Mavundla awu wayiwinisa team mfana nginifisela konke okuhle yeyi unenkani we Mashudula mara iphele nya wanikela khona awu zakukhalela bafwethu all the best siyanithanda ❤❤❤
Mavundla cha siyabonga bhut yinhle into yenu aw koda ngaze ngangalithemba iciko lel elingu Mavundla and usho kahle uma uth kukhona abafisa ukubona ukuyaphambil nam ngingomunye wabo.
😂❤Ngasho Vundlas ukuthi ulishayile ikhanda, ngicela ukuthi-ke lelambu nenhlonipho engizibonayo zibe kini impilo yenu yonke. Njengoba nifisa, indlu engenhla ihlale isenhla ingatholakali seyisemzaleni, neyangezansi ihlale ingezansi ingatholakali seyisemaguleni. All the love and all the best bantwana bami.
I just love this two💯💯💯💯,nginifisela okuhle,ngathi ingaba njena yonke iningizimu,inhlonipho oyedlulisela uMashudula iyona le esafundiswa yona la esphuma khona
Be ngingayizwa kahle lento kodwa yayinhle into yezingane ayi shame kuhle lokhu kwangathi nabanye bangabona lo buhle obungaka babusebenzise kwamina ngabe ngiqala phansi ngibeyintombi ngiqonyiswe njengomashudula I wish you good luck guyz
Awu Mwelase syabonga wishayile intombi..... Cha sengyambona uzosizothela umakoti singabafowabo basemzini...... U Mavundla lo kwa Maphumulo...... Thabekhulu
Indeed guys , yinhle into eniyenzil not only for Nina kphela kod for isizwe sonkana. .nikhombisil ukut isiZulu syophila fut syoma njalo ❤❤❤sengathi konke kunganihambela kahl
UMashudula akasakhophozi ngathi akuyena
Niqhubeke guys nithandane kanje❤❤
Mashudula knt kyaphela kuqina nakuyena😂😂😂😂😂 kwaphela nya ubushinga😂😂
Baphela ubushinga nyanya
Yaze yayinhle into ngyakubongela Mavundla ❤😂😂😂😂🔥🔥🔥
Uyibambe uyqinise ndodana ,isencane lengane....khumbula ukuthi oyishayile akakayosi, noseydlile uyidle icala.....congrats bantabam siyanijabulela sonke🎉
Usabhala phansi nginyawo😅😅😊
😂😂😂😂😂kwaphela nyaaa ukqina kuMashudula.....i love you guys congratulations 🎉🎈💃🎊sjabulile siyi South Africa
Bayatandeka shame❤
Ay mfwethu Mavundla siyakubongela and ngyacela ukuthi uyenzele iqiniso ingane yabantu uyishade please.
Kungabi niyadlala sesichazeke kangaka☺❤
Aybo labantu abadlali kudala Babolat ukushelana bekungimdlalo but intoyabo sebeyicacisile isi Sirius
@KhozaTR.
💔bangasizwisi ukuhlungu bathi bayadlala
Kwaphela kusa shudoo usuloku ukhophozelile danky Makoti wakithi
Ngyamuthanda nami umaVundla joor what a true gentleman
Mavundla awu wayiwinisa team mfana nginifisela konke okuhle yeyi unenkani we Mashudula mara iphele nya wanikela khona awu zakukhalela bafwethu all the best siyanithanda ❤❤❤
That was soooooo beautiful ❤️❤️❤️❤️❤️🤗🤗it gave me goosebumps!!
Me too❤
Nithandwa yimi guys kakhulu, nginifisela okuhle kodwa othandwen lwenu,niqhubeke nithandane, nihloniphane,nizihloniphe nani, inhle into yenu❤ #TEAMVUNDLAS ALL DAY❤❤
Mavundla cha siyabonga bhut yinhle into yenu aw koda ngaze ngangalithemba iciko lel elingu Mavundla and usho kahle uma uth kukhona abafisa ukubona ukuyaphambil nam ngingomunye wabo.
