Usakholelwa ukuth inkinga uHulumeni no I disagree inkinga ikuthi bantu,abusekho Ubuntu,uzwelo,nokubambisana singabantu abamnyama,instead siyacindezelana sodwa. Seriously we can't wait for presidents to help or stand up. Thina kungoba senzani ngokwethu?
Nami ngisababaza namanje angikaze ngibone inyanga isiza mahhala hha, sedlul`ikhanda Prof Godo
Syabonga baba Mthembu ,sbonge futhi nakuwe baba uMsweli ngo buntu, Ubuntu abande.
Mkhulu sibonga kakhulu siyi South Afrika ❤ kuhle okwenzile ....
Isandla esiphayo sesona esibusisekileyo ....
Sibusisiwe isandla esiphayo kulesamukelayo siyabonga baba Ngwenya noNgalo loGodo Mthembu
Godo olulala amankankane 🙏
Halala Baba Msweli u masithi u Nkulunkulu aku Busise kuyaku fanela phambili 💪🌟
Siyabonga mkhulu Godo olulalamankankane okwenzile inkosi ikwandisele,nawe Msweli siyakubongisa mfowethu
Eish ngingamthola kanjani lobaba ekhaya bafaka izilwane zilawula impilo yethu 😢kunzima nje yazi
Unkulunkulu uhlala emuhle njale kwande baba
Nami ngiyafisa ungisize Prof Godo inamba yakho ngiyacela 🙏🏾
Siyabonga Ubuntu abande🙌🙌🙏
Siyabonga baba Good kwande❤
Hawu babu Msweli uNkulunkulu akugcine khehla usazoqhubekaakubusise
Ukuba senza kanje emhlabeni ngabe sonke we are rich.
Ngiphakama nokubongela ubaba uMsweli konke okwenzekayo kumfanele nam ngiswelamandla uyasisebenzela isizwe kwande baba
Ngiphinde ngibonge kudokotela uGodo kwande ubaba abasandile abantu abaphila ngalendlela
Ngiya bonga Mkhulu kwande lapho uthathe khona unkulunkulu aku Busise
Babo godo nkulunkulu akubusise 🙏🙏
Ukuba osopolitiki basebenza njengobaba Msweli, ngabe akuve siziphilela kamnandi Mzantsi. Manjenake ukubanga kwabo ukuphatha ukudla kwabo izimali engabe zisiza umphakathi
Very true manje bagwabhela kwesabo
Nginifisela unwele olude
I hear the sound but no pictures why
Siyakubongela modeling kwande Godo ngiyafisanamingisizengimsebenzi
Ngyakhala nam ePort Shepstone eMzumbe Kwa Hlongwa Gqayinyanga isgodi
Sbonge mkhulu
Unkulnkuulu akubusile
Sibongenakubabu Godo sibusisiwe isandlaesiphayo
Ngicela ningiphe ama contact details enyanga please
Halala Mkhulu kuso bala aba phila a Bantu
Bazothi I skeshi abanomona
Uphi ubhaka wathula nje
Hau ngjika khona mina ngacishe ngafa angmkhanuki lomkhulu
Awuu siyacela khasicazele kwenzekalani ,
Kwenzakalani?
Ukusizile neh? Ngisazama amasenti wokuya kuye straight manje khona kuyenyukela empilweni kumnyama yonke into kum😢
Aiboo uthin manje
Akuphelele loku kukhulumayo
Kodwa.uneqiniso.mangasenje.uGudluze.LO.Hulumeni.neStellenbosh.bàyahlupheka.agantu.abansundu.ingane.azisebenzi.ķutĥiwa.zino.35yrs
Usakholelwa ukuth inkinga uHulumeni no I disagree inkinga ikuthi bantu,abusekho Ubuntu,uzwelo,nokubambisana singabantu abamnyama,instead siyacindezelana sodwa. Seriously we can't wait for presidents to help or stand up. Thina kungoba senzani ngokwethu?