I see St you are surprised, we know this I am glad this things are now coming out to be known world wide, My first born is 10 year old second one is 8 and the third one 6 all of them were born at Church, that time I don't even know Mum Matekoane, nathi asiwadli ama philisi We live by Faith we don't associate our self's with Hospitals nezi nyanga cause umbuso munye.
You sound more like a multi millionaire who tells people that they are broke because they don't have faith. Me turning this message to you, in your bank account there's not even 1 million rand because your are lacking faith.
We are going to enter in hospital and say in the name Jesus Christ rise up and all will be healed.This are the last days let us be guided by the holy spirit.
Siyamdumisa uJesu ngo mama. Siqinise sikhulise Moyo Ongcwele sifane noMama sibe nokukholwa kwakhe.Amen May the Lord keep you in perfect health for many more years Ma
Ma, i wish to grow under your guidance. Konke okukhulumile is informative and 100% true. Wish for more blessings for you Mama and may your teaching zifike to the ears of all youth. Amen
It's my first time listening to Mama and I agree with everything she is saying. I wish this revelation was there for me as a child but I am still grateful to receive it through grace while I'm still alive by Christ Jesus.
Siyabonnga ST for bringing us uMama what a holy vessel... ngivumelana nayo yonke into ayishoyo nami ngi shade sengimdala ngine ngane endala, ngijabulile uma ethi kwanathi sisenga thola ukukhanya ne njabulo emizini yethu ngoku buyela enkosini sivume ne zono. Mama qhubeka ukhulume netsha ngathi izwi lakho linga multiplier. I am glad that your focus is on both genders naba fana bayadinga ukuylwa ngokuziphatha. I love you Mah.
One needs to have serious faith to go without medical assistance, it's very much possible bayaphila kahle nje, kodwa uma likholo lakho lilincane angeke uphile without maphilisi. Most of us lack the faith hence sibona ngatsi ku impossible to be cured 100% ngaphandle kwesibhedlela.
Thank you ST for bringing uMam Matekwana to the studio, she brought us very courageous words, infact most of us as Africans and children of God, we know the power of holly spirit its just that we need more faith. Thank Jesus , thank you for bringing such a motivational speaker to us.
Siyabonga kakhulu Ncekukazi yeNkosi uJesu ngakho konke owakha ngakho isizwe sikaNkulunkulu. May God Almighty Father bless you more abundantly!!!. Nawe Nceku yeNkosi ST. INkosi ikubusise ngokuphindiweyo.❤
I thought she would be harsh and judgemental, she has a way of speaking to people kindly but firmly. I ee continue paying my medical aid but I like listening to her.
She said she would “smell sin” if one of her kids had a crush, or secretly wore forbidden clothes or makeup whilst out with friends. As a teen, you couldn’t hide anything from her.
Mmmmm iqiniso mama eyebhulukwe,ukuziphatha kahle.Syabonga mama wethu ngithanda mawuthi Uma ungakayeki konke you don't judge but uyamkhulekisa 🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽💖 uThixo asgcinele wena pls come back again
Kodwa u bhuti yonke into uybeka wesfazaneni u mah ugxila kbona bobabili hhayi u bhut u busy yena ufuna kuzwa eyamantombazane kphela. I love u mha so much
Amen ma mjolo uyamoshelana ma kakhulu ma nasemshadweni yethu ma mjolo usimoshele ma uslimazile noma uthi iyabekezela ukhale uthi iyangthinta lento ma yenza unganakwa umuntu kuthwe ukhulume kakhulu ma
Ey Kodwa mhla Saqala ukushumayela ivangeli lika Jesu asithume lona okuyivangeli Lombuso wezulu noMbhabhadiso nokwamukelwa kukaMoya Oyingcwele konke lokhu okunye uyosifundisa uMoya Oyingcwele ngoba uthunyelwe lokho ukusifundisa kokuka Kristu ngoba Abantu Kuningi abakufundisa out of Ivangeli Lika Jesu 🙏
The problem is that, South Africans have lost their culture. Now getting born again after loosing culture, then ppl start mixing Christianity with western cultures, extreme human’s rights, other religions etc. Now all that has eroded holiness. So br Enigma and mama Matekwana are sent to bring back holiness in us. May the Lord God help us understand in Jesus’s name.
