ABALOZI BAPHANSI NABALOZI BAPHEZULU/0789954981

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 2 окт 2024
  • URBAN SANGOMA

Комментарии • 71

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 3 месяца назад

    Siyabonga Makhosi Mkhize,ngokusithelela ngolwazi ,nokusihlonipha usiphendula esikubuzayo,manje makhosi bengicela ukubuza ukuthi baqinisile yini mebethi umlozi uyazithwasisela

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  2 месяца назад

      Yebo udinga umuntu ozokuphothulisa kuphela

  • @MazwiMpanza
    @MazwiMpanza Год назад +1

    Thokoza Gogo ❤mina Ngaphupha inyoka enkulu emhlophe neyellow, futhi bangitshela abantu abadala ngendaba yamashoba futhi bathi ishoba elimhlophe elomlozi neshoba elimnyama bathi eledlozi

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Год назад +1

    Cha, ugequla amagula, Makhosi. It really shows that you know what you're talking about. Ujulile impela. Syabonga. Makwande!🙏

  • @siduduzilemashaba7489
    @siduduzilemashaba7489 2 года назад +7

    You are the best...ur explanation is 100%.keep it up

  • @molebohengmohlakoana2864
    @molebohengmohlakoana2864 2 года назад +3

    Inkinga ke Ibiza to Malini mina nginaba lozi baphezulu ungangisiza kanjani

  • @lindiweviola-kc7nu
    @lindiweviola-kc7nu 10 месяцев назад

    Wow ndiyabonga mntomdala zulu

  • @nelisiwepriscilla1068
    @nelisiwepriscilla1068 6 месяцев назад +1

    Iqiniso elibuhlungu lelo sissy nami kakhulu izinkalankala engizibonako ziphuma zizekimi zingibheke emehlweni ebusuku kufika impempe ayangidlozomela bese ngiyadaba ngoba ngathi ngichokwa yigezi ngibone le light phezulu esihlahleni😢

  • @SnethembaNcamu
    @SnethembaNcamu 3 месяца назад

    Thokoza ngiphuphe bekhuluma kodwa ngizwile bengibingelela bakhuluma kodwa ngasho ukuthi angibezwa manje angazi kusho ukuthini

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  3 месяца назад

      Shukuthi unawo umlozi mese uqedile okwabo uzobezwa

  • @LuphiweMlandu
    @LuphiweMlandu Год назад

    Mina ngicela ukubuza ukuthi umangabe sewekhuphukile sowubhula nangawo esgodlweni .. ngabe kukhuluma ikhwela bese utranslatela ozohlola noma kukhuluma izwi ngqo?

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  10 месяцев назад

      Lokho uyokwazi uma sekufike kuwena

  • @PhilehGcwabe-cv7cc
    @PhilehGcwabe-cv7cc 4 месяца назад

    Mina nginenkinga angazy nginani izindlebe bezilokhu zenza umsindo nj zikhala izinto engingaziqondi eyodwa yagcina isivaleka eyodwa kodwa ayiwuyekile umsindo😢😢😢😢

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  3 месяца назад

      Suke kukhulunywa nawe abaphansi

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 3 месяца назад

    Umakhosi ngiyabingelela ,bengicela ukubuza ukuthi kuhluke ngani umlozi nenzuza,

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 4 месяца назад

    Uqinisile makhosi inkalankala yangena endlini ,nami nginhazi ukuthi ingene kanjani KU'stebhisi

  • @goodhopesimelela5179
    @goodhopesimelela5179 Год назад +1

    Hi gogo my is Monwabisi I just want to know where are you located cause I want to meet you so that you can explain everything to me I'm located I Gauteng.

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 2 месяца назад

    Ngiyabingelela Makhosi UMkhize,manje makhosi kuyenzeka yini umuntu wakini emndenin antshontshe indlozi lakho,mhlampe yena uyabona ukuthi ungaphezulu kwakhe,unamakhosi amanzi,úma eselintshontshile idlozi lami ulibuyisa kanjani ,ngobonga Makhosi

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  2 месяца назад

      Idlozi lamanzi alintshontsheki kodwa liyahamba liphinde emanzini, nokuthi umanonke nizalelwe kulelokhaya lesipho nisuke niphiwe nonke senohlukana ngezigaba zokuphiwa nezihlalo

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 2 месяца назад

      Inkinga angikalilungisi

  • @NkosinathiLukas
    @NkosinathiLukas Месяц назад

    My question u kujuluka e makwapeni u ngathi u rhele nga manzi noma u xhenda u kugeza no ma xhobise i roll on kuxo kuthini

