Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Ngiyabonga mkhulu uchaze kahle ngendlela engiphuphe ngayo 🙏🙏🙏🙏
Siyabonga Mlondi
Ngiya bingelela baba Ngicela uku buza mailana ne mpepha ngi nali yini ilungelo loku sisa impepho ngi ngu aunty ekhaya naa
Uma engekho weslisa,uyayishisa
Yhoo yaz...lendlela inzima, thina asinalwazi nex
Siyabonga Nkomose
Sawubona Baba ngisacela mangabe ungekho ekhaya uyakwazi ukulenza iLadi emjondolo endlini ykho kona ukhanyisa amakhandlela anjani ngombala??
Siyabonga
Thokoza mkhulu uyakwazi yini ukulenza emqashweni .if ungakhulelanga kini futhi ungakafakwa kini wenzenjani
Sibonga...Sibani.samathongo
Muhle umsebenzi Sbani
Ngiyabonga kakhulu
siyabonga Nkomose 👐
Kubonga thina kakhulu
Nkomose Yaz sengifisa ukuth sbonane Mehlo emnyama inkinga Uma ngingayibukanga la kwi RUclips ngathi kukhona into eshodayo kumina kuningi ongikhanyisela kukona
Siyabonga!
Sibonge Nkomose ngolwazi, mina ngicela ukubuza lapho, umahlala emqhashweni ngenxa yamatoho uyakwazi na ukulento ilati, izibani ezidingekayo zingaki futhi ezinjani. Ngiyabonga
Emqashweni ungaphahla kuphela kodwa ilati kungaba kuhle ulenzele ekhaya
@@sbanisamathongo3180 Ngiyabonga ngempendulo Nkomose manje lapha ekuphahleni kudingeka izibani ezinjani?
Kudingeka esimhlophe yelo and blue kodwa ithongo liyaziveza ezikfanele ungaqala ngalezi ulinde amaphupho
@@sbanisamathongo3180 Ngiyabonga, uma ukhuluma phezu kwalezibani uyazibiza izibingo ezikuzalayo na?Ngibuza ngoba mina ngingumshana komalume kodwa umama ongizalayo akusona isibongo sakhe sengazi kodwa ugogo wamtholela khona futhi wakhulela khona.Nobaba ongizalayo ukhulele esibongweni ezazi ukuthi ungowaleso sibongo, kodwa kuyavela kobabekazi abasekhona ukuthi lesibongo akusona sabo sengazi kodwa isona umkhulu akhulela kuso and manje inkinga akekho owazi isibongo segazi.
Sebenzisa isbongo sagogo wakho uma uphahla ngoba isona esikusekele
Sawubona Sbani samathongoUngalenza yini emzini wakho ongakabikwa ngoba ikhaya elikhulu, kunomsindo, ukuthula kungekho nomsamo ungcolile?
Ungabalanda ngaphandle ngezibani ulenze
Nkomose
Sawbona kunjan
Kwesama thongo isibani makwande. Mina ngicela ungikhanyisela lapha Nkomose ngihlushwa amaphupho obungoma ngiyabhodla ngiphathwa amadolo. Ngisanda ukuphupha ugogo wami ozala umama kungathi abazwani ngenkulumo no (umamezala wakhe) mama kaMkhulu wami. Ngambuleleka ukuba ngibuze kahle ngomlando wethu ngithole ukuthi ukhokho no khokhokazi wami abashadanga kodwa baba nengane okuwu mkhulu wami.umkhulu wakhula ebiza isibongo sokababa wakhe athe noma eseshada nogogo wami waqubeka naso. Kade saqala ukuxakeka njengomndeni waze washona umkhulu ugogo umama wami ai kunzima.umama wayenemimoya wayezama ukulungisa izinto kodwa akukho okwakukhanya manje nami ngibhekene nezinqinamba. Nkomose noma umuntu eya kubantu abahlolayo ubebiza isibongo sikamkhulu kungenzeka ukuba yisona esiyinkinga. Kubo kamkhulu kunezangoma ezintathu and kubo ka gogo kwakunenyanga. Namaphupho engivuka nawo ayakhuluma Kodwa ngididekile namuhla ngivuke nephupho ngathi ngisendlini yabantu abadala kukhona inyoka emhlophe kodwa umgogodla wayo bekungathi inezimpaphe kukhona ne nsundu kanye nesikhova esimhlophe
Ugogo ubani isbongo sakhe lodaba ludinga sizoluxoxa sbonana lujulile
@@sbanisamathongo3180 ugogo owakwa Gumbi. Umkhulu wayebiza uButhelezi and umama wakhe owakwa Madumane
Mfwetu
Ngiyabonga mkhulu uchaze kahle ngendlela engiphuphe ngayo 🙏🙏🙏🙏
Siyabonga Mlondi
Ngiya bingelela baba
Ngicela uku buza mailana ne mpepha ngi nali yini ilungelo loku sisa impepho ngi ngu aunty ekhaya naa
Uma engekho weslisa,uyayishisa
Yhoo yaz...lendlela inzima, thina asinalwazi nex
Siyabonga Nkomose
Sawubona Baba ngisacela mangabe ungekho ekhaya uyakwazi ukulenza iLadi emjondolo endlini ykho kona ukhanyisa amakhandlela anjani ngombala??
Siyabonga
Thokoza mkhulu uyakwazi yini ukulenza emqashweni .if ungakhulelanga kini futhi ungakafakwa kini wenzenjani
Sibonga...Sibani.samathongo
Muhle umsebenzi Sbani
Ngiyabonga kakhulu
siyabonga Nkomose 👐
Kubonga thina kakhulu
Nkomose Yaz sengifisa ukuth sbonane Mehlo emnyama inkinga Uma ngingayibukanga la kwi RUclips ngathi kukhona into eshodayo kumina kuningi ongikhanyisela kukona
Siyabonga!
Sibonge Nkomose ngolwazi, mina ngicela ukubuza lapho, umahlala emqhashweni ngenxa yamatoho uyakwazi na ukulento ilati, izibani ezidingekayo zingaki futhi ezinjani. Ngiyabonga
Emqashweni ungaphahla kuphela kodwa ilati kungaba kuhle ulenzele ekhaya
@@sbanisamathongo3180 Ngiyabonga ngempendulo Nkomose manje lapha ekuphahleni kudingeka izibani ezinjani?
Kudingeka esimhlophe yelo and blue kodwa ithongo liyaziveza ezikfanele ungaqala ngalezi ulinde amaphupho
@@sbanisamathongo3180 Ngiyabonga, uma ukhuluma phezu kwalezibani uyazibiza izibingo ezikuzalayo na?
Ngibuza ngoba mina ngingumshana komalume kodwa umama ongizalayo akusona isibongo sakhe sengazi kodwa ugogo wamtholela khona futhi wakhulela khona.
Nobaba ongizalayo ukhulele esibongweni ezazi ukuthi ungowaleso sibongo, kodwa kuyavela kobabekazi abasekhona ukuthi lesibongo akusona sabo sengazi kodwa isona umkhulu akhulela kuso and manje inkinga akekho owazi isibongo segazi.
Sebenzisa isbongo sagogo wakho uma uphahla ngoba isona esikusekele
Sawubona Sbani samathongo
Ungalenza yini emzini wakho ongakabikwa ngoba ikhaya elikhulu, kunomsindo, ukuthula kungekho nomsamo ungcolile?