DR KHEHLELEZI UYATHWALISA YINI?

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 ноя 2024

Комментарии • 766

  • @konkepuzi2953
    @konkepuzi2953 2 года назад +2

    Ndumandumane eyaduma ezizwen shlahla somdlebe nondela mzimba mbejembeje mfaz'onempandla nina basetete nina basenyimbane mkhont'ogwazi gazi ntliziyo zamadoda zibomvu 👏👏👏🔥🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌🙌❤🙌❤❤❤❤❤❤❤❤🥳🥳🥳

  • @vuyolomzinjabulo8286
    @vuyolomzinjabulo8286 2 года назад +2

    Ndumandumani eyaduma ezizweni ngiyafisa ukuthi ungiphe amandla kdw anginalutho okwamanjr Kodwa muhla kwenzeka siyobonan umfana omncane lo uVuyolomzi Danisa ngiyakholelwa kumandla akho Dr khehlelezi ngithi kuzokwenzeka ngengama lakho

  • @edwardandiledlamini914
    @edwardandiledlamini914 2 года назад

    sawubona DR Khehlelezi..mina nginenkinga la eswini..nginamahlaba..kwesinye iskhathi ngathi ngihltshwa yimense futhi kwesinye iskhathi kuba ngathi ngiya donseka noma ngiyasikeka..semithathu iminyaka iloku ingihlupha lento...ngisegoli ngekuhlala ngiyafunda..cela ukubuza ukuthi ngingakuthola kuphi la egoli

  • @nokulungazikode6792
    @nokulungazikode6792 Год назад

    Sabona mkhulu ngingu Nokulunga Maphumulo eMbumbulu Emdumezulu nginenkinga yokungawutholi umsebezi nekhaya lami liyaphela nezingane zami asizwani ngsho nomdeni awuzwani sinukana sodwa ngingasizakala kanjan mkhulu🙏🙏🙏

  • @kennethndlovu2560
    @kennethndlovu2560 2 года назад +1

    Ndumandumane eyadduma ezizweni ,,,angeke bekuthande bonke abahleka nawe mfowethu,,kusemhlabeni laphaa hatshuee AMEN MKHULU

  • @mariaters4748
    @mariaters4748 2 года назад +4

    Amen 🙏 khehla sicela Nkhulunkhulu Abe Mawe Mkhulu usiphilele egameni Lika Jesu

  • @LamulaniKhumalo
    @LamulaniKhumalo 4 месяца назад

    Njengami ngingasebenzi ngingasizakala kanjani ngoba nemali yokubhadala anginayo ngiyadlala amanamber ema super bet lutho akuqondani ngingasizakala kanjani ukt kuqondane ngicela impendu dokotela

  • @moilwamokhutsoane2424
    @moilwamokhutsoane2424 2 года назад

    Thokoza Dr Khehlelezi
    Ngicela usizo lwakho, impilo ayihambi kahle on my side

  • @tinnylukhozi8920
    @tinnylukhozi8920 2 года назад

    Siyabonga mkhulu. Ngicela ungithandazise izinto zam zimnyama akukho okulungayo ngicela ukubuza ukuthi yin engangisiza

  • @sburabhekie4511
    @sburabhekie4511 2 года назад

    Siyabonga khehla isifundiso ngiyafisa ukufika kuwe kukhona langivuleka khona ....ngise swazini

  • @lozazastewy2829
    @lozazastewy2829 2 года назад

    Mkhulu I'm watching you right now Khehla nkosiyami inhlitiyo yami ibuhlungu kakhulu ngiseSwatini Mkhulu ngiyafisa madvutane kubonana nawe mane emandla mafishane Mkhulu ngisite Dokodela Khehlelezi please Mkhulu

  • @sidwellmfusi416
    @sidwellmfusi416 2 года назад

    Mkhulu kunjani sacela ukubuza ngokukhulu ukuhlonipha nokuzithoba ngizwa mkhulu uthi awu thwalisi mina ngake nga phupha ungithwalisa sacela ungilekelele lapho mkhulu amen

