Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Syabonga Fandam kuzwakele ukuphawula kwakho ubekile Mtolo
🙏🙏🙏
Speach supported👌✨
iskibha sakho bhanyazile🎉🎉🎉🎉🎉
Sitholakalaphi bhuti 😊
Yaz lona yikho engaqashwa njee ...uthanda kuphawula into engkho 🤞 njee ukukhala kwakhe àkunaSdingo njee ..ontencane baqashwa njalo ngoba abamane bephawula noma keph
Mxm ingakho nawe udomu kangaka lendoda ibeka kahle izinto ezinengqondo futhi ezakayo nina ngoba nithanda izinto ezixabanisayo ezingafuni uxolo Nikhuluma loyodoti wenu
🙏
Mina ngimzwa njengo muntu osangana nayo bekufanele ekhulume ngaye ayiii abanye abantu ngibona ngathi uyidakelwe utshwala
Wadla Jesu washweba Sathane ubani uJesu ubani uSathane makunje.
@@AndriesMnculwane-lc6ec Usathane yibo laba abanjengo-Mroza abafuna ukufika sekudliwa,wabizwa last year wathi akawadlaleli amahala ngoba usukhokha umcimbi usekhala ezimathonsi manje useyafuna ukuya,ubengeke aye kuMthandeni ngoba uyazazi wathini
Uthini Mroza
Mroza iqiniso uyalimela🤞🤞🤞🤞🔥🔥🔥
Kodwa Mroza bengeke phela aniqashe nonke iskhala osbona besfanele wena khona amfakile so myeke aqashe abadingayo ngaleso skhat
@@ElliasSithole Udlala umona awumuzwa esekhuluma ngabaculi beminye imiculo kushuthi bekungamele uMthandeni abaqashe bekumele kuqashwe yena,hayi suka umona
yeah ubekile mft kuzwakele izinsizwa uma zincweka ziqhuba umdlalo akungabe ngathi sekuliwa noma sekuzondwana okwangempela
UMgodi ubiziwe kodwa wenqaba ukuya emcimbini kaMthandeni. Umroza ngambona nje kuyi Post kwenzakalani ekugcineni ngoba phela is the fest peasen okwakufanele abekhona emcimbini kaMthandeni kwaba Rong
Fakude qinisa kwimanje marketing yakho njalo ivele u complain njalo uyakhala ushaye ingoma njalo u trend ngokukhala
Angsazwanga nendaba usthatheph les skibha😭🤣
Kodwa hayi ngoba singakwazi ukusebenzisa technology. So sihloniphe bo.ngsho nje Nami ngingowalapha kwanongoma osuthu. Yeka ukusenyelisa sikuthanda sikweseka.dankoooo
Manje ukuhlasele ngaliphi uMroza Mthiya kaNdaba njengoba encoma ubuhle bomcimbi,yebo akukho soka lingenasici
Cha Mroza cela nje ndoda ukuty uyacela kuthi ngokuzayo uqasheke
Mfoka fakude usuqala ukudidizela mfo usulahlekelwa shun ke mpela manje kodwa ngoba umlomo owakho ngeke sikvimbe singabalandel asilutho bhut omdala
Bhanyazile engathi ubuntatheli bakho busephansi, kunezinkulumo obekumele uzilandele before uvale ucingo. Lenkulumo ayihluziwe
Wabeka into eryt Mroza
Wakubiza last year wangeza emcumbini wakhe manje ngoba sumkhulu umcimbi useyafuna kuba yinxenye Fakude khuluma iqiniso ndoda
Bekumele abide ukhuzani. Ukhuzani ezokwenzani. Umuntu angafike akuthuke unyaka wonke aphinde egxeke umcimbi wakho. wena mese uyambiza. Fokof indaba ka khuzani
@@cebondlovu-ih8rw Uyabheda lona uzofuna ukubukwa lana akasazikhulumeli yena uzofuna i-support ebhedayo lana,lowoKhuzani wathi ngeke yena ayodlala ehlathini manje kwakuzoncengwa yena,nanguMroza ezosibhedela bo
Bafwethu uMroza uqambelani amanga emdala akasho ngani ukuthi akazi ngoba uMgodi Waqashwa wanqaba wathi ubhizi wakucacisa kahle nje uMasondo lokho even last year wayeqashiwe futhi wanqaba nakhona kodwa uSk yena uyakwazi ukuyomeseka kwi All White uMgodi nje unenhliziyo embi akamfuni uSk umbona engafanelwe ilutho okuhle but ufuna yonke into ibe ngaye Finish & Klaar
UKhuzani ungenap la?💔eyiiiii niyathanda ukuxova sies
