Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Khona abanye bathi ukuphupha isiduli kubika isifo. Mina ngizohamba nencazelo yakho Gogo. Ngikhathele kabi izinto ezimbi. Siyabonga 🙏🏽
Sawubona gogo.Ngicela ukubuza Uma indlu ihlala igcwala izintuthwane zingenzi umugqa Kodwa zigcwala cishe indlu yonke
kubika ukuthi kunemicimbi okumele niyigcine ekhaya lenu kuhlangane umndeni nimeme abantu ngoba kubika lokho indlala osethongweni lenu elibika ukucelakala kwezithebe
Amen gogo ngicela ungipha inamba yakho 😢😢😢
0761433135
Kwandle siyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona🙌🏾
ngyabonga
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Ngicela ukubuza uma uphupha umakhelwane wakho ediliza izindonga ngaphakathi zendlu bese athi yena uyahamba kulomuzi uyayithengisa. Athi lomuntu ozothenga lendlu uzozibona ukuthi uyilungisa kanjani. Ngiyabonga usazophendula . Makwande kukhanye ❤
uma umuntu ediliza indlu oyaziyo ephusheni bakutshengisa ukuthi uyahluleka ukumela lelokhaya kungaba ngezigaba ezehlukene ukuthi uhluleka ndlelani ,akalimele ikhaya ngendlela odingwa abangasekho nabaphilayo kodwa ucekela phansi kungaba nanoma iyiphi indlela ngaba indlela enza ngayo izinto noma indlela akhuluma ngayo engakhi kodwa edicilela phansi umuzi nabahlala kuwo mase eyashiya sekumoshekile akanawo umoya nendlela yokulungisa ngokwakhayo
Sawubona ngicela ukubuza ukuphupha usehlane kuleliphupho bekukhona umuntu wesifazane sisendaweni ephezulu engiphusha ngiwele ezansi ngirole ngize ngime kuthe ngisamile utshani ushitshe ube luhlaza
lokhu kubika ukuba sesixakaxakeni sempi yempumelelo oyilwa nezitha ongazinakile ukuthi abafuni ubadlule ngokuphumelela engathi ungaba ngaphansi kwabo okanye ungayindawo nempilo kodwa khona kunjalo like likweseke idlozi lakho iqhubeke impilo kuthi noma kuba khona okuhlehlela emumva kodwa uqhubeke uphile
Syabonga MaMbotho, mina ngiphuphe isiduli phambi komnyango koda emzini womuntu kungesikho ekhaya. Manje angaz noma bengiphuphela ikhaya noma wona lowamuzi. Koda futhi khona ephupheni ngabona uround wempepho wakulo muzi udilikile ungekho. Ngicela ungicacisele bandla.
uma uphuphela umuntu lokhu kusho ukuthunywa kulowomuzi osuke uwubonile ,kodwa leli phupho lithuma wena ukuthi uye ukuyobazisa ngesicelo esicelwa abantu bakhona abangasekho sokuthi babakhele indlu yabo ,uma bekudilika indlu yabo oyaziyo kusho ukufa kwekhaya kodwa kuthinta umsamo ohambisa izicelo zabo kwabangasekho ukuthi abayidingi lendlu abayisebenzisayo ngoba kungenzeka ukuthi inokungahlambuluki okwenza kucekeleke izinto kubona manje sekumele bavuse enye ehlambulukile
Ngyabonga 🙏
Sisi ngyabonga kakhulu ukuthi u confirm lento yomuhlwa ngiphuphe umuhlwa wakha isduli ngthe ngyahlola kwashiwo njengoba usho ukuthi bafuna ukwakhelwa uguqa.
yebo mfwethu kunjalo
Ngicela ukubuza gogo, kutshoni ukuphupha abantu behwela isiduli bengcwaba khona esidulwini umuntu
Siyabonga ngolwazi oluhle maMbotho
Ngyabonga
Siyabonga cc kakhulu ujehova akukhumbule mina ngike ngaba nephupho amaveveshane amhlophe endizela kumina kwaqamuka nejuba landizela ikhanda lami
Sawubona gogo ngiphupha ngi cleaner igceke le celebrate my clean ku green utshani
i celebrate liwuphawu lomuntu oyidlozi elifunela wena okuhle nokufiswa abaningi okuzokwenza ugqame wehluke kwabanye ophila nabo kodwa mawucleana igceke lalo bakukhombisa ukuthi ukuze kulunge kahle kuwe kumele ungakhohlwa ukulungisa uhlambulule emalibeni abakini abadlulayo ubasebenzele ukuze nakuwe kube kuhle
Mina okwenzekayo ngibona kuphuma isiduli endlini lapho sekumnyama nje akuhambi kahle kodwa ngisazama kuzolunga khona
uma isiduli sisendlini mfwethu bakhomba ukuthi usizi abanalo lokuba ondinga sithebeni lokungabi nayo indawo nokungajabuli baza nakho nqo ekhaya bakufake empilweni yakho kwenzeke kuwe into engingayisho ukuthi ubathembise ukuthi uzoyakha lendlu udwebe ibala egcekeni lapho uzoyivusa khona lendlu kuze bezokwehlisa ukusindwa kuwe
Sawubona sisi. Siyabonga ukubuya kwakho. Uma amatsheketshe ( izintuthwane lezi ezinkulu ) zingena endlini zibe ziningi. Ziphithizele njengezintuthwane Ingabe kusho into efanayo nalokhu okuchazayo.