  • @conniengwenya6095
    @conniengwenya6095 2 года назад

    Nginenjabulo engulf mkhulu ngoba ngikubonisiwe ungembesa indwangu emhlophe ususa le ebengiyi bhincile,bekungani sise clasini kodwa besingabantu abadala.ngabuye after two weeks ngaba nelinye iphupho mkhulu,ngibona kufika amakhehla begqoke ingubo ezmhlophe,kuqutshwa inkomo kukhala amavoxixo bekhokhelwa nguwe mkhulu,ngalokho mkhulu sengiýazi before ngingakakuboni ngamehlo kodwa ngokuka Moya okwami sekulungile,njalo ngine Themba noma kanjani ngizokubona mkhulu,ngokuhlala ngise Gauteng Naturena Amen

  • @DloziLindaNgema
    @DloziLindaNgema Год назад

    siyabonga mkhulu ngolwazi.. ngiyaqala ukungena kepha ngisazo kulandela thokoza

  • @amandavantso9021
    @amandavantso9021 2 года назад +1

    Thokoza Mkhulu...qha ngisazofika emacegeni. This was Masterclass....Ngiyabonga

  • @thobekiledlangamandla8958
    @thobekiledlangamandla8958 2 года назад

    Syabonga mkhulu Mina ngike ngakuphupha engathi sise sontwen ngaleso skhathi bowungihlolela kusenjalo nje ngaphaphama without any explanation ngsize mkhulu

  • @ndabenhledlamini-mf5io
    @ndabenhledlamini-mf5io Год назад

    Drt khehlelezi ngenhlonipho lenkhulu batsi nginamandzawe ngyaphapha ngifuna kusemukela lesimo but angati kanjan

  • @sindiswakhoza1264
    @sindiswakhoza1264 2 года назад

    Syabonga mkhulu ngo kusi cacisela. Mina mkhulu ngyasi dinga isgubhu, angifun ukungasho bakith🤞🤞futh kulo nyaka ay Angeke siphunyuke

  • @juliasoqani1111
    @juliasoqani1111 2 года назад

    Thokoza khehla ngithanda I nfudiso yakho u nkulukulu agu xene nd give you more years ndawee

  • @ntuthukoivan1144
    @ntuthukoivan1144 2 года назад

    Siyabonga mkhulu ngolwazi osipha lona....nam mkhulu ngyafisa ukuth ungisize kwezezimali

  • @sinethembantshangase5705
    @sinethembantshangase5705 2 года назад

    Amen dr, sengake ngakuphupha kodwa angikwazi ukuza kuwe ngoba imali anginayo angisebeni. Thokoza mkhulu

  • @ayandamlambo8083
    @ayandamlambo8083 2 года назад

    Cela ukubuza Dr ukuthi umuntu ongasebenzi osafunda njer ngami.. Isiphi isbusiso ongamnika sona ukuze ephumelele..
    Ngoba inqinamba esihlangabezena nazo zingaphezu kwamadla ami

  • @NzuzoKostile
    @NzuzoKostile Год назад

    Thokoza khehla I just watched your video ngingakufumana kanjani

  • @mirandazenani
    @mirandazenani Год назад

    Ngiyabonga Ndumandumane ye Zulu, ndifunde lukhulu ndiyathemba nzolithola usizo njengoba ngifuna umsebenzi,I will pay visit in 1 of your chemist eCape Town❤

  • @juniorshabalala1371
    @juniorshabalala1371 2 года назад

    Dr K. Nginomubuzo kodwa engifisa ukuwubuza exclusively ngiyezwa uyachaza ngokuningi nami kuyangithinta njengomuntu osafisa ukukhula empilweni ngokwama business ...into iqala Kim mase iya ensamu ngicela ungisize nge one on one.

  • @xolaninkonkie367
    @xolaninkonkie367 10 месяцев назад

    Thanks Mkhulu induma ndumane eyadumezizweni!the dictionary🙏🏿🙏🏿

  • @sibumagwaza1230
    @sibumagwaza1230 2 года назад

    swubona dr khehlelezi mina ngidinga usizo kwena bt angzi ukuth ngigenza kanjani

  • @sithembilepromise3978
    @sithembilepromise3978 2 года назад

    Ai ngaze ngyathanda la masuthu mese ngikhathele khona isgubhu somhlahlo dankie mpillo thumbs up .