Uyaphapha Wena spakupaku esumroza kumanje awasi nokuthi untencane ubekhona uxuba izindaba kahle..kahle wazingani noma futhi wayembizile loyomgodi kwawuye onenzondo yeqiniso futhi nezinkulumo zakhe umgodi zyambamba ngoba sekmele eyphile lento ahlaleyisho yokuthi yena angeke ayengakubo kamthandeni umthandeni mayeyenkandla wenziwa ukthanda inkandla yena wake wambona Yini ngakubo so vele sekyambamba konke lokho ukuthi engakhululeki ngokyemdletsheni ngoba indlela yavalwa umlomo wakhe
uyadavuza ukhuluma ubulima uthanden akakabi sezingeni lokwenza umcimbi ongakhokhela ukhuzan akasadlaleli o 20000 ukhuzan lento oyishoyo umsanganonje uhlezeqashwa ukhuzan emcimbin yangakubo kamthanden ayefuth
Wabeka mfoka Fakude🙌
please don't forget to subscribe on Bhanyazile TV2
Mroza kshut akakalulami kahle enqondweni uMthandeni usuke equalifyer kuAll White usuke eqashwe creteria yomcimbi lapha kuSkhova besiqashe abantu ebesfuna bebekhona emcimbini waso finish
Mroza ungabi ixoki ndoda, wena ngonyaka odlule uMcimbi usafufusa wakhuluma amagama aziswana umenyiwe wathi angeke uyodlalela ukudla nenyama, uma uMcimbi usumkhulu senifuna ukuqashwa kahleni madoda
Uyabheda lo usekhohliwe last year ukuthi wathini
Uzifunela udumo nje olubhedayo lo-Mroza ndini
Lion😂😂🔥 🔥
Kodwa Bhanyazile mfo wakithi kuyiskipha sini lesi se Lion😂
Kanjan ngoba wena ubongele umjolisi Kanye no somnandi wangamubongela umthandeni 😅
Ukhuluma umsangano lo akenze owakhe umcimbi engazolawula iyntozabantu
🙏🙏
Ukhuzani wathi aka ngeke aye kanti uohilaphi uena mroza
awuveze inkulumo eth wath ngekaye mangu umthanden wath kwigcwalisa ngekaye akalambi kodwa waya yekani ubuphixiphixi balandeli bamthandeni
Yintonina bhanyazile wanxiba umlilo 🤔ungatshi wena utsho ngesikipha somlilo
😂😂😂😂😂
Wazokhala lana uMroza uyamaz nje umkhaya wakhe uhlala.kuph futh unezinamba zakhe yile.le eyenza ukuth ekhale kumaTv
@@thulaniengema8017 Yingoba ufuna udumo nokunakwa and uyazi wathini ngomcimbi wangonyaka odlule ebizwa
Cha kyezwakala Mroza kodwake nawe kukhona onakho ngoMthandeni kodwa asazi
Uyanya wena mbongolo, why ubiza omunye umculi ngodunudunu uzonya ngalomona wakini...
Uzosibhedela lona uzwe ebukalwa indlala lapho ehlala khona wacabanga ukuthi umcimbi ka-Mthandeni obuzomsuthisa
Akuyena u Sgwebo lo bhanyazile lungisa umbhalo wakho
Ngiyasthanda iskibha sakho bhanyabhanya mfethu
Kodwa eqinisweni alikho igama elicika uMthandeni ngokumbiza njengokumbiza ngoDunudunu kuyela usuke umbiza ngoba uyisitha sangempela kuye lokho. Yena mekbiza ngoBhola ukuncokola lokho .so uGejile MROZA kulomtalabho osanda kuwenza ube personal funda kosgwebo ukuthi kudlalwa kanjn noMthanden
Kyasho ukth lisahlanya ibhola
Kanti ubengakhuluminga ne sk ngoba bangabaculi bonke
Umroza akanankinga namuntu ncabanga nje kashekanga ngoba itilaki laseligcwele
Uqinsile lomfo,nam angimkhonzile kangako Khuzan koda bekfanele amubize Khuzan kube nguyena owalayo
@@SeshyBongsero Wemadoda musani ukudlala ngo-Mthandeni wazisholo yena nje uKhuzani noThibela ukuthi ngeke bona bayodlala ehlathini kwakumele enzenjani u-Mthandeni kahleni Wemadoda
Hhey fikof wena leli Bhola leli yenza owakho umcimbi bese Ibiza idixa Lowamcimbi akushiwongo ukuth umcimbi wabaculi asebeke bahlukanisa unyaka so nje fokofu
Mroza ukhuzani besanakufihla ugogo wakhe so ngicabanga kuthi bekusamele azile wenake uke wam4nela yini umthandeni wamubuza mayelana nokhuza? Wena zikhalele wena ungamfaki ukhuzani .
