Bafuna axoshwe emuva kokulahlwa yicala elibucayi

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 окт 2024
  • Bafuna axoshwe emuva kokulahlwa yicala elibucayi

Комментарии • 44

  • @Thandiwe-ys3ez
    @Thandiwe-ys3ez 3 месяца назад +6

    Yiqiniso ngampela ukuthi uma ufuna umsebenzi kamaspala kumele ukhumule ipanty haaaa

  • @BuyisileGwala-b8u
    @BuyisileGwala-b8u 3 месяца назад +1

    Bangambulali Jehova Cc😢

  • @UnqambothiMarketing
    @UnqambothiMarketing 3 месяца назад

    Ichalaha ngempela leli. Liyazitika nje ngabantu besimame, alibahloniphi. Kwaze kwakubi bafowethu. Lomuntu kumele ahlale ejele hhayi abe ngumkhulumeli wabantu (public representative)

  • @busisiwezungu7125
    @busisiwezungu7125 3 месяца назад +3

    Uthwele kanzima umuntu wesfazane ikakhulu omnyama kulelizwe 😢

  • @LindiweMhlongo-g6h
    @LindiweMhlongo-g6h 3 месяца назад +7

    Akahambe usathane nakulomnyango usazobaqeda abafazi

  • @africacontinent3346
    @africacontinent3346 3 месяца назад +2

    Akaboshiwe ngani pho ejele lomgodoyi.

  • @NompiloMafuleka-f9e
    @NompiloMafuleka-f9e 3 месяца назад

    Kodwa kanti yini inkanuko kubantu beslisa...awungtshele nje ubaba omdala kangaka..ongumfundisi noshadile yini ukungcola okungaka Jesu...
    Hhai wenza kahle uDuma wamphuci mike..akasindoda lobaba...aw webantu..

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 3 месяца назад +2

    Wee waze wangena ehlazweni uNdunankulu ka Zulu ihlazo phela leli athinteka kulo yinto enjanike le 🙆

  • @MpiloButhelezi-z1p
    @MpiloButhelezi-z1p 3 месяца назад +6

    Azikhale

  • @welcomenkambule4215
    @welcomenkambule4215 3 месяца назад +8

    Kanti ukhohlakele lomuntu

  • @superflyphones9058
    @superflyphones9058 3 месяца назад

    Akazibekele yena phansi

  • @XOVIZWE
    @XOVIZWE 3 месяца назад +5

    Hhaw kant umdlwenguli! akehle ezikhundle udoti womuntu

    • @RazoMarazo
      @RazoMarazo 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂

  • @MaPhum354
    @MaPhum354 3 месяца назад

    Abuse against women and children by man in positions is a very painful offense, and I respect this lady for standing up against this powerful monster and shame the tyrant. He must leave his position immediately. This monster women abusers. Power to women's!! Wathinta Abafazi !! Wathinta imbokodo!!! Asibumbane bafazi!! Sesekeke udadawethu. Kusasa kuzobe kuyindodakazi yako.MAKAPHUME APHELE ESIKHUNDLENI LOMFUNDUSI MBUMBUJLU 😢😮😮 PHUMA!!

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 3 месяца назад +5

    Kanti uyadlwengulana futy saze sahlupgeka ilezi gebengu

  • @dorothysithole2219
    @dorothysithole2219 3 месяца назад

    Hawu Nkosi yami ngaze ngaphoxeka akufani naye

  • @luckymduduzi6251
    @luckymduduzi6251 3 месяца назад +3

    Aybo iDada kant liyavukelwa njengoba liyibhola kanje liyabhedake kodwa bekfanele liboshwe straight yikhoke ukuth umthetho wase SA uvuna izgebengu kakade uphethwe yinhlangano yezgebengu so kuyohlala kunjeh.