As a youth ongenayo igane ngikholwa nami ngifisa ukushada nomuntu ongenayo ingane okholwayo if possible unkulunkulu angiphe ongayazi indoda since ngingenalo icala lokuthatha ubuntombi bomuntu
The contradiction is that women must be professionals, why are they trained to hand-wash and wash floors in the era where houses are cleaned by robot vacuum cleaners? Why must they be trained to hand-wash clothes when they have busy medical school books to read?
Mna ndicela ukubuza ukuba kwenziwa njani in a case of ukulimala and bleeding? Xa umntu edinga umoya mhlawumbi or ezalwe with a special medical case,uye athiweni? Nakula nto ke yokuba we have medical practioners who are born again and who believe in God lo nathi or in this case mandithi lo nam endimkhonzayo,ingaba nabo mhlawumbi benza isono by practicing medicine (this goes to all medical practioners)? Nokuthi ke xa hlwawumbi kungeyonto elungileyo ukuya emthola mpilo,makuthiweni?
I see St you are surprised, we know this I am glad this things are now coming out to be known world wide, My first born is 10 year old second one is 8 and the third one 6 all of them were born at Church, that time I don't even know Mum Matekoane, nathi asiwadli ama philisi We live by Faith we don't associate our self's with Hospitals nezi nyanga cause umbuso munye.
Ukweyiphi inkonzo dadewethu
You sound more like a multi millionaire who tells people that they are broke because they don't have faith. Me turning this message to you, in your bank account there's not even 1 million rand because your are lacking faith.
Wow uThixo makasigcinele lomama
Wow, what about food? Because the food they give us makes us sick
Yhazi am happy ivangeli lakudala lisekhona and liyabuya. Zambule Bawo🙏
Mama please pray for me, I take the tablets of high blood pressure, please pray for me, I don't want to take tablets again.
We are going to enter in hospital and say in the name Jesus Christ rise up and all will be healed.This are the last days let us be guided by the holy spirit.
Amen and amen
@@siphokazimadiehe9536😮
Kodwa msindisi ngingamthola kanjani uMama a true woman of God ❤❤❤❤ I love her
I
Hello I can give you her contact details
utholaka eOrange Farm, Gauteng
I can give you her contact
Mina kunabantu abaningi abashone ngenxa yokuyeka philisi nokungay esibhedlela I faith yethu ayifani
I faith kamama iSangene shem ,ngeke ngihlale ngingayi esibhedlela ,akukho nase Bible lakuthi khona vele uzibulale Noma usizo yngaluthola
Siyamdumisa uJesu ngo mama.
Siqinise sikhulise Moyo Ongcwele sifane noMama sibe nokukholwa kwakhe.Amen
May the Lord keep you in perfect health for many more years Ma
I love that she doesn't discard those who have kids. They made a mistake. She has a good spirit.
😂😂😂i understand you bandla sorry
Yoh.. what an episode...I've always wanted to hear such teachings that are grounded in the fear of the Word of the LORD, imfundiso eneqiniso nengancenge kutuswa ngamanga. ST mfwethu siyabonga, siyabonga nakumama uMaNgubane ikakhulu sibonga kuBaba wethu oseZulwini osikhumbulile, ngokusehlisela umyalezo walesi sikhathi. Ngingubaba oshadile omthanda kakhulu uNkulunkulu nomndeni wami, sithanda iVangeli eli grounded to the Truth nelingahambisani nama trends aleli zwe kodwa elincike eZwini leNkosi uJesu Kristu nasezimfundisweni Zayo iNkosi.
