Rush hour : idlozi elingageziwe kanye namacala akhona

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 фев 2025

Комментарии • 63

  • @rosemarytimber2831
    @rosemarytimber2831 3 года назад +2

    Siyabonga Khehla Lomlungu kukhanya bha. So well presented, informative, insightful, thought-provoking . Khula njslo kulomsebenzi wakho muhle kakhulu.

  • @thuliradebe8228
    @thuliradebe8228 Год назад

    Amen Mkhulu, mina ngibonga ithuba loku hlangana nawe Mkhulu. Izimfundiso zakho zikwenye i level engaqondwa abantu abaningi cos kugcwele imphuphe nje esibaqedile abantu. Siyambonga u Nkulunkulu ngabantu abanje ngawe Mkhulu🙏

  • @tysermohlala5422
    @tysermohlala5422 7 месяцев назад

    ❤❤❤💯💯💯🙌🙌 Siyabonga nkosiyam

  • @badimobatemothuoptyltd7702
    @badimobatemothuoptyltd7702 2 года назад +2

    Thokoza Mkhulu INZUNZA Ilungiswa kanjani SIYATHOKOZA 👸🏿🤴🏿👼🏿👑Ngiumlanjwana mina

  • @vuyiswamavismbatha3354
    @vuyiswamavismbatha3354 2 года назад +1

    Abomndeni bathi alikho idlozi a a🍓

    • @sibusisiwenxumalo2664
      @sibusisiwenxumalo2664 2 года назад

      Mah ubaba wayesebenzisa isibongo esingasiso sake lathi sakhula ngaso kodwa asazi esethu kathesi kwezi njani

  • @Taury-k7s
    @Taury-k7s 2 года назад

    Khehla lomlungu 🕯️👏🏾👏🏾👏🏾makwande, syabonga kyazwakala akukhiwanga emuva, makhosi🐆manje mkhulu lapho sathengiswa amacloth kuthwa sithandaze siphhahle ngawo singawabonanga emathongweni ngenxa yokuvalwa amaphupho, yiphutha lelo, uma yebo kulungiswa njani? Thokoza khehla.

  • @ntombitshilo6687
    @ntombitshilo6687 2 года назад

    Syabonga khehla ngicela ukubuza ukuthi if umzali okuzalayo engakufiseli okuhle ekuvalela izinhlanhlazakho, usizongilitholakuphi njengoba ngingumuntu onabantu abadala

    • @drkhehlalomlungutheavatar9799
      @drkhehlalomlungutheavatar9799  2 года назад

      nibangani nomzali wakho

    • @dumazilemavundla4311
      @dumazilemavundla4311 Год назад

      Ngiyabonga mkhulu cela ukubuza uma wangenwa abakubo kagogo ozala Uma wami no gogo akashadanga manje ngibiza isibongo sakubo kagogo ozala uma wami esika angisazi

  • @Taury-k7s
    @Taury-k7s 2 года назад

    Khehla lomlungu 🕯️👏🏾👏🏾👏🏾makwande, syabonga kyazwakala akukhiwanga emuva, makhosi🐆

  • @NokulungaCilo
    @NokulungaCilo 6 месяцев назад +2

    Thokoza mkhulu wenzenjani uma umndeni ungayizwa inkinga yakho uyintombazane unemimoya

  • @unathimakaluza7315
    @unathimakaluza7315 8 месяцев назад

    Aw shembe ndya thokoza🙏

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 2 года назад

    Syabonga dokotela ngicela ukubuza kuth umaUbagwa zidalwa and futh unemimoya wenza njan

  • @preciouskhumalo2445
    @preciouskhumalo2445 Год назад

    Eish uqiniso lodwa

  • @asandekaaba3599
    @asandekaaba3599 3 года назад +1

    Thank you Khehla_Lomlungu, insightful, the topic was dedicated to me, Ke ya leboha

  • @bangizwane8689
    @bangizwane8689 Год назад +1

    Thokoza mkhulu ngiyabonga kakhulu ungifundise lukhulu ngiyabonga Thokoza

  • @NokuthulaKhumalo-h1e
    @NokuthulaKhumalo-h1e 11 месяцев назад +1

    Ngilukubuza mkhulu uma ningasezwani ekhaya senahlukana wenze njani?

