UKHALA NGOBULUNGISWA OBESEPHILA NOKUNUKUBEZWA UMQASHI WAKHE ONGUDOKOTELA EMUNCELISA ISITHO SANGASESE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 6 янв 2025

Комментарии •

  • @NormaMazibuko
    @NormaMazibuko 18 дней назад +11

    Ujehova uyabathwala abakhe Winnie dadewethu usufike endaweni lapho uzothola khona usizo...uStetelegu uzotetelega nawe kuze kube sekugcineni...okungapheli kuyahlola lizoduma lidlule😢😢😢😢

  • @SduduzileDingile
    @SduduzileDingile 18 дней назад +14

    Sesithembe we Stetelegu sethu u Hulumeni usidayisile engathi kungalunga nkoke🛐🛐😍😍

  • @ZamaKhumalo-y8b
    @ZamaKhumalo-y8b 17 дней назад +2

    Gulukudu phakathi Stetelegu ❤ kwaze kwabuhlungu ngocc😢 kodwa siyakuthemba ntokazi yakwa Ndlovu❤❤❤ uzotetelega naye ucc🙏

  • @khanyisocrowder7731
    @khanyisocrowder7731 19 дней назад +7

    Haw nkosyami, mhlolo muni lona!!!!!
    Ngaze ngeva buhlungu. 😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @businzama6939
    @businzama6939 19 дней назад +10

    Siyabingelela STETELEGU sethu Awuuuuu kwaze kwabuhlungu okwenzekayo ezweni lethu 💔💔💔💔

  • @NhlanhlaShozi-qu5bz
    @NhlanhlaShozi-qu5bz 19 дней назад +8

    Yaze yabuhlungu indaba kamama nkosi yam ngenelela Mzansi hlangana ndlemnyama 😢😢😢

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 19 дней назад +12

    That 👿 police must loose his GEPF period he's also evil the bribist in high condition bayanyotshwa phela👮👮👮 laba 💔💔💔 uzobuthola ubulungiswa dear MaNdlovu uzotetelega nawe zikhale strong 💃💃💃🙏🙏🙏 askies sthandwa ❤️❤️❤️

  • @ThandekaMaphanga-o3d
    @ThandekaMaphanga-o3d 18 дней назад +7

    Amaphoyisa nawo ayasicindezela ngokwawo😢😢😢 mase uzithathela umthetho ngokwakho bese uyaboshwa wena😢😢😢😢 Phephisa Sisi wami sengathi ungabuthola ubulungiswa😢😢😢

  • @SylviaDlamini-u6q
    @SylviaDlamini-u6q 19 дней назад +8

    Mmmm yaze yahlungu lento😭😭 syacela niyilwe sisu stetelegu khona nabanye ababhekela phansi abantaba mnyama bezofunda isfundo😢😢😢

  • @PhillipMadonsela-c9v
    @PhillipMadonsela-c9v 18 дней назад +6

    Akaphephile kodw lo mama nkosiyam 😢😢😢😢

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 12 дней назад

      Eii ngampela nam ngibuka loko,leliNdiya nalaba Seshi ngeke angikho happy nami...

  • @DeliweNkosi-y2n
    @DeliweNkosi-y2n 18 дней назад +4

    Yhooo Jehova I banaye
    Umvikele athole
    Ubulungiswa ajeze
    losathane wendiya
    Umbulali

  • @NeevaT
    @NeevaT 18 дней назад +6

    Very sad indeed. May you find peace and comfort in your heart. It’s also disappointing that almost 80% of our African police are corrupt. The doctor in question should be sacked and never to practice medicine again.