Mama qhubeka njalo, iNkosi iyalelapha iBandla Layo ngomyalezo wakho, sizokukhulekisa siyimindeni ukuba iNkosi ikugcine njalo endleleni nasemsebenzini owunikiweyo ukophula iBandla kanye nesizwe Sayo emlilwen. Sizwile, sifundile futhi savuseleleka njengamakholwa avela emakhaya azaziyo ezinye zalezi zimfundiso zokuziphatha nebefisa ukuzibona zikhona eBandleni kade siphenduka. Thela Moya ONgcwele, Thela Baba. Amen. T. Ntuli - KZN
Ma, i wish to grow under your guidance. Konke okukhulumile is informative and 100% true. Wish for more blessings for you Mama and may your teaching zifike to the ears of all youth. Amen
It's my first time listening to Mama and I agree with everything she is saying. I wish this revelation was there for me as a child but I am still grateful to receive it through grace while I'm still alive by Christ Jesus.
I believe uMama ukhonza eAfrican Gospel church cz Nami ngikhuliswe kanjalo, besngayi eclinic or esbhedlela and sngaphuzi amaphilisi. If uphethwe izinyo ugogo ubethatha ipliers, athandazele izinyo mese elkhipha, mawphethwe ikhanda, isisu no mkhuhlane, Besi thandazelwa sibe ryt
Nami ngikhuliswe kanjalo n even now ngsazithandazela uma ngigula ngisinde
Siyabonnga ST for bringing us uMama what a holy vessel... ngivumelana nayo yonke into ayishoyo nami ngi shade sengimdala ngine ngane endala, ngijabulile uma ethi kwanathi sisenga thola ukukhanya ne njabulo emizini yethu ngoku buyela enkosini sivume ne zono. Mama qhubeka ukhulume netsha ngathi izwi lakho linga multiplier. I am glad that your focus is on both genders naba fana bayadinga ukuylwa ngokuziphatha. I love you Mah.
Ukweyiphi inkonzo dadewethu? Mina ngineappointment nomam' Matekoane next week.
@prudencemoeketsi7816 what are the channels to follow in order to see umama....wish to see her too.
Its deep im 39 yrs but im learning from this mama
One needs to have serious faith to go without medical assistance, it's very much possible bayaphila kahle nje, kodwa uma likholo lakho lilincane angeke uphile without maphilisi. Most of us lack the faith hence sibona ngatsi ku impossible to be cured 100% ngaphandle kwesibhedlela.
I think am getting my brother's and sisters here YES God does not need any body to heal his people
Very true, what you are saying.
Thank you ST for bringing uMam Matekwana to the studio, she brought us very courageous words, infact most of us as Africans and children of God, we know the power of holly spirit its just that we need more faith. Thank Jesus , thank you for bringing such a motivational speaker to us.
Siyabonga kakhulu Ncekukazi yeNkosi uJesu ngakho konke owakha ngakho isizwe sikaNkulunkulu. May God Almighty Father bless you more abundantly!!!. Nawe Nceku yeNkosi ST. INkosi ikubusise ngokuphindiweyo.❤
Amen Mama
We need mums and grannies like her… ngifundile ❤
Amen ngiyakwazi nami lokho kokusizwa yinkosi, ndingufakazi isibhedlela nje ngasiyeka , ngangine Cvit 19 angiyanga 2020 uJesu wangiphilisa, ngathola iaccident last year June angiyanga, Yes ngiphiliswa nguye nje
I was so tuned to her testimony about her journey with God
I thought she would be harsh and judgemental, she has a way of speaking to people kindly but firmly. I ee continue paying my medical aid but I like listening to her.
I wish I was raised by her💔😭
And I wish my mother didn't die ngisemcani
I'm humbled by you comment 🥺🥺
She said she would “smell sin” if one of her kids had a crush, or secretly wore forbidden clothes or makeup whilst out with friends. As a teen, you couldn’t hide anything from her.