Kdwa yn vele ningikhumbuze mzukwane 😂konje ngathi sake sabongwa kanje kweminyimizi shembe🥰🙏
Maye Naze nafanelana❤❤🎉🎉Cc Mashudu waze wasenhlanhleni yokuthola indoda ekuthandayo..Wow uyindoda Mavundla❤❤Good Mash🎉🎉🎉
Impela umavundla uyindoda bakithi umona phansi
Manje vele kwakwenziwa kanjena Mavundla 😮ngeykhathi zakudala
Hw kodwa bafowethu ❤❤❤ yazi yaynhle into yayngane 🎉🎉🎉🎉🎉🎉 sithi halala 😍😍💯💯💯
UbuZulu nobunsizwa kaZulu yibo lobu akukho okunye,okunye kwafika nabelungu benomona wempilo ❤❤❤ yethu
Love is beautiful ❤️❤️
❤❤❤Kodwa nakhu muntu ezosanganiswa uthando lwababili Jehovah ey ngijabul nhliziy gxuma nephaphu
Yey kwangathi humina ♥️♥️
Yazini Ngyanthanda kakhulu nibuyisa isiZulu sethu and it sooo beautiful nkosyami ngfisa engathi kungenzeka kanje to more of us🥰🙌❤️
Ai umunt akavel aqale phansi ayoqoma ayikho lent ayjolayo. 💃💃💃❤❤ ngiyaythand intoyenu
This is wow!!!!! Bafethu. Ngiyanibongisa nobabili Mavundla kanye noMashudula.......
Siyanibongela kakhulu bantabami. INkosi ayinibusise nisifundisele izingane zethu okuningi. Be blessed folks
Ngaze ngyanithanda bafwethu nginifisela okuhle kodwa ngifisa iNkosi inibusise ngiyazi nizoba bakhulu nifike lapho naningacabangi ukuthi ningafika khona🙏 🙏
Umavundla uyibeke phansi inkani yakhe.....sithi nje phambili ngothando lwenu ❤mashundula ❤❤into enhle iyanconywa.
Imina umfundisi ngizonishadisa nginifisela okuhle Kodwa♥️♥️🙏🙌🥰
Aw uyinceku qhawe lakithi
Ngiyakubongela Mavundla.yazi ngasho usayiqala lendlela ukuthi uzowina la.igagu ulizwa livula umlomo ukuthi liyayazi into eliyikhumayo
❤❤❤❤❤Ngingedwa nje ngowakwa Makhunga ngithi unkulunkulu anibusise zingane zakwethu,bese ngithi mavundla AI uyndoda mf2🤝okuhle kodwa
Syakbongela Vundlas❤️❤️
Ngibona uMavundla ucu usezolala nalo😅
Ngifisa uNkulunkulu anilonde kuloluhambo ningakhohlwa ukuhlala emkhulekweni iwona oyonihambisa kahle kulelibanga
Ngasho kodwa ukuthi noma kunjani ngeke intonbi isuke enkandla iye eshowe iyokwala intombi ngekee
😂❤Ngasho Vundlas ukuthi ulishayile ikhanda, ngicela ukuthi-ke lelambu nenhlonipho engizibonayo zibe kini impilo yenu yonke. Njengoba nifisa, indlu engenhla ihlale isenhla ingatholakali seyisemzaleni, neyangezansi ihlale ingezansi ingatholakali seyisemaguleni. All the love and all the best bantwana bami.
Ngijabula ngathi abakithi abangazi nokungazi aksavumi ngibalandelela strong wathi angamqoma uMashudulA ngajabula ngaze ngakhaLa ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Mtshele Mavundla ukuthi uyeza elawini💃💃❤️👌
Wow luhle uthando. Nime nje njalo ❤
Woow yayinhle into ngaythanda inkani yakho Mashudula❤❤❤engathi ingaqhubeka kahle into yena nomshado sicela ukuwubona live Mavundla🎉🎉🎉
Siyabonga Nami cishe nganyanya Futhi Inhliziyo yam Ike yathi ukujika. Uyabona khona Uma usuthi Mavundla angiyenzi leyonto usho ushinga... ngibone abantu besukuma bephuma ngasho ukuthi kwabhed.