  • @NeliciousSthole
    @NeliciousSthole 18 дней назад +11

    Kwazekwabuhlungu cc kodwa iSouth Africa iphezukwakhe lo Dokotela okhohlakele hamba naye stetelegu

  • @ThandiPhungula-k4w
    @ThandiPhungula-k4w День назад

    Hawuuu kodwa Jehova, Baba ngenelela, siza stetelegu,, bathinte, ngiyakulandela mina, ngiyakwethemba sisi, usubasizile hope part 2 uzobakhona

  • @NomfundoZungu-vs5fs
    @NomfundoZungu-vs5fs 19 дней назад +5

    Kwaze kwanzima emhlabeni yhoooo amadoda udokotela wonke jesuuuuu 😢😢😢😢😢😢😢

  • @DimaDimariya
    @DimaDimariya 18 дней назад +12

    Amandiya Kade aqala ukusihlukumeza singabantu abamnyama kahle kahle kushukuthi yiyonanto ayeyizele la emhlabeni.Sabuhlungu I story sikasisi .Phephisa sisi wami.❤

  • @londiwexaba8905
    @londiwexaba8905 18 дней назад +2

    uNkulunkulu abe nani kuloluhambo olunzima enisaziluhamba Mama nawe Sis Stetelegu💛🕯🙏

  • @lizwishelembe0224
    @lizwishelembe0224 18 дней назад +9

    Sis teteleku this is one of the saddest episodes😢😢😢😢...let like & share this video until it reaches the officials who may help our mother 💔💔💔😥😥🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦

  • @Nelisiwemkhize-b4r
    @Nelisiwemkhize-b4r 19 дней назад +9

    Hawu angagcini nge Rap aze amdlise doti sukumani mzansi

  • @NombuleloPhakathi
    @NombuleloPhakathi 18 дней назад +3

    Am waching from Johannesburg am on holiday love you ❤guys

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 19 дней назад +4

    Jehovah wami,akaboshwe lo dr

  • @ThuliZulu-l5r
    @ThuliZulu-l5r 19 дней назад +4

    Mmmmh kwaze kwanzima emhlabeni 😢😢😢

  • @JuniorNephawe-u7w
    @JuniorNephawe-u7w 18 дней назад +4

    Yuuu Jehova ukhohlakele udokotela akabanjwe

  • @thandekavikilahle8081
    @thandekavikilahle8081 19 дней назад +9

    This is so painfull. Lord Jesus help this woman, heal her.

  • @NosisiSihlangu
    @NosisiSihlangu 17 дней назад +2

    Ngifisa ngathi ngingaba khona Uma kuyiswa kuye ngidiniwe 😢😢😢😢😢😢😢

  • @busitshabalala3593
    @busitshabalala3593 18 дней назад +2

    ❤❤, stetelegu wenze izinwele

  • @thokozanemotsi6616
    @thokozanemotsi6616 19 дней назад +5

    I've been waiting so patiently
    Sibonge futhi Stetelegu nkulunkulu abenawe kuzozonke indawo ozihambelayo🙏

  • @NompiloMtolo-f9x
    @NompiloMtolo-f9x 17 дней назад +2

    BAKITH CC WAZE WANGABI NAPEACE KODWA UMANDLOVU ❤UZOKUTHATHA AKUBEKE STETELEGU SETHU CC WECOUNTRY ❤❤❤

  • @ZolekaGumede-f2b
    @ZolekaGumede-f2b 19 дней назад +11

    Sicela upart 2 sisi kwaze kwabuhlungi 😢

  • @makhosazanandinisa2467
    @makhosazanandinisa2467 15 дней назад +2

    This woman is a hard working woman, dedicated to the Lord, then a terrible thing happened to her. She does not deserve this. I pray that justice will be served.

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 19 дней назад +7

    Second one too comment 🎉🎉🎉 Stetelegu watching from Chicago do your thing gal much ❤❤❤❤

  • @nomvumenjomi1163
    @nomvumenjomi1163 19 дней назад +7

    Kwaze kwabuhlungu Winnie kodwa udaba lwakho lusezandleni ezi rite she will expose them.
    Ncese sisi

  • @bafanaprince2327
    @bafanaprince2327 18 дней назад +2

    Our Princess Stetelegu sethu siyabonga bhokodo fixing the country by one by one

  • @PhillipMadonsela-c9v
    @PhillipMadonsela-c9v 18 дней назад +2

    Libuhlungu loludaba luka sisi wam 😢😢😢😢ingase angaphola nkosiyam
    Abuthole ubulungiswa🎉

  • @louisamaduna
    @louisamaduna 10 дней назад

    My sister your story is very touching.