Bhanyazile TV umthandeni uyeyisa kudala samthanda silama 70th kodwa namuhla yasithuka,kodwa ke ngimthandile ngoba uthuke nonina umambatha noise ngoba nabo bakuyo leminyaka athe fokofo kuyo. Umthandeni akazame ukuhlonipha into yakhe yayiphoxa iyinhle kangaka,ithi enye incwadi hlonipha uyihlo,nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni.hlonipha abantu Duyaza uziphoxa wena.bese thina senyela yebo sazalwa born before technology siyakwazi lokho kodwa akho lapho singangeni khona.
Iqiniso mkhaya
Uhlulwe yini kuzama kuhlangana Naye nikhulume noma umfonele uhlulwe yini kwenza lokho njengoba ugijima sewuza la
Kodwa ukhuzani uyambiza yena akambizi ubani oneqiniso lapho?
@@khulanimdluli4110 Kanti bakwethu niphila kumuphi umhlaba ngoba uKhuzani washo kusekude noThibela ukuthi ngeke yena ayocula ehlathini manje enzenjani u-Mthandeni ngomuntu onjalo onenzondo,kahleni nina bo
@@MthokoMthembu-g7l fokofo wena ungazothi asikahle ungumfowabo kamthandeni yini ay kahle nawe
Ukhuluma umsangano wodwa Mroza okokuqala nje uyedelela ubiza uMthandeni ngodunudunu,okwesibili ongakuqondi ukuthi kwakunhewona umcimbi wokujabulela ukuhlukanisa unyaka lowa ngoba uMthandeni wawuhlela engakazi nokuthi uyowuhlukanisa unyaka,wakusho ukuthi kuzoba umcimbi waminyaka yonke lona,wena usuhlulwa ukulinda uze ubizwe ngelinye ilanga,uyaziphoxa sengathi angangaphinde akubize uyabheda impela wen,bgamuphi wona umlando leyangoma yakho ingazange idayise ngisho i-Platinum awusiyeke wena
Lento eshiwo nguMroza ngendaba yokubakhona kukaKhuzani iqiniso elimsulwa bekfanele abekhona impela
UMthandeni ubengaxasiwe and uKhuzane akakhokhelwa njengalaba abanye abaculi mkhulu , and ngathi khona ukungezwani phakathi kwakhe noNala okuwuyena oxase loyamcimbi
@@bongumusasibonele6542 Abekhona azokweyisa anikahleni nina
Iqiniso elimsulwa lelo Mroza
Ntencane wayekhona Wena doti ungenaphi eyindabani zikamgodi
Akukhulunywa kanje kuncono uthule
@SaneleTFakude uyazi yini wathini ngonyak odlule?
Skhibha sini kodwa Les osgqokile 😂😂😂
Skibha sini???
Mroza lungisa amaphutha akho , khuluma nabantu ongezwani nabo so that uzokwazi ukuxaseka nokubizeka coz uyazi uMthandeni ukukhonzile
Ngiyamuzwa umfoka Fakude kodwa kuneNkulumo ayikhuluma last year lapha athi yena ngeke ayodlalela ukudla wayesho umcimbi weGcokama angazike manje ngoba usuthuthuka sebefuna ukuba khona mina engakucela nje ngicela noKhuzane amqashe kowakhe umcimbi ukuze kube nobumbano kumaskand
Wathini mroza bafo
Cha ukhulume kahle bafwe2 uMroza and konke lokhu akshoyo kuyiqiniso elimsulwa impela bekfanele ebe khona njengomuntu ongumakhelwane ezobongela umkhaya wakhe kodwake sesingasola zona izinyokanyoka lezi ayshoyo.
Wanqaba nje last year embizile why esefuna manje
@@luckymduduzi6251 Usile lona umakhelwane onjani ongezi ukuzokuxhasa uma kungekho mali uze uyoxhaswa abantu bakude,kodwa uma sekunemali usefuna ukubizwa naye ,use kakhulu uMroza akuyena umuntu wokubuzwa lona,akagcinanga ngokungezi last year wakhuluma nokweyisa wathi yena akakuculeli ukudla
cha mina ngingumlandeli kamThhandeni omdala wama 80's kodwa la uqinisile uMROZA ukuba kunenzondo yangampela naye SK ngabe akasalubhadi la ukhona khona Khuzani kodwa wadlulisa waya emcimbini wakhe
Suka uqiniseni umuntu ebheda ebiza uMthandeni ngodunudunu, kwakuwumcimbi wokuhlukanisa unyaka yin lowa ngoba uMthandeni washo ukuthi kuzoba umcimbi waminyaka yonke,ufuna ukugqama lona nokubukwa
@@MthokoMthembu-g7lamancoko abo njengabaculi ngani naye ubizwa ngebhola 😂😂
@MthokoMthembu-g7l akuwona ngampela umcimbi wokuhlukanisa unyaka lowana..ongekho akekho anga complain ne all white leyo isuke ingekho kwaguqa so lento inomehluko kabi..uyabheda lo
khona kube kubi impela ukingabonakali laphaya emdletsheni
Umkhoma ongavuthwayo u short umantindane ububhudubhudu be abnormal, danger don't come near .