cha mfwethu lokho kusho ukuthi bazoletha isicelo sokwenziwa kwesithebe sokuvala indlala kubona ngokulula nje bacela umsebenzi bakhombisa indlala yokuthi abenzelwa lutho okuyizithebe eziqondene nabo
Ngiyabonga. Inkosi ikubusise. Nethonga lakho likuphe amandla.
Amen ngicela ungikhumbule kuwatsap kade ngikuzama mhlampe zimbili izinyanga😢
yebo mfwethu
Mina ngangunga phuphi ngangibona izintuthane ziyintaba nje eduze komnyango ngingazi kwenzakalani
kwakudawla ukuthi kunabantu bomndeni wakini ofisa ukwenzela imicimbi yabo engagcinwa becela izithebe bekhombisa ukuthi bayadlula emhlabeni kodwa banganakwa uma zimnyama baveza ukuthi abageziwe uma zibomvu bagezelwe kodwa abakenzelwa imicimbi yabo
Amen Uma ungaphupi kodwa ukubona kwenzeka ngokwenyama
baqinisekisa ukuthi yonke into abayishoyo kuwe iyiqiniso futhi bayayazi ukuthi izokwenzeka ubozithathela phezulu uzilungise izinto abasazokukhombisa zona uzenze ,okukhulu kunalokho ungumthunya oyosiza ezintweni ezithize abayokwazisa ngazo lokho kuyisiphiwo esihle kuwe sokubona okungakenzeki kwenzeke ukudalelwe lokho
Sawbona Mina ngphuphe isduli sisenyaweni lomuntu olimele bekungathi umuhlwa uyamelapha , ngase ngawubona ebsweni bami lo muhlwa
Siyabonga, waze wanqaba gogo..
ngyaxolisa cc ngibanjwe izifundwana nje
Sawubona Sisi ngicala ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha iwashi lase mthangaleni 🙏🙏🙏
kusho ukugqigqa ndawonye ulinde umnyama ongenafu wenza into engayi phambili ngekhaya kodwa bakukhombisa ngekhaya lakho ukuthi ungabanjezelwa ubala ukulungisa ekhaya
kuphupha sdulu endlini
Nkosazane ngicela ungihlaziyela nalo iphupho. Ngiphuphe ngisendaweni umndeni osewathutha kuyona. Benginemgane Yami yentombazane kukhona umuntu ongathi asizwani Kahle naye kulona iphupho. Kuthe kusanjalo ngabona ngabona ngathi sengilahlekelene nengane Yami sengisendaweni engathi isemhosheni kodwa ingane Uma ngiyimemeza Isabela phezulu hayi emhosheni. Ngithe ngisathi ngizama ukuphuma emhosheni ngiye kuyo kwavele kwaqhamuka noluntu esihilizisana naye wangiqgokisa umqele omazi osanda kuqede ukwenziwa. Uthe Uma engiqhokisa wona ngenzwa ngigcwala Amandla ngabona sekulula ukuphuma esgedeni. Lisho ukuthini leliphupho.
