- Видео 43
- Просмотров 252 742
Dr Khehla Lomlungu (Zosukumizizwe)The Avatar
Добавлен 8 июн 2014
Traditional healing prophet @Mtubatuba 0726284026/0837443891
Видео
Uyathwasa yini umuntu onomsamo ongcolile or onedlozi elingcolile
Просмотров 3,4 тыс.3 года назад
Uyathwasa yini umuntu onomsamo ongcolile or onedlozi elingcolile
Ukugezwa komuntu ophuphumelwe isisu vs owaphunyelwa isisu
Просмотров 4,2 тыс.3 года назад
Ukugezwa komuntu ophuphumelwe isisu vs owaphunyelwa isisu
Ubunzima bokucindezelwa umuntu othandana naye
Просмотров 17 тыс.3 года назад
Ubunzima bokucindezelwa umuntu othandana naye
Ukuphahla kodwa idlozi lingakhulumi
Просмотров 16 тыс.3 года назад
Ukuphahla kodwa idlozi lingakhulumi
Signs that Shows ukuthi Une Isithunywa Nedlozi(Ubona Kanjani Ukuthi Une Isithunywa Nedlozi?)
Просмотров 17 тыс.3 года назад
Signs that Shows ukuthi Une Isithunywa Nedlozi(Ubona Kanjani Ukuthi Une Isithunywa Nedlozi?)
Rush hour : idlozi elingageziwe kanye namacala akhona
Просмотров 11 тыс.3 года назад
Rush hour : idlozi elingageziwe kanye namacala akhona
Rush hour : ukushutha umsebenzi wedlozi (kubi lokho)
Просмотров 2,8 тыс.3 года назад
Rush hour : ukushutha umsebenzi wedlozi (kubi lokho)
Rush hour : Ngabe kulungile yini ukuhloba ngamabhayi edlozi muya edolobheni uzihambelaa
Просмотров 3,4 тыс.3 года назад
Rush hour : Ngabe kulungile yini ukuhloba ngamabhayi edlozi muya edolobheni uzihambelaa
Rush hour : Ukuganisa imimoya with Dr Khehla Lomlungu
Просмотров 5 тыс.3 года назад
Rush hour : Ukuganisa imimoya with Dr Khehla Lomlungu
Yhoo mkhulu nam nginalonkinga
ngicela ukubuza mkhulu utholakala kanjani konke lokho okushoyo kuyenzeka kimi
@@kennyntuli 072 628 4026 kodwa ngizoba segoli mhlaka 08 till 11 February
I girl friend yam ingandiphatha entloko
Mkhulu bengicela inamba yasethembisa
@@WillingtonFirshelp 072 628 4026
Siyabonga Mkhulu 🙏🙏
Hallo Mkhulu
@@ntobekondimaande5358 yebo
Camagu Mkhulu
Thokoza mkhulu ngicel ukbuza ukuthy umhlanza igceke ulihlanza kanjani ?
@@ZaneleMhlongo-be2lf 072 628 4026
Ngiphendulekile mkhulu nima👏
Heyi inyani ela kulelomkhulu ukuphi baba nendawo
@@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow mtubatuba
Siyabonga mkhulu bahlala ngathi sesiyasaba mkhulu nokuya emfuleni
Mkhulu ngibonga kakhulu ukusiphendula ngisacela ukubuza uyasukuma uhambe uyofuna usizo ukalutho usizo sengihambe ngikhathele sengibona ukuthi ngizihlabhulule ngamanzi wemfula angazi noma akulungile lokho
@@SbongileJele if u believe kulokho kuyokusebenzela
Mkhulu ngicela ukubuza bathi mina nginesithuwa mina engikwaziyo ukuthi mangiphupha into iyenzeka manje angazi ngimephi
Mkhulu ulikhulumelani iqiniso akwande khehla
Sawubona mkhulu uSmangele khumalo e VRYHEID Kade ngilalele ukhuluma ngiyabonga konke engikuzwile ukusho ngicela inumber yakho
@@SmangeleKhumalo-u8m 072 628 4026
Thanks
Siyabonga umkhulu ngicela Inamba yakh
@@MrMnguniMnguni 0726284026
Kunjalo khehla lomlungu
Ngiyabonga kakhulu mkhulu mina sengidlule kuko kokne, ngangena ephehlweni kodwa bangilanda, akukho okilungayo empilweni sengize ngivaleka amehlo manje anvisizakali nakodokotela
@@ellenshongwe1401 cela ungifonele gogo 0726284026
Mkhulu ninjani ngilahlekelwa maphupho ngapha ngiyabhodla kuyangithusa
Thanks mkhulu
Amen mkhulu ngimi loyo angisazi
Usegoli kuphi mkhulu cela ukukubona cela ino yakho
Bayede khehla,siyabonga ngemfundiso yakho ebalulekile,asikwazi khehla ukukhulumisa umuthi kunjalo
Mina kuthiwa ngazalwa ngigaxe ingubo nje ngethwasa uma lifake izikhumba zembuzi ngabe ngingumuntu ozalwa enjani ngoba nginezi kinga eziningi....ngisacele usizo ngempilo yam aliveli
Thokoza mkhulu..ngyacaciseleka kokuningi.....futhi kuliqiniso....lelo....umkhulu utholakala kuphi noma kuyiphi inamba
Siyabonga mkhulu❤
Iskole sobanini ngicela kuzoom mkhulu
@@amandamavundla957 January siyaqala
Bayede khehla
uNkulunkulu akubusise Mkhulu 🙏
Ameeeen🙏 Mkhulu
eh.