Uyalikhuluma iqiniso mroza fakude kodwa umuntu iqiniso akalithandi ave lihlaba ulikhulume njalo fakude
Akukapheli ngisho 2 Months nje umthukile kahle wena
Uqinisile we mfoka Fakude
Le skibha sakho stholakala kuphi?
Ukhuluma iqiniso njalo mroza
Uyagula wena Spakupaku, umuntu kuyiChoice yakhe ukth ubiza bani emcimbini wakhe.Enza owakho umcimbi ozomema kuwo uKhuzani.UKhuzani uhleze eyigxeka nje into enoMthandeni, hleze ebeka amabala ekhuluma ukweyisa. manje wayezobizelwani eMdletsheni? noma angayeka angaphinde ambize naye kuAll white wakhe ayikho inkinga.
🤣🤣🤣🤣check defence team ka Mthandeni😂😂😂
Usebenza kwa mentshisi yin webhanyazile?
NAMI ngingumlandeli kaMthandeni ngithi next year sicela Umgodi emcimbini lasho neChunu akamenywe nje ngoba naye uyakinema iQhawe lethu
@@NobuhleShandu-o2o Ungamema wena umuntu eseshilo ukuthi ngeke yena ayodlala ehlathini kahleni Wemadoda ukudlala ngo-Mthandeni
Uqinisile umroza kwakumele abekhona even nokhuzani kwakumele abekhona
Ukhuzani kanjani after inkulumo zabo besho khona ukuyhi bona ngeke baye lapho babe bhale kufacebook .uMroza last year wazitshela ngoMthandeni wathi ngeke aye kodlalela imaHhala . Kwathiwa uKhuzane akahambi e performer ehlathini udlalela imcimbi ephezulu . Akungadlalwa ngoMthandeni
@faithmbatha4106 bengazi
uMthandeni wazithoba waya emcimbini ka-Khuzani kodwa yena no-Thibela bakhuluma ukweyisa ngomcimbi kaMthandeni
@MthokoMthembu-g7l uqinisile mfo ikakhulukazi intibane yedelela kakhulu
Umfokabani iskipa seLion lesi😂😂😂
UMroza ukhuluma iphutha bekathi Umgodi akabizwanga lapha eMdletsheni. Ubiziwe kwaba nguyena onqabayo ukuvela emcimbini ka Mthandeni SK.
Mroza is boring manje akathathe umhlala phansi
Cha uMroza uqinisile uMthandeni uyaqashwa kwi All White, azayibizele nemali afuna ukuholelwa yona, kodwa yena mase enza umcimbi akasambizi uKhuzani
Mroza fonele Masondo
Kodwa isikimba sini leso
Ukhuze lento kamaskand ikhule ibe strong idinga won amadoda afan noMroza , Sgwebo, Dlubheke abantu abamela iqiniso njengoba linjalo
Ama green mamba🤣🤣
Ngani wena mroza Kade uthi uyakewula umthandeni uma ecula, usufuna ukuya emcimbini wakhe uyashesha ukukhohlwa
Haaa inzondo yeqiniso wayedlala😮
Inkulomo kamkhaya ayiźwakali nje Why engatsheli yeña udunudunu lento
Uyazi why bengambiza Khuzani yingoba beyond kumtshengisa kuthi uyakwazi ugcwalisa abantu ngaphandle kwakhe kodwa next umchimbi uzoba khona
Yekela ukuthemeleza Mroza ubungeke ubekhona ngoba uyadelela wena Mroza 😂😂😂😂😂😂
Aiii uqinisile umfoka Fakude nganzakwethu
Umbuzo wami uMthandeni ulwenza kanjani ucwaningo lokuthi ama70s,80s kanye nengcosana yama90s abangeni ezinkundleni zokuxhumana?
victim card
Syabonga Fandam kuzwakele ukuphawula kwakho ubekile Mtolo
🙏🙏🙏
Speach supported👌✨
🙏🙏🙏
iskibha sakho bhanyazile🎉🎉🎉🎉🎉
🙏🙏🙏
Sitholakalaphi bhuti 😊
Yaz lona yikho engaqashwa njee ...uthanda kuphawula into engkho 🤞 njee ukukhala kwakhe àkunaSdingo njee ..ontencane baqashwa njalo ngoba abamane bephawula noma keph
Mxm ingakho nawe udomu kangaka lendoda ibeka kahle izinto ezinengqondo futhi ezakayo nina ngoba nithanda izinto ezixabanisayo ezingafuni uxolo
Nikhuluma loyodoti wenu
🙏
Mina ngimzwa njengo muntu osangana nayo bekufanele ekhulume ngaye ayiii abanye abantu ngibona ngathi uyidakelwe utshwala
🙏🙏🙏
Wadla Jesu washweba Sathane ubani uJesu ubani uSathane makunje.