😢😢😢
I ring yona umama uyifakeleni ngoba ubrother Egnima uthe uJesu akayifuni
Amen mama Goddess ngiya kuthanda ngi thanda nevangeli lakho yooh le skierpot yakiera mama ndayi thanda levangeli Jesus 🙌🏿🙇🏿🙏🏿🙋🏿
Goddess?
Sibonga ukwazi ukuthi basekhona abashumayela ivangeli leqiniso, sisenenhlanhla. Lidunyiswe Nkosi Igama Lakho🙌🙌🙌🙏
Mmmmm iqiniso mama eyebhulukwe,ukuziphatha kahle.Syabonga mama wethu ngithanda mawuthi Uma ungakayeki konke you don't judge but uyamkhulekisa 🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽💖 uThixo asgcinele wena pls come back again
I really enjoyed this interview, she is lovely uMama bengithi uzosithethisa😄
Ivangeli kuthethisa, ukuyalwa kuthethisa?
Powerful message... god bless d mouth that speaks d truth.
Kodwa u bhuti yonke into uybeka wesfazaneni u mah ugxila kbona bobabili hhayi u bhut u busy yena ufuna kuzwa eyamantombazane kphela. I love u mha so much
Nam I noticed that.
When women receive holiness, the whole world can be fixed, you all can't really comprehend the power God gave you .
I thank God sending people like Brother ENIGMA and mama here
Amen ma mjolo uyamoshelana ma kakhulu ma nasemshadweni yethu ma mjolo usimoshele ma uslimazile noma uthi iyabekezela ukhale uthi iyangthinta lento ma yenza unganakwa umuntu kuthwe ukhulume kakhulu ma
Ey Kodwa mhla Saqala ukushumayela ivangeli lika Jesu asithume lona okuyivangeli Lombuso wezulu noMbhabhadiso nokwamukelwa kukaMoya Oyingcwele konke lokhu okunye uyosifundisa uMoya Oyingcwele ngoba uthunyelwe lokho ukusifundisa kokuka Kristu ngoba Abantu Kuningi abakufundisa out of Ivangeli Lika Jesu 🙏
The problem is that, South Africans have lost their culture.
Now getting born again after loosing culture, then ppl start mixing Christianity with western cultures, extreme human’s rights, other religions etc.
Now all that has eroded holiness.
So br Enigma and mama Matekwana are sent to bring back holiness in us.
May the Lord God help us understand in Jesus’s name.
Ijulile lendzaba lete nayo Make. Siyabonga Bhuti ngekumletsa. Singumtimba waKhrestu siyakheka. God bless you Mama and increase your territory.
Wow mama. I'm so impressed by your teaching on young girls. Umntu makabenesikolo abenendlu nemoto yakhe before aleqe umtshato
Hi kombela I nambara ya mhakhe matekwane ,xikwembu xi hi katekisa Amen
amen ha kunene
Yes Mha yhilo Ivangeli elingcwele lelo , Good Lord malibuye
Mama unkulunkulu akwenze kahle uyabonisa ukuthi ukhulile evangelini hamba ngalawo mandle ❤❤
Siyabonga mama abanye bakhombela ngonyawo bekhombela ukudla be blessed ngeqiniso olimalelayo
qela inumber ka Mrs matekwana , this is very powerful
Ngisho uMama esekhuza abafana, ai Dlamn uyanqaba shem ufuna kulokhu kukhulunywa ngesifazane...
Wish this had english subtitles so we english speakers could understand
Waw mama ngiyabonga ka khulu .Abakulalele ongathi between inglorious embossed kakhulu ma amen.
Unkulunkulu abenathi sizigcine iymfundiso zakhe
Kodwa lomama engathi engaphila ehambe lishumayela lelizwi
Eh wow I love this mother with my whole heart❤
As a youth ongenayo igane ngikholwa nami ngifisa ukushada nomuntu ongenayo ingane okholwayo if possible unkulunkulu angiphe ongayazi indoda since ngingenalo icala lokuthatha ubuntombi bomuntu
Waze wangibusisa umama ohamba no moya ongcwele. Siyacela ake eze e Ethekwini ezokhuluma no mama please.