  • @vuyiswamavismbatha3354
    @vuyiswamavismbatha3354 2 года назад

    Kudala ngilun gisa lutho mi na angisazi

  • @dumazilemavundla4311
    @dumazilemavundla4311 Год назад

    Ngiyabonga mkhulu ngibcacelwe BHA yonke into badlalile ngathi abantu vesifuna izimali

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 3 года назад +1

    Mkhulu manje lamacala kumele ngwabhekele till kumuphi ukhokho ngoba ngenke ngakwazi ukuthi mina ngiyi generation yesingakhi

  • @PriceGuy
    @PriceGuy 2 месяца назад

    HOW CAN A BABY BE BORN THAN HAVE PROBLEMS CAUSE THEIR PARENTS CHOSE A DIFFERENT PATH AND SOME DIDNT PAY ALL THAT FALL TOO THE POOR CHILD ITS CLEAR THIS WORLD HAS NO MERCY THATS PURE CRUEL ITS CLEAR WE NOT FIGHTING OUR OWN BATTLES BUT THEIR SELFISHNESS.

  • @bhekiraymond4257
    @bhekiraymond4257 2 года назад

    Kunjani baba.sikhishwa kanjani isilwane esenzelwe emuntwini ukuthi zingahambi kahle izinto azenzayo?

  • @lindizwane532
    @lindizwane532 2 года назад +1

    Washaya!

  • @MandlaDlamini-ik3zm
    @MandlaDlamini-ik3zm 5 месяцев назад

    Anginawo naloyo Msamo nekutsi ngiwumisa njani angati lutfo,uMoya nginawo ngiyakwati kodwa kutsi inhloko lengiholako nguyiphi angikwati,kunengi lengingakwati

  • @mzamomtenjana-vp4wp
    @mzamomtenjana-vp4wp Год назад

    Thokoza Mkhulu utholakala kanjani
    Angibonge khehla

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 3 года назад

    Amen mkhulu wena mkhulu awukhuphuli na?

    • @drkhehlalomlungutheavatar9799
      @drkhehlalomlungutheavatar9799  3 года назад +1

      Ngiyahlambulula

    • @nomsazikhali4882
      @nomsazikhali4882 2 года назад +1

      @@drkhehlalomlungutheavatar9799 mkhulu ngyabonga impendulo angazi noma ngzobe nginephutha yini ukuthi umkhulu uhlambulula ngamalini nakhona imindeni emingaki...nakhona mkhulu mina ngise Goli benginalujabulela usizo lwakho.

  • @tlalanegwarazimba6911
    @tlalanegwarazimba6911 2 года назад

    🙏

  • @tulanizepe5731
    @tulanizepe5731 Год назад

    Ohh mkhulu thina esizalelwe ezikweletini akho nodwa oyaziyo yonke lento kunini umntu ehamba akulungi nix

  • @kittygomez6732
    @kittygomez6732 5 месяцев назад +1

    Thokoza khehla yinhle imfundiso yakho. Manje mkhulu uma bangasekho bonke ngolitholaphi usizo nge information yabo. Thokoza

  • @ntokozodlamini2609
    @ntokozodlamini2609 2 года назад

    Sizothola kanjan baba ukuth lezontombi kwaphophoma ingane and ukuth zingaki? Wenzenjan musola ukuth ziningi ngoba umuntu wesimame unenkinga yesinya?

  • @HarrietNtisane
    @HarrietNtisane 6 месяцев назад

    Ngise goli ngikuthola njani kaade ngigeza dololo

  • @JabuMathenjwa
    @JabuMathenjwa 4 месяца назад

    Umama ngabe kuthiwa ungenwe abasekhakomama kanye nabasekhaya kababa ngawe kuvele wenzenjan thokoza makhulu

  • @phindilem3918
    @phindilem3918 2 года назад

    🙏🙏

  • @thulilethulile3066
    @thulilethulile3066 2 года назад

    Sawubona mkhulu ngicela ukubuza uma uphupha nihamba Ngathi niyovakasha emzini kamzala kodwa lomuzi uphezu komfula khonalapho umama wami osewadlula emhlabeni uyahuba ihubo uma sibuyela umuva mina ngihamba nomfula kuvele umuntu angisize umama anyamalale uma ngibuyela emuva ngiyoncinga umama wami osewadlula emhlabeni aphume emanzini athi Kimi akusikho ukubuyela emuva akazi noma ukuthi lesimo sale nto esemanzini ngizomelanayo kwayena uyayesaba