@@AndriesMnculwane-lc6ec Usathane yibo laba abanjengo-Mroza abafuna ukufika sekudliwa,wabizwa last year wathi akawadlaleli amahala ngoba usukhokha umcimbi usekhala ezimathonsi manje useyafuna ukuya,ubengeke aye kuMthandeni ngoba uyazazi wathini
🙏🙏🙏
Uthini Mroza
🙏🙏🙏
Mroza iqiniso uyalimela🤞🤞🤞🤞🔥🔥🔥
🙏🙏🙏
Kodwa Mroza bengeke phela aniqashe nonke iskhala osbona besfanele wena khona amfakile so myeke aqashe abadingayo ngaleso skhat
🙏🙏🙏
@@ElliasSithole Udlala umona awumuzwa esekhuluma ngabaculi beminye imiculo kushuthi bekungamele uMthandeni abaqashe bekumele kuqashwe yena,hayi suka umona
yeah ubekile mft kuzwakele izinsizwa uma zincweka ziqhuba umdlalo akungabe ngathi sekuliwa noma sekuzondwana okwangempela
🙏🙏🙏
UMgodi ubiziwe kodwa wenqaba ukuya emcimbini kaMthandeni. Umroza ngambona nje kuyi Post kwenzakalani ekugcineni ngoba phela is the fest peasen okwakufanele abekhona emcimbini kaMthandeni kwaba Rong
🙏🙏🙏
Fakude qinisa kwimanje marketing yakho njalo ivele u complain njalo uyakhala ushaye ingoma njalo u trend ngokukhala
🙏🙏🙏
Angsazwanga nendaba usthatheph les skibha😭🤣
🙏
Kodwa hayi ngoba singakwazi ukusebenzisa technology. So sihloniphe bo.ngsho nje Nami ngingowalapha kwanongoma osuthu. Yeka ukusenyelisa sikuthanda sikweseka.dankoooo
🙏🙏🙏
Manje ukuhlasele ngaliphi uMroza Mthiya kaNdaba njengoba encoma ubuhle bomcimbi,yebo akukho soka lingenasici
🙏
Cha Mroza cela nje ndoda ukuty uyacela kuthi ngokuzayo uqasheke
🙏🙏🙏
Mfoka fakude usuqala ukudidizela mfo usulahlekelwa shun ke mpela manje kodwa ngoba umlomo owakho ngeke sikvimbe singabalandel asilutho bhut omdala
🙏🙏🙏
Bhanyazile engathi ubuntatheli bakho busephansi, kunezinkulumo obekumele uzilandele before uvale ucingo. Lenkulumo ayihluziwe
🙏🙏🙏
Wabeka into eryt Mroza
🙏🙏🙏
Wakubiza last year wangeza emcumbini wakhe manje ngoba sumkhulu umcimbi useyafuna kuba yinxenye Fakude khuluma iqiniso ndoda
🙏
Bekumele abide ukhuzani. Ukhuzani ezokwenzani. Umuntu angafike akuthuke unyaka wonke aphinde egxeke umcimbi wakho. wena mese uyambiza. Fokof indaba ka khuzani
@@cebondlovu-ih8rw Uyabheda lona uzofuna ukubukwa lana akasazikhulumeli yena uzofuna i-support ebhedayo lana,lowoKhuzani wathi ngeke yena ayodlala ehlathini manje kwakuzoncengwa yena,nanguMroza ezosibhedela bo
🙏🙏🙏
Bafwethu uMroza uqambelani amanga emdala akasho ngani ukuthi akazi ngoba uMgodi Waqashwa wanqaba wathi ubhizi wakucacisa kahle nje uMasondo lokho even last year wayeqashiwe futhi wanqaba nakhona kodwa uSk yena uyakwazi ukuyomeseka kwi All White uMgodi nje unenhliziyo embi akamfuni uSk umbona engafanelwe ilutho okuhle but ufuna yonke into ibe ngaye Finish & Klaar
UKhuzani ungenap la?💔eyiiiii niyathanda ukuxova sies
🙏
Uyaphapha Wena spakupaku esumroza kumanje awasi nokuthi untencane ubekhona uxuba izindaba kahle..kahle wazingani noma futhi wayembizile loyomgodi kwawuye onenzondo yeqiniso futhi nezinkulumo zakhe umgodi zyambamba ngoba sekmele eyphile lento ahlaleyisho yokuthi yena angeke ayengakubo kamthandeni umthandeni mayeyenkandla wenziwa ukthanda inkandla yena wake wambona Yini ngakubo so vele sekyambamba konke lokho ukuthi engakhululeki ngokyemdletsheni ngoba indlela yavalwa umlomo wakhe