uktshelwa ukuthi uyathandwa kuzwa iSouth Africa yonke akuyona into encane weShudo
Niyafanelana Mavundla n Mashudula yoooh , umona phansi. Nginifisela okuhle kodwa🙏
Kuphele nya ukuqina uthando lukwenza into ongesiyo umane uthithize nje
Wathithiza aaah ai umavundla uphethe umathithibala kwaphela ubushinga 😂😂😂😂😂😂😂😂
Yooo guyz ngifisa ukuqala kabusha kumnandi uthando ningayoni lento mina bengithi phela kuyadlalwa❤
Wow Vundlaz...izinja madoda...sekushoda uBee Kay mmmm
First time Seeing Mashudula blushing
😊 n me too
Heyi uzè uyazifihla
😂😂❤❤loluthando lwenu anobabhek abanomana🤣🤣🤣really happy guys ngihappy
Mfo kaMavundla ngiyakubongela mfowethu . Khona Le Ntokazi khona inakho khona ukuzethemba nokwethembeka. Mfwethu nganginakho lokho ukuthi ngolunye usuku uzolishaya ikhanda. Uyiqhawe Mavundla. Useqedile uMntwana🙏🙏🙏🙏
Akamuhle akamuhle umashudula ay go guarantee ❤❤❤❤❤❤❤😊
Yemama anginazi nokunazi kodwa ngaze nganithando niyzwan we Mavundla noMashudula Ave nifanelele nkosyam ngcela ningamvumelu number3 angene phakathi kwenu uizoymosha yonke lento enhle nakangaka❤️❤️
😂😂😂😂😂😂le2 bakithi ...love is beautiful ❤️❤️ luqala nje.
Sisazoyiphonsa ngeziwe lentokazi I hhayize ibheke phezulu uyoshunqisela koze kuphele amalahle elokhu eshilo umashudula ethi ngiyekeni ngiye kuye 😂😂😂 syabonga Vundla kodwa uzbambe ziqine
Halala niziphathe kahle nezibusiso ezinhle 🎉 umshando lento siwumele all the best Zulu culture couple
Hayi Bawo ngeke ndicela ukuya kwazulu, ndizobona ababhiti banje...
Aw kodwa bafwethu🥰🥰🥰 ngaze ngafisa ukuthandwa kanje
Letha i suitcase 😂😂 siyabonga mavundla🎉🎉🎉 shudo🎉 long love .long life
Wasisiza Mavundla kesibone uMashudula emoyisela kphela engasishayi. Ai Vundlas🎉🎉 uyinqobile le nhliziyo. Uze uyiphathe kahle. ❤❤
Ngaze nganithanda yaz bakith❤ yayinhle into yaz
Ngaze nganithanda bafwethu .Nani nigcwele uthando nibonakala nje❤❤❤.All the best sihappy singumzansi.
Amathe abuyele kwasifuba ku Mashudula intombi epakile. Yagadli nsizwa yakwa Mavundla
Cha befethu naze nawphula Giya boxer wali🥰😍 ngyanthanda bandla
Uyintokazi mkhaya sykuthanda sbary wethu kodwa nkandla uwuncane zikhona intombii kwelakithi❤❤❤
Ngifisa ukuhlehlisa iminyaka ngiqale phansi impilo yaze yayinhle into ❤❤❤❤❤❤❤❤
😂😂😂😂😂😂😂
nginifisela okuhle kodwa❤❤❤❤
Lihle isikompilo lethu ,inhliziyo yami ikitazeka phakathi kwangathi kuqonywe mina uqobo. Love you guys 😊😊😊😊😊
😂😂😂 kumnand ukuba umzulu Mara kwakuhle ukubona abantu bethandana❤❤❤😊
Naze nafanelana boh❤❤
wow i loved this
Ngyanithanda niyezwan 🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤😊
I❤this 👌💕 ncoooh sweet!
Mmm ayi angisancumi ke nami ngathi into ingami lwaze lwaluhle uthando lwababili siyakubongela Mavundla muhle uMashudula wakho❤
I just love this two💯💯💯💯,nginifisela okuhle,ngathi ingaba njena yonke iningizimu,inhlonipho oyedlulisela uMashudula iyona le esafundiswa yona la esphuma khona
Awuu kodwa bafethu yayinhle into yenngane yeyi inkani mashundula yaphela Nya ❤❤❤
Mina ngithi nje okuhle kodwa 🎉🎉🎉🎉
Kwakuhle mavundla nomashudula n❤
Be ngingayizwa kahle lento kodwa yayinhle into yezingane ayi shame kuhle lokhu kwangathi nabanye bangabona lo buhle obungaka babusebenzise kwamina ngabe ngiqala phansi ngibeyintombi ngiqonyiswe njengomashudula I wish you good luck guyz
Syabonga mashudula kakhulu ❤❤
Ngiythandule into ebeniyenza bhuti Mavundla ukhombe ubunsizwa
Lwaze lwaluhle uthando ngaze ngafisa ukuba boonke ubuhle engibubonayo buyohlezi buyiqiniso ngiyanithanda❤❤❤❤❤❤❤
WemaVundla ungakhohlwa njalo alikho Soka ladla kahle imbangi ikhala .oseyishayile akakayosi noyosile akakayidli oseyidlile udle icala.eyangakithi lentombi kusazoduma izulu emini kuse nkandla la.lokhu okuwumntolo vele ibingeke ikuqome bekuzama nje 😂 kuthatha ama chance yithi insizwa.