  • @zimkhithangubane7829
    @zimkhithangubane7829 2 года назад

    Ngicela ubuza Khehla ukuphupha usemzini wakho apho Wendell khona ustake egcekeni uthi uyazama usuka lutho kuze kuvele isibonakaliso esithi abantu basemzini bafanele balethe utyalwa besintu kunye nembuzi emhlophe kunye nemnyama mabeletha le imnyama ibhuzi ngavela ngaphakama ngagida ngaze ngafainta. Ngicelubuza litho ukuthini eliphupha ngiyabonga

  • @vuyiswamavismbatha3354
    @vuyiswamavismbatha3354 2 года назад

    Ngiyabi gelela mina ke ngahlawulwa manje njalo ngitshwenwa ukuthi mangibala nde kodwa ma je angihla ganiswanga nabo and kwande kwabakhona inki ga yempi em ndenini ngibathelelise a.manzi ,inki nga ka jani ,ngixakekile mgicelukukhuluma nawe ngidingusizo ,ngoba baze bathi aba

  • @AdelineMolusi
    @AdelineMolusi Год назад

    Thokoza mkhulu ngiya kuswa mange uma ngifuna ukuluma nawe nge ndaba ze hlozi ngiyenze njani

  • @ntombekhayaradebe3821
    @ntombekhayaradebe3821 3 года назад

    Mkhulu Camagu ephupheni lami ngikhuluma nabadala ngithi kubo umkhulu wami akakhulumi imphendulo yathi uyakhuluma nawe kodwa awumuzwa uthi geza angenqabi ukuzokhuluma nawe mkhulu ngithole indlela kahle

  • @thulilethulile3066
    @thulilethulile3066 2 года назад

    Sawubona mkhulu ngicela ukubuza uma uphupha umuntu akhuluma athi Kimi ngikhuleke ngiqinise ngoba ugogo wami uzoza kodwa o ayiso siyesabeka ngiva ngiyesaba ngoba angazi ukuthi ngizombona ngamehlo noma ngephupho

  • @nosiphiwokomani8209
    @nosiphiwokomani8209 3 года назад

    Camagu wemkhulu

  • @graylivingstonetshenge9509
    @graylivingstonetshenge9509 2 года назад

    Thokoza Mkhulu,
    Ngokuzithoba okukhulu Mkhulu, ngicela ucingo (i number) yakho ngininkinga ephuthumayo engicela ngiqale ngiyoxixe nawe ocingweni.

  • @sibahlendlovu449
    @sibahlendlovu449 2 года назад

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza mkhulu ngilamaphupho mkhulu ngiphupha izinyoka enye yafika yangirolla yaze yangiyeka elinye yafika yagijima itop yeroom yami yasuka la yazoveza ikhanda duze nami ngabaleka ngamela kids

  • @bongiwemzimela5539
    @bongiwemzimela5539 2 года назад

    Mukhulu.yini.ukufemba

  • @sibahlendlovu449
    @sibahlendlovu449 2 года назад

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza mkhulu ngilamaphupho mkhulu ngiphupha izinyoka enye yafika yangirolla yaze yangiyeka elinye yafika yagijima itop yeroom yami yasuka la yazoveza ikhanda duze nami ngabaleka ngamela kids

    • @sibahlendlovu449
      @sibahlendlovu449 2 года назад

      Yangena ngakimi emzimbeni yalokhu ihamba isuke esifubeni yehle iyejika ezinyaweni manje futhi ngithe ngimi kulayini sibanengi kwaqala imvula sangena ewall enkulu ngabona imvula ingasanethi ngathi ithi ngiyelayina ngibe namba1 ngithi ngiyaphuma nansi inyoka eceleni ifuna ukungidonsa kodwa ivalelekile ma ngiyibheka I face ngeyemonkey ngabaleka ngithe ngisabaleka ngawela egwebini ngabe kubonisani mkhulu lokhu

    • @nomthandazomazibuko2762
      @nomthandazomazibuko2762 9 месяцев назад

      Mina mkhulu zalelwe emshadweni kodwa ngahamba ngizelelwe ngiyiswa khabo mama ngagcina ngikwadadewabo mama ngakhulela khona kwa hamba ngaba nenkinga zangifuna ekhaya emsamo wakhona. Manje angemukeleki kahle kubantwana bakithi bangiphathisa okumuntu ongazalwa nabo infact bayangizonda bonke futhi. Sengize ngakhektha kuphuma ngi bashiye ngakhe omunye muzi wakithi la ngi zohlala khona nabantwana bami