🙏🙏🙏
uyadavuza ukhuluma ubulima uthanden akakabi sezingeni lokwenza umcimbi ongakhokhela ukhuzan akasadlaleli o 20000 ukhuzan lento oyishoyo umsanganonje uhlezeqashwa ukhuzan emcimbin yangakubo kamthanden ayefuth
Wabeka mfoka Fakude🙌
🙏🙏🙏
please don't forget to subscribe on Bhanyazile TV2
Mroza kshut akakalulami kahle enqondweni uMthandeni usuke equalifyer kuAll White usuke eqashwe creteria yomcimbi lapha kuSkhova besiqashe abantu ebesfuna bebekhona emcimbini waso finish
🙏🙏🙏
Mroza ungabi ixoki ndoda, wena ngonyaka odlule uMcimbi usafufusa wakhuluma amagama aziswana umenyiwe wathi angeke uyodlalela ukudla nenyama, uma uMcimbi usumkhulu senifuna ukuqashwa kahleni madoda
Uyabheda lo usekhohliwe last year ukuthi wathini
Uzifunela udumo nje olubhedayo lo-Mroza ndini
🙏🙏🙏
Lion😂😂🔥 🔥
🙏🙏🙏
Kodwa Bhanyazile mfo wakithi kuyiskipha sini lesi se Lion😂
🙏🙏🙏
Kanjan ngoba wena ubongele umjolisi Kanye no somnandi wangamubongela umthandeni 😅
🙏🙏🙏
Ukhuluma umsangano lo akenze owakhe umcimbi engazolawula iyntozabantu
🙏🙏
Ukhuzani wathi aka ngeke aye kanti uohilaphi uena mroza
🙏🙏🙏
awuveze inkulumo eth wath ngekaye mangu umthanden wath kwigcwalisa ngekaye akalambi kodwa waya yekani ubuphixiphixi balandeli bamthandeni
Yintonina bhanyazile wanxiba umlilo 🤔ungatshi wena utsho ngesikipha somlilo
😂😂😂😂😂
🙏🙏🙏
Wazokhala lana uMroza uyamaz nje umkhaya wakhe uhlala.kuph futh unezinamba zakhe yile.le eyenza ukuth ekhale kumaTv
@@thulaniengema8017 Yingoba ufuna udumo nokunakwa and uyazi wathini ngomcimbi wangonyaka odlule ebizwa
🙏🙏🙏
Cha kyezwakala Mroza kodwake nawe kukhona onakho ngoMthandeni kodwa asazi
🙏🙏🙏
Uyanya wena mbongolo, why ubiza omunye umculi ngodunudunu uzonya ngalomona wakini...
🙏🙏🙏
Uzosibhedela lona uzwe ebukalwa indlala lapho ehlala khona wacabanga ukuthi umcimbi ka-Mthandeni obuzomsuthisa
Akuyena u Sgwebo lo bhanyazile lungisa umbhalo wakho
🙏🙏🙏
Ngiyasthanda iskibha sakho bhanyabhanya mfethu
🙏🙏🙏
Kodwa eqinisweni alikho igama elicika uMthandeni ngokumbiza njengokumbiza ngoDunudunu kuyela usuke umbiza ngoba uyisitha sangempela kuye lokho. Yena mekbiza ngoBhola ukuncokola lokho .so uGejile MROZA kulomtalabho osanda kuwenza ube personal funda kosgwebo ukuthi kudlalwa kanjn noMthanden
🙏🙏🙏
Kyasho ukth lisahlanya ibhola
🙏🙏🙏
Kanti ubengakhuluminga ne sk ngoba bangabaculi bonke
🙏🙏🙏
Umroza akanankinga namuntu ncabanga nje kashekanga ngoba itilaki laseligcwele
🙏🙏
Uqinsile lomfo,nam angimkhonzile kangako Khuzan koda bekfanele amubize Khuzan kube nguyena owalayo
@@SeshyBongsero Wemadoda musani ukudlala ngo-Mthandeni wazisholo yena nje uKhuzani noThibela ukuthi ngeke bona bayodlala ehlathini kwakumele enzenjani u-Mthandeni kahleni Wemadoda
🙏🙏🙏
Hhey fikof wena leli Bhola leli yenza owakho umcimbi bese Ibiza idixa
Lowamcimbi akushiwongo ukuth umcimbi wabaculi asebeke bahlukanisa unyaka so nje fokofu
🙏
Mroza ukhuzani besanakufihla ugogo wakhe so ngicabanga kuthi bekusamele azile wenake uke wam4nela yini umthandeni wamubuza mayelana nokhuza? Wena zikhalele wena ungamfaki ukhuzani .
