondelene nawe. 5. *Uma uphupha izinzipho;* wuphawu olubi uma uzinquma; lusho imizamo ukuxazulula izinkinga, ukunqoba izitha, kanye nokukhipha abantu abangalungile kuwe.
Ukuphupha umlungu average examining wangipha iten rand
Mkhulu Mina ngphuphe nghamba ngeuber kwaqhamuka abantu bebamba truck yemali ngaba joiner Nam ngaythatha eningi ngayfihlA kukhona neyangaphandle, sabaleka nalabantu sekuqhamuka amaphoyisa kantu kunabantu abangaziyo awasbambanga amaphoyisa but ugcine seku mele kube khona ogwazwelayo ukuze sibesafe
Siyabonga Pasta. Ngabe incazelo isuke isafana uma uphupha uthandana naye umlungu?
yeah, cishe kuyefana.
Sawbona pastor mina ngiphuphe ngimcela inumber yakhe wase engkhombisa Yona efonini yakhe kwagcina angathi usengthatha iselfie naye bt ubezkhululekele Nje ngoba besixoxa ehleka,ingabe libi mhlampe?
Mkhulu uma ngiphupha izidumbu zabelungu zicwile emanzini? Abanye ngibaduduza ngoba bakhalela laba asebeshonile?
Sawubona poster ngabe kuchazani ukuphupha udlala ngeshoba lezangoma
Imali yeypoko!😂
Hi mfundisi mina I had a dream dating him😊
1. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho imicabango izifiso okungenzeka unaso sokuba nobudlelwane nomlungu.2. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lubuye lusho ukuthi kungenzeka uphiwa umlingani omhlophe ozodibanaye esikhathini esizayo.3. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho ukusondela kwedlozi lamanzi, noma isidalwa senhlanhla esikwembethe esiza nokukhanya.4. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho ukusondela kwesithunywa esikhanyayo nesihlambulukile kuwe.5. Kwesinye isikhathi *Uma uphupha umlungu; * wuphawu olubi uma nijola; lunganye luchaze ukuthi kunesilwane esinamathele kuwe okudingeka usilahle singaze siphazamise ubudlelwane nenqubekela phambili.
Mkhulu molo ndicela ubuza uba ndingaziyela ulwandle ndiyophahla na?
Abelungu nama ndiya, almost every night ngiyawaphupha. Ngake ngaphupha i mermaid yomlungu, I don't know what it means
Please check this video it might be helpfulFilenameUkuphupha Inkosazane yamanziVideo linkruclips.net/video/l1wDHkJ3DxY/видео.html
❤
thanks, be blessed
Ya uyabona uyisho ngalendlela engazi ngalona camagu khelha
thank you,Stay blessed.
Nginokuphupha amachina ngab iñto efanayo?
Ukuphupha umlungu efake umqele kuchazan ethukuthele
0:41🤣🤣🤣🤣
Awuyigqibanga qwthi lw tetho yakho
Pastor mna ndiphupha umlungu ababini abangabasimame ndi half naked bendiphuza (kiss) amabele bendibuka bendivuyela
Amen.
HallelujahStay blessed.
Sawubona pastor siyabonga kakhulu ngezincazelo. Ngiphuphe ngilele nomlungu senza ucansi.
Filename
Ukuphupha wenza ucansi nomlungu
Video link
ruclips.net/video/0t2xNvAeQ0w/видео.html
Amen pastor ngyabonga ngencazelo mina ngphuphe khehla lomlungu lithi licela ngilikhulekele
Ngibingelele Pastor nabalandeli.bafowethu nodadewethu make sizame ukuhlonipha pls.uPastor naye unempilo.akesenze njengabantu abadala🙏
Syabonga pastor
Sawubona pastor weningi siyabonga indlela owachaza ngayo amaphupho uyawendlal kucace bha
Siyathobeka,
futhi siyakhuthazeka.
Stay blessed,
Sawubona poster weningi siyabonga ngokusikhanyisela ngamaphupho 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
you're welcome.
Stay blessed
Kusho ukuthini ukuphupha ugogowakho osaphila efika kuwe athi ukhathele bese egibela umbhede elala
1. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu oluhle oluvame ukubika ukuthi usebenza kanzima nangokuzimsela futhi uzothola umvuzo kungekudala.
2. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu oluhle olungasho ukuthi uzothola usizo kumuntu ungalindele.
3. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olungasho ukuthi kungenzeka udinga usizo, ukulekelelwa nokwesekwa ukuze uphumelele.
4. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olungabuye lusho ukuthi awunamandla, futhi awuphilile kahle, noma ukhungathwa yizinkinga ongakwazi ukuxazulula.
5. *Uma uphupha ukhathale;* wuphawu olusho ukuthi ungase ubanjwe wukugula esikhathini esiseduze esizofika kungekudala.
so it's the same even if omunye umuntu okhathele.
Syabonga pastor wethu❤
You're welcome,
Stay blessed.
Sawubona pastor ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ukhuluma isingisi
I think usuke ukhuluma nabakini abangasekho abakhuluma ulimi oluhlukile kunolwakho. English is a world communication language
Sawubona Pastor, ngithembe ukuth uyaphila, kusho ukuthin ukuphupha, nidlelwe umuzi wakini, wathengwa umlungu, useyanixosha kuwo. Ngiyabonga
Thanx pastor❤
Stay blessed
Ukuphupha umfula uncwele kutshoni baba
*Uma uphupha umfula;* wuphawu olubi uma ugcwele; lusho izihibe ezizovimba inqubekela phambili nempumelelo ikakhulukazi uma ungaweleki.
Good afternoon Pastor thank you very much for explaining my dream
Sawubona pastor kusho ukuthi ukuphupha amanqina wezinkukhu
ukuphupha abelungu ukhala
Siybonga Moya wencazelo, yebo kunjalo
You're welcome, Stay blessed, ngane yakwethu.
Pastor mina ngaphupha abelungu abawu2 bengixhawula
Some of us have white ancestors and some are not aware about that. As for me my maternal great great grandmother was a German. woman.
Sawubona baba
Kuloku angeke ngibuze ngephupho kodwa ngizobuza ngento ethanda ukwenzeka kimi ngigcine nginemibuzo engenazo izimpendulo
Ngabe kwenziwa yini ukuthi njalo uma ngithandaza ehlane ngufikelwa wusizi .njalo nje ngivele ngikhale futhi ngizamule noma kungekho okungiphatha kabi kuvele kufike usizi kumina
Siyabonga Pastor ukusikhanyisela
you're welcome, INkosi inezele kuwe okuhle.
Siyabonga pastor ❤
Thanks to you as well for watchung.
INkosi ikulonde, futhi ikubusise.
Siyabonga Mkhulu 🙏🏾
You're welcome,
Stay blessed.
Unjani Pastor Weningi 🙏✨💫😇Ngiyabonga ngezicazelo. Kwande kukhanye.
thanks, MaMyeni.
Mdolomba Mzukase, Mnguni wasenhla. Wena waseNingizimu.
UNkulunkulu anezele kuwe okuhle nenala.
Mina mkhulu ngiphuphe ngifutha nabelungu
Siyabonga incazelo
kubonga mina.
INkosi inezele kuwe konke okuhle
Mina ngiphuphe abelungu ababili begula kodwa bebejabulela ukunakekelwa imina kuphela bengamfuni omunye umuntu.
Amen
thank you,
be blessed
Sawubona baba cela ukubuza kuchazani ukuphupha upha umuntu igama
Siyabonga khehla
You're welcome_
UNkulunkulu akulonde futhi akwenzele okuhle kodwa,
Stay blessed.
Sawubona professor mina ngiphuphe ngicela umsebenzi kumlungu engake ngamsebenzela kudala
sawbona pastor kuchazani ukuphupha useskoleni ufuna indawo yokuhlala kunano mlungu
Waze wangichazel kahle, kusho ukuth kzolunga... Ngiphuphe umlungu kungath bengikwi interview n nami ngisegobongweni🙏ngyabonga
Thanks,
INkosi ikubusise ngezinto ezinhle ozofisayo.
Mina ngiphuphe umlungu wesifazane enezingane three ahlala emanzini engithanda kakhulu
Amen iNkosi ikubusise
Ngiyabonga,
Uhphile, uphumelele futhi ubusiseke ngaso sonke isikhathi.
@@NufliqOnline Amen
Ukuphupha ushayela imoto iqhuma isondo
Morning Pastor ngiphuphe umlungu ofake I suite athi masambe siye emeetingini ngahamba ngathela amanzi wokugeza ngageza bathi I meeting ise Misty Hills
Pastor mina ngiphupha umlungu atsi come n join us for tea ,banatsa ngema cups la white with amasoso
Ukuphupha itiye
Video link
ruclips.net/video/sUIUVgofP_s/видео.html
But lungasho ukuthi kumekle wenzele izidalwa iladi noma ukhamba.