bakhombisa ukuthi bayanidinga kuleyo ndawo banibheka khona ngoba iyona ndawo abakuyo nabo izinkanga eninazo ilapho beyokwazi ukunixazululisa zona uma niyakhona noma nibabikele la sinikhona nibakhombise ikhaya ngoba babheka nina kulelikhaya elidala umqhele uqinisekisa ukuthi ibona abanamandla ukusiza nina uyowathola khona okuningi kuyokwenzeka khona mawuya khona endaweni endala
Syabonga🙏🏾.Uma isiduli simila ekhaya egcekeni? Nisibulale siphind siqale phasi simile futh and sikhulu impela
kubika kona ukuvuswa kwendlu yabogokho bakini bacela yona
Sawbona, ngisacela ukumbuza ukuthi kuchazani ukuphupha unikezwa amathambo esiphanga awezinhlangothi zombili lawa abizwa nge scapulae bones phecelezi.Ngiyabonga🙏
cha mfwethu leliphupho livezela wena ukuthi kuwe unokwembathwa ngabaleleyo abahleli kuwe ngokuhlukana kwabo kwedlozi bahleli kuwe kakhulu wonke oseke wadlula wakini uhlala kuwe ambathe kuwe ngokuthemba wena
Sbonge kakhulu ngokusiphilisa mina ngine nkinga ngiphuphe isikhova sisuka esihlahleni bese kwawa amaqanda awu 3 waso kwafa 2 ngachosha 1 kaqhamuka izinkukhu zifuna leliqanda lesikhova hayi angiyazi mina lento
Suyabonga
ngyabonga mwethu
Siyabonga gogo
Thokoza gogo.. ngicela ukubuza uma uphupha bekukhombisa ibovu ne mbuzi emaruni ngiyabonga usazongiphendula
bakhukhombisa ukuphothulela abahambela entwaseni nabangaqedanga ukwenza umsebenzi wedlozi kungaba igobongo lokubasiza baphothule ngawe lokho shukuthi bayakukhombuzisa ukuthi ubalungisele
Unjan cc wam ngcela ukbuza uma uphupha amaphoyisa kuchaza ini ngyabonga
kubika abantu abayidlozi kuwe elibhekene nezingqinamba obhekene nazo kulaba abaphilayo abamelene nawe ukuhlunga nokuhluza okubi nokuhle okushiwo ngawe bacacise ukuthi kuyiqiniso noma kwamanga mase bethatha izinyathelo zokujezisa abamelene nawe bagade lokho kuwe ukuhlunga amaxoki nabazenzisi empilweni yakho babasuse bebahlule ngokukugada wena
Ngyabonga kakhulu cc wam bakithi ♥️♥️
Siyabonga Gogo.ngicela ukuzwa Uma uphupha iKhehla elidala lakini likupha umqhele owenziwe kahle lize ligcizelele lithi owakho ngabe kuchazani?
lokhu kulenza umyalezo ohambisana nokukhula kuwe ngamandla okumela ikhaya kanye nokugadiswa zonke izidingo zekhaya kakhulukazi kulaba abangasekho ukuthi kuthenjwe wena babeka amadla kuwe okumela ikhaya mfwethu kuzona zonke izinto eziyizikweletu zekhaya kodwa bayokwembatha lokhu kugcizelela ukukhumbathwa uqhwakelwe amakhehla akini okulula kunalokho kumele uphelele mase ubezela imvunulo ozoyisebenzisa ngaleso sikhathi uyisebenzisa bayigqoka ngawe
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga Gogo.ngizocela ukukfonela ngemvume yakho,ngizokwazi ukisale sengithola neAcc yakho ngizobonga ukungihlahlelela lesi sibonakaliso.
Sawbona mambotho mina ngathi Kade kuphuzwa uthswala engangibugayile kwam kwavuka kunomuhlwa intaba yomuhlwa ngase mnyano e sitting room inteyayisabeka nje ingabukeki ngabe kwakuchazani
Kusho kuthini kuphupha inyama eyosiwe
Hhawu ngakhumbula kuchazani ukuphupha umuntu ongasekho ekhuluma umuzwa ngezwi ungammboni kodwa phambilini Kade uthi mawumphupha ummbone futhi nikhulume
uma ekade ekwazi ukuziveza kuwe ingoba bekulula ukufinyelela kuwe ngoba kunokuxhumana okulethwa ukuhlambuluka onakho uma esehambela kude kungadalwa isimo osunaso esimqelisayo kuwe kodwa ebe efisa ukukhuluma nawe ngoba anixabene into oyenze engasekho engekho kahle uboyihlambulula uhlambuluke ukuze angahambeli kude nawe ngoba kuyenzeka ahlehliswe isimo esinjalo
Thokoza gogo Mbotho ngiphuphe is dula but besihlonnywe amabodlela ashayinayo angaba12 please help me to explain
Thokoza gogo ngizamile ku whatsup ngicela ukuthi ungibhekele ngiyabinga
yebo mfwethu ngyazama ukufinyelela kubantu ngokuphendula kodwa ngobuni bayasala abanye kodwa ngizokuthinta mfwethu ngyabonga
@@hxmbotho3458 Thokoza gogo ngizalinda wena uze ube nethuba lami ngiyabonga
Ukuphupha umuhlwa use sosini noma plate bese unikwa i hug umuntu ongathi ungumphathi wefemu ethile…?
Cela number yaku
Gogo siyabonga ulwazi osiphalona ngisacela number
@@NokulungaChonco 0761433135
076133135

Sawbona
Mina ngphuphe isduli sisenyaweni lomuntu olimele bekungathi umuhlwa uyamelapha , ngase ngawubona ebsweni bami lo muhlwa