🙏🙏🙏
Bhanyazile TV umthandeni uyeyisa kudala samthanda silama 70th kodwa namuhla yasithuka,kodwa ke ngimthandile ngoba uthuke nonina umambatha noise ngoba nabo bakuyo leminyaka athe fokofo kuyo. Umthandeni akazame ukuhlonipha into yakhe yayiphoxa iyinhle kangaka,ithi enye incwadi hlonipha uyihlo,nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni.hlonipha abantu Duyaza uziphoxa wena.bese thina senyela yebo sazalwa born before technology siyakwazi lokho kodwa akho lapho singangeni khona.
🙏🙏🙏
Iqiniso mkhaya
🙏🙏🙏
Uhlulwe yini kuzama kuhlangana Naye nikhulume noma umfonele uhlulwe yini kwenza lokho njengoba ugijima sewuza la
🙏🙏🙏
Kodwa ukhuzani uyambiza yena akambizi ubani oneqiniso lapho?
🙏🙏
@@khulanimdluli4110 Kanti bakwethu niphila kumuphi umhlaba ngoba uKhuzani washo kusekude noThibela ukuthi ngeke yena ayocula ehlathini manje enzenjani u-Mthandeni ngomuntu onjalo onenzondo,kahleni nina bo
@@MthokoMthembu-g7l fokofo wena ungazothi asikahle ungumfowabo kamthandeni yini ay kahle nawe
Ukhuluma umsangano wodwa Mroza okokuqala nje uyedelela ubiza uMthandeni ngodunudunu,okwesibili ongakuqondi ukuthi kwakunhewona umcimbi wokujabulela ukuhlukanisa unyaka lowa ngoba uMthandeni wawuhlela engakazi nokuthi uyowuhlukanisa unyaka,wakusho ukuthi kuzoba umcimbi waminyaka yonke lona,wena usuhlulwa ukulinda uze ubizwe ngelinye ilanga,uyaziphoxa sengathi angangaphinde akubize uyabheda impela wen,bgamuphi wona umlando leyangoma yakho ingazange idayise ngisho i-Platinum awusiyeke wena
🙏🙏🙏
Lento eshiwo nguMroza ngendaba yokubakhona kukaKhuzani iqiniso elimsulwa bekfanele abekhona impela
UMthandeni ubengaxasiwe and uKhuzane akakhokhelwa njengalaba abanye abaculi mkhulu , and ngathi khona ukungezwani phakathi kwakhe noNala okuwuyena oxase loyamcimbi
@@bongumusasibonele6542 Abekhona azokweyisa anikahleni nina
🙏🙏🙏
Iqiniso elimsulwa lelo Mroza
🙏🙏🙏
Ntencane wayekhona Wena doti ungenaphi eyindabani zikamgodi
Akukhulunywa kanje kuncono uthule
@SaneleTFakude uyazi yini wathini ngonyak odlule?
🙏🙏🙏
Skhibha sini kodwa Les osgqokile 😂😂😂
Skibha sini???
🙏🙏
Mroza lungisa amaphutha akho , khuluma nabantu ongezwani nabo so that uzokwazi ukuxaseka nokubizeka coz uyazi uMthandeni ukukhonzile
🙏🙏🙏
Ngiyamuzwa umfoka Fakude kodwa kuneNkulumo ayikhuluma last year lapha athi yena ngeke ayodlalela ukudla wayesho umcimbi weGcokama angazike manje ngoba usuthuthuka sebefuna ukuba khona mina engakucela nje ngicela noKhuzane amqashe kowakhe umcimbi ukuze kube nobumbano kumaskand
Wathini mroza bafo
🙏🙏🙏
Cha ukhulume kahle bafwe2 uMroza and konke lokhu akshoyo kuyiqiniso elimsulwa impela bekfanele ebe khona njengomuntu ongumakhelwane ezobongela umkhaya wakhe kodwake sesingasola zona izinyokanyoka lezi ayshoyo.