  • @ncamisilepenelope5175
    @ncamisilepenelope5175 3 месяца назад +3

    Wayenikwe kanjani umsebenzi engena ziqu? Lokhu kuvela ngobavesenqabe ukupipiyelwa, ayixoshwe lendoda ibolile

    • @jeconiashangase9177
      @jeconiashangase9177 3 месяца назад

      Hhawu bangaki vele osipolitiki aba qualified?😂😂😂

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 3 месяца назад +1

    Hawu Hawu kanti akanamfazi yin lobaba uyaz uphoxa uyise wakhe nonina wakhe

  • @VuaumuziNormanNtokozoNgema
    @VuaumuziNormanNtokozoNgema 3 месяца назад +1

    Corrupt leaders captured selfishness against their people BAGWAZE MKHONTO KAZUMA UYAWABONA LAMASELA ASEYATATAZELA EBA UCANSI LWAMANYE AMADODA BEKHOLWA

  • @NjinjiMagwaza-ku5hg
    @NjinjiMagwaza-ku5hg 3 месяца назад

    Abantu abathinteka emacaleni nasenkohlakalweni kakufanele anikwe amandla ezintweni zesizwe nezemiphakathi Ngoba syathola ukuthi lomnumzana usebenzis'amandla ngobesemandleni kuhlukumeza malungel'oluntu Kumele kwenziwe bulungiswa muntu mayephule umthetho kungenzelelwa makungathathw'isayidi ngokuthi ngubani umthetho mawenze bulungiswa ngokufana kuwowonk'umuntu

  • @VumoSthole
    @VumoSthole 3 месяца назад

    Akanoshwe uyekelwani egwetshwe uhlukume!abant besfazane ekbeni ewumholi eKZN😢

  • @MBGumede-x1v
    @MBGumede-x1v 3 месяца назад +6

    Hhayi, hhayi akaphume ehovisi likaHulumeni nakwesobundunankulu kaZulu. Hhawu nguMfundisi onjani lo. Sies..... 😢

  • @Thandiwe-ys3ez
    @Thandiwe-ys3ez 3 месяца назад +3

    Hayi akahambe lodoti lo

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 3 месяца назад

    Honorable Premier Ntuli akesizwe uthini ngalehlazo njengomphathi omkhulu noma uzothi innocent until proven guilty, just asking

  • @cyprianjabulaniqediradebe1862
    @cyprianjabulaniqediradebe1862 3 месяца назад

    Silokhu sibabaze njalo,sesaphilela ukuhlala sibabaza

  • @PrudenceButhelezi-k5k
    @PrudenceButhelezi-k5k 3 месяца назад

    Aw Shenge wakithi kodwa uyphoxelani🙄

  • @Mkhululinama
    @Mkhululinama 3 месяца назад +2

    ZININGI IGEBENGU ZIFUNA NOKUQHOQHOBALA ITULO

  • @nomzamombatha4929
    @nomzamombatha4929 3 месяца назад

    Akaboshwe

  • @bonginkosisandile9675
    @bonginkosisandile9675 3 месяца назад

    Ipolitiki izokubulala emhlabeni

  • @nhlanhlamanatha8799
    @nhlanhlamanatha8799 3 месяца назад

    Iyhooo so shocked

  • @vincentnene4874
    @vincentnene4874 3 месяца назад +3

    Ayiphume lenja sis uyanyanyisa le rapist

  • @beloved1706
    @beloved1706 3 месяца назад

    Isiqalile ifllm 🤣🤣🤣

  • @justicendlovu4723
    @justicendlovu4723 3 месяца назад

    Waze wasiphoxa siyizinceku senkosi mfana kaShenge.
    Mmmm kodwa kwakwenzenjani umka Muntu.
    Funda Genesis 20 uzwe uNkulunkulu uthini kaAbhimeleki ngomkaAbraham uSara.
    Uncono Abhimeleki wayengazi,wena ufunukugibela esbayeni somntu wazi ngenxa yeskhundla sakho?
    Dirty Boy.
    Wamphoxa uZulu.

  • @ThembaNene-g9k
    @ThembaNene-g9k 3 месяца назад

    ukhohlakele lobaba akaboshwe

  • @AlooMater-oo5pk
    @AlooMater-oo5pk 3 месяца назад

    Isiqalile iyagqilaza lento

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 3 месяца назад +2

    Yaze yskhohlsksla indodsvwrnjedi akaxosjhwe

  • @busisiweshezi9297
    @busisiweshezi9297 3 месяца назад

    Ichilo 🚮🚮🚮

  • @Nomngcefe
    @Nomngcefe 3 месяца назад

    😂Ay lengungumbane 😂. Kuqale nini kuth kube icala elibucayi ukunqanyulwa kwe contract yomsebenzi. It happens all the time. Stop misleading people

  • @SibusisoMbuyisa-uq8dk
    @SibusisoMbuyisa-uq8dk 3 месяца назад

    Sikhathele bafundisi be fake bakithi kodwa akuqali nalapha e gouteng ikhona komasipala lento