  • @fikileafrika2537
    @fikileafrika2537 2 года назад

    Siyabonga mkhulu 🙌 nangothando usenga hona sizofika kowe Ame amandla siyawadinga we love you

  • @mzurampontshana4780
    @mzurampontshana4780 Год назад +2

    Bhana bus❤❤❤🙏🙏king of the traditional healer 👑👑✊✊🔥🔥

  • @therisanomasogamokoena7600
    @therisanomasogamokoena7600 2 года назад +3

    Yooo mkhulu 👏👏mina mkhulungboniswe ungipha paper money 😱

  • @dimakatsomofokeng3862
    @dimakatsomofokeng3862 2 года назад

    Baba khehlelezi ngiyabonga ngolwazi lwesigubhu sakho Nami ngingumutu ozisebenzayo

  • @thembelihlelihle6301
    @thembelihlelihle6301 2 года назад

    Ndodenkulu edidamanye amadoda mmmmmm syabonga kakhulu Mkhulu ❤❤🙌🙌👏👏✊ obuye sivakashele nathi eHammarsdale

  • @fikilephahlane6453
    @fikilephahlane6453 2 года назад +5

    Mkhulu ngiyabonga nge information 🙏 Mina ngikuphuphe kaningi mkhulu ngangazi ukuthi ngenzenjani, kodwa ngifisa ukufika kuwe e Soweto. Njalo mangilungisela ukuza kubakhona okungivimbayo. Ngempela ngiyakholwa ukuthi mangike ngafika kuwe ngizophuma ebumnyameni. Ngihluphekile kakhulu ngizwile ngikhathele. Mkhulu ngicela ungikhulekise ngithole indlela yokufika kuwe 🙏🙏🙏 ngiyacela Mkhulu

    • @bastedmseleku1505
      @bastedmseleku1505 2 года назад

      Ngikufisela impumelelo, kugudluke lezihibe ezikuvimbela ukuba uyobona umkhulu

    • @nontlemba1703
      @nontlemba1703 Год назад

      Mholweni doc khehlelez cela kubuza UBA ikhona phormacy yakho eastern cape mna ndise Flagstaff doc

  • @phumzile3082
    @phumzile3082 2 года назад

    Baba Dokotela Khehlelezi Mkhulu ngicela imithandazo namandla okukwazi ukuthi ngize kuwe ngihluphekisa okwenja baba akulungi lutho empilweni yami

  • @lurh187
    @lurh187 2 года назад +2

    Dr khehlelezi mkhulu I love you're job🙏🙏🙏🙏🙏🙏❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @bukhosidhlangisa6544
    @bukhosidhlangisa6544 2 года назад

    Much more love mna yalu fun sizo inkinga ngiyesab ngibong ithuba

  • @mlindos2067
    @mlindos2067 2 года назад

    Mkhulu siyabonga ngencazelo yezigubhu ngiyafisa nami ukuba nemali ngikwazi ukuzothenga isigubhu ngibe rich nami uthixo angakangithathi kulomhlaba ngikwazi ukushiya umndeni wami uphila kahle siyakuthanda mkhulu ❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️We are blessed to know u uthixo usilethele wena ukwazi ukusiza imindeni amen 🙏🙏🙏🙏

  • @mfanafuthingcobo2822
    @mfanafuthingcobo2822 2 года назад +3

    Amen 🙌 chief. Mina ngaphupha ngikugadile ngathi khona bantu bakufunayo ngesbhamu, ngakucashisa

    • @s3xy_nana
      @s3xy_nana 2 года назад

      Hie Dr my name is talent mthethwa from Zimbabwe but reocated here in south Africa pliz can you help me with clients was have alot of clients manje akusangeni muntu ngicela ungisise

    • @GloryMlambo-h3g
      @GloryMlambo-h3g Год назад

      Thokoza Mkhulu siya thokoza Baba.