Cornelius of our days ..🖐️🤚✝️💓
Ngiyabonga kakhulu,mama ngezimfundiso. Ngicela izinombolo zakho ngikukhulu ukuzithoba. Ngifuna ukwenza kahle phambi kwaJehovah. UMusa kaJehovah nokuthula kube nawe njalo...🙏🙏🙏😊
Praise God. Thank you Mama❤
Amen mama ngamaqiniso kphela uthixo akgcine
The contradiction is that women must be professionals, why are they trained to hand-wash and wash floors in the era where houses are cleaned by robot vacuum cleaners? Why must they be trained to hand-wash clothes when they have busy medical school books to read?
Feminist... otherwise you wouldn't have a problem with that
Mina ngcela namadoda afundiswe ukuthandomkabo ,inkinga kusuka kugxilwe kakhulu kubantu besfazane ,abafaz bagcwelinzondo ngenxa yamadoda angahloniph abafaz babo ,njengakulezinsuku buka nje amadoda abulala abafaz ubusuku nemini
Uyafundisa lomama shuuu ukube bonke omama banjena nje manje ke weee sekwadayiswa ngeyngane manje 😢
Sitabonga mama Gid bless you ngokusifunfisa ivangrli not I religion . God bless you. Sifuna lona leli , yilo ivangeli.
Ngaze ngamthanda loMama yinhle kakhulu ifundiso yakho 😊😊
Amen Ma cyabonga imfundiso nathi siyafisa ukwenza ukulunga phambi kweNkosi🙏🙏
This message speak to me thats all I can say.
Ngempela iNkosi uJesu Ogcotshiweyo akukho okumehlulayo. Asikho isifo esingema phambi kwakhe. Ngiwufakazi walokho. Ngangesaba lezifo kakhulu istroke, isifo senhliziyo kanye necancer kodwa sengiwumzalwane osindisiwe kodwa ngesaba. Isimanga uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo wangidlulisa kuzo kanye lezi impela engizesabayo,,,istroke neheart failure,,,zangigulisa lezifo ukuze ngibone amandla eNkosi ukuthi makhulu kunezifo. Nokuthi kufanele ngesabe yeNa yeDwa. Kwaqala sona lesi senhliziyo ngingenayo ngisho iBP yodwa le. Kwavele kwaba buhlungu esifubeni uma ngihamba, kwaqinisa ngaze ngahluleka ngisho ukungena kubhavu ngigeze. Ngangihefuzela unqamuke umoya isifuba sibe buhlungu ngendlela emangalisayo. Ngasuka ekhaya ngaya eMegacity mall,,,ngawa khona ngathathwa abantu abangibona bahambisa kudokotela. Udokotela wangihlola wathi kunurse akabize i ambulance ngoba uthola ngishawa yinhliziyo. I ambulance yashesha ukufika yangithatha ngayiswa esibhedlela,,,bangifaka eICU bangixhuma idrip baxhuma nemishini eminye engingayazi. Udokotela wangena eICU wangihlola wathola ukuthi ngine heart failure. Yashona phansi inhliziyo ngabezwa blandly ngempilo yami. Njalo uma ngihlolwa belandula ukuthi ishona phansi inhliziyo. Ngathi Nkosi uma ngingeke ngisaphila ngicela ube nomphefumulo wami. Kwathi ngingazelele bangihlola kwathiwa inhliziyo yalomama is iqala ukushaya kahle. Ngakhishwa eICU ngayiswa ewardini,,,ngihlala izinsukwana ngadedelwa. Kwathiwa manje sengi chronic ngizodla amaphilisi impilo yami yonke. Ngafika nawo ekhaya ngathi uma sengidla wonke lamaphilisi iNkosi yami iphi??? Ngawayeka phansi,,,ngaphila. Kwaba yistroke esinzima esangishaya both sides of my head kwanqamuka ukukhuluma kade silale kahle sidumisa uNkulunkulu. Kwasa ngingasakhulumi ngesikhathi secovid 2021. Amadodakazi bangithatha bangiyisa