😂😂😂kahle mthakashana bewosaba lentombi wayishaya uma Vundla lol
Awuuu baze babahle abantu kwaze kwamnandi ave nginithanda nobabi,Jehovah abiyele loluthando ngegazi lemvana❤❤
Ngijabule ngyafa injabulo mina ekugcineni sekuze kwaba njengokufisa kwami syanibongela bafwethu ✊✊✊✊😍
Ayi yavuma nsizwa yakithi ngimthanda Kabi locc ayi ukhethile kodwa nawe ukhona Bo ,ningadlali ngathi sesijabule kangaka Thina Sizwe sabampisholo❤❤❤❤
Awu Mwelase syabonga wishayile intombi..... Cha sengyambona uzosizothela umakoti singabafowabo basemzini...... U Mavundla lo kwa Maphumulo...... Thabekhulu
Fuseg Mashudula mfetu❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️uyenzile into enhle❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️ kwamanje nami ngiyancuma la😁
Halala Mavundla
Okuhle kodwa vundlas nawe sisi ❤❤
Ngfunu Glowe more😂😂 thatha Vundlas😂😂😂😂❤
No bhuti ngiyabonga uyiqhawe fana❤❤lentombi kudala ngingumlandeli wayo
Kazi kobamnandi kanjani senihleli nobabili ngoba ningamagagu okukhuluma nobabili, ngiyazithanda zingane zakwethu, ngikufisela impumelelo Mavundla okuthi uyilobole Ingane yabantu 🙏❤️
Eyi siyanithanda zihlobo zethu noma senikhuluma uThixo uniphe isibusiso sothando.❤❤🎉🎉
Awu awu sukanini madoda !!yayinhle into yenu mfowethu, mina sengizothunywa emhlabeni manje ngithunywa inkosi🤝🤝🤝
❤wow wow cha yayinhle into ayingoniwa makube kuhle ningangenwa Abantu lawomazwi makabe zifungo enhliziyweni zenu
Niyandivuyisa Mani wow wow❤
saze saluthanda uthando labantu yaz sesgamenxe zisuka nj😍😅😅
Uyndoda Mavundla mfo nazike izinto esifuna ukuzibona thina hhay indaba yabantu abahlukunezanayo syabonga mfo ukuphakamisa igama lamadoda
Indeed guys , yinhle into eniyenzil not only for Nina kphela kod for isizwe sonkana. .nikhombisil ukut isiZulu syophila fut syoma njalo ❤❤❤sengathi konke kunganihambela kahl
Bafethu noma ngabe benidlala veleni nenze ngesiminya. Siyisizwe sesinethulele iminqwazi. Kuhle siyathanda. Nadlala ngathi kuxatshenwe and bazoninyanya abantu
Siyanibongel bo ❤ kodwa nina nganki nobabili ngob seniqal lendlel enzim kanjena nje 😍🤩
Ngyanithanda tha bo darl wow niyafanelana❤❤❤❤👌♥️♥️♥️
Nginithanda hooray❤. Nam ake ningifunele owam uMavundla oshela kahle kanje bakithi😂😂😂
❤❤❤nginifisela okuhle kodwa
Usathamba kanje mekthiwa akavele😂😂, oh how i love you guys❤❤
Halala jesu woza shudooo sikhona sasuka olundi sayogana eshowe woza naye weeee❤❤❤❤❤❤
Siyabonga MaShezi wasenza Abantu Kwa Mavundla,syaziqhenya ngawe,nakubhuti uLungisani Siyabonga ukusilethela lobuhle obakhiwe kwaShezi INkosi ibusise nikhule nibenabantwana abaningi niqhubeke njalo nesintu sakithi nenhlonipho ❤🙏🙏🙏
He kodwa ngeke nje begcine sebe❤ labantu, ngibona into ihlangana, KHUPHUKA LAPHO MAVUNDLA
Yaze yayinhle into yenu ngicela niphathane kahle ningaphoxani kulento Ehle kangaka niyafanelana ngiyazithanda ❤❤❤❤❤