Wanqaba nje last year embizile why esefuna manje
🙏🙏🙏
@@luckymduduzi6251 Usile lona umakhelwane onjani ongezi ukuzokuxhasa uma kungekho mali uze uyoxhaswa abantu bakude,kodwa uma sekunemali usefuna ukubizwa naye ,use kakhulu uMroza akuyena umuntu wokubuzwa lona,akagcinanga ngokungezi last year wakhuluma nokweyisa wathi yena akakuculeli ukudla
cha mina ngingumlandeli kamThhandeni omdala wama 80's kodwa la uqinisile uMROZA ukuba kunenzondo yangampela naye SK ngabe akasalubhadi la ukhona khona Khuzani kodwa wadlulisa waya emcimbini wakhe
Suka uqiniseni umuntu ebheda ebiza uMthandeni ngodunudunu, kwakuwumcimbi wokuhlukanisa unyaka yin lowa ngoba uMthandeni washo ukuthi kuzoba umcimbi waminyaka yonke,ufuna ukugqama lona nokubukwa
@@MthokoMthembu-g7lamancoko abo njengabaculi ngani naye ubizwa ngebhola 😂😂
@MthokoMthembu-g7l akuwona ngampela umcimbi wokuhlukanisa unyaka lowana..ongekho akekho anga complain ne all white leyo isuke ingekho kwaguqa so lento inomehluko kabi..uyabheda lo
🙏🙏🙏
khona kube kubi impela ukingabonakali laphaya emdletsheni
🙏🙏🙏
Umkhoma ongavuthwayo u short umantindane ububhudubhudu be abnormal, danger don't come near .
🙏🙏🙏
Uyalikhuluma iqiniso mroza fakude kodwa umuntu iqiniso akalithandi ave lihlaba ulikhulume njalo fakude
🙏🙏🙏
Akukapheli ngisho 2 Months nje umthukile kahle wena
🙏🙏🙏
Uqinisile we mfoka Fakude
🙏🙏🙏
Le skibha sakho stholakala kuphi?
🙏🙏
Ukhuluma iqiniso njalo mroza
🙏🙏
Uyagula wena Spakupaku, umuntu kuyiChoice yakhe ukth ubiza bani emcimbini wakhe.
Enza owakho umcimbi ozomema kuwo uKhuzani.
UKhuzani uhleze eyigxeka nje into enoMthandeni, hleze ebeka amabala ekhuluma ukweyisa. manje wayezobizelwani eMdletsheni? noma angayeka angaphinde ambize naye kuAll white wakhe ayikho inkinga.
🙏🙏🙏
🤣🤣🤣🤣check defence team ka Mthandeni😂😂😂
🙏🙏🙏
Usebenza kwa mentshisi yin webhanyazile?
🙏🙏🙏
NAMI ngingumlandeli kaMthandeni ngithi next year sicela Umgodi emcimbini lasho neChunu akamenywe nje ngoba naye uyakinema iQhawe lethu
🙏🙏🙏
@@NobuhleShandu-o2o Ungamema wena umuntu eseshilo ukuthi ngeke yena ayodlala ehlathini kahleni Wemadoda ukudlala ngo-Mthandeni
Uqinisile umroza kwakumele abekhona even nokhuzani kwakumele abekhona
Ukhuzani kanjani after inkulumo zabo besho khona ukuyhi bona ngeke baye lapho babe bhale kufacebook .uMroza last year wazitshela ngoMthandeni wathi ngeke aye kodlalela imaHhala . Kwathiwa uKhuzane akahambi e performer ehlathini udlalela imcimbi ephezulu . Akungadlalwa ngoMthandeni
@faithmbatha4106 bengazi
uMthandeni wazithoba waya emcimbini ka-Khuzani kodwa yena no-Thibela bakhuluma ukweyisa ngomcimbi kaMthandeni
@MthokoMthembu-g7l uqinisile mfo ikakhulukazi intibane yedelela kakhulu
🙏🙏🙏
Umfokabani iskipa seLion lesi😂😂😂
🙏🙏
UMroza ukhuluma iphutha bekathi Umgodi akabizwanga lapha eMdletsheni. Ubiziwe kwaba nguyena onqabayo ukuvela emcimbini ka Mthandeni SK.
🙏🙏🙏
Mroza is boring manje akathathe umhlala phansi
🙏🙏🙏
Cha uMroza uqinisile uMthandeni uyaqashwa kwi All White, azayibizele nemali afuna ukuholelwa yona, kodwa yena mase enza umcimbi akasambizi uKhuzani
🙏🙏🙏
Mroza fonele Masondo
🙏🙏🙏
Kodwa isikimba sini leso
🙏🙏
Ukhuze lento kamaskand ikhule ibe strong idinga won amadoda afan noMroza , Sgwebo, Dlubheke abantu abamela iqiniso njengoba linjalo
🙏🙏🙏
Ama green mamba🤣🤣
🙏🙏🙏
Ngani wena mroza Kade uthi uyakewula umthandeni uma ecula, usufuna ukuya emcimbini wakhe uyashesha ukukhohlwa
Haaa inzondo yeqiniso wayedlala😮
😂😂😂😂😂
🙏🙏🙏
Inkulomo kamkhaya ayiźwakali nje
Why engatsheli yeña udunudunu lento