esibhedlela futhi. Odokotela babebabaza imihlola abangakaze bayibone ngoba is can sabakhombisa amasayidi ababili ekhanda kopha ebuchosheni bami. Bangaliswa ukuthi umzimba awukhubazekile konke kuyasebenza ukukhuluma kuphela inkinga yami. Nabo babenganginiki ithemba bethi lestroke sinzima fanele ngabe angivukanga ngifile. Ukukhuluma kwabuya emva kwezinsuku ezintathu. Ngahlala esibhedlela ngaze ngadedelwa,,,ngaphila kanjalo ngamandla nangomusa weNkosi uJesu. Angidli philisi futhi anginayo iBP noshukela,,,uma ngizwa ukugulana ngibeka isandla ngegama leNkosi uJesu Ogcotshiweyo. Makhulu kakhulu amandla kaNkulunkulu. Amen
Amen
❤amen through fasting an praying nokwethemba uThixo we get healing in all diseases ❤
Usifundise mama silalele mama nathi esingatholanga lemfundiso sesingomama emendweni sfundise ma singakuthola kuphi mama
Listen till the end you'll get her numbers
Word of the day: uNkulunkulu uyakucontrola
Ngempela 😢
Iqiso lelei ngikhule sishunyayezwa omkhulu ababengafundanga kodwa bekwazi ukufunda ibibble kodwa bengakaze baye skoleni bengawadli amaphilisi sasimangala ukuthi kwenzeka kanjani sengiyakholwa manje ukuthi iqiniso leli esishiwo umama kuyikho
Amen mama noma kunzima kodwa liqiniso lelo olishoyo
I love this Gospel of Mama so much.
Ey mama nkosiyami siyambonga nkulunkulu.🙏
It's time that we must bring the truth first and when people have got the real thing .I won't be difficult.
Mina ngiyaliding lelibbandla it doesn't matter ukuthi sengshadile ngimdala akasale esenghola umoya ongcwele ngikwa Mashu bandla lini leli likuphi Kwamashu plz
ngyakuthanda mama wami owami umama wangshiya ngina17yrs,emhlabeni namhlanje ngina 42yrs ngashada nginomyeni nezingane ngisindisiwe kuningi engikufundayo kuwe .
Syabonga ma,,inkoc ikubusise
This is Powerful mama enkosi
If i want to be a doctor or a nurse ke ngk? ...kodwa uthi no pills or hospitals .....ey nkosiyam....
Abesifazane babalulekile ngendlela emangalisayo,,, kwathiwa abasizi. Basiza ngisho emakhaya bengakashadi. Ukhiye ukubona,,, njengoba bephethe ukhiye akufanele bavumele muntu ukuthi angene ezokona igugu. UNkulunkulu ubadale babanenhliziyo ethambile,,,uma usulahlwa womama nabobonke abesifazane usuke uwumuntu onesiqalekiso ngempela. Bafanele bonke bakholwe ukuze kubuye ithemba.
I love this mama❤
❤ ngicela ungisize ngentombazane yami Ina 16 years ayifuni ukugqoka I skirt ngike ngazama nasesikoleni ukuthi bengamvumeli agqoke ibhulukwe ngahluleka bathi I uniform usezenza ngisho umunfana abheme nensango
Mama I love you but God says we must not judge pray for them God is God of hearts
Kodwa Jesu Waze wasithanda ngalamaqiniso. Ngcela I number kamama ngingathanda ukuxhumana naye
My grandmother used to complained when girls and boys play together,now i understand the reason .
Ngaze ngakutsandza make❤
Mine ke
I tap to this anointing mama wam ❤
She reminds me of my late mom noma sigula, she will pray for us.
Dlamini, please ngitholele inumber kaMama Matekwane. Ngifuna angibeke izandla.
Each and every Guest I make sure that they leave their contacts at the end of the episode.