  • @veevuyoh8945
    @veevuyoh8945 2 года назад

    Aibo ngyabonga mina mkhulu nge information iskhathi sonke bengithi ubaba uyathwalisa ngoba ngizwa amanga abantu layimnyango😍❤❤❤❤❤

  • @lindokuhlembatha592
    @lindokuhlembatha592 2 года назад

    Mkhulu ngiphuphe ungihlolela ungibuza ngabazali bami Kanye nomfowethu abangasekho seku kawu 3or4 ngikuphupha inkinga yami anginawo amandla okufinyelela kuwe ngisazama indlela yokufika ekhemisi eliseMnambithi ngibone kuthi ngitholani amen 🙏

  • @shadrackbulelanesehume997
    @shadrackbulelanesehume997 2 года назад

    Sawubona Dr Kay. Mina nge gama ngu Bulelane Sehume wa se Kagiso e Krugersdorp. Ngempela ngiyawuthanda usebenzi wakhu. Ngine nkinga ya tshwala mina kakhulu futhi. Umangingasizala ngo tshwala nje okunye kuzolunga. I'll keep on following you on all social media platforms. Plz Dr Kay, I need your help

  • @phathumthethomamba8563
    @phathumthethomamba8563 2 месяца назад

    Dr khehlelezi ngiseswatini and ngisadvosa kandzima kants ngihhungekile kakhulu ngatibona ngiphila solo ngacala kukubukela

  • @nceboluyandangema304
    @nceboluyandangema304 2 года назад

    Cha Mina mkhulu ngyakuphupha everyday and I always buy ur product n ngike ngikubone live kaning bt ngihamba ugogo mancube mkhulu kuyakhanya

  • @djlion5332
    @djlion5332 2 года назад

    Amen Mkhulu cel kubuz insiph yemimoy isebenza knjn

  • @preciousjessicamaseko6406
    @preciousjessicamaseko6406 Год назад

    Mkhulu I great you in the name of my father Jesus christ. I want to ask the difference between isithunywa ne Dlozi and ngempela ngempela yini umehluko we Mthakathi ne nyana and lastly how do you see umuntu ophiwe ngunkulunkulu?
    I hope to be answered.

  • @petersebata6682
    @petersebata6682 9 месяцев назад

    Thank you so much Mkhulu,Mkhulu can i use Magic Oil to Play Hollywood Numbers.Thankk you.

  • @siyabongandlovu2757
    @siyabongandlovu2757 2 года назад

    Siyabonga kakhulu ndumandumane ngiyafisa ukubonana nawe inkinga ngikude endaweni yase Heidelberg kodwa ngo nkulunkulu konke sofufezekile igama Siyabonga Ndlovu isbongo akwande mkhulu 🙏🙏🙏

  • @bongumusacassius1423
    @bongumusacassius1423 Год назад

    Uze ungikhumbule #NDUMANDUMANE 🙇‍♂️ 🙏

  • @stevenntokozo9805
    @stevenntokozo9805 2 года назад

    Ngifuna usizo lakho Dr khehlezi inkinga ngikude and nemali ayikho

  • @thokozaninkosi795
    @thokozaninkosi795 2 года назад

    Amen mkhulu cela ukbuza uma ufuna kuqala ibhizinisi ungenawo amandle isigubhu siyakunika yini amandla?

  • @juniorthwalalusandathwala5853
    @juniorthwalalusandathwala5853 Год назад

    Thank you mkhulu🙏🙏❤️❤️❤️ uqhubrke nokwenza umsebenzi omuhle❤️❤️

  • @balungilehadebe4203
    @balungilehadebe4203 2 года назад

    MKHULU SIYABONGA UKUCACISA NGEZIGUBHU SIBONGA KAKHULU NKULUNKULU ABE NAWE NJALO MKHULU WETHU 👏👏👏

  • @siphelelisonhlabatsi4528
    @siphelelisonhlabatsi4528 10 месяцев назад

    Dr KHEHLELEZI mine ngicela ungisite ngiwase Swaziland ngifise kufika lapho Mholi ngingeta njan

  • @mxolisikhumalo6347
    @mxolisikhumalo6347 2 года назад

    ngiyakulandela njalo futhi ngiyafisa kufika kuwe mkhulu kepha mandla anginawo izinkinga zami ziningi siza dr kay

  • @madidadlamini417
    @madidadlamini417 2 года назад

    Please prophet ngicela kuphumelela ungiphe inhlanhla yemali
    Please mfundzisi wami💯❤️Chela emandla akho