Amen 🙏 Mkhulu Ngikhanyiselekile ngombuzo ebengiwo, kumayelana nokungcola kwegceke lasekhaya👏👏👏
Amen mtaka shembe nami nginazaretha kodwa nemimoya ngisazama ukullungisa ngyabonga ulalela lelikhasi lakho lingifundise okuningi ngyabonga nkosi ikwand🙏🙏🙏
kuphele 7years yonke ngifuna umsebenzi kodwa lutho bahamba koyohlola bathi nginabantu abadala kodwa abakhulumi amaphupho akhona kodwa kuvaleka imali makumele igene abafazi bayangithanda kodwa imali iyang yala noma ibusiness iyala kumele ngiyenzenjani ngoba emanzini ngaya after lokho ubhuti wammi onamatendor saqabana.
HOW CAN A BABY BE BORN THAN HAVE PROBLEMS CAUSE THEIR PARENTS CHOSE A DIFFERENT PATH AND SOME DIDNT PAY ALL THAT FALL TOO THE POOR CHILD ITS CLEAR THIS WORLD HAS NO MERCY THATS PURE CRUEL ITS CLEAR WE NOT FIGHTING OUR OWN BATTLES BUT THEIR SELFISHNESS.
😄
Awu lonkinga utsho kum izibonakaliso zam BEKUTHIWA ndijarile akufanele uba sowulapho thokoza Mkhulu❤
Awu AMENl Dr Khehla Lomlungu uthunywe abadala kithi mina ngiyawaphupha amanzi ngike ngaphupha ngilbuya nesihlahla sinempande ngathi zinamazambane lezimpande ngiyalucela usizo lokuyongena emanzini ngokweqiniso usambulele useqinisweni ngokomoya wokukhanya ngokukhulu ukuzithoba ngiyacela ukusizakala AMENI
@@VuyolwethuMntungwa Amen
This is me🙏🙏
Thokoza mkhulu
@@NtombifuthiPocia amen
Aze amnandi lamazwi mkhulu utholakalaphi ngyafisa nami ukukubona kuze ngizosizakala ezinkingeni zami
@@NonhlanhlaMngadi-m4v mtubatuba gogo 0726284026
Manje mina nginani pho?? Nakhu nginywanywa abantu, akekho onamathela kimi, mina ngihlezi ngivula i bible nabefundisi abadumile, ngibuye futhi ngibe ngumuntu neyginci, besengiyaphupha futhi ngihleli nalaba abomculo abaphakeme, bayathanda ke emaphusheni ukwehla kimi, kodwa empilweni abangifuni, kodwa ephupheni hawu hawu ngiyinkunzi kodwa mengihlangana nabo haaaawu abafuni nokuzwa nje iphunga lami.. Ngiye ngiphuphe nje izinto eziningi engingaziqondi kakhle!! Ngisacela ukucaciselwa lapho bakwethu....
Sawubona mkhulu ukuzibona use ntamben uqoke ukaliki omhlophe ngiphehla ingobongo lezikabi elimhlophe likhuphuka ingwebu ngifake no ukaliki weduku ngazalelwa ekhaya komamlume
Mkhulu nginenkinga mina ngyaphupha kodwa ekuseni ngingakhumbuli noma ngithy ngyacaba lutho ukubuya iphupho kwenziwa yini lokho
Thokoza mkhulu
Siyabonga mkhulu ngeqiniso utshele bahlala ngathi
Thokoza Mkhulu.... Uza nini e Tembisa? Mina ndise Goli. Yonke le nkulumo yakho ingathi ukhukuma ngam. 🙏
@@Zukombebe-ee9jt mnth end
Thokoza mkhulu mina ngazalwa nginamabele 4
Mkhulu ngicelukubuza ngilungisa kanjani iphutha engalenza ngakhipha isisu manje ngifisa ukulungisa lenkinga
Mkhulu ngashonelwa ubaba wabantwana bangangigeza kubo manj ayikho into elungayo sesiside iskhathi aklungu lutho😊
@@PERCY2008ZWANE kunendlela okwenziwa ngayo