Umuntu wesifazane akayibeki indoda izandla, kanti awulifundi yini bible or ulandela lenkolo yamanje?
@@NzululwaziMtololokho ngakuthola ngokusizwa uMoya ogcwele, awulokothi sengathi ungamane umubambe inyawo umkhulekele ngazo kodwa ayi ikhanda
Just have faith u don't need to see her to activate your faith
@@NzululwaziMtoloangikaze ngihlangane nezwi elinjalo plz help litholaka kuphi
Nizobulala abant manje siyakuzwa okunye okongayi esibhedlela njee aii
And siyivonile yenzeka lento many times. Abantu batshelwa ukuthi bangayi esbhedlela, noma bangaphuzi ama philisi. Bafa abantu.
Ngempela abantu bazofa
Sibadlela sebantfu labangakholwa noma labanelikholo loluncane, hence siyafa uma siyeka maphilisi coz our faith yincane.
Yebo imishini ifile kodwa akusho akuthi akaguli ungadukisi abant mama bafile abant nibayekisa amaphilis
Kugcina sekuyicult amapills naboDocter konke lokho it's knowledge from God uqinisile makangadukisi abantu
Ukhuluma ngekukholwa mbamba lomama, hhayi lokwaketfu lokuncane.
Lisekhona eliVangeli ndaalifumana Nam eEastern Cape ,bendingazi uba ndingahlangana nomntu olikhulumayo kanje
Ikhona
Thank you for the contact details.
You really helped to ask.
Kwenzeka kimin ngiteta kume 3 yezingelosi e warding kodwa ngangitetiswa ama nurse
Listen till the end you'll get her numbers
Thanks for the message where is this church i would like to come
Umama womZulu ngempela lona who believe in those men who abuse women and control them
This message is powerful
Mna ndicela ukubuza ukuba kwenziwa njani in a case of ukulimala and bleeding? Xa umntu edinga umoya mhlawumbi or ezalwe with a special medical case,uye athiweni? Nakula nto ke yokuba we have medical practioners who are born again and who believe in God lo nathi or in this case mandithi lo nam endimkhonzayo,ingaba nabo mhlawumbi benza isono by practicing medicine (this goes to all medical practioners)? Nokuthi ke xa hlwawumbi kungeyonto elungileyo ukuya emthola mpilo,makuthiweni?
Faith Play an important role in such situations
Mama we share the same vision. I wish we can meet
Mr Dlamini kuthiwa umama angabaholi obaba ngabe umama uphethe ibandla or uyilungu lebandla siyamlalela uneqiniso. Ngabe ungumfundisi or uyaluleka abantu beNkosi
Amadoda amabili agqoke oJean + Agundile amaCut😅
Hi, I also need Matekwane's contacts. I have been sick since December 2024 till now. Doctors have no clue what's wrong with me!
What are. You saying because we are on Nov but wena u sick since December 2024 how your😮😮 contradiction
Please Lord put faith in me please my Lord Jesus Amen
Oh jehova ungathi ungaqala ngalaba abancane abahambumhlanga yibona bangasimisa isiszwe ngaleziyalo zakho mama ujehova akakaugcine
Mama ngiyacela ukuthola inumber yakho Nathi siyakudinga singomama
Tifundziso takho,ulimelele livangeli make,emazulu ayatfokota ngawe
Siyabonga mama ngemfundiso engaka ah ndicela usincede Moya Oyingcwele
Ngiyamthanda umama ... ukhuluma izindaba eziyi mpilo
Syabonga Mawethu ngicela ukuzinikela nokuxoxa noMama ngokunye ngicela inamba zikaMama
Gamalami Nozipho Ntsele ohlala eRichardsbay ekhaya kuso Lundi emahlabathini kodwa Nami ngiqhamuka eMsinga ngokokuzalwa
Ngidinga ibandla lobukrestu ngyacela
awuthethi tuuu.. ngobaba why Thabani, enkosi mama siyabulela