Sibaxolisele pastor wethu,nxese
Thank you so much.
UNkulunkulu akwenzele okuhle ngaso sonke isikhathi.
Sawubona pastor, ngisacela ungichazele,ukuphupha umlungu ophethe i campany ,after sengibona umngani wami osebenzela lomlungu engifonela nge video call uhamba nezinja eziningi kodwa azenziluthi.lomlungu umbethe impahla ze company yakhe🎉
Pastor ngiphuphe u mlungu engilanda angifundisa umsebenzi bekumele bathathe omunye kodwa yena wala da mina
Paster bengcela ukubuza ukuthi kuchazani izicathulo endala zeskole
Pastor Wami,uphile nje.Ukuphupha umhlambi wezinkomo ezibomvu(over 5000 wezinkomo),uhleli nabelungu.sisuke sizo sign i deal yokuthatha i farm...Ubafundisa ngomlando,kuhlekwa.Kusho ukuthini?
Hy post ngi phupha u mulungu a ngi nikesa u twang we mulungu dephney thulamahash
Siyabonga baba ukuncazelwa amaphupho baba
Ngincela ukubuza baba ngiphuphe ngise msebenzini ngifuna ukuwela phandle kwendlu but umlungu efuna ukungisiza ukuthi nginga weli phansi kodwani ngasala ngimile enyango nginga genanga endlini futhi nginga welanga phandle sorry pastor lam not good in Zulu
Kusho kutsin kuphupha uboshwa ngumlungu loliphoyisa
Hello Sir please help kushon kuphupha utijuba tingalo ngeClipper ..
4. *Uma uphupha izinzipho;* wuphawu olubi uma uzinquma; lusho ukuthi lindela ukuthi uzophoqeleka ukuthi ulungise isimo ngemuva kwezinkulumo, nezingxabano nomuntu osondelene nawe.
5. *Uma uphupha izinzipho;* wuphawu olubi uma uzinquma; lusho imizamo ukuxazulula izinkinga, ukunqoba izitha, kanye nokukhipha abantu abangalungile kuwe.
Ukuphupha umlungu average examining wangipha iten rand
Mkhulu Mina ngphuphe nghamba ngeuber kwaqhamuka abantu bebamba truck yemali ngaba joiner Nam ngaythatha eningi ngayfihlA kukhona neyangaphandle, sabaleka nalabantu sekuqhamuka amaphoyisa kantu kunabantu abangaziyo awasbambanga amaphoyisa but ugcine seku mele kube khona ogwazwelayo ukuze sibesafe
Siyabonga Pasta. Ngabe incazelo isuke isafana uma uphupha uthandana naye umlungu?
yeah, cishe kuyefana.
Sawbona pastor mina ngiphuphe ngimcela inumber yakhe wase engkhombisa Yona efonini yakhe kwagcina angathi usengthatha iselfie naye bt ubezkhululekele Nje ngoba besixoxa ehleka,ingabe libi mhlampe?
Mkhulu uma ngiphupha izidumbu zabelungu zicwile emanzini? Abanye ngibaduduza ngoba bakhalela laba asebeshonile?
Sawubona poster ngabe kuchazani ukuphupha udlala ngeshoba lezangoma
Imali yeypoko!😂
Hi mfundisi mina I had a dream dating him😊
1. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho imicabango izifiso okungenzeka unaso sokuba nobudlelwane nomlungu.
2. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lubuye lusho ukuthi kungenzeka uphiwa umlingani omhlophe ozodibanaye esikhathini esizayo.
3. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho ukusondela kwedlozi lamanzi, noma isidalwa senhlanhla esikwembethe esiza nokukhanya.
4. *Uma uphupha umlungu; * wuphawu oluhle uma nijola; lusho ukusondela kwesithunywa esikhanyayo nesihlambulukile kuwe.
5. Kwesinye isikhathi *Uma uphupha umlungu; * wuphawu olubi uma nijola; lunganye luchaze ukuthi kunesilwane esinamathele kuwe okudingeka usilahle singaze siphazamise ubudlelwane nenqubekela phambili.
Mkhulu molo ndicela ubuza uba ndingaziyela ulwandle ndiyophahla na?
Abelungu nama ndiya, almost every night ngiyawaphupha. Ngake ngaphupha i mermaid yomlungu, I don't know what it means
Please check this video it might be helpful
Filename
Ukuphupha Inkosazane yamanzi
Video link
ruclips.net/video/l1wDHkJ3DxY/видео.html

Hallelujah
Stay blessed.