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 19 дней назад +3

    Magatsheni ❤🙌

  • @LuthandoNondukwana
    @LuthandoNondukwana 19 дней назад +4

    Aibo wazi kwabuhlungu sisi 😢😢😢

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 18 дней назад +3

    So Sad Sacela nimsize bakithi😢
    Izolo bengikwate ngigane unwabu ntombenhle uma ngingena ku YT ngingatholi nex from kuwe,love you alwaz❤

  • @SizakeleMbatha-pp9di
    @SizakeleMbatha-pp9di 18 дней назад +1

    Mmmmmmm kwaze kwabuhlungu yazi yooooo amandiya yikho ngiwanyanya nje 😢😢😢

  • @LettieSbongile
    @LettieSbongile 18 дней назад +4

    Winnie yiba strong cc UNkulunkulu unawe uzobuthola ubulungiswa lengulube izoboshwa le hot stuff bekakuphuzisa yona yiyo elimaze kakhulu iphaphu lakho phambili ngobulungiswa bantu bakithi

  • @PrettyphilieCele
    @PrettyphilieCele 18 дней назад +3

    Kwaze kwanzima ukuphila yingakho amandiya siwazonda 😢😢

  • @MaboineNgobese
    @MaboineNgobese 18 дней назад +2

    😢😢Mmh mmh yaze yabuhlungu indaba ka- - Cc Winnie,lokuhlukumezeza okunjena asedlule kusona sinzima,kodwa kuyenzeka vele lokhu especially kubantu abasebenza ezindlini zabo,nami kukhona iNdiya eseliqedile izingane ngalento ekade echazwa yi- cc Winnie,leli mina engikhuluma ngalo,lona linesitolo futhi,siliqedile izingane ngale- rape yokuthi ba- sakhwe umphambhili waso.Ngithi cc Winnie ngibonga isbindi Sakho cc,nabanye abaphumele obala ,ngeke sidlale amandiya sisazodlala ukufa.Elami lithi qina cc wami futhi ngizokukhulekela, ukuthi uNkulunkulu akunike amandla nesibindi sokuthi igcinwe isinqotshiwe lendaba yaleliSuluman,hhei cc Stee,nami awazi ukuthi ngifikelwa ukudinwa okunjani,kodwa sizoyinqoba lempi ngoNkulunkulu on our side nabomthetho,cos bona bavalwa ngemali,what if ezibeka ezicathulweni za- Cc Winnie,bona look labonesi,bangaphatheka kanjani.Phephisa Cc Winnie,we will be with you all the way until Justice is done.Sibonge nakuwena Cc Stetelegu ngomsebenzi wakho omuhle, inkosi ikubusise nawe nethimbha lwakho.❤Amen

  • @LetatoThando
    @LetatoThando 18 дней назад +2

    Ey ngaz ngaphuk emoyen wami angaz nokuth ngithini 💔💔😭😭😭

  • @SibongileCotho
    @SibongileCotho 19 дней назад +2

    🎉🎉🎉asambe bukeli❤ Stetelengu wm

  • @gracechilwane9715
    @gracechilwane9715 19 дней назад +5

    Eish kunzima cc Waze wakhohlakala lo Dr kumele aboshwe ugabida imali enze abantu into ebuhlungu kanje askies cc wami

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 13 дней назад

    Losisi kumele aye kuthuleleni tv..
    Mkhwana he's too good kanti amacala amaningi layaway winner..
    Steteleku good ekuhlanganisen imndeni if ingazwani ..