  • @SihleThabethe-mm5yz
    @SihleThabethe-mm5yz 5 месяцев назад

    Dr khehlelezi ngise Mpumalanga kumnyama akukhanyi nge ndlela engithokozisayo

  • @sanelebongukwandasithole9835
    @sanelebongukwandasithole9835 2 года назад

    Baba khehlelezi anginayo imbuzo Mina sengwabuke kakhulu amavidio akho ngikulalela nasemisakazweni ehlukene.. Mina ngise mmamehlake eMpumalanga bengcela nje baba ukuth ungthandazise Nami ngikubone ukukhanya nakuba sengililahlile ithemba plz plz pz

  • @lazolalozantakana2449
    @lazolalozantakana2449 2 года назад +1

    Siyabonga mkhulu ngencazelo ngezigubhu ngafisa nam usizo lwakho manginayo mali ngizitholele esam sgubhu thokoza mkhulu 🙏🕯

  • @zamahm8358
    @zamahm8358 2 года назад

    Ndumandumane eyaduma ezizweni... Dictionary zindaba zidida umndeni "lokhunjana"... Syabonga ukuhlale usivula amehlo nakamoya Mkhulu

  • @patricknongogo3076
    @patricknongogo3076 2 года назад

    Ngyabingelela Mkhulu mina ngiseHarding manje bengicela ukubuza uMagic oil ngingawuthola kankani ayikho yini ikhemisi eseduze? Ngyabonga

  • @charlesthedj7368
    @charlesthedj7368 2 года назад

    Mkhulu Baba uDokotela Khehlelezi ngiyabonga ngethuba lokuthi sikwazi ukubuza imbuza ngoba nginombuza la ukuthi iSgubhu asikunqumeli yini imiyaka ozoyiphila ngomnotho waso?

  • @sandilengongoma5323
    @sandilengongoma5323 2 года назад

    Ndumandumane 2 times ngikphupha and okokqala wangbuza kuty mnanam kade ngakgcina uphumaphi...okwesbili wangbiza ngegama lami ngazbuza kuthi kodwa nkosi yami aungbiza ngegama ngingakaze ngikbone...kwishow yakho kwiVuma one day befor you prayed waty kunomuntu ekuthiwa uSya nomunye ekthiwa uSandile abathathe iglass yamanzi uzothandaza bawaphuze to my surprise lawomagama Sandile and Sya amagama ami womabili lawo

  • @eugeniampye407
    @eugeniampye407 2 года назад +3

    Thokoza mkhulu siyabonga ukusicacisela ...ngiyathanda ukubona mkhulu ngihlulwa yimali ngise Goli ngicela ungithanadzise ngithole umsebenzi

  • @ZweliNgonyama-j7w
    @ZweliNgonyama-j7w Месяц назад

    Amen mkhulu asbonge

  • @philisambambani928
    @philisambambani928 Год назад

    Dr khehlelezi is the best❤🎉🎉🎉🎉🎉

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 2 года назад

    Mkhulu ngiyakubingelela manje thina sicindezelwe zinkinga kabuhlungu kodwa isifiso silaso kodwa kumnyama phambili lasemva sisizakala kanjani mkhulu njabulo bhebhe from Gwanda Zimbabwe

  • @elizabethmkhwanazi1766
    @elizabethmkhwanazi1766 2 года назад +1

    Mkhulu ngidinga is closure ngomtanami yini engingayithola echemist yakho ?

  • @makhwenkwandilemakhwenkw-ju4ky

    Nduma ndumani eyaduma ezizweni sihlahla somdlebe 🤞👌🙏

  • @princendlovu9403
    @princendlovu9403 2 года назад

    Amen mkhulu, Dictionary edid'umden,isigubhu esincane sisebenza kanjan njalo sithatha isikhat esingakanani ukuphakamisa

    • @mbongenicyrilkunene6597
      @mbongenicyrilkunene6597 2 года назад

      Amen mkhulu ngiyasebenta bt since kwendlula umake emhlabeni izinto azikaze zangihambela kahle bt Ngiyethemba umangike Ngahlangana nawe izinto zami ziyawuchacheka