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  Месяц назад

      Ischitho esingaphakathi , kuze kubengathi ayancinza, sidinga ukukhiswa egazini

  • @johannamavundla3667
    @johannamavundla3667 2 года назад +1

    Thokoza Makhosi
    Ngiyabonga mina ngi nokuza nje ngihli endlini Ngizwe ama voices, Noma kuhlatjelelwa kodwa Uma ngibuza kwabanye bavele bathi abalozi aba veli ungaka yo thwasa

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  2 года назад +1

      baqamba amanga usuke ubuza aBantu abanganalo ulwazi olwanele nokuthi ke amadlozi wethu awasoze afana uma kungenzekanga kuyena umuntu uyathanda ukuphika

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 4 месяца назад

    Abalozi nenzuza kuhlukene yini

  • @mthokozisi5060
    @mthokozisi5060 Год назад

    NgiBonge Waze wachaza kahle makhosi

  • @mzansi-xs3wt
    @mzansi-xs3wt Год назад +1

    Camagu

  • @ibhelelaselenge9482
    @ibhelelaselenge9482 2 года назад +4

    Sawubona unjani ngyathemba uyaphila Mina ngicela ukubuza akwenzeki yini Ube nawo omabili awaphansi nawaphezulu

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  2 года назад +2

      Amen Unjani yebo kuyenzeka kujwayelekekakhulu futhi loko uma unalegwe e black and white amlozi waphansi e brown owaphezulu nezinye nezinye izimpahla eziwuchazayo

    • @ibhelelaselenge9482
      @ibhelelaselenge9482 2 года назад

      @@urbansangoma ngyabonga kakhulu ukuzwa lokho bengisacela I number yakho

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  2 года назад +1

      0789954981

  • @adelaidese2128
    @adelaidese2128 2 года назад

    Thokozani US oyibekile gogo.Izwakalakahle.Mina ngilowo muntu .ngiphupha, ngizwa imilozi kodwa ngingazi
    Ikuthi ngiyenzenjani.Manje kuthule tuuu.Angiphuphi yingabe yini?

  • @phindilemondlane5581
    @phindilemondlane5581 2 года назад +1

    Siyabonga gogo ingabe utholakala kuphi gogo

  • @funnyvideos-africa6063
    @funnyvideos-africa6063 2 года назад +1

    ❤️

  • @tnvirahmed9292
    @tnvirahmed9292 2 года назад +1

    Nice 👍

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Год назад

    makhosi uma befika as inhlwathi egceken kusuke kwenzenjan

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  Год назад

      Kufuneka nigaye umqombothi ngokushesha nishise mpepho liyapjila lelokhaya

  • @hiltonmalanga3615
    @hiltonmalanga3615 Год назад

    Thokoza mkhulu andikayothwasa kodwa ngingenzakanjani ukuthi ngiphakamise abalozi kumina?

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  Год назад +1

      landela yonke indlela abakubonisa yona ulele uyenze injengoba injalo izolunga

    • @hiltonmalanga3615
      @hiltonmalanga3615 Год назад

      Ndicela ukufonela makhosi

  • @innocentchavalala5568
    @innocentchavalala5568 2 года назад +1

    👏🥰

  • @lindaphilalindashozi8345
    @lindaphilalindashozi8345 Год назад

    Siyabonga Amen🕯️🕯️🕯️🙏🙏

  • @nkquzasigoxo2522
    @nkquzasigoxo2522 Год назад

    Makhosi uthetha kamandi

  • @africancookingchannel3741
    @africancookingchannel3741 2 года назад

    ❤️🙏

  • @KhethiweSmelane
    @KhethiweSmelane Год назад

    Makhosi siyabonga

  • @ndabenhlemabhena
    @ndabenhlemabhena Год назад

    👏🏻👏🏻👏🏻Thokoza

  • @palesaduiker4915
    @palesaduiker4915 Год назад

    I'm clear now Thokozani

  • @vusimabena2746
    @vusimabena2746 Год назад

    Ngine kingala.
    ngino kuphupha amanzi okunye amadlebe wami anok'luma ngendlela eyisamanga kube ngathi ayashisa.
    Futhi ahlala enza imisindo njalo kube ngathi athi tsiiii tsiiiii nje ngalomshini wase sbhedlela.
    Kubuye kube beskhathi ngifune ukuhlala ngedwa mase akhala kakhulu futhi eluma.
    Ingabe yibo abaLozi please ngidinga uncedo ka khulu.
    Ngibuye ngiphupe ngiphezulu Kuna bantu abanngidingayo phansi nangifika ngibasize kodwa kuthi ngisuke ngiba siza ngani akuveli kahle❤🙏🏾.
    Bengisa xela uncedo Makhosi🐯🐆

    • @urbansangoma
      @urbansangoma  Год назад

      Amen baba unjani? 0789954981 wtsp number