  • @petunialuthuli8267
    @petunialuthuli8267 17 дней назад +2

    Hmm ..ncese sis Winnie, stick with God sis wam, pray kuzolunga. Don't be hard on yourself and your family, the fact that ukhulumile this will be sorted sthandwa sam

  • @AsandaNkalitshana
    @AsandaNkalitshana 19 дней назад +3

    MaGatsheni ❤❤❤

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 18 дней назад +4

    Sicela ukubona udokotela bakwethu weNdiya,avele abonwe yizwe lonke bese eyaboshwa angaphinde aphume lodoti😢😮😢😮
    Laze langinyanyosa iNdiya yingakho nje abantu abamnyama bengawafuni😢😮😢😮😢😢😢

  • @lindelwateyise
    @lindelwateyise 18 дней назад +1

    Ow my God ungcolile udoctor fanele abanjwe nkosi yam yini kuhlukumezeka okunje

  • @ZiningiDlamini-b5q
    @ZiningiDlamini-b5q 18 дней назад +2

    Kwazekwamzima bekezela cc Winnie kuzolunga

  • @LaurentiaNdokweni
    @LaurentiaNdokweni 19 дней назад +2

    Dadewethu stetelegu 😢😢😢😢😢😢 ngike ngaba isimo esifana nseke nesalo dade umlisa wase ndiya wangihlukumeza ngalendlela ngaze angifuni ukungasho kwaba engathi ngyagula ngekhanda ngicela uJehova angisize ngithole elinye itoho ngikhathele ukuba isgqila socansi boss wam engilala ephindele for 3 years 2023 ilapho engathola khona ukuphumula ekudlengulweni mihla yonke nakhona la ekhona. Ukuhlumekeza nakho kukhona kukhona kodwa akukona okocansi engakusho njer abantu base ndiya cha bayasihlumeza thina bantu basendiya ngayonke indlela usizo futhi masicela akufinyeleleki emthethweni engakusho njer cc Winny nginawe emoyeni le pain ondlule kuyona ngyazi kahle futhi okubuhlung okundlula konke emndeni wam angikaze ngawutshela ngalesenzo sale boss .Stetelegu ngyafisa ucc athole ubulungiswa

    • @stetelegu1591
      @stetelegu1591  19 дней назад

      😭😭😭💔eish kwanzima nkosyam

  • @GraceChilunga
    @GraceChilunga 17 дней назад +1

    Watching from Capetown part 2 please stetelegu

  • @phutimokwetli2503
    @phutimokwetli2503 18 дней назад +2

    Kunzima 😢😢😢.... watching from Limpopo

  • @philisiwenkosi8080
    @philisiwenkosi8080 19 дней назад +2

    Sangena bathandi bazo❤😂...sesfikile iStetelegu sethu❤🎉

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt 17 дней назад +1

    ngikanye nawe dadewethu ngibuhlungu emoyeni wami ngodaba lwakho oluxoxayo .nokho wabekezela eside isikhathi kodwa phephisa dadewethu sibonga nokuphumela obala .ibuhlungu indaba ositshela yona kodwa uNdodakazi uStetelegu ngyamethemba uzolungenelela loludaba lwakho uthole ubulungiswa aboshwe lo Dokotela💔

  • @phomombili9479
    @phomombili9479 19 дней назад +3

    Phakathi stetelegu inside❤

  • @mndenincube
    @mndenincube 18 дней назад +3

    kudala kukhalwa ngabomdabu wasendiya Mhlangibona uhulumeni oholwa umuntu omnyama eyekelela indaba yase Phoenix , ilpho engafakazelwa Khona ukuthi vele bayazicanasela lapha ezweni and umthetho uyabavuna angazi ngaliphi kodwa. baningi abantu abamnyama abahlukumezekile behlukunyezwa amandiya bese indaba iphelela omoye.