    • @khululiwentanzi808
      @khululiwentanzi808 2 года назад

      Amen mkhulu ngiyafisa ukuthi ungisize ufika nini egoli

  • @eliasmotlogeloa8032
    @eliasmotlogeloa8032 2 года назад

    Thokoza mkhulu 🙏 manje khehla bekade ngiboniswa ngiboma yonke into imgekayenzeke kodwa manje komnyama noma ngiphuphile ngiyakhohlwa

  • @ElvisDlamini-i6s
    @ElvisDlamini-i6s 8 дней назад

    Hallow Dr khehlelezi ,I wish bowungangihlolela. It's a pity that you do not come to Eswatini (Nhlangano). I do need your service

  • @winnywindy2981
    @winnywindy2981 2 года назад

    Amen mkhulu ngiyafisa ukukhuluma nawe ikinga yami ngise nelspruit bengifuna kubuza kuthi ukuhlola

  • @simonmosiane3786
    @simonmosiane3786 2 года назад

    Babawum ngiyabonga for listening to u...I really need your help I am staying in Bloemfontein currently ..

  • @collinkhambula4686
    @collinkhambula4686 2 года назад

    Mina mkhulu I have been using slay queen every months ngifun umsebenzi usufike more than twice ngephupho kumina kube ngathi kuba khona othembisayo after ngiphupha mase kuyavaleka kube mnyama but I still use your products sengifun ubeka imali kahle then do consultation nawe coz can't get hold WhatsApp Amen mkhulu

  • @nomfundontshiza7526
    @nomfundontshiza7526 2 года назад

    Amen mkhulu ngicela ukubuza ngathenga magic oil wachetheka wonke ngabe kusho ukuthini MamNtshiza pmb

  • @MvikeleniMyaka-vw7bn
    @MvikeleniMyaka-vw7bn Год назад

    🫡🫡🫡bethanda bengathandi benyunda benganyundi mabakhothame bethu bayede🙌

  • @thembekabusakwe5376
    @thembekabusakwe5376 2 года назад

    Thokoza Mkhulu, ngakuphupha mkhulu. Ngicela usizo lwakho ngixakekile kakhulu 🙏

  • @mlamuliermalo3037
    @mlamuliermalo3037 2 года назад

    Amen Mkhulu, ngiyeza ngizonikele ngoba sengikuphuphe kanengi.

  • @mazwimamba1849
    @mazwimamba1849 2 года назад

    Danko khehla ....kuvakele ndumandumane

  • @sihlanguleskoti
    @sihlanguleskoti Год назад

    I feel safe babukele video zakho ndumandumane eyaduma ezizwen🙏🙏

  • @muzimyza2394
    @muzimyza2394 2 года назад

    My Spiritual father 🙏❤️mkhulu ngicela. Ungsize ngthole imali zami ze UIF ziphume zonke kusukela la ngaqala khona ukusebenza

  • @bluegalore142
    @bluegalore142 2 года назад

    Baba Mina Isikhole sangihlula so ngicubeke nento umdali wangipha 🙏🏽

  • @sthandwayinkosimagwaza9777
    @sthandwayinkosimagwaza9777 2 года назад

    Sawubona Mkhulu Bengcela Ukwazi As For Umuntu Ongasebenzi Kodwa Ongakwazi Ukuhlanganisa Imadlana Ukuze Asizakale Uyakwazi Ukumsiza?🙏

  • @thabanimthiyane1089
    @thabanimthiyane1089 2 года назад

    Amen ❤❤kuningi osifundisa khona sacela ukubuza lana mkhulu uma akesithi usuyadlula emhlabeni mhlampe ubunesigubhu uma engasekho akahambi nomcebo wakhe ??noma azikho izinkinga ezivelela umndeni uma engasekho

  • @mzwandilekhumalo3038
    @mzwandilekhumalo3038 2 года назад +1

    Dokotela, cha akengincome I mnandi inkulumo futhi iyakhuthaza, Mina ngingumshayeli wetekisi kanti futhi ngingumgembuli, siza dokotela kubekhona ongenzela kona