  • @NompumeleloNgcobo-g7z
    @NompumeleloNgcobo-g7z 19 дней назад +6

    Yabuhlungu indaba ya sisi angathi angaluthola usizo

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 13 дней назад

    Durban Central here 🎉🎉

  • @nompumelelomdlalose9556
    @nompumelelomdlalose9556 18 дней назад +3

    Ave lingekho iqiniso e South Africa shame....tetelega nayo la case stetelegu...phephisa cc

  • @nomvulahappinesszulu4495
    @nomvulahappinesszulu4495 17 дней назад +1

    Bazovela obala siyabonga Sitetelegu umsebenzi wakho

  • @MabongiMajola
    @MabongiMajola 19 дней назад +3

    . part 2 plz isiboshiwe lenja

  • @PhumezaNongauza
    @PhumezaNongauza 17 дней назад +1

    Hawu makajeze ngempela mbonise ukuthi akadlalwa ngomuntu siyabonga

  • @hloniphilehloniphile1849
    @hloniphilehloniphile1849 14 дней назад

    Mmmhhh phephisa mama wami ibuhlungu lento oyzwayo 😢😢😢😢

  • @simonzwane-y6h
    @simonzwane-y6h 19 дней назад +7

    Hhayi cha amanye amadoda angcolile

  • @ZodwaMkhabela
    @ZodwaMkhabela 19 дней назад +5

    Akwenziwe ubulungiswa plz MaNdlovu

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg 19 дней назад +3

    Ngaze ngaphalaza jesu locc uyabekezela ubemunyukubeze ngaze ngacasuka phephisa cc

  • @sizakelengubane-7400
    @sizakelengubane-7400 15 дней назад +1

    Sesicela nokumubona nje ngehlo lo dokotela okhohlakele ngalendlela .waze wayenza into ebuhlungu💔

  • @mymusicmazibuko7027
    @mymusicmazibuko7027 17 дней назад +2

    Amandiya odoti ngaze nganyanya... phephisa cc ngathi ungaphola emoyeni wakho

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane 18 дней назад +4

    Yooo hai Stetelegu mayiboshwe lenja rhaa wayembulala losatana wendia hawu kwakufanele athathe ivideo

  • @SibahleMhlongo-ne2if
    @SibahleMhlongo-ne2if 17 дней назад +1

    aaaa💔cc Winny ngaze ngadinwa mah ngidinwe kuthi lodoti sebenzisa kuthi nemali ingakho engajezi.....cc stetelegu plz zama Dali🙏

  • @PhilaniMthombeni-m5v
    @PhilaniMthombeni-m5v 18 дней назад +2

    Ukube wamvala ngawo umqamelo ncese cc 😢

  • @MatthewPhiri-j5m
    @MatthewPhiri-j5m 17 дней назад +1

    Sicela part 2 please Sisi Stetelegu

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 18 дней назад +2

    Mark Solomon Nayer ingalo yomthetho isezithendeni zakho

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 12 дней назад

      Uzobaleka aye ko India ngoba phela nangu unemali...

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 18 дней назад +1

    Kubuhlungu ukunyukubezwa Stetelegu mina ingilimaze impilo yam yonke ngize ngakwazi ukubhobokela udadewethu ngoMandulo kulonyaka emva kweminyaka engamashumi amane 😢

  • @BoyceThebeSetona
    @BoyceThebeSetona 18 дней назад +1

    Yabuhlungu lendaba ka sisi,oh nkosi yam kazi senzeni na kulo mhlaba...ngiyaku themba sisi Steteleku sizani umama please,that doctor needs to be punished

  • @ThabisileQwabe-h5b
    @ThabisileQwabe-h5b 16 дней назад +1

    Kwaze kwabuhlungu cc wam hawu nkosi

  • @DeliweNkosi-y2n
    @DeliweNkosi-y2n 18 дней назад +1

    Mawungenamali sisi emzansi khohlwa ngobulungiswa soze wasizakala bhekisa kusomandlasisi uzokuphendulela