  • @cynthiamlotshwa1062
    @cynthiamlotshwa1062 2 года назад

    Mina ngihleli ngikuphupha🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥mina ngiyakuphupha kodwa esadleni angiphethe lutho lami ngisalindile

  • @thokonene5359
    @thokonene5359 2 года назад

    Mkhulu ngise Europe and ngawa thenga ama product akho ngiyawu bona umehluko kakhulu dankoo

  • @rebeccasangwen9453
    @rebeccasangwen9453 2 года назад

    Ngicela ungisiza naphupha ngizosuka ngiyothenga umagic oil kwathiwa ngiyothwaliswa ngakhala ngenqaba ngichazele nkosi yam

  • @clkubheka4006
    @clkubheka4006 2 года назад

    Mkhulu ngyabonga incazelo. Awuve uchaza kahle. Nami ngikuphuphile Kanye. Kodwa wavese wahlolela intombazane, eyayihleli eduze kwami. Mina ngavese ngafikelwa ukwesaba, ngavese nga freezer. Ngase ngyaphaphama. Angazi lisho ukthini?

  • @lwazizuma3937
    @lwazizuma3937 2 года назад

    Ngiyabingelela Dr Kay
    Ngifisa ukwazi sitholakala ngamalini isgubhu esincane

  • @thabanihlongwa2940
    @thabanihlongwa2940 2 года назад

    Mkhulu ngiyacela ungibonisa lana kwisimo sami. Ngakuphupha uthandazela someone kwindawo engangikuyo. Angazi noma nami I do qualify yini to those okudingeka bakwenze osokushilo? Ngiyabonga

  • @WinnieMaswanganyi-t8b
    @WinnieMaswanganyi-t8b Год назад

    Thanks for your free lesson mkhulu

  • @mbothosiyah696
    @mbothosiyah696 2 года назад +1

    They always shit on you, but you always come up victorious, you know triumphant. You just vanquish shit! I will always follow you, bless me up. Thank you! Have a great day. Keep up wif the good work. ''Inyanga engathwele, isiyoyo se Nyanga, ngiyema lapho.'' Dr. Kay, you know I love you.

  • @sanelewiseman865
    @sanelewiseman865 2 года назад

    baba khehlelezi , i just watched your videos now . im not asking for anything big but to count me in your prayers ,please. i'm a student at tut and i really want to be successful , with god and everything including your words your prayers i believe i'll succeed

  • @smangelenozwelo3924
    @smangelenozwelo3924 2 года назад +1

    Sawubona Dr Khehlelezi ayibandla bengikusaba mangizwa nje izinto ngawe,kodwa sengyabona ukuthi ungumuntu okwazi ngempela ukusizana,aybo usizo siyaluthola abanye baze babaleke abasizayo bexakwe inkinga yasekhaya,indaba inegceke mkhulu kabi noma singathola usizo, kodwa makesabuyela emumva kufana nokuthi asenzanga lutho,eyi okuningi ngeke ngikwazi ukukubhala sengathi nje ngingaxoxisana nawe kahle ngyabonga.

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Год назад

      Amandla asemhlabeni ayadlula but okuka Jehova kumile kuze kubephakade.

  • @simphiwelukhele6159
    @simphiwelukhele6159 2 года назад

    Ngcela ukubuza Mkhulu ngesgubhu esncane Ama boys... Asitshintshi iphunga njenge Baba ka Magic oil if am not pure? And ngingasgcaba emzimbeni or ngisfake emanzini wokugeza? And i have a business partner but she doesnt believe on muthi so Can i use isgubhu esncane alone for our business

  • @anelentuli270
    @anelentuli270 2 года назад

    Sawbona Mkhulu,mina ngenza i business, nginxenxa abantu bangene kwi business bengicela ukubuza ukuth ngingathatha yiphi i products?.

  • @wadandzimuwadandzimu8967
    @wadandzimuwadandzimu8967 Год назад

    Thank you 🙏🙏mkhulu

  • @ntokozosasko6224
    @ntokozosasko6224 2 года назад

    Nam mkhulu ngiyakuphupha ungisize kakhulukazi kwezezimali nasohlelweni lakh ave ngikulalela hlez ngith mhla ngathola imali yoza kuwena yathemba izint Zami zoqaqeka ngob ngila e Clermont