  • @NtombikhonaSithole
    @NtombikhonaSithole 18 дней назад +1

    Yooooo yaze yabuhlungu indaba kacc 😢

  • @NombuleloPhakathi
    @NombuleloPhakathi 18 дней назад +2

    University inja umngodoyi mele aboshwe akhokhe dodi

  • @LindiswaMakaluza
    @LindiswaMakaluza 18 дней назад +1

    Ngibheja ngawe cc stetelengu
    Uthixo akwandisele ziyaphola intliziyo ngumsebenzi wakho omhle owenzayo makaphole ucc uthixo amphe indlela yokuzixolela kuqala cz makusenzenza izinto ezimbi kuthi sigcina sesingathi yithi abangenzi kahle amapoyisa yizinja nje into abayaziyo yi bribe

  • @NomusaGloria-d3d
    @NomusaGloria-d3d 18 дней назад +1

    Ufike kungqo cc uStetelegu uyezwela ukuhlukunyezwa kwabantu ngiyazi uzoyilwa lempi

  • @CeciliaNkabinde
    @CeciliaNkabinde 19 дней назад +4

    NAZO KE ASAMBE MBUKELI UYATHANDWA DARLING UHAMBA UBUYE NENTO USHIYE KONKE KUHAMBA NGENDLELA

  • @ChwayitaMgole
    @ChwayitaMgole 18 дней назад +1

    I pray ba ku part 2 umthetho mawudlale indima yawo. Yaze yandivisa kabuhlungu ke udaba lwanamhlanje. Ndiyaxolisa ma ngobuhlungu obunje cela uqine mzali womelele just for abantwana bakho

  • @KholiweFaithzondi
    @KholiweFaithzondi 6 дней назад +1

    Cc ngibonga isibindi sakho,ubuzwile ubuhlungu umthetho mawuthathe indawo

  • @VamsileChiliza
    @VamsileChiliza 17 дней назад

    Laze lakhohlakala indiya.umthetho awdlale indima yawo

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 18 дней назад +1

    Sicela upatt 2 sekuneNdiya lemikhuba😢😢😢

  • @CharityMathe-k4f
    @CharityMathe-k4f 11 дней назад

    Hello Stetelegu ngabe yami. Ngiyigame isiphela indaba. Ngisazayilandel a kusuka ekuqaleni. Uqaphe ngabantu laba abathembe ukuthi balemali, uhlale usemthandazeni dadewethu. Be safe ❤

  • @PhumeleleSibiya-b2z
    @PhumeleleSibiya-b2z 18 дней назад +1

    😢😢Kwanzima nase Melomed EMpangeni nakhona labodoti bakhona ababoshwe

  • @sylviasibeko4644
    @sylviasibeko4644 18 дней назад +2

    God help her. Scam doc must go to jail. What is wrong with South African justice?

  • @GloriaDankiso
    @GloriaDankiso 16 дней назад

    Kwaze kwabuhlungu bakithi 💔💔

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo 18 дней назад +1

    Akuyena udr lona usathane onezimpondo akaboshwe akalungile nhlobo isihogo 😣🤔

  • @NtombizodwaSithole-t1w
    @NtombizodwaSithole-t1w 19 дней назад +3

    If awunamali eSA Indaba yakho ayikho.Amandiya ayabahlukumeza abasebenzi basezindlini.Abaseshi,abashushisi konke kuyadizelwa.Kwaze kwanzima Mzansi

  • @nelisiwemzolo5273
    @nelisiwemzolo5273 19 дней назад

    Asambe Mbukeli🎉🎉🎉❤

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 19 дней назад +2

    mmmmm SA ebolileyo nogorvement wakhona

  • @SharlotSibanda
    @SharlotSibanda 15 дней назад

    Amapholisa ayasincindezela shame ayi💔💔💔💔

  • @lungilemamba-t7s
    @lungilemamba-t7s 7 дней назад

    Part 2 cc plz dokotela akaboshe

  • @LuciaTho-h2v
    @LuciaTho-h2v 16 дней назад

    Mina ingakho ngiwenyanya amandiya😢😢

  • @SindiswaMnana-uo2dk
    @SindiswaMnana-uo2dk 18 дней назад

    Stetelegu wethu❤❤